Тёмный

UMHLANGANO WASENDLUNKULU - OTHINTA ISIHLALO 

Nhlaka Production
Подписаться 96 тыс.
Просмотров 58 тыс.
50% 1

UMHLONISHWA -WILLIES MCHUNU NABANTWANA BASENDLUNKULU

Опубликовано:

 

7 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 118   
@thembelakhuzwayo547
@thembelakhuzwayo547 2 года назад
Isilo uMisuzulu sizobusa bethanda bengathandi, abakhumbule ukuthi isilo asivotelwa kodwa siyazalwa.
@dlaminisiya2657
@dlaminisiya2657 2 года назад
Kodwa kungani mtwana wakaPhindangene engahlonishwa uZulu wonkana esaphila
@dochere-bolelwang
@dochere-bolelwang 2 года назад
I am not Zulu. But as an African the Zulu royal family and the king represent my values too. The king is my king also just as is any king on the African continent. I am hoping that peace will reign among this great nation.
@deebeem1789
@deebeem1789 2 года назад
Siyabonga kakhulu Ku Nkulunkulu ngokuthi asigcinele umtwana wakwa Phindangene kuze kube lesikhathi lapho isizwe sonkana simdinga kakhulu.
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 2 года назад
Kakhulu 🤝🏽 futhi uthixo namadlozi, sebemgcinele wona lomsebenzi ongaka, okufanele asenzele wona.
@deebeem1789
@deebeem1789 2 года назад
@@gugumpanza3665 siyisizwe masibabonge, yonke into emhlabeni Ka Nkulunkulu yenzeka ngesizathu
@nonhlanhlanyandeni2848
@nonhlanhlanyandeni2848 2 года назад
Ey Siyabonga ku Shenge ngokuhamba eqinisweni.
@randytembo891
@randytembo891 2 года назад
Ewuu mama wayibeka indaba into uma ingadalelwe wena awukwazi ukuyiphatha noma ungayiphatha ngenkani kodwa ngeke iye empumelelweni ngoba akuyona eyakho Amen kuleyo ndawo wena wendlovu
@ManJay3220
@ManJay3220 2 года назад
There is no need for a will, Isilo siyazalwa asikhethwa.
@mbilinelisiwe458
@mbilinelisiwe458 2 года назад
Siyabonga Gatsheni ukusilethela lexindaba,kodwa nginombuzo la ifunani ipolitiki ezindabeni zesizwe,ayikho.yini iminyango efanele yezindaba zesizwe Ngiyabonga
@saneledlamini285
@saneledlamini285 2 года назад
KZN ANC governement is trying to split the Zulu monarch. Ngeke balunge!!!
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 2 года назад
And ngeke balunge..thina sabantu bamaDlozi,spiritually baya communicate nathi futhi amaDlozi a powerful,ayayikhahlela into usekude
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Ave bezoqhamuka sebephika
@sthembilemkhize7024
@sthembilemkhize7024 2 года назад
Bayazenzisa bonke labo bayaz kahle indaba yosiko siyabonga Shenge
@mcebodlamini7405
@mcebodlamini7405 2 года назад
Ey isizulu ngyasithanda ngoba siyacacisa iNkosi ikhona kucacile nje lokho Ndabezitha ,Sthuli sikandaba syabonga nakumkhulu iNkosi uShenge ibikhona bakhe kwenze izinto zalula bekungelula kodwa syabonga ukuthi konke sekuvele obala konke.
@queenk1034
@queenk1034 2 года назад
Ukhulile uShenge bakithi
@ntombikayisemurielgwija3349
@ntombikayisemurielgwija3349 2 года назад
Ndizwa kamnandi qiniso lipuma linjalo , Bayede 🙏🏽🙏🏽🙏🏽
@xolaninko
@xolaninko 2 года назад
Kodwa uMdali wasebenza ngokusigcinela uShenge nomacingwane kuze kube lana ay ubuchule obukolobaba
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 2 года назад
SYBONGA BONDABA NGOKUMELA IQINISO AKUBEKWE ISILO SETHU.SIBONGE SHENGE BAKUGCINA NGOKWAZI UKUTHI UZOMELA IQINISO ❤ 😍 💖
@bhekanimanana9179
@bhekanimanana9179 2 года назад
UMvelinqangi isigcinele Umntwana WakwaPhindangene ayibone inkosi ihlala esihlalweni sayo ...Siyabonga kuChannel Ka Nhlaka Ndlovu
@makilekoba1736
@makilekoba1736 2 года назад
Siyabonga Gatsheni ukusithulela loludaba. UNkulunkulu akugcine nawe ngeGama leNkosi uJesu Christu. Kuyintokozo nokubona uMntwana wakwaPhindangene. Siyambonga uNkulunkulu ngaye.
@mathabophetla5953
@mathabophetla5953 2 года назад
May God keep umtwana until he finishes the work of putting the rightful King of the Zulu Nation.
@robertbuthelezi865
@robertbuthelezi865 2 года назад
Ngiyabonga mama noma ngingasezwanga ungubani ukhulume iqiniso lonke jikelele kuze kwasuka uhlevane kimi
@nokuthulachoice5860
@nokuthulachoice5860 2 года назад
Wakhuluma umama wengubo e green Amen.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 года назад
Ngiyajabula ngasekugcineni ukubona abantwana basendlunkulu beseka oka Zwelithini ngeqiniso ,BAYEDE !
@nombusomajozi6193
@nombusomajozi6193 2 года назад
Siyabonga kakhulu kuMdali ngomusa wakhe uksigcinela abanolwazi olunzulu ngisaba lwasendlunkulu siyabonga INKOSI YONA ISESIHLALWENI AMEN
@terrymthembu1986
@terrymthembu1986 2 года назад
Siyabonga Nhlaka production ngaloluhlelo
@mxolisizulu4995
@mxolisizulu4995 2 года назад
Mntwana u Africa ngiyabonga embuzweni wakho 👌
@hopewellzungu8457
@hopewellzungu8457 2 года назад
Siyabonga Gatsheni sidlala lezi ngane ezalwa manje ezixakwe ujam 😀
@sazidladla6789
@sazidladla6789 2 года назад
Asithokoze Zingelwayo nomqophi umfoka Madlokovu ngokusithatha nisibeke emhlanganweni obukhona wendlunkulu kaZulu . Kuyacaca bha okumele kwenzeke ngokosiko lesiZulu , akuphikiseki. Siyathokoza futhi ngokuvumelana kwabantwana abebekhona kulomhlangano ngeSilo esibusayo kwaZulu. Sethembe umbiko Oya kuMongameli uzokuqaphela kakhulu lokhu obekubalulwa namuhla. Angithokoze!
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@musandasikhwivhilu
@musandasikhwivhilu 2 года назад
With or without a will, the great house of the Zulus is known.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 года назад
Akuzuqokwa muntu kodwa kuzohlala ofanele , Zulu Inkosi izalwa inkosazana yesizwe thizeni. Ayibekwa njengenkunzi yenkomo. Macingwane Nina khiphani imoto kaNdlunkulu Wase Swazini MaDlamini eniyigodlile. Finish.
@mandisamdletshe999
@mandisamdletshe999 2 года назад
Nkulunkulu asibekele Shenge
@bhekigwala4319
@bhekigwala4319 2 года назад
Siyabonga bhuti uNhlaka ngokusazisa ngokwenzakalayo eSigodlweni sethu, ume njalo.
@mandisamdletshe999
@mandisamdletshe999 2 года назад
Mntwana Africa siyabonga Ndabezitha
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Uqedile mama kubalekelwa iqiniso kuyaziwa ukuthi ubukhosi bakwazulu buhamba kanjani iqiniso liyaziwa
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Washaya khona osesihlalweni uyena inkosi yethu umisuzulu
@corneliamthembu2012
@corneliamthembu2012 2 года назад
Loludaba ludinga umndeni wasendlunkulu ufundiseke ngenqubo yakazulu bakuhloniphe lokho ngoba akuqali manje endlunkulu abafundiseke ngoba thina singabantu kazana sethemba bona .fundisani abantwane besilo ngosiko lakaZulu
@zweliniMqwebu6853
@zweliniMqwebu6853 Год назад
SHENGE MVULANE Mnandi ngaMondi ongadliwa muntu odliwa ziiNdlovu zakwaNobamba kuphela ❤❤
@dlaminisiya2657
@dlaminisiya2657 2 года назад
The respect mtwana demonstrates is amazing n a blessing
@thulanindlovu652
@thulanindlovu652 2 года назад
Ave kumnandi ukukhuluma ngento oyaziyo hayi ngenzwabethi Uyabona umntwana okhulume ngekhomishane kaNhlapho Uqedile Khona kubuhlungu ukuthi thina bantukazane sesikhuluma indaba zobukhosi baseNdlukulu kaZulu
@vusidub8708
@vusidub8708 2 года назад
Asbonge baba Gatsheni inhle lento osenzela yona.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
🙏🙏🙏
@siphesihledlomo8458
@siphesihledlomo8458 2 года назад
Siyabonga Bhuti uNhlaka
@BlaqEmpire2023
@BlaqEmpire2023 2 года назад
Lomama wengubo ebuhlaza EY wanquma ngamazwi
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Boyabenyathi siyabonga ukusilandelela ngezindaba zakithi ukuthi kukuphi ngenkosi yethu yeyi siyababonga oshenge nomntwana uthulani bamenjalo ngeqiniso lombuso wethu kwazulu uyabona ubhejane lapho ekhona uzophendula
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
🙏🙏🙏
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Impela syabonga Ubabale kahle impela ngoba nomntwana uThulani ulokhu emile eqinisweni kuyajabulisa
@nombusomajozi6193
@nombusomajozi6193 2 года назад
Nibheke boNdaba loludungane enilwenzayo esgodlwen seMbube lunganibangeli uMKHUHLANE ngoba iqiniso niyalazi kodwa nigijima ezinkantolo chaIQINISO IQINISO NADIDA ISIZWE SIBUKA UKUTHI UMBALA UMHLOPHE NAWUSHINTSHA NATHI CHA CHA UMNYAMA HHHAY NDLUNKULU BAYEDE NKOSI YESIZWE BAYEDE NDABA MISISIZWE ZULU NEGAMA LIYASHO
@Soloz1419
@Soloz1419 2 года назад
Siyabonga kuwe Mahlobo ngokulokhu usiphakela okwenzeka endlunkulu kaZulu💟🙏🙏🙏
@snezama5201
@snezama5201 2 года назад
Siyabonga bondaba ngokulimela iqiniso.
@luyandazwane9659
@luyandazwane9659 2 года назад
Mfwethu Nhlaka siyabonga ngomsebenzi wakho. Ungadinwa.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@siyandazulu4167
@siyandazulu4167 2 года назад
Gatsheni ngabe senzanjan ukuba awukho, besisokubuka kuphi nje lokhu esikubukayo
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
nami ngihlale ngicabanga abanikazi bale channel okuyini,thanks my brothe
@khanyisomtolo7810
@khanyisomtolo7810 2 года назад
Inkantolo isasigodlile isinqumo sayo. Phansi amaphaphu.
@lethumngadi2892
@lethumngadi2892 2 года назад
Siyabonga Nhlaka icacile lendaba
@lulu7074
@lulu7074 2 года назад
Thanks for sharing this vital information. 🇩🇰❤
@mydownloadsnkambule309
@mydownloadsnkambule309 2 года назад
Hhey Gatsheni asbonge ngaloludaba lwaseNdlunkulu osithathele lona siyabona ukuthi idlanzana nje elididekile nelidukile ngeshlalo sobkhosi iningi liyaqonda okfanele kwenzeke.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@jabulilemabaso4749
@jabulilemabaso4749 2 года назад
Alididekile lidlala ipolitiki eshibhile.
@njabuloskwayantuli5272
@njabuloskwayantuli5272 2 года назад
Boyabenyathi 🙌🏾🙌🏾🙌🏾✊🏿✊🏿✊🏿
@sebenzilenkosi8208
@sebenzilenkosi8208 2 года назад
Bayalazi iqiniso laba abadidizisa isizwe inkosi izalwa unkosikazi ozalwa ebukhosini so ke ubani owalotsholwa yisizwe uyena oyozala inkosi umbuzo umile ubani kulamakhosikazi owalotsholwa yisizwe ngezinkomo eziwu 300 abasiyeke laba thina siyawazi umlando inkosi uMisizulu
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 2 года назад
Siyabonga Nhlaka!🤝
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
ngiyabonga nami
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Iqiniso amambuka akuhulumeni njengoba esho ubaba ngixolisa ukungazi igama inkosi ikhona
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Njeee uqinisile
@siyabonga8687
@siyabonga8687 2 года назад
Nhlaka mfoka gatsheni muhle umsebenzi wakho zingelwayo! Ngikuthulelela isigqoko mfokababa!
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@mbongisenintuli6461
@mbongisenintuli6461 2 года назад
Inkosi ayibekwa kodwa iyazalwa
@thulanivincent963
@thulanivincent963 2 года назад
Ngimthandile kakhulu lona ophawule ekugcineni ngampela okuningi uhulumeni wethu esmkhetha akalifuni iqiniso Uma ungakuyena uyachema siyacela bengayibulale lento yethu ediyithandayo plz
@sizwelungani8057
@sizwelungani8057 2 года назад
Siyabonga kakhulu Gatsheni ukusethulela Izindaba ezinkulu kangaka
@mindloz7354
@mindloz7354 2 года назад
Gatsheni!! Uyasiphoxa isizwe lowo odukisa abasendlunkulu. Lento iyaziwa , kungenzeka kanjani bengabasebukhosini bangazi about the great wife. Hlanga lomhlabathi!!! Ume njalo. These are unnecessary meetings , i agree. Lihle iqiniso!
@mfihlakalontshengese353
@mfihlakalontshengese353 2 года назад
Siyabonga Gatsheni ume njalo
@sizwesamagambushechonco8717
@sizwesamagambushechonco8717 2 года назад
UMacingwane uqinisile, kakusibo ubukhosi bakubo lobu. Bahlezi besikhumbuza abaNtwana ukuthi sinamakithi.
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Usho umntwana uThokozani? Ngokwazi kwami owasho njalo wayishiso ukuthi babelwela umntwana uSmakade Ngoba angikaze ngiyizwe kulaba abahamba ngeqiniso
@sizwesamagambushechonco8717
@sizwesamagambushechonco8717 2 года назад
Gwabini kumaVN kunomame onguMtwana oze abize Inkosi yakwaMahlobo/Ntombela ngesichitha sikigi. Kunalegenge koFacebook ezibiza ngo HRH akuve besitshela ukuthi kasinake ezasemakithi. Kamukho okhuza lowomhlola. Nakho nje wena Geda ngankomo yaseMahenyeni ukuthi Inkosi yakini kwaZungu ingabizwa ngeDuna? Ubukhosi obudala kangaka? Kodwa yizinto engabe kazinakeki lezo ukuba "abaNtwana" kabanalo ulimi olunenhlabathi
@MsMbally
@MsMbally 2 года назад
Siyabonga Bhuti ngifisa sengathi le channel ingadlondlo bala...Ibalulekile le -info you'll be surprised ukuthi ubeka Abantu abaningi emagumbini amane omhlaba esthombeni.Siyethaba!.Ngikufisela impilo ende Shenge qhubeka njalo usiphilise Baba!
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@lindanimncube7586
@lindanimncube7586 2 года назад
Siyabonga kakhulu ungadinwa
@Lindo87
@Lindo87 2 года назад
Sivumela kanjani uhulumeni azongena kubuKhosi bakwa Zulu ngoba sonke siyazi izinkantolo zafika nabelungu Kanti noMongameli ukhethwa yibo laba abakama izinwele ngezandla Sivuma kanjani ubukhosi baZulu bufune ukubuswa olunye uhlanga emhlabeni wokhokho bethu?
@sgidibayekhulu7219
@sgidibayekhulu7219 2 года назад
Ngonyama engathi ungama njalo ngyakulandela njalo futhi kuhlale kungthokozisa engkuthola engosini yakho mnewethu ngaphandle kosizo lwakho Mpongo ngabe anginalo ulwazi esenginalo syabonga Gatsheni
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Sinayo inkosi
@mthethelelimbizo4057
@mthethelelimbizo4057 2 года назад
I'm not a Zulu but umama uthetha inyani, kodwa ingxaki iphi abantu baphikisa inyani inkosi imgcine u SHENGE
@mondechaphi6754
@mondechaphi6754 2 года назад
Sothi o yilokhu wena okucabangayo loool Macingwane
@nomkhosizulu7262
@nomkhosizulu7262 2 года назад
Nina Besilo asidlule kulokhu iqiniso siyalazi.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 года назад
Gatsheni ngiyacela ungichazele Ngoba la Nami ngiyadideka izinkantolo Kanye nale lithimba lonqonqoshe lihloseni noma sekudliwa nje imali yentela.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
kubukeke kanjalo & ukewabuzwa umbuzo onjengalo
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 2 года назад
@@NhlakaNdlovu kunzima kulo hulumeni lo kodwa ke kancane kancane umnyango uvulekile kwamanye amadoda azophuma kungekudala.
@bakasenomotsamai266
@bakasenomotsamai266 2 года назад
the King is on the throne what is government waiting for?
@noziphomngoma469
@noziphomngoma469 2 года назад
Ngeke balunge abafuna ukuhlakaza umbuso wakwazulu kungachitheka gula linamasi
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Kodwa namambuka
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 2 года назад
Eyi kodwa maningi namambuka
@sibonisomazibuko3793
@sibonisomazibuko3793 2 года назад
A ngibonge ukuthola le video bt akufanele ngiphawule bt ngizophawula kancane nje abantu abanididayo abezindaba ayi umdeni phela engani bayahla Uma bethola izindaba Uma nje ni Ala imilomo nigabazisi lutho ngabe asikho kulesisibo ekuyisona manje
@nduduzongcobo5444
@nduduzongcobo5444 2 года назад
Ewu isinqumo asiphumi Gatsheni!
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
lutho
@ntokozomajozi6947
@ntokozomajozi6947 2 года назад
Thank you for sharing this information
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
My pleasure
@ayandagoba7702
@ayandagoba7702 2 года назад
muhle umsebenzi wakho bafo
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks
@nomzivilakazi72
@nomzivilakazi72 2 года назад
IQINISO LIYAKHULULANA BAYEKE UKUDUKISA ISIZWE
@mxolisizulu4995
@mxolisizulu4995 2 года назад
Ayisheshe Gatsheni le Video siyilinde ngabomvu
@siyahadebe6141
@siyahadebe6141 2 года назад
Kdwa lezigebengu Ze ANC zifuna ukudunga isizwe
@philanisikwili8907
@philanisikwili8907 2 года назад
There's no government above our ancestral Kingdoms of Africa, as Africans it is absurd to continue applying the laws that were created to subdue the powers of our Kings...Vuka muntu'omnyama....lento yabo Ramaphosa, as President or Prime ministers of countries in Africa IS ALL FOREIGN, as such we not yet liberated...You can't run your house matters,applying your neighbour's principles and policies it won't work...!
@BuhlebzNetwork
@BuhlebzNetwork 2 года назад
Amandla akho Zingelwayo ngeke aphelele obala ukuchitha isikhathi sakho usiqophele inkulumo ebaluleke kangaka ngisho izikhondlakhondla zemisakazo azikwazanga ukukwenza lokhu mina ngingowakwa Ntombela ngithi asikhule lesiteshi abantu abajoyine ngokuchofa u SUBSCRIBE yikho kuphela okobayinkokhelo yalomsebenzi omuhle kangaka ngifisa ukubona umklomelo we gold play kulonyaka.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 2 года назад
Thanks,akubenjalo my brother
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 2 года назад
Lodaba lwasendlunkulu lwesihlalo sesizwe sama Zulu ludungeka kanjena nje yingenxa ka hulumeni we ANC okuyizigebengu ezinkulu kulezwe...yini into eyaziwa wu mongameli ngesizwe sama Zulu,abe eyini yena ezongena izindaba zobukhosi...singama Zulu siyawazi amasiko wethu asidinge lulwane eliwuhulumeni noma mengameli lizositshela ukuthi senzeni
@annie_rayngcobo4661
@annie_rayngcobo4661 2 года назад
Q.
Далее
SESIPHELILE ISIBAYA LAPHO KUZOGCONTSHWA KHONA ISILO
15:48
Modus males sekolah
00:14
Просмотров 11 млн
OSAZIWAYO
22:43
Просмотров 255 тыс.
ANGESULANGA KU ANC
19:08
Просмотров 42 тыс.
The House Of The Twelve Apostle Johannesburg Choir
4:53
K Wabantu
2:17
Просмотров 1,5 тыс.