Haaaaa😢nkosikazi awuziphathianga kahle nawe.making excuse with alcohol. How can you sleep with a man in your house? Children around.catching feelings .you need a psychiatrist as well.
Khona umfazi uyayidinga that respect. Give your wife the space and respect she deserves, kodwa to bring the whole squad of your male friends edlin uthi lomfaz uyithola nini ifreedom yakhe.
Ngokwesizulu if wenza into enjena kusuke udlulisiwe abantu ophilanabo emphakathini ngenxa yokuziphatha or udlulisiwe ngenxa yokwenza izinto kunesifo ekhaya bese bethola abantu babaze or imfebo nje yokweyisa or ukwedelela ukungabinasimilo.