Тёмный

Uyakhala othi uqolwe Dr Khehlelezi iMali R5000 maqede wamblocker Zizwele kushubile kakhulu👉👉 

Sokhaya channel
Подписаться 24 тыс.
Просмотров 7 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

6 июн 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 47   
@ntombib8209
@ntombib8209 Год назад
Bamthumile izinto zika Khehlelezi ziyasebenza mhlampe kukhona okushodayo ngakuwe emadlozini ngoba ungayikhipha yonke imali ezinyangeni uthi azisebenzi kodwa abanye besizakala makubheda umsamo khohlwa uyothi izinyanga azisebenzi nje
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Год назад
Lababantu bangaphandle bayayazi into abayizela la eMzansi naye lona owaseZimbabwe wake wamuzwaphi umXhosa ongakhulumi isiXhosa osisi anginandaba nokubhayiza kalwabo badalelwa khona , amadoda ngiyadabuka
@doctormthokozisimnguni2945
@doctormthokozisimnguni2945 Год назад
Sibuya kuye ukhehlelezi mhlawumbe abanye uyabahlolela kodwa mina wangihhemela emini libalele, nalento ayikhulumayo yokuthi umnikelani umuntu imali egejile, udlala ngabantu imali kuqalwa ngayo laphaya, ufike ungeniswe endlini enento ebeziwe okuthiwa wumkhulu umanikiniki kulapho okhuluma khona zonke izinkinga zakho, ubeke imali kuso leso sithombe bese usho ke ukuthi ungubani wakwabani usho nokuthi uze ngani kuyima uzoya kukhehlelezi, uyobe usuyithathaphi imali uma egejile? Ningaya bafowethu anginivimbi kodwa mina ngiyabonga usaphila uMagutshwa edumbe akayithathi imali yomuntu ngobugebengu loyababa, ukutshela into oyithwele ngesifuba okuyiyo ebambe ukuthi impilo yakho iqhubekele phambili.
@nompumeleloxhoko8719
@nompumeleloxhoko8719 Год назад
Ezulwini nasemhlabeni kulawula wena nkosi yamakhosi
@allexngobese5999
@allexngobese5999 Год назад
U king Bhaka dala anicebisa nithi ukhulumela samfuthi ayikhale😂😂😂😂😂
@mgabonjilo2943
@mgabonjilo2943 Год назад
Yazi lomuntu uyena obhedayo. Uma engasizakalanga kwakumele abuyele kuye kuMkhulu. So ningadlali ngomkhulu.
@allexngobese5999
@allexngobese5999 Год назад
@@mgabonjilo2943 uthi wablocker abuyele njani ke chaza
@mgabonjilo2943
@mgabonjilo2943 Год назад
Uyazi and uchazile wamthola kuphi kuMkhulu so akaye lapho amthole khona.
@thabaiso-fx2iu
@thabaiso-fx2iu Год назад
Yazi mina ngokwami umkhulu skhehlekhehle akaqolanga ngoba uyasho wathenga kuba kakunikanga lutho wathatha imali ngabe ngiyezwa wena wawumthanda njobusho koda mikhiqizo yakhe yikusebenzelanga ukuthi winyanga enkulu akushukuthi mithi yezinyanga isebenzela wonkumuntu
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
MANJE KUNGANI UNGABUYELI KUYE UMNTSHELE UBUYELE KHONA LAPHO NANIBONENEKHONA
@siphiwedlamini3394
@siphiwedlamini3394 Год назад
Ludinga uking bhaka lolodaba 😂😂😂
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 Год назад
Uhlale esho ethi ningafaki imali kukhona abantu abaskemayo
@user-jv5sk4hq3l
@user-jv5sk4hq3l Год назад
Ziyasebenza izinto zamkhulu ugadla ongigadlayo number 1
@siphamandlapanuel4891
@siphamandlapanuel4891 Год назад
Wen wabanjwa osomathuba ukubhayiza kwakho baningi o Khehlelezi abayizigebengu
@NozukoGongwana-qn6kj
@NozukoGongwana-qn6kj Год назад
Baqole webhuti😂😂😂babezwaphi kuhlolwangemale ngaka nisazophela🏃
@thabaniinnocent9569
@thabaniinnocent9569 Год назад
😂😂😂 zyakhala manje
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 Год назад
kmel athini umunt namthethisa ekhuluma
@songezilemakaula5262
@songezilemakaula5262 Год назад
Rr
@tz3118
@tz3118 Год назад
Wena ufaka ivideo engaphelel.yeka ikufaka ama video anga edithiwe
@thembaduma5104
@thembaduma5104 Год назад
Aiy lomjitha bafethu nami ngyakhala ngaye 4000 wahamba for nothing
@priezon5362
@priezon5362 Год назад
Nizophela 😂😂😂
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb Год назад
Impela impela ePimville nosisi waqolwa khona
@mlondyngoyi2170
@mlondyngoyi2170 Год назад
Kahleni bafo sanusenza izilima sibadala
@khosisibiya2197
@khosisibiya2197 Год назад
Aykhale😂😂😂😂😂
@siyabonga1745
@siyabonga1745 Год назад
Ukuhlola akusikho kulapha bakithi
@siphozulu2808
@siphozulu2808 Год назад
Siphelile yilendoda
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Год назад
Yakwenzani Ndaba
@nhlamuselorikhotso4267
@nhlamuselorikhotso4267 Год назад
KE
@thandi2521
@thandi2521 Год назад
Kundala bebusho khehlelezi anizwa
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb
@ZamokuhleMlungwane-zs2yb Год назад
Kubuhlungu nakimi usisi wami naye uyakhala ngoMzo
@matruhngcemu3325
@matruhngcemu3325 10 месяцев назад
💔😭
@mpumelelozangwa2691
@mpumelelozangwa2691 Год назад
Ngicela iresponse kakhelezi ephelele
@sokhayachannel6972
@sokhayachannel6972 Год назад
Iyeza tonight khululeka
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Год назад
UDr K inyanga enkulu uma sizwa mhlawumbe bayamsukela nje angayenza kanjani into enjalo
@doctormthokozisimnguni2945
@doctormthokozisimnguni2945 Год назад
Kuhle abantu bekhulume sebebuya khona, muna wawuthatha owami uR500 wahlola amanga aluhlaza ngaze ngayothola usizo eDumbe. Khehlelezi uyiqola nje kwaphela.
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Год назад
@@doctormthokozisimnguni2945 ey kunzima ke mfokaMzimela uma kunjalo
@cyrilnzimande2078
@cyrilnzimande2078 Год назад
Bathathe Sgujana
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 Год назад
Ziyakhala 😂😂😂
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 Год назад
R5000 hhayi uthengiwe lona
@mzwakhemsimango4459
@mzwakhemsimango4459 Год назад
Anifuni ukuvula izinqondo nisazodliwa. Nazi ukuthi umuntu uthengiwe nami wayithatha eyami. R500 for 2min consultation mxm.
@doctormthokozisimnguni2945
@doctormthokozisimnguni2945 Год назад
​@@mzwakhemsimango4459 bayeke msimango mfanakithi bayaphapha, ukhehlelezi akahloli lutho bhuti yisigebengu nami wathatha uR500 wangitshela uthuvi bodwa uma ngimxina ngemibuzo wakhombisa intukuthelo, imagine ngihluphekile bhuti ngihlezi phambi kwenyanga ibusy ngefoni ikhuluma indaba zayo abantu abakwi line ngaphandle sebekuthuka ngezinhliziyo bethi uyabambezela kanti lutho inyanga izixoxela nobhululu bayo.
@sotobetv8225
@sotobetv8225 Год назад
🤣🤣🤣🤣 ziyakhala
@xolanimathenjwa9212
@xolanimathenjwa9212 Год назад
Ithengiwe lenja yini 5000 kukhehlelezi kame mf2 ukusi chansela
@zandilelanga3554
@zandilelanga3554 Год назад
Ayikho lento uyithethayo tata ndini uyamtshabhisa qha ayikho nje kwaphela uthengiwe zizitha zika khehlelezi
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Год назад
Lababantu bangaphandle bayayazi into abayizela la eMzansi naye lona owaseZimbabwe wake wamuzwaphi umXhosa ongakhulumi isiXhosa osisi anginandaba nokubhayiza kalwabo badalelwa khona , amadoda ngiyadabuka
Далее
DR KHEHLELEZI ESHAYA UMHLAHLO EMSAKAZWENI
33:07
Просмотров 15 тыс.
Ne jamais regarder une fille à la plage 😂
00:10
Просмотров 1,3 млн
K Wabantu
2:17
Просмотров 382
INKONZO YOKUTSHALA ACTIVATIONS | UMLAZI AA HALL | MMI
33:56