Uma udalelwe ukuba nama business noma ungaya kosebenza uyabuya uqhubeke nama business owadalelwa wona nangu noMlungu ekuvulele ngoba wena awazi ukut udalelwe ukuba yi Boss
😭😭😭udaba luka cc lufana exactly nolwami nkosiyam nd angazi nokuthi ngenzenjani plus nginengane ezoya ka Matric soon uma isi apply for NSFAS kuzovela ukuthi mina nginezimali engingazazi 😢😢