Тёмный

UTHAKATHWA UBANI?? | S1-EP4 | Ngithakathwa emndenini & akulapheki 

Blaqlife TV+
Подписаться 58 тыс.
Просмотров 17 тыс.
50% 1

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthakatha

Опубликовано:

 

1 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 33   
@MandlaBiyela-y2g
@MandlaBiyela-y2g 4 месяца назад
Umama uma ebuzwa ipresenta ukuthi uma engamlethela umelaphi wendabuko azobasiza ekhaya akline angavuma yini,uyangabaza, akaphumeli obala,useze uyabuza umsakazi ukuthi ubaba yena uyamthanda yini, nakhona uyambona ukuthi uyangabaza,kodwa ngoba kuyaphoqa aphendule usethi uyamthanda,UMBUZO?angaze ashiye umuzi wakhe isithabathaba somuzi ngenxa yokuthakathwa umfowabo,akamxoshi ngani umfowabo,balungise izinto zomuzi wabo,ngeke ubambelele ezwini elashiwo umama ongasekho lokuthi bangalahlani,uze ulahlekelwe umuzi wakho,isigcino lobhuti uzothakatha ubaba wakwakho, aphume ashiye umuzi,umuzi ube ngoka bhuti Lona othakathayo,cabangisisa kahle mama,uma kukuthi uyamthanda umyeni wakho.
@NelisiweNgcobo-wq3ut
@NelisiweNgcobo-wq3ut 3 месяца назад
Mfuneleni Bo inyanga uMama ngeke, indoda yakhe iyamthanda
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 2 месяца назад
ngyanitshela uSchaka ilenhlobo ehlala iskhathi eside ingajoli, kodwa makuxoxwa uzokwenza engathi uyajola🤣🤣😂😂.......ngyayaz letype kaSchaka!!Ayivezi lutho ngelove life/personal life, uyakuyeka nje ucabange lento oyicabangayo😂😂😂
@lorramokoka7778
@lorramokoka7778 4 месяца назад
Nice show keep it up
@sizwemngomezulu755
@sizwemngomezulu755 4 месяца назад
Indaba yonakala ngokuthi nivumele lomah wengane angene endlini yenu awukwazi ukusondeza inyoka eduze kwakho vele izokuluma. Bese ngibuya la ekutheni eyokubuyela kini angeke ikusize lungisa umuzi wakho uhlale kuwo baningi abelaphi bendabuko abangakusiza kulenkinga vele kini bazokuvumela ubuye ngoba uthi eyakho imali wawondla ngayo umah wakho ave benonisa kodwa labazali benu there is no such thing as ukubuyela ekhaya uma ukade uganile, kwakumele ufike wakhe umuzi wakwaHadebe ecakwakini la ozohlala khona nezingane zakho ngoba lento oyenzile izohluphekisa izingane zakho kusasa kwanani seningasekho sekumele zihlabe izinkomo nezimbuzi zilungise umonakalo okumele ngabe niyawulungisa nisaphila ngoba umnyombo seniyawazi. There was really nothing wrong ngokwamukela ingane yomyeni wakho kodwa bekumele kube nendlela yokuth ingane ilethwe ngomunye umuntu hhay unina nqo ngoba lomama wanele wabona lomuzi wawubona ufanele yena
@InamandlaMpanza-yx7np
@InamandlaMpanza-yx7np 4 месяца назад
Waze wakhuluma kahle bhuti iqiniso lodwa
@nzululwazimtolo1269
@nzululwazimtolo1269 4 месяца назад
Eh madoda kwabuhlungu lokhu. 😢😢
@BongiweKunene-ue2bp
@BongiweKunene-ue2bp 3 месяца назад
Ngivumelana ne comment ka Portia nyathi dango cc lapo siyazi leyonkulumo
@ThandiweMilicentZikhali
@ThandiweMilicentZikhali 3 месяца назад
Yebo sesingenile isichitho siyasebenza akabe gquma ageze aphalaze esalinde usizo lwenyanga senza nabantu bakunyanye yaxoshwa ngisho nasemsebenzini asilungile nje neze
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 4 месяца назад
Umyeni wakho cc makaye ethuneni ayoxelela umama wakhe uba kwenzekeni and uyamkhupha kwakhe
@Mosotho.2
@Mosotho.2 4 месяца назад
Wow my king 😊 Sesotho is my language🤩
@judithzungu
@judithzungu 4 месяца назад
Morning s
@PortiaNyathi-wx4hp
@PortiaNyathi-wx4hp 3 месяца назад
Lungisa umuz wakho cc bese uxosha loskhothen ahambe
@ayabulelakhozaayabulela6661
@ayabulelakhozaayabulela6661 4 месяца назад
Soze siyopumula kuphi betuna ngabatakati
@BongiweKunene-ue2bp
@BongiweKunene-ue2bp 3 месяца назад
Buyela cc akukho okungalungiswa zama ubuyele
@mandlajeffrey6241
@mandlajeffrey6241 4 месяца назад
Mmmm naze nahlukumezwa into eseceleni, cabanga manje niyoqala phansi impilo
@NomusaMahluza
@NomusaMahluza 4 месяца назад
Umlungisi uzithela isisila kubanjalo nje
@Lily-y7s3m
@Lily-y7s3m Месяц назад
Gogo buyela ekhaya sumdala manje
@NomusaLuthuli-hj9cy
@NomusaLuthuli-hj9cy 3 месяца назад
Abave bezoshayana abantu ngaloluhlelo
@genesisnzama1693
@genesisnzama1693 2 месяца назад
Nina nidlalwa ilomama lomama useyajola
@phumzileevidence4993
@phumzileevidence4993 Месяц назад
Ngazsngamthsnda lomama❤❤❤
@ThandiweMilicentZikhali
@ThandiweMilicentZikhali 3 месяца назад
Lungisani bandla ubuyele emzini wakho maShezi ningajabulisi izitha isichitho siyalapheka 🤞
@ThokoSimelane-y1n
@ThokoSimelane-y1n 15 дней назад
Kunzima🎉
@NontobekoHadebe-kf6ic
@NontobekoHadebe-kf6ic 4 месяца назад
Siyefana cc nami ngisanda kuzwa kuth ngishawa umnewethu umona wokuth ngiyaphumelela yena utshwala namantombazane okubuhlungu nje wadlengula nengane yami ngaphinde ngangakuthola ubulungiswa
@SiphiweMchunu-sr1dz
@SiphiweMchunu-sr1dz 4 месяца назад
Noma ngabe wakhuluma ugogo ukuthi ningalahlani nomfwenu wayengasho ukuthi hlalani ndawonye funelani lomuntu indawo yakhe ahlale yedwa ngoba ninemali nimondle ekhona lapho lumhuqatshwala
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 4 месяца назад
Yho kunzima funani umuntu azolungisa ungavumi ....sekusebenza ischitho nakuwe
@LoveJesus-gm1vz
@LoveJesus-gm1vz 4 месяца назад
Usathane wafaka amanetha emshadweni wenu ebona impumelelo ephambili,leyo ngane lonina ngamathunyelwa
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 4 месяца назад
❤❤❤❤❤
@BongiweGwala-l7y
@BongiweGwala-l7y 4 месяца назад
Ngyakthanda mama buyela emzini wakho uyakthanda ubaba
@NkululekoThusi-cz3ry
@NkululekoThusi-cz3ry 3 месяца назад
Yoooo
@ConfusedHorseShoe-sx3cn
@ConfusedHorseShoe-sx3cn 4 месяца назад
Morning 🌞
@khanyicele3688
@khanyicele3688 4 месяца назад
Were there is love,there is a way😍
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 месяца назад
Mashezi❤
Далее
Лиса🦊 УЖЕ НА ВСЕХ ПЛОЩАДКАХ!
00:24
Лиса🦊 УЖЕ НА ВСЕХ ПЛОЩАДКАХ!
00:24