Тёмный

WHY MINA?? EPISODE 7// YAZE YAYINKULU IMFIHLO EBIPHAKATHI KUKA MKHWENYANE KANYE NOMAMA KA MAKOTi 

UHLANGA MEDIA
Подписаться 25 тыс.
Просмотров 219 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

9 июл 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 2,1 тыс.   
@ULMMEDIAENTERTAINMENT
@ULMMEDIAENTERTAINMENT 18 дней назад
Sixolise kakhulu ngokuqhamuka phakathi kwamabili sibe nezinkinga ze Network.. syabonga ukusibekezelela kwenu… syanithanda kakhulu babukeli 🙏.
@BandileSukazi
@BandileSukazi 18 дней назад
Sicela 2 episodes in 1 week
@noxolonene-uu4ph
@noxolonene-uu4ph 18 дней назад
Lapho sivuka kunjalo sinithanda ibhadi
@welcomeshangase5399
@welcomeshangase5399 18 дней назад
Maqumbane kade ngibheka ama-notification lutho
@user-yu8tq4uv1j
@user-yu8tq4uv1j 18 дней назад
Sihlala sithi Tuuu " slinde Syabonga kakhulu Mkhulu 'uphiwe uhlelekile nengxoxo uyipha NGQO ungabonis noma sulishaya IKHANDA libebovu😅😂😂😂😂
@SlibazisoRadebe-qs8em
@SlibazisoRadebe-qs8em 18 дней назад
Syabonga silinde kwaze kwalunga
@dikolizaskk5847
@dikolizaskk5847 18 дней назад
This is one of my best presenter from south African RU-vid channel! Sooooo professional with a good heart
@noziphohlongwane5718
@noziphohlongwane5718 17 дней назад
❤️🤞
@bonganindumo3672
@bonganindumo3672 17 дней назад
Qha yena uyikunzi ngempela
@mbalinhlangulela954
@mbalinhlangulela954 16 дней назад
Uyinkunzi uMagaye, ngiyamvuma nangu umzala wami
@skholiwegwala8544
@skholiwegwala8544 14 дней назад
Nami ngimthanda kabi. Ngize ngihleke kuserious
@godfreynhlapho4001
@godfreynhlapho4001 14 дней назад
His mind,fluent in speech.
@phumlanitrevorzondi2984
@phumlanitrevorzondi2984 17 дней назад
Other presenters can learn a lot from Maqumbana his such a good presenters with good listening skills
@Hloni-kg5ie
@Hloni-kg5ie 13 дней назад
True
@muziwakhemcineka2574
@muziwakhemcineka2574 10 дней назад
Ai nkunzi lesdudla ngathi siyasishaya spani saso
@lindeliwemabasa1997
@lindeliwemabasa1997 9 дней назад
Kakhulu mfw2 yoooooh
@janemabuza9826
@janemabuza9826 5 дней назад
Upresenter lona ngimtshayela ihlombe mnewethu uyayitshaya le job keep it up.
@ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
@ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 18 дней назад
Kunini ngibhekile qumba maqumbane . Ave ungibusisa ohlelwen lokho
@User06709
@User06709 18 дней назад
Losisi is blessed, izinto ziyamzela, she doesnt go hunt for information. This guy brought himself here.. Kusazoshuba, uyathandwa u girl nguNkulunkulu.
@slindilempungose-9910
@slindilempungose-9910 18 дней назад
😂😂😂brought himself😂😂
@user-yk1pl5ys2d
@user-yk1pl5ys2d 17 дней назад
She's very brave
@ndodomzwamandla
@ndodomzwamandla 17 дней назад
AYI WINDODA MAQUMBAQUMBANE NGYAKUGCOBA
@businzama6939
@businzama6939 17 дней назад
Yazi uzilethe yena
@lindokuhlezolile4654
@lindokuhlezolile4654 17 дней назад
😂😂😂😂
@nomcebomngomezulu935
@nomcebomngomezulu935 17 дней назад
The best presenter. Askies sisi. Such betrayal. It's so heavy and unbelievable. Zanele, may you find healing sisi.
@sikholiwemadonglo3613
@sikholiwemadonglo3613 15 дней назад
Let give Thabiso Cele his flowers while he's still alive 🤌❤️❤️💯
@Hloni-kg5ie
@Hloni-kg5ie 13 дней назад
🌹🌹🌹🌹🌹🌹
@zethembisogibson6839
@zethembisogibson6839 18 дней назад
To us who like before watching let's gather here
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 18 дней назад
To us
@user-rx7ew9bz5e
@user-rx7ew9bz5e 18 дней назад
Awusivezele maQumbane sifuna kukubukisa 😅😅😅
@maxwellluthando8580
@maxwellluthando8580 17 дней назад
Maqumbane thola ibhodlela udakwe once.... Bekukhulu namhlanje😂😂😂
@Ntombi-iy2ho
@Ntombi-iy2ho 17 дней назад
Ayy kwaze kwanzima yoooh Sfiso uwu banga nolo iqiniso. Nomkhwekazi wakho bexegelwa smilo phuma kuye wena ghal uqhu Beke nempilo finish Nd claaaaty😅
@Ntombi-iy2ho
@Ntombi-iy2ho 17 дней назад
😮😮😮
@thokobhengu8295
@thokobhengu8295 18 дней назад
Yingakho ngingethembi muntu bakithi yooooh. UJehova kuphela engimethembayo . Cha ngigeza izandla.
@nondumisodhladhla1434
@nondumisodhladhla1434 15 дней назад
I salute this woman for being so strong to keep quiet about such a big secret. Mina shame ngi wu mama action. I would have gone to mother same time. I pray to have such calmness and maturity
@christinanxumalo6811
@christinanxumalo6811 15 дней назад
Angithi ugal uyithole ngoba esekhaya kushone umama wakhe. Just imagine ubuhlungu bokuthukuthela phezu kobuhlungu bokushonelwa.
@sanehmngadi
@sanehmngadi 15 дней назад
Ey waze wabuzwa ubuhlungu uZan and umama akasekho ukuziphendulela lapho uZan unemibuzo afisayo ukuyibuza umawakhe. Uzwa ubhlungu bokushiywa umawakhe sekuyilokhu manje💔 nami ngyayifisa inhliziyo kaZan yokuthula lapho angihlali nodoti wiiiii ay. Udoti lomfana
@user-vp6rd3dg5y
@user-vp6rd3dg5y 13 дней назад
@@nondumisodhladhla1434 ubuzoya kumuphi umama ngoba uyithole kwifoni kamama ngoba eseshonile
@MatshidisoLebetsa
@MatshidisoLebetsa 11 дней назад
Aii ngeke ulimele lomshado ngeke usalunga noma angamxolela ngeke kusalunga
@phumlasipika294
@phumlasipika294 10 дней назад
I​@@sanehmngadi
@Nduduzobrian
@Nduduzobrian 16 дней назад
Silokhu sibabazile,yho yho yho!🙆🙆🙆
@monwabisitekete6190
@monwabisitekete6190 18 дней назад
Zanele shiya phantsi uzitholele umuntu omusha sha
@Z_marshmellow
@Z_marshmellow 17 дней назад
Siyabonga, I like the way you handled the situation Qumba maqumnbane, big up to you🎉
@victorkhupe9179
@victorkhupe9179 17 дней назад
Well presented. Brother, u didn't take any sides, but u handled this like a top FIFA Referee ❤
@xolanibuthelezi193
@xolanibuthelezi193 17 дней назад
KUBOLE ngisho abazali eMzansi KUBOLE phuuu!
@user-gc6ld9mj6c
@user-gc6ld9mj6c 15 дней назад
😅😅😅😅😅😅
@NothileZulu-op8ig
@NothileZulu-op8ig 2 дня назад
Konakele 😢
@user-lk7dn2kx7f
@user-lk7dn2kx7f 2 дня назад
😢😢 futhi
@mbalenhlemakhubo5472
@mbalenhlemakhubo5472 18 дней назад
Kunababhemu engike ngabezwa laku TikTok besho bethi bebelala nomamezala babo kanye nodadewabo kamakoti kaningi uma bexoxa yibona kusuke kukabili kuyaba uyena owesifazane kwesinye isikhathi yena umuntu wesilisa bayawezwa amanzi ngobhoko, mina kukhona i boyfriend kasisi eyake yathi iyangizama ngamphoxa, ngazizwa ngilulazekile, ngazinyanya kodwa angikaze ngimxoxele usisi ngoba ngangingafuni ukumzwisa ubuhlungu futhi ngangingafuni bexatshaniswe yimina, yinto embi izinselela lezi esibhekana nazo and wena okukwehlelayo usuke ufuna ukuvikela wena nalona omthandayo. Komunye unyaka ngake ngihlukunyezwe umzala wami engangimthatha njengobaba kimina naye kwathi nje ngolunye usuku kuhlangenwe engibulisa ngezwa ngolimi emlonyeni nakho lokho imfihlo engingakaze ngiyikhulume ngoba yayizoxabanisa ngaphezu kwako konke ngangibona kungekho owayezoma nami angikholwe hayi ngoba ngingathembekile noma ngiziphethekabi kepha ngoba bengimncane ngaleso sikhathi futhi nalapho ngavikela isithunzi sami. Kodwa lezimo zingenze ngawumuntu o very sensitive angikufuni ukuthintwa umuntu wesilisa ngisho kungathiwa yiphutha kubangcono uma ezongasho lutho then trying to explain ngivele ngibe umlilo and yingakho i prefer my space 😞
@LondyMagagula
@LondyMagagula 14 дней назад
Sboooooozi soMfana!!!!
@MangalisoKhoza-cj7zo
@MangalisoKhoza-cj7zo 7 дней назад
Phephisa my sister eish lwalubi udaba lwakho kwangatsi ungasitakala angati kanjan but u need to heal on this mbamba 😭😭
@AsandaKhoza-jz3ni
@AsandaKhoza-jz3ni 4 дня назад
Mmmm kwakubi Jesu ubhuti wabawrong kwelinye isayidi kwakumele amtshele UCC ukuthi Umawakhe kunento ayenzayo kuyena Nansoke Sethi wayevikela umkakhe ukuthi engaphatheki kabuhlungu EY asaz ubn working
@VictorMkukwana
@VictorMkukwana 56 минут назад
Phephisa Dadewethu Sibuhlungu Isitoli Sakho
@NomceboKgiba-go3fy
@NomceboKgiba-go3fy 18 дней назад
Qumba Maqumbane ave lumnandi uhlelo shame🫡👏👏👏
@zanelendebele-lw4so
@zanelendebele-lw4so 17 дней назад
Sfiso was unable to face both her queens hence he didn't go at Zanele's place to resolve their issues. Yooo Sfiso calling mother in law "Mamaz"😅 ukhohlakele uSfiso and the late....
@ZinhleZungu-tk9tx
@ZinhleZungu-tk9tx 17 дней назад
Weee lomama udoti elokhu engasakho emhlabeni.. Umkhwenyana wakwakhe weJesu kahleni😓😓 ubeseswele amadoda yin nkosyam
@DimakatsoSehlabelo-nw7uc
@DimakatsoSehlabelo-nw7uc 18 дней назад
Leave him my sister
@user-ej5ik7pz1m
@user-ej5ik7pz1m 18 дней назад
Yhooo!wena wawufunani ebedroom ka mkhwekazi wakho😮😮yhoo!
@laurencemphikeleli
@laurencemphikeleli 17 дней назад
😂
@mlungisimasinda7117
@mlungisimasinda7117 14 дней назад
Umuntu omndala makekubiza wenzenjani
@user-px4nz7tu9t
@user-px4nz7tu9t 17 дней назад
Unfortunately the mother passed on 😢she betrayed her daughter. Usfiso ulingekile walahlekelwa ngento ekhona ngento engekho😢 Yho lomama bathong
@mrsdubenxasana8619
@mrsdubenxasana8619 2 дня назад
Ulingwe yini ? Hayi hayi hayi babazani Boh Hayi sfiso ihlazo lomfana lapho unentombi ezothile enhle, esebenzayo ngeke
@SthuleNdlovu-dj3yw
@SthuleNdlovu-dj3yw 17 дней назад
Cha ubafo uqinisile mfwethu UmameZala uyena inkinga LA nesbindi nje sokuyiqala lento UmameZala bafwethu ngeke umsukele nje nje😮
@HawukeloNcube
@HawukeloNcube 17 дней назад
Yaze yankulu indaba Jesu 🙌 ungena kanjani endlini ka Mamezala
@charitymathe
@charitymathe 17 дней назад
Ungena kanjn ngempela😮
@healthyjacob5851
@healthyjacob5851 16 дней назад
Kanjani vele ukungena endlini umame wentombiv futhi engagqokile
@beltarngwenya
@beltarngwenya 16 дней назад
ishulphinde wayeyokwenzani endlini yokulala kamamezala?
@LungiNdlela
@LungiNdlela 16 дней назад
Ngyamangala nam
@bhekidlamini1199
@bhekidlamini1199 16 дней назад
singena ngezinyawo zombili🤣 angeke siyiphothe
@TeneleDlamini-q7c
@TeneleDlamini-q7c 18 дней назад
Nhloboni ngempela yefon eyenza umsebenzi omuhle kangaka🤣🤣🤣🤣🙌🙌
@tjngema8410
@tjngema8410 18 дней назад
View once 😂😂😂
@siyabongasithole3156
@siyabongasithole3156 14 дней назад
I technology boyisaba ubanjw oqotsheni yamosheka into iyinhl esethole umfazi akacithe amanz Sifiso konakel
@MpumeTembe
@MpumeTembe 4 дня назад
Kudlalwa ngo maDlamini wakith nje
@thandekamanyoni4263
@thandekamanyoni4263 17 дней назад
Ngyamkholwa lobhuti mina,and bengakwazi ukumtshel qiniso
@nomsamakatshu6367
@nomsamakatshu6367 11 дней назад
Nami ngiyamkholwa inkinga singabantu asifani ngokucavanga
@user-yv5xd7vh7n
@user-yv5xd7vh7n 2 дня назад
Y ubengamtsheli udarl wakhe or emsendele engakalingeki or ecishe okwakhe kuvele okukamama ke yes singamkholwa
@wathomiya4247
@wathomiya4247 День назад
Ayibo wayenga mu block ngani kuningi ayengakwenza ukuz aphum kuyena
@nonikomaluleks317
@nonikomaluleks317 День назад
Labo "view once" pho bona abani. Ukhohlakele lo ufana nalomfazi ofile nx!
@user-cl4le2mm5w
@user-cl4le2mm5w 17 дней назад
Nami ngikhala ngaloMama.UMama onjani lo.Zanele umama wakho angikaze ngiyizwe into enje
@princewhite2511
@princewhite2511 18 дней назад
Watching all the way from the Atlanta Georgia USA
@zesuliwemelokuhle
@zesuliwemelokuhle 17 дней назад
Say HI to Chantele we90 days naye ulapho eAtlanta❤
@Phindile04
@Phindile04 15 дней назад
​@@zesuliwemelokuhle😂😂😂
@nondumisononhlanhla7443
@nondumisononhlanhla7443 15 дней назад
​@@zesuliwemelokuhle😅 abuze ukuthi u Pedro usambonani😂
@nosiphiwemfeka
@nosiphiwemfeka 14 дней назад
😂😂😂😂​@@zesuliwemelokuhle
@MenziThusi
@MenziThusi 18 дней назад
Uyindoda kodwa mfwe2 laqumba iselesele lentaba🤞✊️✊️✊️✊️
@JenifaMoyo-u2s
@JenifaMoyo-u2s 17 дней назад
Bebejola shame ubhdi lomamomfazi
@rachelandrews5746
@rachelandrews5746 16 дней назад
I feel for this boy. Zanele and the presenter want to bind Sfiso in a wicked relationship. When one tries to explain you end up sounding guilty. Sfiso leave Zanele you will find. Some one else
@user-vp6rd3dg5y
@user-vp6rd3dg5y 15 дней назад
Exactly, the presenter is very judgmental and he is not fit to host and handle serious matters like this
@christinanxumalo6811
@christinanxumalo6811 14 дней назад
@@rachelandrews5746 why couldn't Sfiso choose to come clean with his wife. He could tell Zanele there's something her mother is doing that he doesn't like. Surely if his MIL was still alive they'd be continuing with their thing. He doesn't deserve her.
@siyanxumalo4230
@siyanxumalo4230 13 дней назад
Uyagula wena
@siyanxumalo4230
@siyanxumalo4230 13 дней назад
​@@user-vp6rd3dg5y uyagula nawe
@MpumeTembe
@MpumeTembe 4 дня назад
Koda nibuye nisangane bandla le post umsangano
@user-ge9dq9gj5g
@user-ge9dq9gj5g 17 дней назад
Lomfo unamangah amabi myeke Sisi ukwenza isilima Kodwah Nani nisiqedela idata isikhath eside kangaka iqiniso selivelile kuth lomfo namangah Sibuka nge data Lana an siyathanda Kuni supporte kodwah kanje ngeke
@user-bh2od3xb1w
@user-bh2od3xb1w 18 дней назад
Best interviewer ever after Maqumbaqumbane 💪
@MCS_391
@MCS_391 18 дней назад
Waze wakhohlakala umawakho Zanele yazi Mina angithuswa indoda ngoba lezinto izinja amaxoki amaphixiphixi Liwa eyenziwe umawakho akuchithele umuzi🙌
@Mlondinkambule-ch4wi
@Mlondinkambule-ch4wi 18 дней назад
😂
@user-uf8te4vn7h
@user-uf8te4vn7h 17 дней назад
Yingakho washona nje lomama wonakelele
@FikileEunice
@FikileEunice 17 дней назад
Khuphuka Maqumbana
@healthyjacob5851
@healthyjacob5851 16 дней назад
Angiqali ngake ngayizwa , futhi umama wakhona waze wakhulelwa emithiswa umkhwenyana , yena ke wavuma wathi uzithandela umama kunentombi
@KhonzeniDlamini-y8k
@KhonzeniDlamini-y8k 16 дней назад
Mina ngisola mawakh cc ngek alingene izulu ezochitha Muzi wakh
@nomsamdluli1963
@nomsamdluli1963 16 дней назад
Communicate sisi that's very important emshadweni and no one is perfect
@NontobekoMkhize-hx6fw
@NontobekoMkhize-hx6fw 17 дней назад
Am sure webhuti usuyazisola ukt why ubhalele kwa why mina ngoba ubungazi ukt knalezgaxa ezngaka zakho ezaziwayo😂😂😂😂😂😂😂😂cc ngicela uphume kle relationship faaaaastttt nje
@NokwandaMzulwini-yh5uc
@NokwandaMzulwini-yh5uc 15 дней назад
useyazisola fo sure😂😂
@LindokuhleMlindoh
@LindokuhleMlindoh 11 дней назад
Hhay ukuth kade engazi,wazi nj kahle inkinga unamanga too much lombhemu unamanga
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 5 дней назад
Ngiyazisola for yena kodwa akumina obhalele le show🤪🤪
@SiphiweMchunu-sr1dz
@SiphiweMchunu-sr1dz 18 дней назад
Ngiyamzwela lobhuti yaz ngendlela amuhle ngakhona ubukeka ehlonphekile futhi
@ngqaphelindwandwe9452
@ngqaphelindwandwe9452 18 дней назад
Sengathi engamxolela
@user-ed9mc4es7w
@user-ed9mc4es7w 17 дней назад
Doti lenja yendoda haaa
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 13 дней назад
Yini omzwela Yona lo
@siyanxumalo4230
@siyanxumalo4230 13 дней назад
Zicoshele yena dade
@CYNDOZUANE
@CYNDOZUANE 18 дней назад
Scela iShow everyday bandla🙏
@BongumenziMhlungu
@BongumenziMhlungu 18 дней назад
Maybe bayasebenza iskhathi abangenaso
@CYNDOZUANE
@CYNDOZUANE 18 дней назад
@@BongumenziMhlungu Sebeshilo nje ukuth bebenenkinga yeNetwork abashong ukuth iskhath abanaso.
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 18 дней назад
Izwi lelo CYNDO
@dust_za
@dust_za 17 дней назад
LOL kuthatha izinsuku ukushutha bakithi hhay
@dust_za
@dust_za 17 дней назад
@@CYNDOZUANE ngisho isikhathi benaso - Episode iyodwa nje ithatha isikhathi ukuyihlanganisa
@user-ps9hx1xm2m
@user-ps9hx1xm2m 17 дней назад
Ayi unamanga lomfana uthe eqala inkulumo wathi ekhweni lakhe umuzi ongangeneki kalula, egcineni ubesengena ngisho emakameleni.
@MpumeleloNgema
@MpumeleloNgema 2 дня назад
Tjo kunzima emhlaben
@MpumeleloNgema
@MpumeleloNgema 2 дня назад
Tjo kunzima emhlaben
@nomanhlapo4886
@nomanhlapo4886 4 дня назад
My favorite show in Yotube. ❤❤
@duduzilepatienceshongwe6935
@duduzilepatienceshongwe6935 18 дней назад
Usisi angabe esabuyela kulobhuti ngempela ihlazo leli elikhulu ukuthi athande nomama wakhe akanaqiniso, ungabuyela ngempela nje
@mlungisimasinda7117
@mlungisimasinda7117 14 дней назад
Baning abantu abalingwa obabezala nomalume bangakhulumi kulula ukugxeka mawungekho kulesosimo Nami bengingeke ngikhulume bese umndeni uyahlanga hlangana losisi makazifake ezicathulweni zalobhuti abanye bayadlengulwa bangakhulumi Nina niya jaja nje
@lungilesibisi6223
@lungilesibisi6223 9 дней назад
Hayi bo uwrong lobhuti akasahlebeli noyedwa nje nomngani wakhe nabakubo usile lomfana phephisa nrombazane ukuzwisile ubuhlungu lo benomamakho shame kwaze kwabuhlungu bandla kuyezwela😢😢😢😊
@mampolimalinga2150
@mampolimalinga2150 3 дня назад
Kuyafana nje ukuba wamtshela uZanele bekangeke amkholwe, lento ayikholwakali ilihlazo nje, ubezophika
@nomusaharriet7997
@nomusaharriet7997 18 дней назад
Ihlazo Jehovah ngiphelelwe unesibindi lomntwana ulimele kakhulu
@user-mx1rm9ir3o
@user-mx1rm9ir3o 18 дней назад
Kodwa naye lo mkhwekazi ukhohlakele
@user-mx1rm9ir3o
@user-mx1rm9ir3o 18 дней назад
Umamaz😊😊
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 17 дней назад
Doti kamamaz
@user-bj4bf9mn5l
@user-bj4bf9mn5l 13 дней назад
😢😢😢😢
@luckyngaleka6166
@luckyngaleka6166 17 дней назад
You’re very gifted, Maqumbane. I wish this would play everyday, ngathi lingakusa kude ikhono lakho, bafo.
@nsthembile54
@nsthembile54 17 дней назад
I salute you Mphathi luhlelo very intelligent
@jabulisiwedludla9459
@jabulisiwedludla9459 18 дней назад
Anobuye nithi niyadlala, nhloboni yamanyala Lena.
@ThokozileHarriet
@ThokozileHarriet 18 дней назад
Mxm unamanga bhuti and uyinja bhuti phuma kulentshebe bebelalana bebenza wen I slima phuma kule ndoda
@TeneleDlamini-q7c
@TeneleDlamini-q7c 18 дней назад
Lapho indlela aymisele ngayo uSomanga😂😂😂😂nomqamelo wakhe😂😂😂ndlela awbambe ngayo ngathi kuthiwe uzophucwa wona
@fundisiwengcobo-pz8bc
@fundisiwengcobo-pz8bc 18 дней назад
My Favorite❤ kunini ngikucinga siyabonga senize nafika🙏
@andilephumlile8578
@andilephumlile8578 10 дней назад
😢😢mhhh aii ngyazwelana nalocc uyibhokodo strong uzokuthola ukujabula ngoba usuyikhiphile ingonyuluka❤❤❤ I'm proud of you strong
@kumbiraijasi8122
@kumbiraijasi8122 17 дней назад
The painful part of this issue is that this girl she looks younger than her so-called doda yakhe. She is the one who was supposed to do what that doda yakhe is doing, but it's the other way around she must stay away from him he doesn't deserve her, watching from New Zealand keep your good job bro
@mathandieperms4353
@mathandieperms4353 11 дней назад
Hook me hey nami wanna come to New Zealand
@aprilmotau-pm6gr
@aprilmotau-pm6gr 18 дней назад
Sjyabonga powerful presenter Maqumbana!
@zamamkhwanazi2441
@zamamkhwanazi2441 18 дней назад
Akazisoli uzobiza camera thinking ucc akalitholanga iqiniso, how can you forgive this.. ngeke
@ThobileShazi
@ThobileShazi 3 дня назад
Awuh waze wakhohlakala umfana ,baleka Sisi ngazo zombili, amanyala anjena🙆🙆
@user-lj7lh3hj7g
@user-lj7lh3hj7g 14 дней назад
S'fiso must simple understand Zanele has moved.. He must accept levels.. Frm being a b/friend to a Step father.. Can't wait for action packed part 2
@Smangele-ms5fo
@Smangele-ms5fo 17 дней назад
Waze wakhulumisa kwaBhongo uBhuti,the Late Bhongo from Family bond
@marksibiya6300
@marksibiya6300 17 дней назад
Wuye nqoo😂
@mdumiseninsibande3071
@mdumiseninsibande3071 17 дней назад
Bayafana 😂😂😂
@sontomabuza1099
@sontomabuza1099 17 дней назад
😂
@user-vp6rd3dg5y
@user-vp6rd3dg5y 15 дней назад
Exactly
@siviwekulu6996
@siviwekulu6996 15 дней назад
Even nasebusweni 😂😂😂
@BonganiBon
@BonganiBon 18 дней назад
Akukho okufihlakele okungayikuvela bakubhaqile nja ukhohlakele ntombazana phuma lapho udlisile itimu qubeka ngempilo ulamanga umfowethu
@TYELENGWEMlengana
@TYELENGWEMlengana 16 дней назад
Yizoki lobhuti 😂 angek adabule kwiselesel up bhuti you're a good presenter.
@user-ix8pr6un7w
@user-ix8pr6un7w 17 дней назад
Wow I can't wait to see part 2
@bluesky1685
@bluesky1685 18 дней назад
Udinga impama lo.... my favorite show always doing the most with the host❤‍🔥🔥🔥🔥
@mzecswethu3727
@mzecswethu3727 18 дней назад
Ayy losisi muhle ❤️🔥ngipheni inumber yakhe ..
@sikhumbuzongcobo4242
@sikhumbuzongcobo4242 17 дней назад
Hhawu kuzeka
@user-zi5tf4dy9q
@user-zi5tf4dy9q 17 дней назад
I number plz
@sduduzombokazi
@sduduzombokazi 14 дней назад
Bavele ke bengafuni ukusixhumanisa nabo abagilwa mfowam.. Ey lababantu basuke benezinkinga befuna uthando.
@mzecswethu3727
@mzecswethu3727 13 дней назад
@@sduduzombokazi essh uyazi bafo. kumele basixhumanise nabo sibapholise iinhlizyo 😂😂...
@dollymahlangu6148
@dollymahlangu6148 17 дней назад
Umawakho Zanele uyisokhohlakali ube angakuthandi angakufiseli okuhle yingakho akwenzile lokhu ngoba azi ukuthi ama Doda a weak bekafuna ukukumoshela impilo njengoba sekumoshele manje mina bengifisa ukuthi ungamqolela butty ngoba Naye usulibonile iphutha lakhe
@AsandaKhoza-jz3ni
@AsandaKhoza-jz3ni 4 дня назад
Yes iqiniso Uma obenomona l ubone lengane iphethwe Kahle wabona ifanele yena Waze wakhohakal lomama
@boremalatji881
@boremalatji881 17 дней назад
Sfiso is a womanizer and untrustworthy the lady must call it a quite and let it go to avoid more depression and anxiety 💔
@siyanxumalo4230
@siyanxumalo4230 13 дней назад
The lady must call it what...???
@user-oc1hn4ez4g
@user-oc1hn4ez4g 18 дней назад
Kunjanina kweminye imizi? Umkhwenyana ungena ekamereni likamkhwekazi? Nikhuliswe kanjanina Sfiso? Yi breaslet yantonina le uyithunywayo sorry Zan...kwabuhlungu Mfana...emfana Sfiso speak the truth uzolala kwanosbarue bakho why ungatsho emntwini wakho ukuba umama uzama lento saze saphoxeka lilonke isikhuni sibuye nomkhwezeli🙆😭💔
@gladysmokoena1651
@gladysmokoena1651 13 дней назад
Umkhwenyana umkhwenyana bakithi,ujwayezwa kanjani ukungena emakamereni kodwa? Umkhwenyana will never be my son,he knows he's mother,why is he my friend
@Healthplus4men-qi2pn
@Healthplus4men-qi2pn 11 дней назад
Mine ngiva ngatsi I can chose lomjita coz ningamsola nyalo kani he is innocent ,itolo bengibukela iepisode ya taxi driver lolele nemtfwana we owner ,so lomtfwana nguye lowasukela lomjita but nyalo sebafuna kumbulala likely umtfwana utikhulumele but lana make akasekho atotikhulumela
@NomveloNgeleka-mh9hn
@NomveloNgeleka-mh9hn 18 дней назад
Lapho uzilethe wena ku why me waphika wangami eqinisweni akaphume kuwena ubolile
@monicamakaula6028
@monicamakaula6028 5 дней назад
Well done pressenter
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 13 дней назад
Yaze yashuba ke lena madoda akithi yeyiiii kunzima nakimi ,this the number 1 show ku RU-vid eliqiniso futhi unumner1 presenter umaqumbane madoda sukaaaaaaa
@nombulelongidi9313
@nombulelongidi9313 17 дней назад
Winja Wena ntshebe mshiye Zanele zomthola obunye ongeke okwenze islima...lowo mama wakho wisfebe ncono ngoba sefile nxm💔😡😭
@MthokozisiMagudulela
@MthokozisiMagudulela 17 дней назад
Laquba iselesele lentaba
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 16 дней назад
😂😂😂😂😂
@user-yz1on9sz9m
@user-yz1on9sz9m 18 дней назад
Okusho ukut lomama akamzali locc kunemfihlo ekhona la kumama izingane akazitshelanga iqiniso seze wahamba nalo
@Vusumzi-c4z
@Vusumzi-c4z 5 часов назад
Kunzima kakhulu phuma sisi ayikho intozaphinda uyilungise nesigebengu esikwazi ukulala nomamezala kusasa uzomshiya kanjani nengane zenu zmantombazana uyingozi❤
@user-zx6sv4uk7p
@user-zx6sv4uk7p 16 дней назад
kunzima,kodwa cc nawe bewungazi ukuthi uzayicala kanjani lendaba,njengaye bekangazi ukuthi uzayicala njani,kodwa Mama lapho ulelekhona uhambe umoshile
@philisiwenkosi8080
@philisiwenkosi8080 18 дней назад
Ses'fikile thina bathandi bezindaba😅❤
@user-yu8tq4uv1j
@user-yu8tq4uv1j 18 дней назад
Injalo qhawe lamm 🎉
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 17 дней назад
give that guy a crown uyakwazi ukuphika u professor wangempela lo 😂😂
@user-sx1we3ts4m
@user-sx1we3ts4m 16 дней назад
😂
@nombusomahlangu9989
@nombusomahlangu9989 5 дней назад
Ndosi, ngibuka indaba ka anele Dlamini noSifiso Zondi. Bakhona omama abangcolile njenga lomama. Zanele ubazi ukuthi unina umffisela okuhle kanti cha. Ngiyafisa Zanele abene understanding yalento. Manje useyamazi unina ukungcola akade eyikho. Ubengamfiseli okuhle umntwana wakhe. Ngiyafisa Zanele amxolele umyeni wakhe. Akayena kwi Counseling Zanele. ❤
@mrsdubenxasana8619
@mrsdubenxasana8619 2 дня назад
What wena y ngamxolela umuntu obona your mom mpumpum heeey sis Ewumkhenyana Wakho Awuzithande Ntombi
@user-nt9gb3pi1k
@user-nt9gb3pi1k 13 дней назад
This young lady knows her worth ❤
@user-bh2od3xb1w
@user-bh2od3xb1w 18 дней назад
Ngeke isalunga seyonakele le, awachithwe amanzi once, ubhuti akazilungise ayodinga kwenye indawo n ucc naye ngeke kusamlungela ngoba ubhuti sengubaba oomzalayo ucc ngokuba walala nomma wentombi, intombi sokumele iyodinga omunye umkhwenyana ozomhlonipha
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 17 дней назад
Cha ngeke isalunga ngempela and ibuhlungu kakhululu
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 18 дней назад
Yehheni ngibabaziseni nomkhwekazi wakho uzenza isi alamu kanti khohlakele ukuthi umama akasekho aziphawulele wawulala nomkhwekazi cc baleka ngazo zombili okulandelayo kuzoba dadewenu or abangane bakho isikhohlakali lesi
@user-hy3qd5ku4o
@user-hy3qd5ku4o 16 дней назад
Kunzima kulelizwe.kanti inhlonipho ishonephi
@thulanivictordube-nu5sm
@thulanivictordube-nu5sm 17 дней назад
Mamazi babazi😂😂😂😂kodwa mxolele sistaz if kukuty usamthanda kodwa.Ngiyazibuza ukuty uyibone nini lento uyibone umawakho eseshonile noma engakashoni
@makhosimazubane1701
@makhosimazubane1701 13 дней назад
Fosho ubone eseshonil ngoku vula fone kamama kusalungiselelwa umngcwabo
@sifisodube4686
@sifisodube4686 13 дней назад
Yenzeka lezinto nami umama zala uyangufuna mdala kakhulu ulambile
@sifisodube4686
@sifisodube4686 13 дней назад
Yenzeka lezinto nami umama zala uyangufuna mdala kakhulu ulambile
@jabulanibmanyoniofficial8179
@jabulanibmanyoniofficial8179 17 дней назад
Selesele lentaba you handled this emotional and painful show so well my brother big up to you.. Sisi Zanele, may God comfort you from the double pain. You are a woman of integrity, pity your husband did not know that. As for ubhuti uS'fiso I have no comment for you, except to say give your life to Jesus Christ. It's only Him who can set you free from this dilemma. Nevertheless I pray for God's intervention in this situation. Never a problem Jesus cannot solve
@sithembhileconco1630
@sithembhileconco1630 18 дней назад
"Shwele!!" I give up!!! Hha kuñingi😮😮😮
@petrusmakhanda9844
@petrusmakhanda9844 18 дней назад
Bhuti wam this woman is hurt, umlimaze ngaphakathi , just leave her alone don't force or beg her to come back bcz she will come with the intentions to pay revenge & for sure ngeke ukwazi kusimela le so Simo. Let it go noma akukho Lula but vuma you messed up & you will never fix this but when you force things when the time for revenge arrive you will commit suicide or end up in jail. Phuma bhuti you messed up big time & learn from your own mistakes
@mbonisenimhlongo2531
@mbonisenimhlongo2531 17 дней назад
Impela bafo akahle ngenhliziyo emhlophe umoshile
@mdumiseninsibande3071
@mdumiseninsibande3071 17 дней назад
This is true… kushubile for ubhuti
@ConstanceMasimula
@ConstanceMasimula 16 дней назад
Ukhohlakele lo bhudi banomkwekazi bebalala lobhudi kusele kancani ukuthi uphinde ulale nodadewabo futhi uyisifebe usizile sesi wa sevaa ama photos wabo ungambuyeli akathembekileeee
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 16 дней назад
Ngapha uSfiso uzenza msulwa as if uyi victim, weh Jehova sala uza ngokwakho konakele sigilwa nangabazali bethu 😢
@GeorgeMarule
@GeorgeMarule 17 дней назад
KZN is the only province that is giving God headach
@NduduzoDunge
@NduduzoDunge 3 дня назад
😂😂
@VictorMkukwana
@VictorMkukwana Час назад
Qumba Maqumbana Lobhuti Udlala Ubuqili Obungcolile Okungenzeka Ukuthi Waqomisa Umkhwekazi Bafethu Konakele Langaphandle Okubuhlungu Akasekho Umama
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 18 дней назад
Uyisigebengu esikhulu wenja,uyincanga kuningi sis phuma kulesisilwane😢ngelinye ilanga uzotholakala ufile kungaziwa if uqhubeka izokubulala okwesibili baleka sis you deserve better ntwana. Unkulunkulu uzokukhumbula I know akukho lula.
@nkosikhonahose1333
@nkosikhonahose1333 18 дней назад
Kodwa walingwa ilo mkhwekazi nje bandla and kuyachazwa ukuthi bemuhle😂
@sicolilenkosi2070
@sicolilenkosi2070 18 дней назад
Nam ngiyindoda ethe ukukhula kodwa Zungu cha uhlulekile. Ngeke bafo ngeke. Uhlulekile. Ngeke usuzobonwa uyena u makoti wakho. Wonile bhuti ngeke we Jesu. Ngiye saba😢
@nkosieandilendebele6962
@nkosieandilendebele6962 18 дней назад
Yemeni yebantu😮😮😮😮😮😮😮😮 ncono kuba usakhona umama ubazi kdw ubafo yingakho besa a ukuyolanda umkakhe
@sicolilenkosi2070
@sicolilenkosi2070 18 дней назад
@@nkosieandilendebele6962 hhayi ngisho kuthiwa uyamkhulumela... Ngeke bandla 😏
@hloniphanindlela4800
@hloniphanindlela4800 18 дней назад
​@@sicolilenkosi2070..ubhedile umjida strong
@sicolilenkosi2070
@sicolilenkosi2070 18 дней назад
@@hloniphanindlela4800 Abuye abe yisilomo enjalo nje. Bona amanga ubanjwe esesethuneni umamazala manje usejeza yedwa🙄
@user-vo5nt9iw9g
@user-vo5nt9iw9g 18 дней назад
Ubebolile lomama 😅😅
@nombulushaba3503
@nombulushaba3503 17 дней назад
kodwa lomama why ungasekho ngoba besomlanda fresh
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza 16 дней назад
Kuyakhulunywa ,kusolwane, kuthelelwane amanzi kuxolelwane , mangabe kukuthi isigaba sothando enikulo niyasiqonda nobabili ,
@sbonelomdima85.c
@sbonelomdima85.c 18 дней назад
Sinamanga leskhohlakali siphika yonke into😊😊😊
@Equitesmeadowview-qs3yf
@Equitesmeadowview-qs3yf 18 дней назад
Laqumba iselese ngiyafisa lendoda sibone Kwa SABC iphiwe lento yobuntatheli
@scelowonkewonkembonane970
@scelowonkewonkembonane970 18 дней назад
Usakhona umuntu obuka SABC !? 😅
@neosehloho1802
@neosehloho1802 18 дней назад
​@@scelowonkewonkembonane970😂😂😅😂
@neosehloho1802
@neosehloho1802 18 дней назад
😂😂😂😂
@SfisoXulu
@SfisoXulu 18 дней назад
Inkosi yezintatheli sebevumile 😅
@bathandwandongeni8764
@bathandwandongeni8764 18 дней назад
😂😂😂😂😂😂​@@scelowonkewonkembonane970
@Smangele-ms5fo
@Smangele-ms5fo 17 дней назад
Waze waPolite uCc ngaze ngafisa ukfana Naye Shem ngb uyalibeka iQiniso bt akaPhakami
@njabuloherrymasina2674
@njabuloherrymasina2674 12 дней назад
UDangerous kakhulu umuntu onjena ukuth makakwatile angapakami ngozi politeness yakhe idila nawe
@LiversMazwe
@LiversMazwe 17 дней назад
Mina nsolu mama wamoshu mshado wengane yakhe
@MduduziButhelezi-u3s
@MduduziButhelezi-u3s 18 дней назад
Yhoo.omama bamanje
@nkosinathimagcaba9652
@nkosinathimagcaba9652 18 дней назад
😂😂😂 ngiyayiqala into enje...vuma brawami ububashaya both
@user-ds6jc5yx1p
@user-ds6jc5yx1p 15 дней назад
Nje
@tshengisibiya9190
@tshengisibiya9190 12 дней назад
Kodwa iPresenter mayisithi " asikhulume iqiniso ke manje" 😂😂😂😂
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 5 дней назад
Weeee umama died engazange asuse ama conversations akhe nama nudes abewathumela u Sfiso 😱😱😱 Zanele lahla Iomfana usile unfortunately uMamawakho akasekho ukuphendula naye usile. Lomfana uyithatha kancane indaba yokuthi ugangile nomama ka Zanele lento eyenziwe u Sfiso is an ultimate betrayal.🤦🤦 Mamazi Babazi wuuuuuu uyangidina no Sfiso🙄🙄🙄
@ntombithusi3906
@ntombithusi3906 18 дней назад
Thabiso ngya kuhlonipha my brother 🙏🙏
@jamesndiyaza
@jamesndiyaza 17 дней назад
Lomlisa walobola be4 time, usengumfana, akakulungel ukungena ebudodeni, mina kwenzeka intombi kamfwe2 ingthumela indunu ngo whatsapp ngayphoxa yakhala, wa4ne ubhuti ngangatshela ukuth why ngiphoxe umuntu wakhe, ngize ngamtshela eseno 3 years ahlukana nalocc
@ThembakaziMnqayi
@ThembakaziMnqayi 15 дней назад
Yhaz mfethu Thabiso Host this show iyakufanela kakhulu n ur manner of approach counts a lot u know hw to handle these situations n the way u question them i like it u make it very interesting keep t up
@nozipholwandle
@nozipholwandle 18 дней назад
mxm kazi wayencoma yiphi intshebe e handsome nalomama
@sphamandlangcobo3099
@sphamandlangcobo3099 18 дней назад
😂😂😂😂😂😂 Nxxx Yaz ngcasuke Kabi kumanjee ilamasimbentshebe
@NomceboKgiba-go3fy
@NomceboKgiba-go3fy 17 дней назад
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@SimangelePatricia-mp3sm
@SimangelePatricia-mp3sm 17 дней назад
𝐔𝐛𝐟𝐞𝐛𝐞 𝐛𝐚𝐬 𝐛𝐮𝐦 𝐧𝐠𝐞𝐧𝐡𝐥 𝐞𝐨𝐚𝐦𝐛𝐞𝐥 𝐦𝐤𝐡𝐰𝐞𝐧𝐲𝐚𝐧𝐚 𝐧 𝐤𝐚𝐝 𝐛𝐚𝐛𝐞𝐝𝐥𝐚𝐧 𝐥𝐚𝐛
@Thobekambokazi
@Thobekambokazi 17 дней назад
Kazi unoneni presenter 😮 Zanele ungabuyeli kulobhuti . USfiso ukhohlakele nomama kaZanele singamkhohlwa ukhohlakele naye usiphoxile thina njengembokodo.
@user-ki5en1si2g
@user-ki5en1si2g 16 дней назад
Tshiya idoti Zanele u deserve better than this ❤uzoyithola enye indoda ezokuhlonipha ikuthande
@mduduzizulu2254
@mduduzizulu2254 14 дней назад
qumba maqumbane awulithathi isayidi good show keep it up boy . why mina
@welcomeshangase5399
@welcomeshangase5399 18 дней назад
Ngibone nge-smile sengcanga ukuthi ucc uphethe isgaxa sempendulo 😅😅😅😅
@user-yu8tq4uv1j
@user-yu8tq4uv1j 18 дней назад
Ndaklaaaaaaaaaa isigaxa 😅 uqinisile laphoke
@phelongcobo4085
@phelongcobo4085 18 дней назад
😂😂😂😂😂😂😂
@ZandileNyaba
@ZandileNyaba 18 дней назад
Smile sengcanga😂😂😂😂
@pamellandunge9172
@pamellandunge9172 17 дней назад
😂😂😂😂mina ngimbone ngokuthi ashukumise unyawo ngasho ngathi zizokhala la
@user-it5vg2wz5k
@user-it5vg2wz5k 17 дней назад
😂​@@pamellandunge9172
Далее
Воскресный утренний стрим!
1:00:16
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA
54:21
Воскресный утренний стрим!
1:00:16