Тёмный

Umlomo Weqiniso - uMntekhala | Shwi | Manyathi | Hlanganani | Izingane Zoma | Bula | Sginci Media 

Umlomo Weqiniso
Подписаться 2,9 тыс.
Просмотров 15 тыс.
50% 1

Umlomo Weqiniso - uMntekhala | Shwi | Manyathi | Hlanganani | Izingane Zoma | Bula | Sginci Media
uMntekhala uyaqala ngqa ukuveza uhlangothi lwakhe emva kwesigameko sokuhlukana no Shwi. Uveza ubufakazi ngengxabano nokuthi kwasuka kuphi.
Subscribe | Like | Comment | Share | Engage

Развлечения

Опубликовано:

 

1 июн 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 85   
@user-lu8km7by8s
@user-lu8km7by8s 6 месяцев назад
Awuuu waxokiza Shwii wathengisa ngo Mntekhala
@xolanimshengu6791
@xolanimshengu6791 Год назад
UMntekhala uhlakaniphile and ufundile uyamuzwa ngisho ekhuluma ukuth akasilo ihlathi...intengifundile kulenkulumo kaMntekhala ukuth abantu abamfuni umuntu olimelayo iqiniso nomuntu ohlakaniphile , bafuna engathi ungaba u'YES BOSS' noma sebekwenza is'lima
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 Год назад
Mfethu walikhuluma iqiniso lodwa ngvumelana nawe lapho bafo
@sandilehulumenii1822
@sandilehulumenii1822 Год назад
UManyathi wabulala iqembu elikhulu kangaka ngokusebenzisa uShwi 😢😢😢
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 Год назад
UShwi ngangi ngamazi ukth kanti umqondo wakhe mfishane kangaka.
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Год назад
Yena uSHwi wayevumelani ukuba yi condom kaManyathi. Wangidina kabi lowo baba. Umculo wabo bengiwudlala evarsity that time umaskandi ungadumile. Lento eyahlukana yangona umoya. Mfishane umqondo kwa Shwi
@mkhulisenimusamdlolo8675
@mkhulisenimusamdlolo8675 Год назад
Inja uManyathi ugolo lakhe nnxxa maan ubulala iqembu elikhulu kangaka
@MagicZakhe
@MagicZakhe Год назад
UJehova asigcinele wena baba uMtekhala
@bathethelelentaka1597
@bathethelelentaka1597 Год назад
ubaba Mntekhala mina ngiyamuzwa kahle kakhulu into oyifelayo ukuthi wawulwela amandla enu no Shwi kodwa yena wakudayisa kodwa asethembe ngelinye ilanga uyobona kuthi kwadliwa amandla enu mina nje ngikufisela inhlanhla kukho konke okuzamayo kodwa uManyathi ei wasimosha ngokusibulalela iqembu elingaka
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
👏🏾
@bhekixaba4533
@bhekixaba4533 Год назад
UManyathi wasibulalela iqembu elalilihle kanje nalo ikhehla lenyoni ladayisa ngeqembu yize kwakubonakala ukuthi kudliwa amandla enu and ngyacabanga ukuthi eyakithi yakhohliseka ngokuthi bathi nguye ungcono bamkhohlisa kakhulu nje UShwi
@mphilisenisithole1508
@mphilisenisithole1508 Год назад
Leli qembu labulawa ukubhayiza kukaShwi. Sengizilalele zombili izinhlangothi, kuyacaca ukuthi uManyathi wasebenzisa ukungazi lutho kukaShwi.
@dlungesnqobile869
@dlungesnqobile869 Год назад
Exactly bro nom eboniswa Uyabhayiza nje
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 Год назад
Wayibeka Yacac bhaa mkhaya shwi nje wabhayizA kakhulu.. Kusukela ekuqaleni Ngisho beqala ukubonana besedundee mabeyibeka yabona kuth ngokwakhe vele shwi wayesefuna kuphele ngaleliqembu
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 Год назад
Kunjalo mfethu ave ehlupha umuntu ofana no Shwi ozitshel ukth uhlakaniphile ekbeni eyisdomu futhi engafundile.
@mzikhonathelumusa9717
@mzikhonathelumusa9717 Год назад
mmmmh ai kunzima bafwethu liqembu sisalidinga ngempela .
@Mgabhazi-xd3cv
@Mgabhazi-xd3cv Год назад
Wi qhawe Mntekhala , Namanj akukholakali lokhu esakubon kunzima kulelizwe bt yamgxeka u Shwi kuyoyonke lento akabanga neqiniso bt akuhle lokhu nakithina singabalandeli
@ntuthukomntungwa9177
@ntuthukomntungwa9177 Год назад
😂😂😂😂 asisekho happy
@user-no4et1fs8d
@user-no4et1fs8d Год назад
Kwaze kwabuhlungu kodw lokhu yaz mina ngikholelwa kushwi nomntekhala bendawony cela kungenelele uhulumeni
@welcomenkosinathidube7805
@welcomenkosinathidube7805 Год назад
Ngikufisela konke okuhle baba umntekhala
@albertmwelase3528
@albertmwelase3528 Год назад
Hayi magubane mlide uzobuya wena wawulwelwa amalungelo
@siphamandlasimelane298
@siphamandlasimelane298 Год назад
Eish
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 Год назад
Asisekho isidingo salombuzo ngoba uMtekhala kade awuphendula ezinkundleni zokuxhumana ezahlukene. Kufana nokuthi usevuselwa imnjunju.
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Okay
@user-lu8km7by8s
@user-lu8km7by8s 6 месяцев назад
Qina mntekhala kuzolunga
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 Год назад
Manyathi owabulala iqembu elikhulu kangaka
@somgadukhanyilechannel3609
@somgadukhanyilechannel3609 2 месяца назад
Ewu madoda
@ntuthukomntungwa9177
@ntuthukomntungwa9177 Год назад
Dankie ukuletha uMthekhala
@syethembamlotshwa2429
@syethembamlotshwa2429 Год назад
Umkhize ka gree Los ngiyamaz
@sbukennethntuli
@sbukennethntuli Год назад
Kwafa iqembu elikhulu kangaka impela akukholakali namanje
@user-rz5sf3gm1m
@user-rz5sf3gm1m 2 месяца назад
Kanjani manje coz ixoki yilo leli,amaqiniso aniwafuni nibusy ngamanga
@siphesihlecannon7190
@siphesihlecannon7190 Год назад
Wena se udinga ukwesekwa be ucindezela imfez nje soke sbone slevu skazwelinke
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
🤣
@user-ld9fm8jc7e
@user-ld9fm8jc7e 10 месяцев назад
😂😂😂
@siphiwesihlecele6634
@siphiwesihlecele6634 Год назад
😢😢😢😢😢😢
@mymthulifezile5014
@mymthulifezile5014 Год назад
Kuzolunga bhuti omdala bayoze baxabane bodwa livele iqiniso unkulunku ngathi engakupha amandla
@faithmthembo481
@faithmthembo481 Год назад
Yaphela ngisalalele noma uyeza uPart 2
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Uyeza
@injebomvu
@injebomvu 2 месяца назад
Kodwa Msakazi ngathi ziyakubora lezindaba ,indlela ojule ngakhona 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Bafowethu iqiniso ngeke silazi ngoba omunye ubeka okwakhe nomunye ubeka okwakhe ,okuzosiza ukuthi samukele ukuthi impela lubhidlikile ubumba futhi alusobuye lulungiseke😭
@icrushyodalie5536
@icrushyodalie5536 Год назад
Khona kwakufanele babuzwe bendawonye kuMbuso Wamaciko
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Nginawe lapho
@icrushyodalie5536
@icrushyodalie5536 Год назад
@@umlomoweqiniso 🤝
@cebisomoyo1945
@cebisomoyo1945 Год назад
kunjalo mfowami noku supporter ngyabonga usupporter ngeqiniso uqhubeke crush🙏🙏🙏
@UbukaOnline
@UbukaOnline Год назад
Manyathi ufana nse ne ANC ebulala izwe,Yena uzobulala iqembu ngilithanda.
@user-so5mg5sk5j
@user-so5mg5sk5j Год назад
Baphi ohhashi no phuzekhemisi no thokozani langa no Ali mgube kufuneka bona
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
BENGINGAKHOLWA MABATHI USATHANE UNAMANDLA KODWA MASENGIBONA USHWI NOMTEKHALA BANGASACULI BONKE NGASHO NGATHI KUNZIMA KODWA NGIYAFISA UKUTHI USATHANE ASWABE NILUNGISE MINA NGINITHANDA NOBABILI MANGIBONA OYEDWA KUNGEKWO OMUNYE NGATHI NGINGAKHALA NGIYOHLALA NGINITHANDA KODWA NGATHI KUNGALUNGA NIBUYELANE
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
☹️
@mlungisisipho7169
@mlungisisipho7169 Год назад
Ngingayitholaphi le album yokuqala esihloko sithi woza baba
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Inkinga ke le, angikayitholi ku youtube nakuma streaming platforms
@lolomzet8239
@lolomzet8239 Год назад
Ayikho nto kaShwi Mantombazane 😂😂😂
@siphosenkosimanqele1410
@siphosenkosimanqele1410 Год назад
Yaze ya clean inkulumo kaMtekhala Amanga ngeqiniso akuhlangani sengisho ku Shwi ke
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 Год назад
Eqinisweni nje syanidinga thina nindawonye isithunzi this isithunzi that nani niyadingana
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
Manje le album eti woza baba ipume nini 😢 ngoba ipume ngo 1999
@LuckyPNdaba-hb4hn
@LuckyPNdaba-hb4hn 3 месяца назад
2000
@nkosinathikhumalo1342
@nkosinathikhumalo1342 Год назад
PART 2 BO AWUZE MFOKA MVELASE 🙏🙏🙏
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Uyeza bhuti
@bhekifanaphi8593
@bhekifanaphi8593 Год назад
Ey baze bakuphazamisa ke labantu abaphithizela endlini, abanye ngamafoni abanye bayakokota abanye bayabingelela abanye izithunzi zabo...besefana nokhuluma yedwa uMntekhala. Kodwa ke asibonge ukusilethela elinye iside ngokufa kweqembu.
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Siyaxolisa👏🏾
@brightonnhlakanipho199
@brightonnhlakanipho199 Год назад
Hhhh lingathathi iside inzima lena ifuna libahlanganis boyi 4
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
umntekhala kade ayichaza yonke lento ngonyaka odlule 😢 uyangixaka lomjita oti bezwa iside elilodwa
@mphathimbheleumhayi130
@mphathimbheleumhayi130 Год назад
Uqinisile nami bengithi ngzobona okusha kodwa lutho umehluko ukuthi umaqatha no dogzin abekho la
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@@mphathimbheleumhayi130 😁😁😁
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 Год назад
eqinisweni ngiyafisa ushwi athambise inhliziyo babuyelane beshaye ingoma cz sengibalalele bobabili cha ushwi ozwakale anenkinga
@UbukaOnline
@UbukaOnline Год назад
Ranger ayinikwa manyathi uyobe eseyishonisaphi
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 Год назад
@@UbukaOnline akangabe esamnika akamudle yona wayengaba thengeli ngani bobabili kwakuyiko nje ukubulala iqembu kwakhona ukuthi anike ushwi imoto omunye dololo
@SenzoNkwanyana-oc7cb
@SenzoNkwanyana-oc7cb Год назад
Kubuhlungu okwehlela leliqembu elikhulu kangaka. Siyafisa ngathi kungabuyiswana ngelinye ilanga. Iqiniso ukuthi bayadingana labo baba bobabili. Mlomo Weqiniso ngiyifisela inhlanhla channel yakho engathi ingandlondlobala. Maskandi uyaba dinga abantu abafana nawe abazowu phakamisa.
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
👏🏾
@mlukomsweli7187
@mlukomsweli7187 4 месяца назад
Asisakutholi ke okuthi udabukaphi ukhule kanjani bahlangana kanjani noShwi bafika kanjani eGoli bangena kanjani emculweni endleleni abebeyihamba bebobabili yomculo bekunjalo izingqinamba ebebedlula kuzo bebeyinqoba kanjani asikutholi konke lokho umnini wePodcast ugxumela ingxabano yeqembu okungukuthi leInterview ayingaye uMntekhala kodwa ngalona ongekho
@GcinohCele
@GcinohCele Год назад
Ngasho Kudala ukuthi uShwi ihlathi elidala, ehlohlwa oKhuzane noGeh😂😂😂 Uphi manje?
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
🤣
@khulekanimgaga3368
@khulekanimgaga3368 Год назад
Indlela ofake ngayo lombuzo wokuth kwenzakalani ngyayigxeka ngibona sengath uwuphuthumile. Unless interview ubuvele uyihlelele okwaz lokho. Kodwa Podcast yakho ngath quality yakho ihamba phambili compared to esengiwabonile. Muhle umsebenzi
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
👏🏾
@Mgabhazi-xd3cv
@Mgabhazi-xd3cv Год назад
Ixoki ushwi shut yena ikhona imali ayithola eceleni
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
U part 2 uzoyifakazela lenkulumo. Ubhule khona mfo
@muziphungula4510
@muziphungula4510 Год назад
Kungenzeka kube nakhona wayexhoshwa oDludla noManyathi. Babona lapho kwehlela ngakhona. And its possible they both knew(Mthwalo noShwi) about Sigingci Media. uMtekhala yedwa okwakubukeka engazi kuqhubekani. Kodwa futhi ebuye ebubambe ubushompeshompe
@sisandandlangisa8012
@sisandandlangisa8012 Год назад
Weeee sekuphelile nangalowo Shwi 😂😂 masimba mani nj lawa athi uyawacula🚮
@ntombiyomzulu7010
@ntombiyomzulu7010 5 месяцев назад
eyingoba umunti omnyama,lomkhize ubedla amandla abo,ngikufisela okuhlekodwa bhuti umuntekhala
@siyabongakhuzwayo4277
@siyabongakhuzwayo4277 Год назад
Mf2
@umlomoweqiniso
@umlomoweqiniso Год назад
Khuzwayo
@user-lu8km7by8s
@user-lu8km7by8s 6 месяцев назад
Awuuu waxokiza Shwii wathengisa ngo Mntekhala
@greytonmkhokhelitshuma8218
@greytonmkhokhelitshuma8218 Год назад
Uyezwakala ubuti uMtemkhala sengathi bengayehlisa imimoya bonke lo Shwi babisele iqembu
@muziphungula4510
@muziphungula4510 Год назад
Kusho ukt malibuya engabuyi uMthwalusobhokweni noManyathi, bobabili ababulali beqembu.
@user-lu8km7by8s
@user-lu8km7by8s 6 месяцев назад
Awuuu waxokiza Shwii wathengisa ngo Mntekhala
Далее
Базовый iPhone 16
00:38
Просмотров 347 тыс.
Вот почему 😐
0:59
Просмотров 2,5 млн
Утонуть НЕВОЗМОЖНО 😱 #Shorts
0:19