nam ngyakthanda nje Dondaluphakathi inhlonipho.yakho nje ndodana konke lokhu abakshoyo ngawe angikuzwa sdalo inhonipjo yakho nje ivele ikugeze konke okubi
Ntengicelayo mina SK ungamthinti umgodi kule album yakho,iphuphile leyanto and yovuswa uwe make waythinta,ngicela udlale ingoma uncokole noSgwebo Ali nabanye but not Mgodi please,ngfunukubona okhiphani masekhipha njengoba ekotela nje
So wena ukhombisa ukuba short minded uthatha umbono womunye umuntu usuwenza into ekhona ...why ungazikhulumeli wena owakho umbono if unawo cos naye lo king Khuba wakho kwakuwum'bono wakhe lowo ayewusho cos awukwazi ukuphikisa umuntu if ezichaza indlela ayiyo cos akekho umuntu obona okungaphakathi enhlizweni yomunye ...