Тёмный

Zim Dollar ukhwele wadilika Ku Mthandeni, Zimiphi Biyela eziphendulela kwi Vuma FM 

Revival Channel KZN
Подписаться 28 тыс.
Просмотров 10 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

7 апр 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 57   
@norahrooi2260
@norahrooi2260 3 месяца назад
You go girl I am so proud of you 💪👊🙏
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 3 месяца назад
Wathinta abafazi wathinta imbokodo. You go gal ❤
@mncedindovela1227
@mncedindovela1227 3 месяца назад
Naku sekuburukwa! Kwenzakalani manje 😄😃😄😀
@siyabongancanana
@siyabongancanana 3 месяца назад
Nawe Zimdolar uyasatshwa kunini nje wawudicilela isthunzi sokhozi kodwa bekuyeka
@siyabongancanana
@siyabongancanana 3 месяца назад
Just because u hate Mthandeni now ngeke nisakubona ubuhlaza nobudlobongela bukaZimdollar
@user-by5tf1ju3z
@user-by5tf1ju3z 3 месяца назад
Ngaze ngakthanda Zimiphi mfethu aybo uyayimela into yakho ey uyinsizwa nsi awzwani nombhedo nomfana oyi Diva othand ukbukwa umbeka endawen yakhe khuphuka lapho tshitshi lesbhono,vele unesende elncan loyo umbuka nje inxiwa
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Weeeeeee! Yingakho engasophinde nje afundi nhlonipho losisi unconywa noma ephambuka.
@phumzilenyamane4401
@phumzilenyamane4401 3 месяца назад
Good Mabiyela uyeyisa umthandwni no respect nje loyamfana
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Weyisa ngokwenzani laphayana?
@hloniphani1
@hloniphani1 3 месяца назад
But why was it necessary for the presenter to get a confirmation from u Ali?
@user-oo9vu4kt2i
@user-oo9vu4kt2i 3 месяца назад
Iyadelela lakwekwe 😢 niboke nisinike EC siyise entabeni indala ngoku lekwekwe
@maureenphumlanhlengethwa1286
@maureenphumlanhlengethwa1286 3 месяца назад
Alikho iphutha elenziwe uZim ubekhipha umuntu owone umcimbi qha ,ukungasigcini isikhathi kukhomba ukuthi awuwhloniphi umcimbi
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Ngethemb ukuthi usuyalaz iqiniso manje ukuth uMthandeni wafakwa wuban e-stage,next asibolinda sizwe both sides ngoba noma sesidukiswa ngeke sibone.
@BusisiweGumede-fy7dz
@BusisiweGumede-fy7dz 3 месяца назад
😂😂😂😂 kodwa Zimmm ❤❤😂
@MpenduloNtuta-tp2jb
@MpenduloNtuta-tp2jb 3 месяца назад
Wayefane dilika nje kumthandeni.yavele yabonakala uba uyamleqa and umleqela uba washiywa.caba unazo nentwe zncinci kwayena u sisi ingakanani lentwana ingu mthandeni kuye
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 3 месяца назад
awu ai ibhimbi uzimiphi namanje usabhimba
@user-yr9nz5fb7g
@user-yr9nz5fb7g 3 месяца назад
Umuhle😊
@jabulanindawonde7624
@jabulanindawonde7624 3 месяца назад
Ustage manager ubelaph ngekathi engena emsakazweni ama security abelaphi boh.kahleni lana.
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 3 месяца назад
Kade ayebakhona amaciko esifazane, awulona kwaxikoke dadewethy kunganjani unamathele oKhozini qha Mina ngibona kanjalo hayi kabi
@FikileMilando
@FikileMilando 3 месяца назад
❤❤
@XolaniMlungisiKhumalo
@XolaniMlungisiKhumalo 3 месяца назад
Lo Zimdola wenu usazongana 30x or above that
@nomasontobhunu6036
@nomasontobhunu6036 3 месяца назад
Uthandu kubukwa lo Mthandeni🤞
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Ngokwenzani kwakhe? Uma singazifundisa ukulalela wonk ama side before sikhulume kungaba kuhle. Angethembe ukuthi usuyalazike iqiniso manje.
@user-pw1cr3qf3h
@user-pw1cr3qf3h 3 месяца назад
ay uyakhuluma wezimiphi
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 3 месяца назад
Zim..akukho olubi okwenzile .
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Namanje usamvuna? Yini ayenza enhle?
@jabulanindawonde7624
@jabulanindawonde7624 3 месяца назад
Udlale kanjan ebe sekushaye isikathi sakhe pho estage
@fisanizondi951
@fisanizondi951 3 месяца назад
Ai Zimiphi ngikuthulela isgqoko iqiniso uyalikhuluma ulibeké obala awuncethezi,awumsabi wena wedwa uMthandeni,why engasatholakali ushaywa isazelo
@nanihlethwala
@nanihlethwala 3 месяца назад
😂😂ALl ubaleka nentambo 😂
@siyabongancanana
@siyabongancanana 3 месяца назад
Futhi its not kuthi umuntu bonke abantu bebemsaba sometimes kwamele uzibheke wena kuthi wenza ngakho yini
@KholwaniSiziba-fh1xz
@KholwaniSiziba-fh1xz 3 месяца назад
Ucashe ngeskhumba semvu sisi selivelile iqiniso
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 3 месяца назад
9mm dadewethu😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 hawuwemalo
@user-vn7jd9ln9k
@user-vn7jd9ln9k 3 месяца назад
Mxxxm
@FocusMsuthu-pd1jk
@FocusMsuthu-pd1jk 2 месяца назад
Wena zimephi uyabheda nd umelenje ususwe phambi kwabantu ngoba umdaka entliziyweni ucinga uba kophatha wena yonke indawu kwaye ungaphinde ubize igama likankulunkulu ngomlomo wakho ngoba wena uyinjaaa shit mani awunantlonipho mani yerrr
@sbusisongobese3349
@sbusisongobese3349 3 месяца назад
Inja yomfazi le
@nkosinathirichard9154
@nkosinathirichard9154 3 месяца назад
Uyinja ngokwenzani mf'wethu
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 3 месяца назад
manje utshela abantu ukuthi ubenuka utshwala ufuna bangamqashi yin kweminye imcimbi ngoba wena ngabe ukhulumela umcimbi wakho not imcimbi yabantu
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Ekubebeni naye usisi wayesedakiwe
@bonganimncube377
@bonganimncube377 3 месяца назад
Awusyeke wena udinga lento 🍆
@Thobani-nd7ye
@Thobani-nd7ye 3 месяца назад
Akayeke ugologo losisi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Umthandeni yena achubeke nogologo?
@PrimroseNcube-tg6vd
@PrimroseNcube-tg6vd 3 месяца назад
Okumele ayeke ugologo nguMthandeni
@phumzilenyamane4401
@phumzilenyamane4401 3 месяца назад
Indlela omsaba ngayo umthandeni even ayenza udodi awubini u promoter udodi nje yeses
@Thobani-nd7ye
@Thobani-nd7ye 3 месяца назад
@@phumzilenyamane4401 kshuthi niyawathuka amadodenu nina
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Angazi niphikani ngoba usisi vele wayesephuzile uma ungakholwa shiyi number ngikuphushele isthombe sakuloya mcimbi ephuza okwesbili before nivune umuntu ebheda lalelani yonke inkulumo ka stage manager okungu Ncushela okunguye osuke eqashelwe ukulawula i-stage yilaphoke eniyobona khon ukuthi umculi wazingenela or wafakwa ngokusemthethweni bese kuyima nikhulumake.
@Thobani-nd7ye
@Thobani-nd7ye 3 месяца назад
Unprofessional radio host
@DaphneyLuthuli-nw4oc
@DaphneyLuthuli-nw4oc 3 месяца назад
Ubufuna ukubukwa nje wena Zim Dollar eyani inhlamba nokuphusha umuntu weslisa kanjeya uphuma silwe ukhombisa la uzalwa khona
@user-by5tf1ju3z
@user-by5tf1ju3z 3 месяца назад
Akamsabi ké vele akafunde ukzhlonipha ngeke babukise ngayo
@TshengisileNdlangamandla
@TshengisileNdlangamandla 3 месяца назад
Umlayil yaphapha lo namehlo amakhul around uzenza istaring edelela imicimbi.
@transcripttranscript3039
@transcripttranscript3039 3 месяца назад
She ruined the event .Fusegi really sisi uzivezile emphakathini that you are a bully
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Wena ungamkhipha ngomusa umuntu ophazamisa umcimbi wakho?
@transcripttranscript3039
@transcripttranscript3039 3 месяца назад
@@vusimngomezulu2500I said what I said
@TshengisileNdlangamandla
@TshengisileNdlangamandla 3 месяца назад
Bekmele omncenge ebe edelela kahle bo.
@senzovincent1038
@senzovincent1038 3 месяца назад
@ Khuphuka lapho Zimdola
@NomusaMkhwanazi-ps4vc
@NomusaMkhwanazi-ps4vc 3 месяца назад
Cha uyamgxeka Shem omunye umuntu ngathi wena awukaze wabanamaphutha kodwa nawe unokwakho ulungise iphutha ngelinye iphutha kwawena ñje niyafana ñje Naye Mthandeni
@muzikhonantombela5068
@muzikhonantombela5068 3 месяца назад
Mina udadewethu ngiyamgxeka noma engazivikela ethini kodwa uphambuke kakhulu, okokuqala nje ngokomsenzi ungumsakazi okushukuth usemehlwen abantu, okwesibili ungumhleli womcimbi ngakho akumele aziphathis okomdlwembe kuye silindele ukuth aphathe abaculi ngendlel efanayo and abahloniphe ngokulinganayo. Ngize kweyomcimbi wakhe, uqashe u- stage manager okunguye olawula sonke isimo mayelana ne stage okuhlanganisa iskhathi sokudlala kwabaculi aphinde alawule ukusebenza ko-MC. Uma uZimiphi ayengafun uMthandeni adlale kowakhe umcimbi kwakumele atshene uNcushela okunguyena owayeqashelwe lokho ngoba nguyena futh owalanda uMthandeni ukuba ezodlala as u-stage manager akazingenelanga, even o-MC okwakungu Kiss-before noMashudula yibona abambiza ukuba ezodlala njengawo wonke nje umculi ngokuyalelwa ngu stage manager. UZimiphi akayeke impakamo azehlise axolise la okumele axolise khona not ngoba esexolisa kithi nje ngoba useyaz ukuthi walwa nomunt owrong instead ukuth alwe nabaphathi bohlelo. Namanje ngisasho akangavunwa umuntu ephambuka kunalokho akakhuzwe.
@user-oo9vu4kt2i
@user-oo9vu4kt2i 3 месяца назад
So usiburuke ulungile? Angabambi maxesha aphazamise into yabanye abaculi coz lixesha labor libekiwe
Далее
Недооцененный котел в Симс 4
00:37
uKhuzani ejabulisa abantu eMabhida
3:31
Просмотров 245 тыс.
MK Party John Hlophe vs Ramaphosa And GNU
26:54
Просмотров 167 тыс.