Тёмный

USHIYE ANGALAZI UCELA ZIMNIKE KU MGUBE NO NJOKO BABANGA IFA LOMCULO 

EZIKABHOQO WORLD STUDIO TV ZA.
Подписаться 12 тыс.
Просмотров 45 тыс.
50% 1

SICELA WESEKE EZIKABHOQO NGOKUTHY UCOFE USUBSCRIBE AND SHARE AMAVIDIO UHLALE NATHY NJALO NJE SIYABONGA KIBO BONKE ABASESEKAYO KWANDE INKOSI INIBUSISE

Опубликовано:

 

7 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 90   
@siphosibiya1022
@siphosibiya1022 2 года назад
Umgube wabarongi ingoma yayimnandi esacula nocela
@khanyiakhona9096
@khanyiakhona9096 2 года назад
Shonaphaaaaaansi💥 ngyathanda kwabangthandayo. Lalihle iqiniso lokwazi Ukuthi nahlukana kanjani noAli emva kokuba eseqambamanga kwiInterview yakhe. Big up baba uCela😊❤️❤️❤️
@bonokwakhemajola5144
@bonokwakhemajola5144 2 года назад
Ayigugi lendoda selokhu ngayazi inje
@phikhonabonisiwe2515
@phikhonabonisiwe2515 2 года назад
Wabenza Ubuntu uMtshengiseni
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 года назад
Wona ushuni wamaSAP owangakithi thats why kwanele kwahamba uCela waphela up Celas...
@thulanichristopherkhumalo795
@thulanichristopherkhumalo795 2 года назад
Ngyabonga Cela Kabi Yami bengifisa ukuzwa iside lakho emva kokuzwa u Ali ebeka elakhe, ngikuzwile shlahla esathela badla oclever bahluleka ukusichelela waykhulumela emlilweni lobhuti Nafa yindlala
@RealTV11
@RealTV11 2 года назад
Your work is on point but please edit properly 👌👌 but ke umsebenzi muhle
@ezikabhoqoworldstudiotvza.
@ezikabhoqoworldstudiotvza. 2 года назад
ngiyabonga Neyo ndoda ikhona ukuthi ziznto azikahlangani kahle ndoda ngisazama ngifunda kunina madoda no Dawude bengifunda naye le Dut uyangazi uJobe ngiyabonga kakhulu khehla
@vincentmabaso5017
@vincentmabaso5017 2 года назад
Siyabonga ngenisenzela khona ukusilandela amaciko ethu,kodwa inkinga okmele niyilungise iyodwa nje vo.Ngifisa sengathi ningayenzela endaweni evalekile i interview yenu ngoba kuzwakala ukuhaza komoya egcin engasezwakali umculi.Ngyabonga🙏
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 2 года назад
Ey yabona imali bafwethu iyisono Buka namhlanje kuxabene uShwi noMtekhala ngayo imali
@thubelihlesamkelo2266
@thubelihlesamkelo2266 2 года назад
Indoda eyaduma kusadlala ama cassette long live Cela...
@manikinikimjoli202
@manikinikimjoli202 2 года назад
Kkkkkk inkunzi endala
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 2 года назад
Ngikuzwilemina unjalonje akukho omkhulumakabi uchazakahlenje ujehova abenawe negamalakho balikhumbule bakucashe
@siyat3316
@siyat3316 2 года назад
Kahle kahle u Ali uyiphinxiphinxi
@thobekani60
@thobekani60 6 месяцев назад
😂
@sgiyangengomayoutubechanne291
@sgiyangengomayoutubechanne291 2 года назад
Good interview but be professional next time when you edit susani amaphutha🤝
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 Год назад
Ukuhlukana kwenu kwaphela ngama sap cela was the main man umgube ukucula phela akakwaz😂 nikuba samlalela nje ingenxa kaCelas
@ThembelaniNtombela
@ThembelaniNtombela 4 месяца назад
Ngiyakudinga nami ngingufokantombela
@siyabongakhuzwayo4277
@siyabongakhuzwayo4277 2 года назад
Bafo uma wenza interview bheka indawo ehlelekile
@zothanintombela6254
@zothanintombela6254 2 года назад
Khuphuka Celas uyena mculi engaqala ukumlandela lona uyena futh engangithanda ukumlingisa
@siphathisiwemoyo5360
@siphathisiwemoyo5360 Год назад
Cela mfethu uyinkunku bafo indondo zakho amagolide labafana bazini ngoba umgundulu. Labafana abanakho okwabo BASHAYA intozabantu. Uyinqele kulabafana abayimgundulu
@skhundlovu8882
@skhundlovu8882 Год назад
Sthole nkabi yami
@mpiloinamie9871
@mpiloinamie9871 2 года назад
Bhriiiiiika Njoko savota ngampela ke lapho 🤣🤣🤣🤣 yey liqinisile iqhawe sasingalali ubsuku nemini sasiqhafaza kumaSelula 🤞😂😂😂R220 airtym everyday😋🤸🤣🤣sayijulukela leyoBestMaskandi
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Kodwa lensizwa uyayibona futhi uyizwa ikhuluma akuyena umuntu ikhanda ukukhuluma and uyayibona iyacasuka masinya.Umoya wayo uyaphakama but uma umsukelile ngokwami ulungile but ushidi Akawumeli
@thulebonazimpi546
@thulebonazimpi546 2 года назад
Wakhuluma bhuti
@vincentmabaso5017
@vincentmabaso5017 2 года назад
Mina ngifisa sengathi ningayenzela endaweni evalekile i interview singagcini sizwa umoya kakhulu kuneqhawe enilimemile.Ngyabonga🙏
@goodnaturenomusa3626
@goodnaturenomusa3626 Год назад
Akusekho Maskandi manje kwagcina ngani baba
@siyat3316
@siyat3316 2 года назад
Ikhehla lakwaSthole dankie CELA zimnike
@mmxzinyanelomntwanangxongo6659
@mmxzinyanelomntwanangxongo6659 2 года назад
Khuphuka Cela,anibosivalela umsindo wezingane ezichwazeceleni bafo
@gugublake911
@gugublake911 2 года назад
😂😂😂😂😂
@mxolisingobese3877
@mxolisingobese3877 Год назад
Uyakhuluma iqiniso lobaba🙌
@sibusisog-hq7vl
@sibusisog-hq7vl 2 месяца назад
Okwaziyo ngabantu abansundu badume ngombango wamafa kanye nokuqothana ngezibhanu ..sinabameli sinezinkontolo...hambaniye kubameli bafowethu nihlenge izimpilo zabsntwana😢
@nthurokhaflandihwanqa2246
@nthurokhaflandihwanqa2246 2 года назад
Ungathi ubhut omdala ka Lorch
@mphatheningubane411
@mphatheningubane411 2 года назад
Ngiyabonga iqiniso siyakwazi lokho akakhokhe u ali
@fourlywood1121
@fourlywood1121 2 года назад
Obani ubuhlathi madoda? Ayenziwa yin editing?
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on Месяц назад
Sbonge baba iqiniso lokhu kumfana bengahlula wena kusafudumeza
@siyat3316
@siyat3316 2 года назад
Maphila ngegazi labantu uAli ,kunjalo baba CELA zimnike syakuthanda
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 2 года назад
Ngyabonga Celazimnike wayibeka mft Indidani kwakungathi iyona enochuku
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 6 месяцев назад
Ngyakwazi mina cela ukuthi uyalbeka ijoka entanyeni ikho bexokozela baklinye malume
@menzinkomo4906
@menzinkomo4906 2 года назад
Anofika nangakithi ABAFANA BAKAMZILIKAZI
@senzombuli42
@senzombuli42 2 года назад
Cela ngenke sikulahle
@thobanitommy2585
@thobanitommy2585 2 года назад
Iqhawe lami leli syalikhumbula
@muziwakhilekhoza192
@muziwakhilekhoza192 2 года назад
Mawuphola umsebenzi wenu.
@fernbrook431
@fernbrook431 2 года назад
Ibani proffetional Nina nenzele endaweni evalekile bo sizwa nezingane la
@tnashehungwe149
@tnashehungwe149 2 года назад
Umningi umsindo lana
@njayibhoza
@njayibhoza 2 года назад
Kanti ni edit kanjani madoda 🙇🏿‍♂️kwavela amaphutha.
@nomngcefe1688
@nomngcefe1688 2 года назад
Iqiniso lithi wenza kangcono uAli ungasekho wena, loshuni wakho yabheda nduna
@thobilengubane6867
@thobilengubane6867 2 года назад
🤣🤣
@mosesmkhizephakamani4908
@mosesmkhizephakamani4908 2 года назад
Wenzaphi kancono?
@nomngcefe1688
@nomngcefe1688 2 года назад
@@mosesmkhizephakamani4908 stupid question
@bhekimpilobhekimpilo5213
@bhekimpilobhekimpilo5213 2 года назад
Shukut wena weza ngokuhlakanipha ku Ali
@mthandosithole3753
@mthandosithole3753 2 года назад
Ngingamvumela impela uCela kulokhu akushoyo ngake ngathi ngise Gallo Music siyeku Nganeziyamfisa Ntuli saduka sazithela e office labo bexabana kabi kabi uCela no Ali
@mduduzimathe6372
@mduduzimathe6372 Год назад
Cha Asibonge weCela mina ngiyakuvuma ndoda
@mpiloinamie9871
@mpiloinamie9871 2 года назад
Up qhawe lami Cela's 💛🖤💛🖤wayibeka kahle indaba yacaca 🙌 qhubeka ukhiphe Sosha lami sokweseka ....😋❤️🔥💦 Kushomina uShao inkosi yabalandeli kwelase150(mnambithi)🤸🤣
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 6 месяцев назад
Mgube wafikelwa usathane wokthanda imali ngyabonga mina ngangumlandeli wamasap indlela enanidlala ngayo ngyafisa nibuyelane inkunzi emancushe kwangoni ngzinze ejules
@melusisithole5568
@melusisithole5568 2 года назад
Ngyajabula ukubona ucela zimnike ku interview ngiyabonga
@homeofmaskandi6228
@homeofmaskandi6228 2 года назад
Manje ikhona ku Editor lokhu okwenzile? aii ndoda nyusa amasokisi uyabona ama interview oMaskandi ahleleke kanjani manje uzosala. awubukele la ko Realtv one nakwamanye
@bhekimshengutv1177
@bhekimshengutv1177 2 года назад
KWESINYE ISIKHATHI UBOQALA UNCOME BESE UYAGXEKA UMONA
@sandilembatha583
@sandilembatha583 2 года назад
Ngyakuthola mfoka mtshali
@phakamanisithole9058
@phakamanisithole9058 2 года назад
U Ali impela ulixoki yikho izinto zakhe zihamba zibe nezinkinga walahla umuntu owayemdlalela ushuni wakhe manje ayisekho lento ayenzayo
@bhekimpilobhekimpilo5213
@bhekimpilobhekimpilo5213 2 года назад
Angivumelani nawe webhudi mawuthi waqhamuka negama lama SAP ekubeni umgube waqala ama 10111
@bawelilengubane6863
@bawelilengubane6863 2 года назад
Ayi kodwa baculi bakithi nibulaea wu dumo ngobs umuntu uthi ukudums angene shi ebsfazini bese niphela nya. Nigobheke. Nibe yigobhe nje
@user-zv6km7fz9q
@user-zv6km7fz9q Год назад
Celas
@BantuTV_1
@BantuTV_1 2 года назад
Nkabyam uyenza lento amnandi ama interview akho nkunzi
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on Месяц назад
Uyasdakelwa lomfana besingavotela i 2k thina nakhona lisalingisa
@maredodlamini8981
@maredodlamini8981 2 года назад
Madoda yiNkabi
@njengobanimageba9075
@njengobanimageba9075 2 года назад
Mfowethu ngicela ungipha I interview kuyi Channel yakho
@ezikabhoqoworldstudiotvza.
@ezikabhoqoworldstudiotvza. 2 года назад
Ngicela ungithinte kule Nombolo bafoo 0728552729
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 2 года назад
Iqhawe leli
@bhekixaba4533
@bhekixaba4533 2 года назад
Isosha lami
@ssikhakhanessikhakhane6575
@ssikhakhanessikhakhane6575 2 года назад
Ngimthandaaaaaani
@sibusisoleninbinza8678
@sibusisoleninbinza8678 2 года назад
Sewunenkulisa yini Cela noma ubuseduze kwezingane ezishiywe ngonina yini 😅
@ThembelaniNtombela
@ThembelaniNtombela 4 месяца назад
Utholakala kanjani umfethu
@athenkosidlendle5181
@athenkosidlendle5181 2 года назад
Ningayenzi into engenziwa lmao..cela zimnike
@ezikabhoqoworldstudiotvza.
@ezikabhoqoworldstudiotvza. 2 года назад
SIYABONGA KINI NNONKE BAFETHU KAKHULU
@bhekifanaphi8593
@bhekifanaphi8593 2 года назад
So wehlulekile ku editor, usiqashe ma uhluleka sikuthakathele thina nkunzi.
@siyandavilakazi1036
@siyandavilakazi1036 2 года назад
Kuyiqiyana okumfoka Mgube
@zakheleningubane854
@zakheleningubane854 2 года назад
pho awuwathathi ngani AMASAP we Cela ?
@bhekimshengutv1177
@bhekimshengutv1177 2 года назад
CELA UMGUBE BENGISEBENZA NAYENAWE SIYABAZI UBUXOKI BAKHE MANJE UMBEDO LEYANTO
@zakheleningubane854
@zakheleningubane854 2 года назад
ayiii thula wena khehla uyihlathi lokugcina
@phephisaniskhosana856
@phephisaniskhosana856 2 года назад
Allison ulixoki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 2 года назад
Wagugaaaa ucelaaaaaaa aybooo wamshaya umhlaba
@sakhisenimbatha1724
@sakhisenimbatha1724 2 года назад
😂😂😂
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 года назад
Selokho ngamazi mina uCela unje Sbo
@lethabomakau2118
@lethabomakau2118 2 года назад
@@sakhisenimbatha1724 🤣🤣🤣🤣
@sakhisenimbatha1724
@sakhisenimbatha1724 2 года назад
@@lethabomakau2118 OWANGAKITHI 🤣🤣🤣🤣EMSINGA ESIFULENI
@goodnaturenomusa3626
@goodnaturenomusa3626 Год назад
Akashaywa umhlaba uyakhula akekho nje umuntu okhulayo obaba bakho balingana nobhuti bakho nje kini
@bizwelihlekwenzakufani4649
@bizwelihlekwenzakufani4649 2 года назад
Mmm lelikhonde layona into yayiyinhle kangaka buka nje manje kunjani😔🤔
Далее
UNJOKO EGEQA AMAGULA NGENXABANO KA NGIZWE NO KHUZANI
15:08
UKHUZANI UTHI IJELE KWAKUFANELE LEHLUKANISE UNYAKA
13:16
Ocela Zimnike Iyababa Intelezi 2024 Cd Promo
4:47
Просмотров 12 тыс.
Ukhozi FM TV: Sixoxa noBab'uPhuzekhemisi
39:42
Просмотров 28 тыс.