Тёмный

UTHWELE USIHLE MASANGO : EP 1 

Nhlaka Production
Подписаться 98 тыс.
Просмотров 239 тыс.
50% 1

ZIKHULUMELWA PHANSI EZIKASIHLE MASANGO WASOLUNDI ENJOMELWANE

Опубликовано:

 

30 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 227   
@MavisMasuku-c5n
@MavisMasuku-c5n 5 месяцев назад
Uzuguqile ngenhlonipho yabazali, uzehlisile. Uzalekile yazi. Umuntu ngumuntu ngabantu. Mina ngilindebele lika Bulawayo, ngithi halala halala. ❤❤
@sbonisosbo5491
@sbonisosbo5491 3 года назад
inhlonipho nokuzithoba kanye nokvuleka komqondo... ukmaz umunt omdala nokqina edolweni... sithi ishlabelelo unothando umkhululi... unomusa kithi... cha isebenzile insizwa sengilangazelele isiqephu esilandelayo sincele nathi kogwansile... hleze singagcina sifinyelelile kulesisigaba bathokoze abazali...
@fundidlamini9019
@fundidlamini9019 5 месяцев назад
Anginelisekile ngomethuli wohlelo ,😢 amaphaphu aphezulu uze abhede namagama!! Usejuluke umanzi te
@louismlotshwa9009
@louismlotshwa9009 3 года назад
Umsamo mawugezekile izinto zikuhambela kahle kuyaye kuthiwe umuntu uthwele kanti cha, umsamo nokwazi ukuthi ufunani ezweni syayibongela lensizwa ukhuphuke njalo qhawe👏👏
@dumsiledlamini6907
@dumsiledlamini6907 5 месяцев назад
Nitabese utfolani ngekwati loko
@sifisocele2351
@sifisocele2351 3 года назад
Sifiso,faka i t shirt ekulinganayo!hhayi suka!
@nhlakaniphombatha5769
@nhlakaniphombatha5769 2 года назад
pho kunani uma ethwele ...hambani nani niyo thwala ..habe umona kubantu
@MarthenTsolo
@MarthenTsolo 5 месяцев назад
Did you hear your self jealous may be and you you have mamlambo
@zinhlethabile3294
@zinhlethabile3294 3 года назад
Myeken wakhile nje sifuna lokho vele bakhe imiz yobaba mkhulu qhubeka mfana wmi
@injebomvu
@injebomvu 3 года назад
Hhey njalo makuphumelela umuntu omnyama kuthiwa uthwele kodwa abelungu abasolwa sdalo
@sandilemgube485
@sandilemgube485 3 года назад
Cha lona umuzi oyfanela meminye nje angiboni Mina into ekungathiwa uthwele nje lana
@kwandaduma2080
@kwandaduma2080 3 года назад
OMnyama uma ephumelelakuthiwa uthwele akaze kwathiwa izibusiso azalwa nazo.
@samkehdemazana3431
@samkehdemazana3431 Год назад
😞🤞🏼Eyybakithi koda ukuba umuntu omnyama ngabe umona uyophela nin😮
@OkaMkhabela
@OkaMkhabela 3 года назад
Ngaze ngamthanda u Makotie isizotha 👏😍, nomndeni wonke nje uyangibusisa
@Firstdocumentary12
@Firstdocumentary12 3 года назад
Halala bafo I am inspired by you I am working as a teacher uyangibusisa
@nontobekosnenhlanhla634
@nontobekosnenhlanhla634 3 года назад
I think bekungancono ukube Isihloko sithe Ungubani uSihle Masango.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
Nesingeke sihehe: ngike ngabhala ngaleyondlela🙏🙏🙏
@nathingcobo4385
@nathingcobo4385 3 года назад
So uheha ngamanga?
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
🙏🙏🙏
@DuduzileZwane-i4q
@DuduzileZwane-i4q 5 месяцев назад
@@nathingcobo4385😂😂
@velaniclive1787
@velaniclive1787 3 года назад
Ngicabanga kuthi likhona busineess alenzayo ecelen ngoba phel lezimoto anazo ziyabiz bafowethu
@phindilezondo2887
@phindilezondo2887 Год назад
Umona kumuntu omnyama ungambongisi bese uthi uthwele awthwali ngani wena mawuzoba nenqgondo njengalensizwa , ngyakubongisa mina mfwe2 🎉🙌💯🙏
@bongamdlalose91032
@bongamdlalose91032 3 года назад
Makukhulunywa ngesbusiso kusuke kukhulunywa ngento enjena enjena
@siphesihlethabethe5159
@siphesihlethabethe5159 3 года назад
Yinkosi ekubusisile bhuti siyakubongela ngifisa ukuzibona ngphumelele nje ngawe umusa kajehovah uyakulandela
@sibekezelosibiya3580
@sibekezelosibiya3580 7 месяцев назад
Mina ngiyaphika ukuthi uthwele sikhule sonke sifunda nabo kuvele kubo kumiwe kahle kulomuzi
@SimphiweFortunate-l8w
@SimphiweFortunate-l8w 5 месяцев назад
Yazi Nami ngiyala angivumi lomuntu akathwele nkosiyam, phela nalo Muzi awumkhulu ngalendlela ukuthi sebengaze bemcabangele, wona ukhona lomuzi and mkhulu wona, yazi kunemizi emkhulu endlula Lona kodwa engalandelwa
@NobuhleMvubu
@NobuhleMvubu 24 дня назад
Impumelelo nje yakhe bona bakhule kahle
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 5 месяцев назад
Akwande boo,siyabonga ukubona umuntu omnyama ephumelele ngalendlela
@sibusisomthethwa5551
@sibusisomthethwa5551 2 года назад
Umfwethu akenze i breathing exercise anganqanyukelwa umoya uma ehefuzela otherwise uza kahle verry soon uzobe esephumelele kakhulu
@kz-maphisatv6113
@kz-maphisatv6113 2 года назад
the presenter is good,,, keep it up
@thabanimakhathini1771
@thabanimakhathini1771 3 года назад
Bhuti wami umsebenzi wakho uyabonakala muhle umsebenzi wakho
@SlindileDube-jq5bi
@SlindileDube-jq5bi 5 месяцев назад
Kanti nina anithwqli ngani bakithi yekani ezinyingane zithwale
@sibonisogumede7874
@sibonisogumede7874 3 года назад
Uyahefuzela bafo and unokutatazela... Lokho kwenza obukele agcine enaka wena eskhundleni sokulandela lokhu osethulela khona. Thatha iskhathi sakho ungatatazeli , nokuphinda phinda into oyishoyo, usujulukile nami sengigcine ngizisula umjuluko wakho. Kodwa ke ... Umsebenzi wenu uyancomeka "content". Keep it up
@yandisandunge514
@yandisandunge514 3 года назад
Nami ngibona lokho cabanga😂😂😂😂
@sthembinkosiqulu
@sthembinkosiqulu 3 года назад
Ngyamthanda ke lo msaazi hhai lo wayezibonga i minute ne minute hhai hhai
@xolisilemthembu2760
@xolisilemthembu2760 2 года назад
Mmm isizotha esilaykhaya kuyafundiswa kweminye imizi
@Eu68345
@Eu68345 5 месяцев назад
Engazakhela nje uyasebenza nje ayikho into esingathi uthwele kuklini bayazwana babambisene kuhle lokhu abskwenzile
@MavisMasuku-c5n
@MavisMasuku-c5n 5 месяцев назад
Halala halala halala, siyaziqhenya ngawe. Muhle umuzi wakho mfethu. Tjooooo siyabonga, uphansi ulobuntu qhubeka, njalo usesemncane, kodwa ke usebenze ukudlula amakhehla azinkulungwane. Halala halala. Akekho ongakubopha. Imfundiso iyinto enhle kakhulu. Ngiyaziqhenya ngawe. Phakama ubenamandla amakhulu.
@siphamandlamadonsela7512
@siphamandlamadonsela7512 3 года назад
Ai indlela enenza ngayo niphuma ningena endlini yomuntu ayikhombi inhlonipho mnewethu, emakhaya umuzi womuntu uyahlonishwa awumi nje amahlome noma ngabe umsebezi wakho okuphoqayo ukwenza lokho kodwa uye ukhombise inhlonipho hhayi ngoba kubukeka nenza nje nase mlonyeni niyavulela too much
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
Noted🙏🙏🙏
@zodwamkhwanazi6714
@zodwamkhwanazi6714 3 года назад
Kubukeka kodwa bebebalindele abaxhwayile futhi avazivulelanga gate kubukeka as if bebe lindiwe even Mr masango uvuma nje kalula, kanti phela umuzi Ongena nkinga uwubuka nje lona, bayazana laba bantu, emakhaya ngeke nje uvele uzozenzela ungene nasemakamelweni! Lutho kunrsivumelwano ethina esingazi qha
@siphamandlamadonsela7512
@siphamandlamadonsela7512 3 года назад
@@zodwamkhwanazi6714 ungasho uliphinde Nkwali yenkosi, kodwa mawebheka ukwenza kuka Sihle edilika nje emotweni ebingelela uzithobile ukhomba ukuthi usekhaya kanti umnewethu lo owenza interview uyagcogcoma ngisho esesendlini yangenhla ukhuluma aze aphelelwe amathe🚫🚫 ngisaphinda cishe umsebenzi wakhe omphaqayo kodwa kubekeka ebengenza kancano kakhulu kundlela enze ngayo hhaykabi
@zonkeqina5847
@zonkeqina5847 3 года назад
Mina angiphikisani namandlakhe ebengikulindele ukuthi nizoveza umuzi wakhe.yena uzakhele indlu yakhe ecelene okunye ngyacabanga ukuthi bahlanganise amakhanda nobhuti bakhe bashintsha umuzi wakubo wabukeka kancono kunakuqala manje kungan nenza ngathi lomuzi uwakhe yedwa futhi uhamba nge moto yomsebenzi.mhlampe isqephu esilandelayo isona esizo cacisa
@queenbalintulo9204
@queenbalintulo9204 3 года назад
yhooo umuzi ongaka???? Nkulunkulu abusise
@nkonkihkhonkolo1319
@nkonkihkhonkolo1319 3 года назад
Mmm ngiyathanda msihlez indlela onenhlonipho ngakhona
@phindubuhlembele3596
@phindubuhlembele3596 3 года назад
Uphumelele empilweni uthwele makwenzekeni umsamo wakhe nenhlonipho iyodwa nj inempumelelo ubusiswe yinkosi ngiyakubongela Masango no mndeni wakho
@faithdube5006
@faithdube5006 3 года назад
I think its another level of stupidity....abantu abamnyama abajabule if omunye aphumelela...
@meneermthanti3727
@meneermthanti3727 2 года назад
Into ecikayo Uma siwazi ukuhlala Izinto thina abancane simnyama kuthiwa sithwele but abezinye izinhlanga kuthiwa banemali
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 3 года назад
a kuyathusa kona uma eyi trafic police congrates
@sbusisombanjwa6188
@sbusisombanjwa6188 3 года назад
Ey ngoba abantu abayesweli into abazoyisho sekuvelwe kusukelwe umuntu kuthiwe uthwele!!! UMasango esimaziyo uzisebenzela kanzima njengabo bonke abantu lomthwalo enimethwesa wona asiwazi
@lihlemphele9882
@lihlemphele9882 3 года назад
Bese kuba imali yethu abasigwazisa yona emgaqweni🙃
@thobekaphumelele5190
@thobekaphumelele5190 3 года назад
Yeeehh 😂😂
@phumephewa4294
@phumephewa4294 3 года назад
Isimanga asikho
@sabelomthethwa9736
@sabelomthethwa9736 2 года назад
Muhle umsebenzi wakho uqhubeke njalo
@ThakasileDlamini
@ThakasileDlamini 6 месяцев назад
Ukuthwala zibongo zomuntu omnyama mayephumelela Soo umfwethu akaqhubeke akhe umuzi wakubo omonase ke bona baqhubeke begxeke😂❤😂❤
@bonginkosiinnocentmpanza3852
@bonginkosiinnocentmpanza3852 3 года назад
Abantu abasonta kwashembe noma abagcina umthetho wesabatha niyohlale nithi bathwele kanti cha bayakholelwa ku profethi wabo futhi bayakugcina konke okumele kugcinwa okuyizinto zasemsamo ngoba isethwalo esihle ukuIthwalisa onke amacala okhokho bakho ubalungisele mase bekwehlisela izinto ezinhle
@naturesresverve4244
@naturesresverve4244 3 года назад
Unamanga bhuti abanjan laba abahlupheka baze bayofa besonta? 60% wabantu besabatha bayahlupheka Kuhlukene phela ukuthwala icala alikho lapho
@tkmblazi4973
@tkmblazi4973 3 года назад
Ayikho lento oyishoyo , impulelo ilele ekusebenzeni ngokuzikhandla
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 3 года назад
#Bonginkosi Thabizolo impela kubanjalo uma uzokwenza lokhu okuthiwa ukwenze kubanjenake laba abahluphekayo bahlushekiswa ukungakhoni ukulungisa imsamo yabo abaylungisile bayatamasa njengalensizwa nje umfoka #Ntusi
@lungi7986
@lungi7986 3 года назад
Kuliphutha lokho okushoyo uyena muphi vele ushembe okhuluma ngaye ngoba uzoth uyakhulum kant bakhonza omunye ayilona ositshela ngaye kwaMasango eNjomelwane kufundiwe ngisho ingane encan yakhona inogazi ihlakaniphile ngokwami umona osuse lesisihloko sokuthwala ngoba sebezoqamba amanga abantu bethi kuthiwe uthwele.
@mnqobimhlongo6291
@mnqobimhlongo6291 3 года назад
@@naturesresverve4244 where did you get that stat of 60%? Or thumb sucking?
@sbusisosbu6023
@sbusisosbu6023 3 года назад
Bafo uLisebenzele idlozi lakho ibambhelapho Noma Bangathi uthwele kuhle futhi ukuthwala ukungasweli kunokuthwala Losizi Olubambe Abantu Phambili ba4👊✊
@saragora3331
@saragora3331 3 года назад
Iyancomeka icontent yechannel yakho. Keep it my brother.
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
🙏🙏🙏
@josiaorange8425
@josiaorange8425 3 года назад
Yindoda eqotho leyi bakithi 🧳🧳🧳💼💼🎩🎩
@SimphiweFortunate-l8w
@SimphiweFortunate-l8w 5 месяцев назад
Ai kodwa nalama production akhona ayahlupha, phela lomuzi umuzi onganankinga njena, umuzi kahle nje miningi imizi eyakhiwe langaphandle. Kodwa ayilandelelwa, lomuntu I think unama business nawo eceleni. Not ukuthwala
@siphomthiyane6769
@siphomthiyane6769 3 года назад
Very respectful man ....uzithobile umfo
@Conniesebatamarema
@Conniesebatamarema Месяц назад
Ayikho nne into eyisimanga lapha name Zimbabwe emakhaya ikhona imizi eyakhiwe ukwedlula lo muzi .
@ndumisosibiya2033
@ndumisosibiya2033 3 года назад
KUHLE ENGIKUBONAYO, MUHLE UMUZI. UKUZITHOBA KWALA EKHAYA KUYANGIHLULA NAMI NGINGUMZULU. YIKHO ESIFISA UKUKUBONA LOKHU SIKHULA NATHI. NGIYAMBONGELA UMFWETHU NGIFUNDE LUKHULU.
@PrincePrince-jw2zi
@PrincePrince-jw2zi 2 года назад
Masango ikufanele impumelelo inhlonipho ekulelikhaya
@frankfrank8837
@frankfrank8837 2 года назад
Yo.. So vele nje umuntu akumele aphile impilo yakhe mthebelele la eMzansi. Where must I enjoy my money? Akumele ngazane nosaziwayo? Awu ngeke..
@phumziledubazane5736
@phumziledubazane5736 Месяц назад
Cha abantu banomhawu mawphumelela kuthiwa uthwele😮 ai sorry Sihle mfwethu thina siyazi ekhaya kini sikhule sonke
@nhlokomozowakha7551
@nhlokomozowakha7551 2 месяца назад
Kungakithike lana engingakusho ngalomuzi bonke baphumelele kukhona ne owner and bafundile angiboni kuthi ukuthwala or something
@ThulisileMtsweni-o8k
@ThulisileMtsweni-o8k 13 дней назад
Waka msango kodwa ngumzulu ....mina ngwaka masango kodwa ngiyindebele ....ubafoza wami lona ❤
@faithdube5006
@faithdube5006 3 года назад
Uthobekile bakithi ubaba...ngaze ngamthanda....
@nkosingiphilehlongwane8330
@nkosingiphilehlongwane8330 3 года назад
Noma kuthiwa uthwele kanti kunani ngoba ngabe uthwale ngemali yakhe wazithwalela yena isnqumo sakhe futhi ukuthwala vese okwabantu abamnyama kuwusiko lakwa Zulu
@tkmblazi4973
@tkmblazi4973 3 года назад
Akulona usiko ,
@nkosingiphilehlongwane8330
@nkosingiphilehlongwane8330 3 года назад
@@tkmblazi4973 uma into kuthiwa eyethu kusuke kuyini?
@tkmblazi4973
@tkmblazi4973 3 года назад
@@nkosingiphilehlongwane8330 isiko into eyayenziwa emandulo , kwakuthwalwa kuthwalwaphi emandulo , kuthwalwelwani
@tkmblazi4973
@tkmblazi4973 3 года назад
@@nkosingiphilehlongwane8330 umkhuba nje oqhamuke manje
@nkosingiphilehlongwane8330
@nkosingiphilehlongwane8330 3 года назад
@@tkmblazi4973 ngyakuzwa
@ntombikayisedludla8025
@ntombikayisedludla8025 3 года назад
My God, respect, humbleness, tjoh ! salute baba Ndinisa
@sithembisilenzuza1673
@sithembisilenzuza1673 2 года назад
Umunt if ethwele kusindwa yena abanye angboni bangenaphi
@buhlemhlongo7481
@buhlemhlongo7481 5 месяцев назад
Yea ngiyaleseka lelo kufanele wazi ukuthi ufunani mawinsizwa yakwenu
@luciamasango6802
@luciamasango6802 3 года назад
Halala mfowethu Masango u are blessed Eswatini
@busisiwempanza9475
@busisiwempanza9475 2 года назад
Yayinhle into siyabonga ukhuliswe kahle ngenhlonopho babusisiwe abazali bakho
@kankunzimalanga2318
@kankunzimalanga2318 3 года назад
Never ngeke iSalary ayi match kukhona okusemfihlakalweni
@ThandekaMalashe-sp6uq
@ThandekaMalashe-sp6uq 4 месяца назад
Lol
@ThandekaMalashe-sp6uq
@ThandekaMalashe-sp6uq 4 месяца назад
Uthwele velekuyasolisa
@SnethembaNtombela
@SnethembaNtombela 2 месяца назад
Umona ke lowo
@vistom5784
@vistom5784 3 года назад
Usebenzile bafo uthathe uMhlanga wawuletha emakhaya muhle umuzi into engiyibheke kuyena kahulu inhlonipho waze wathobeka bhuti
@siyabongambatha6667
@siyabongambatha6667 3 года назад
Mmmhh into yomuntu ngeke uyenze lutho
@nhlakaniphombatha5769
@nhlakaniphombatha5769 2 года назад
pho kunani uma ethwele ...hambani nani niyo thwala ..habe umona kubantu
@ntombiyakhemzila32
@ntombiyakhemzila32 2 года назад
Inhlonipho iyo ekwenza ube kanje qhubeka boet ewami I like the way
@qedezakhemkhwanazi8664
@qedezakhemkhwanazi8664 2 года назад
Yinhle lento yokuthi umuntu akhe umuzi omuhle kanje emakhaya eyokuthi uthwele akusilo iqiniso akasebenzi umuntu othwele ulibala ukuchoma ngemali lensizwa umsamo wayo muhle
@vuyanimncwango5786
@vuyanimncwango5786 3 года назад
Ai wakhuluma masango uliqhawe bhuti
@noluthandomhambi6173
@noluthandomhambi6173 5 месяцев назад
But guys I inihlupa phi indaba ka Sihle khona uthwele nityiwa yhini Nina uyaniyeka Sihle ningathwali nje nina❤
@LM-rg9lj
@LM-rg9lj 5 месяцев назад
Makunje...ayi kusekude kumuntu onsundu
@ThembaMasango-n6h
@ThembaMasango-n6h 5 месяцев назад
Cha vele koMasango bayaphumelela not ukuthi bayathwala🤞🙏
@ThandazaniMasuku
@ThandazaniMasuku 19 дней назад
Mximmm inhlonipho yokunuka into eyiphila ngegaziii labantu
@LulekaNokonya-rs9hj
@LulekaNokonya-rs9hj 5 месяцев назад
xa ethwele uthwelele ba aze abukeke engcono kwaye nguye ophekiwe emlilweni wonke umntu makayothwala hayi bo!!
@paulinemotloung736
@paulinemotloung736 Год назад
Oh what a handsome humbled guy oh it's a blessing whst a respectful nice big beautiful warm family Amen❤
@AFRICANISMSOUL
@AFRICANISMSOUL 22 дня назад
yoh bamu exposa keeh angadumanga😅now they will investigate him.
@faithdube5006
@faithdube5006 3 года назад
Presenter why ulibale kuthi hes a traffic cop...manje unani if eyi traffic cop....phela God has blessed him...uyakwaxi kusebenzisa imali yakhe....i success ilangcondweni....ngyamthanda ubaba uhloniphekile....uthobekile waMasango...siyamubongela sibendlu emnyama
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
Kuzolunga
@radithakothinane8809
@radithakothinane8809 Месяц назад
Thwalani kodwa nikhumbule ukubhadhala income tax
@MatimbaNgwenya
@MatimbaNgwenya 4 месяца назад
Kukhona okushayamanz la either a business on the side or
@banelemadlala2269
@banelemadlala2269 2 года назад
Our presenta can prepare better dialogue.
@khanyisilezulu4229
@khanyisilezulu4229 3 года назад
🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽 This man has outdone himself he is blessed
@Mpumza_goat
@Mpumza_goat 3 месяца назад
How much do you thwala ? 🤔 I want to thwala with a Dragon & build a castle
@BonakeleKhambule-ru7bx
@BonakeleKhambule-ru7bx 3 месяца назад
Inhlonipho lapha ngimganisela indodakazi😂😂
@032villans4
@032villans4 3 года назад
Camera person, must learn to take proper shots, 360° view yadingeka when you are viewing umuzi. Nice content. Though the camera person dissatisfied the work
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
Thanks,but sisaqala sisafunda ngamaphutha🙏🙏🙏🙏🙏
@032villans4
@032villans4 3 года назад
@@NhlakaNdlovu thanks for reply, umsebenzi muhle. Udinga ukulungiswa lapha nalapha. Keep it coming
@sibusisomthethwa5551
@sibusisomthethwa5551 2 года назад
@@NhlakaNdlovu cha usazoba inkinga mfwethu ngoba ama comments abantu uwathatha ngendlela ekwiyiyo bese uyavuma ukulungisa iphutha abaningi abenzi njengawe bavele badinwe uma benikwa i feedback
@wantumize5206
@wantumize5206 3 года назад
Bheka ukuthi zonke i izindlu. Kuyalalwa ngabantu kuzo nha? Alikho elilodwa elingangenwa muntu kulo yena kuphela ongenayo kulo
@PhumzileShange-j6g
@PhumzileShange-j6g 6 месяцев назад
Ngeke lingabi khona
@PortiaMalegase
@PortiaMalegase 26 дней назад
Kube beku umvenda ngabe nithi ufundile "AKa shumeli matshimba"😂manje Khuphula lapho kzn nathi sofuna ukuba khotha elimpompo🎉🎉🎉
@ozwellkay8474
@ozwellkay8474 Год назад
THE HOUSE IS ABSOLUTELY STUNNING
@sthe1867
@sthe1867 Год назад
Not everyone uthwele....abantu bayasebenza outside here, remember ukuthi abanye bazelwe bambethe....abanye baphiwa amadlozi abo.....asikhohkweni ngokuloyisa.....sibabuze ukuthi benza ngani?..abantu bayaphila la ngaphandle
@ThandekaMalashe-sp6uq
@ThandekaMalashe-sp6uq 4 месяца назад
Anje u rondo owani? Uysangoma yini?
@josephinechapfimvira1930
@josephinechapfimvira1930 5 месяцев назад
The guy has so much respect for his parents 👏🏾
@khulekanisbusiso8552
@khulekanisbusiso8552 3 года назад
Yajuluka lendoda
@nothilezondi
@nothilezondi 3 года назад
Lol ey bese ngdabuka nkosi yam
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
😂😂😂😂
@NhlakaNdlovu
@NhlakaNdlovu 3 года назад
😂😂😂😂😂😂😂
@SoshaMthimkhulu
@SoshaMthimkhulu 4 месяца назад
Siyamubongel usebenzile kakhul umuna phansi kodwa asingadlal ngabantu bazizwe beyizahlulek ngek uyenze lonke lento ngomholo Khon akwenzayo ecelen asisho kth uthwele
@umadumawangempela6098
@umadumawangempela6098 4 месяца назад
Umuzi nje lo ofana neminye imizi there is nothing extra ordinary umehluko ukuthi uyinxuluma mhlambe ke nokuthi umbala wakhona umhlophe kodwa nje ai umuzi nje lowa sekungaba mhlambe izimoto ke lezi zasemsebenzini wahamba ngazo ezingenza, sikhulumela ngithandwa ukuhlonipga kwakhe ai abazali bakhe bqkhulisile lapha indoda leya
@mxolisizulu4995
@mxolisizulu4995 3 года назад
Kazi kwenziwa yini uma umuntu wakithi, omnyama, esemncane ephumelele bese kuthiwa uthwele?
@busisiwemcanyana117
@busisiwemcanyana117 3 года назад
Kuyenzeka kwabanye &sekudumile kubantu abancane babafana,i do have engbaziyo abanthi sebebanjwa imindeni baqala bathi bayazondwa kanti sekphumiqiniso
@zuluboyzulu847
@zuluboyzulu847 3 года назад
Sibulaw umona Mageb singabant abamnyam,kda naw sesngaz sifan ngako konk igam nesbongo😂😂ubizo wm uMfw2u ft
@nonhlanhlasikhosana3528
@nonhlanhlasikhosana3528 5 месяцев назад
Akukho ukuthwala kwesinye iskhathi amadlozi avumile,masingaminelani singabantu abansundu.Buka inhlonipho anayo ufanele ukubusiseka.Ngiyababongela abakwa Masango.🎉
@wondernkosi188
@wondernkosi188 3 года назад
alibheswe bo ibhokisi nkosiyami lihlonishiswe
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 5 месяцев назад
Ingoba umuntu omnyama ingakho kuthiwa uthwele bcs asikholelwa ukuthi umuntu ompisholo angaphumelela
@ThandaziLuyanda
@ThandaziLuyanda 5 месяцев назад
Waze wamncane umfana
@dumsiledlamini6907
@dumsiledlamini6907 5 месяцев назад
Kube ngmlungu ngabe wentenjena na
@byamungudave
@byamungudave Месяц назад
Abazali bakhe yizipoki😢
@MhlengiYeni
@MhlengiYeni 2 месяца назад
Lentatheli ayithandeki 😪
@mvelobhuku9726
@mvelobhuku9726 5 месяцев назад
Akasona isdakwa kuphela uzijabulisa ngokuthenga ana blocks nosimende
@musawenkosimusa3390
@musawenkosimusa3390 3 года назад
Siyabonga impumelelo yakhe
Далее
UTHWELE USIHLE -   EP 2
31:09
Просмотров 96 тыс.
SIHLUSHWA ISITHWALO SIKAMFOWETHU OWASITHATHA WASHONA
25:27
Редакция. News: 136-я неделя
45:09
Просмотров 1,4 млн
КОТЯТА В ОПАСНОСТИ?#cat
00:36
Просмотров 1,6 млн
"YITHI ABANIKAZI  BENDISHI" KUSHO UMAVAVA SKHAKHANE
26:07
Modern 3 Bedroom House
2:19
Просмотров 15 тыс.
AYKHALE (GCABA BROTHERS) AYKHALE
7:51
Просмотров 549 тыс.
USIHLE UTHWELE - EPISODE 3
26:02
Просмотров 74 тыс.