Тёмный

UKUXOVEKA KWEKHAYA (UMSINDO) 

Sbani Sama Thongo
Подписаться 12 тыс.
Просмотров 2,5 тыс.
50% 1

#family #ancestors #umsamo #inhlambuluko #idlozi #traditional #trending

Опубликовано:

 

2 ноя 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 29   
@jabumabaso5054
@jabumabaso5054 7 месяцев назад
Siyabonga Sbani
@sazizulu9935
@sazizulu9935 Год назад
"Powerful!" 🙏👌... ngiyaqala ukubona 😂 uthetha kanje, kuze kuphakame Abadala abakwembhethe, but Siyabonga 🙏
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Mageba👑🤝🏾
@siyabongasimelane7982
@siyabongasimelane7982 Год назад
Thokoza Mkhulu. Hhay uyabonale oyikhulumala ijule kakhulu, kuyona kuminyene utshumo. Uthinta isimo esingithintayo kakhulu but angilahlile umndeni but insizwa engiyelamayo ingenhla kakhulu, ngagula egcekeni ngaphaphama sengivuswa ikhehla ephushen, ngathi ngiyahamba kwavela yona lensizwa, ngihamba nomama sifuna impilo, hhey kwabanzima like we went to three different people bonke babamba ukuth walanda inyoka, okanye lezigubhu ezilandwayo manje kuthiwa wayefuna ukungihlaba bese elandelisa ngomama. Hhay kulula khona ukusho but alwenzeki uxolo nomuntu ongafunexolo ofuna lento ayifunayo. Ngoba umama wasihlanganisa sakhumelana umlotho but Hhay kwatholakala ukuth insizwa ayizilahlanga izinto zayo isacuthile so till today asikhulumisani. Ngangenwa abantu abadala but kwavela ukuth Hhay komele ngiphume egceken ngoba kubi kunalo sobaba wakhe, okuyiyona futh into engangifunelwa yona ukuthwebulwa noma ukuthwala ngamandla ami mabesho. So yeah ibanzima laphonje lento.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Isimo esinjalo sinzima kakhulu ngeke siqambe amanga
@rachelmsibi4027
@rachelmsibi4027 Год назад
Kwaze kwanzima, ukuzondwa ngaphandle kwesizathu
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Mmmm lezinto ziyalixova ikhaya
@siyabongasimelane7982
@siyabongasimelane7982 Год назад
One day I would wish uthinte isihloko , about ubudlelwano phakath kwengane nomzali, after ingane yamukele umsebenzi wedlozi-lo umzali asuke ewunqabile. Hhay ibambene lapho, uphenduka umtshingo ongabethwa muntu, kodwa umzali azikahle ukuth, lento ekuhluphayo eyakubo futh naye at some point yake yamhlupha Waze wacelelwa ngamagobongo kodwa ngalombulalazwe wobukrestu angayivumi uma isiwela enganeni agcine ezonda kwaleyongane mayiqhubeka nokunaka lomoya coz sometimes. Ohlushwa imimoya usuke ephakath kokufa nokuphila ngendlela asuke egula ngayo. So nje nginaleso sifiso about this topic.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Sizosenza ngiyabonga
@zanoxolontamo1052
@zanoxolontamo1052 Год назад
Wathinta indaba enzima nejulile Nkomose😫
@thandazaluthuli1646
@thandazaluthuli1646 Год назад
Mina uyena udadewethu mayengibona ukhipha amathe angilazi icala lami . Ngingumumtu ohlale ethobile futhi kusiza khona kuthi ngifake ikhanda phansi akagcini ngokungizonda uyanginyanya baba akazenzisi ushaya ngisho umama ekhaya ukuthula akukho ulwisana nathi ubsuku nemini ngaphandle kwecala ayi shame yona inkinga sinayo inkulu ayincane futhi siyophumula ethunen ngoba syasha kwamhlaba . Umama ukhala imihla nezolo ubsuku nemini ngenxa yakhe ayi kulkhuni abantu abazi kunzima ihliziyo iyajika singabantu I won't lie sengimdelile ungone kakhulu ngaphandle kwecala akagcin ngalokho nesandla uyasphakamisa uyathukana akaphuzi akabhem akaboniseki futhi enjalo I really had enough nganele .if kukwuthi ngiyovalelwa nguye kwelizayo kulungile ngishe ngiphinde ngife okwesbili ngenxa yokulunga kwami.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Awunaso isono ngoba wena udedile kuye ngokona kwakhe
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Kungenzeka kunomoya omembethe odinga ukukhishwa noma uhlanjululwe kuye
@ndumisonzimande7885
@ndumisonzimande7885 Год назад
Ai wakhulum mkhulu yaz angaz yin ethe angibuk this video, lapho ukhulum ngento eyenzeka ekhaya and amathongo asengitshengis kaning kuth lento igcolisa umsamo wasekhaya kodwa mangithol imali mkhulu ngiyofik kuwen ngizoxoxa.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Ubofika sizoxoxa kukungile
@wakhiwemdladla7116
@wakhiwemdladla7116 Год назад
Ngiphendule nje Mina Nkomose. Mina umfowethu wathi angiyena umfowabo wathi angizalwa ubaba wakhe ngiyijazi ekhaya ngaze ngenza I DNA test, cabanga lapho sasisekhaya elikhulu emshadweni esho leyonto, umkakhe lapho uyamvuna uthi buphi ubufazi bokuthi washo. Mina kuningi asekwenze kimi. Ngiyafisa kukuxoxela yonke indaba.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Kofanele sihlele impela sbonane siyixoxe lendaba
@ThamiMagqo-fm5vv
@ThamiMagqo-fm5vv Год назад
Mna mfowethu umfowethu uthi yena umama wakhe wayeshadiwe so thina abanye singabantwana bamankaza so meaning thina asizalwanga senziwa nguye ozelwe😢😢
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Mmm yayimbi lento
@vuyosithole5487
@vuyosithole5487 Год назад
Nkomose 🙏🏼
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Jobe🤝
@xolopitso7386
@xolopitso7386 Год назад
Magubane, cha! ngiyalizwa izwi lakho. Ngizofika sixoxe, ubuthakathi ngoba bafuna ukuba nemali.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Ubofika sizoxoxa
@mduduzihadebe1131
@mduduzihadebe1131 Год назад
EY wayikhuluma indaba enkulu mkhulu iyisihlava esibi lento emndenini emningi futhi ke iyenzeka kithi sonke kumanje nje asiboni nenqubekela phambili empilweni zethu isizathu abantu bakithi
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Asthembe kuzolunga
@thembimeyiwa5542
@thembimeyiwa5542 Год назад
Ave ingiphatha kabi lento yokuthi kusolwe ofundile ekbeni abangafundanga banomona kakhulu ubasiza Korea still bakuthakathe
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
Yimbi kakhulu kufanele ilungiseke emakhaya esphuma kuwo
@khanyisilendawonde5778
@khanyisilendawonde5778 Год назад
Ave ingikhubaza lendaba izingane zami azifunani azizwani intombazane nomfana angazi ngenzenjani bayalwa njalo
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Год назад
@@khanyisilendawonde5778 ayikho engaphilanga?
Далее
UKUJULA KOMUNTU NOMPHEFUMULO
13:57
Просмотров 1,3 тыс.
QAPHELA ABELAPHI BENDABUKO (ABAGANGAYO)
14:52
Просмотров 2 тыс.
Телеграмм-Колян Карелия #юмор
00:10
Камень, ножницы, нейронка
00:33
Просмотров 1,1 млн
СОБАКИ ГОЛОДАЮТ ИЗ-ЗА ЛЕРЫ 🥲
01:00
DEPRESSION KANYE NEDLOZI
20:20
Просмотров 2,8 тыс.
LITHUKELWANI IDLOZI (INHLAMBA)
8:36
Просмотров 1,1 тыс.
UKUBANGWA IDLOZI
16:20
Просмотров 7 тыс.
UMSAMO ONGALUNGILE (ONGAQONDILE)
10:32
Просмотров 4,1 тыс.
UKUBALULEKA KOMHLWEHLWE EKHAYA
7:10
Просмотров 1 тыс.
IZIBANI ZOKUPHAHLA NOKUBALULEKA KWAZO
12:18
Просмотров 9 тыс.
IMPORTANCE OF CLEANSING SPIRITUALITY
10:06
Просмотров 1,3 тыс.
IMPOPHOMA 16 JUNE 2024 (ISIMEMEZELO)
8:39
Просмотров 583
UKUKHULUMISA IDLOZI
9:01
Просмотров 16 тыс.
Телеграмм-Колян Карелия #юмор
00:10