Lusho ukuthini ucansi and ngabe ikhona ngempela imimoya yalo? Sithini isintu ngomuntu who is in a relationship with multiple partners and have sex with them like it is nobody's business?
Great topic, very interesting 🤔 and infomartive, still struggling with the same issue however. Danger ⚡ could also be for us Gents ukuthi sicaphele aboMahosha.
It’s my first time watching this show and kunginzima izinto abantu ababhekene nazo la ngaphandle. Ok’salayo, emhlabeni we need to repent and sizinikele kuJesu. uNkulunkulu uyena owasidala and ibhayibheli liyasixwayisa ngazo zonke lezinto ezenzekayo manje. God knew what He meant mhla ethi umuntu akalale emshadweni and alale nomuntu amshadile kuphela, okunye, ebhayibhelini kuyashiwo ukuthi thandazani ningayeki ngokuba siphila ezweni lezono kepha futhi isithembiso sathi unamandla ophila kithi ngaphakathi kunalo ophila ezweni. Masiphile izimpilo ezihlanzekile bakithi.
Khona usisi ofonile wathi yena umeke walala nomuntu wesilisa, uzwa izinhlungu esinyeni koda futhi she doesn’t find pleasure in the intercouse, which means she sacrifices herself to satisfy omunye umuntu. WHY??? Why can’t we live without sex? Sengaze umele izinhlungu ngenxa yokuthi ufuna ukujabulisa umuntu ongakushadile? Futhi hlampe ongasoze wakushada?
28:58 to 29:30 exactly what happening to me and lento had me in Grade 2 mara ukuyiphupha I was abit old n 2yrs back also, I spent about 10yrs musterbating, I couldn't spend a day without it,ukhe nje nga alone or toilet,CABANGA ngodlala ngobudoda, never had a girlfriend/relationship as I still now don't have one(I had 1 woman that in my life during 2010 to 2013) n that was it, help we all need it but kunabantu who wanna benefit from these situations but now ke I had disciplined myself n it's several years nor doing it,noba ke kum and kwenzek n ngihcwale laka but ngiyazilwela, even in dreams I fight coz ngoba nokuyiphupha lento plus my ex's n bantu bala COMMUNITIES
mina ngilokhu ngilalele ngithi uzosho ukuthi kuthwalwa kanjan ngocansi😂😂😂i wouldn't mind doing this🤣🤣ey sidinga imali kulesimo sase south africa ama morals azofika ekugcineni😂