Тёмный

Abantu bathi uthwele uFogiyane zizwele echaza kabanzi 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 7 тыс.
50% 1

Uthi uFogiyane imvula iyahambisana nodaka....

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 42   
@siphonkosi7933
@siphonkosi7933 11 месяцев назад
UTHWELE WAVUSA ISTHWALO SIKA,MKHULU WAKHE
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 11 месяцев назад
Mpunga yesintu thina banye siyalahleka manje. Wena uhlale usitshela ukuthi umuntu osebenzisa izinto ezimbi nezingcolile akangeni kwelamathongo uyaxoshwa savuma. Manje futhi wena usizisela abantu abathi basebenzisa othikoloshe nezilwane ngoba naku bajabulisa omkhulu babo ababesebenzisa zona lezinto. Kanti mnewethu umuntu olahliwe kwelamathongo uyakwazi yini ukuba ithongo noma idlozi elihle elingakwazi ukwezela okuhle abaphilayo ekhaya?
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 11 месяцев назад
Kodwa wachaza kuth labantu ubalethela ulwazi ai ngoba egxumezela kuth kuyiwe kubona
@NokukhanyaMtolo
@NokukhanyaMtolo 11 месяцев назад
@vusimngomezulu2500 Mina angbuze wena ukuthi uphi loyena owabhale lelibhayibgeli akasilo yin idlozi ngoba phela akasekho kodwa naku uyaqhubeka ngokumphakamisa awuke uyozbuza lombuzo bese uzbuza ukuthi abakini ubakhohlwa njani ongabazi ubaphakamisa
@maviyoasenkandla2289
@maviyoasenkandla2289 11 месяцев назад
Iphutha elenziwa abazali bethu ukuth babenezinto zabo bengasitsheli,bengasifaki phansi kwezinto zabo,bavuma imigomo ecindezela thina zingane zabo😢
@siphelelesibusiso6255
@siphelelesibusiso6255 11 месяцев назад
Ei lento oyshoyo inzima kabi and ngyayazi
@andilenkabinde1191
@andilenkabinde1191 11 месяцев назад
Eish kunzima okwangempela futhi
@maviyoasenkandla2289
@maviyoasenkandla2289 11 месяцев назад
@@siphelelesibusiso6255 bafo nami ngiyazi kahle lento inzima 😥
@maviyoasenkandla2289
@maviyoasenkandla2289 11 месяцев назад
@@andilenkabinde1191 kakhulu 😥💔
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 11 месяцев назад
Sithwele kanzima manje thina ngenxa yezimfihlo zobamkhulu bethu ngokusifihlela izimfihlo ababebambe ngazo imizi yabo osekungamakhaya ethu manje. Thina sesiyphumputha nje manje into esingayazi and ngeshwa lethu azisekho izinyanga ezifana nabo ekwazini ikhubalo , ngoba omkhulu bethu iningi labo lalingezona izinyanga kodwa babazi ikhubalo
@mchindawekanyi
@mchindawekanyi 11 месяцев назад
Ayikho indaba ka-Fogiyane,kuyacaca ukuthi uthwele.
@gloriamandla8526
@gloriamandla8526 4 месяца назад
Uhlola ñgamalini mkhulu
@sakhilephungula5029
@sakhilephungula5029 11 месяцев назад
Iphi lendoda ayilanda uFogiyane okuthiwa uThwalitshe. Indoda edla ushukela.😂😂😂
@nhlakashangase5185
@nhlakashangase5185 11 месяцев назад
Uzizweleke Mbukeli ungesiyona ingane, sekukuwe ke ukuthi uyabahamba yini abantu abasebenza njengaye!!
@khulanimdluli4110
@khulanimdluli4110 11 месяцев назад
Inyanga kodwa madoda ufogiyane
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 11 месяцев назад
Kodwa manje uyavuma nje ukuthi uThwele? noma yimina ongezwa isizulu?
@daluxolorhodesiasibisi1322
@daluxolorhodesiasibisi1322 4 месяца назад
Lol cha uvimile nje impela but indirect
@luckytau6331
@luckytau6331 11 месяцев назад
syabonga zingane zamathingo!🙏
@TeaObsession
@TeaObsession Месяц назад
Igagu ufogiyane
@BhovaOdlamasaladi
@BhovaOdlamasaladi 11 месяцев назад
Ngyamuzwa uFogiyane
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Roman's 10:1-3, Mark 7:7-9,13.
@tathovundla
@tathovundla 11 месяцев назад
MKHULU UMLEKELELI CELA ONGIBUZELA KUMKHULU UFOGIYANE INGABE UYAKWAZI NA UKUSIZA UMA UNGASEBENZI NAYE UMA EBUKA ISIMO SAKHO ATHOLE UKUTHI NGAMPELA AWUNALUTHO UYAFISA UKUTHI UPHUMELELE EMPILWENI YAKHO KODWA KHONA IZINTO EZIKUVALILE ???????
@thabotawo8193
@thabotawo8193 11 месяцев назад
Awu "Fogiyane" That name is legendary🤣🤣
@KEN_2658
@KEN_2658 11 месяцев назад
4G
@tathovundla
@tathovundla 11 месяцев назад
MKHULU NGICE NGELINYE ILANGA UKE UKHULUME NGENKAMBI ZAMANZI OR ZOMFULA UKUTHI ZIDLIWA UMUNTU UMUNTU ONJANI .
@tathovundla
@tathovundla 11 месяцев назад
THOKOZA MKHULU UMLEKELELI NO MKHULU UFOGIYANE NGIYOYITHANDA INTO ENIKHULUMA NGAYO LANA KULOMFANEKISO OQOSHIWE ,MKHULU NGINEKINGA LANA ABANTU BATHI MINA NGITHWELE KODWA ANGINALUTHO KUMANJE SIKHULUMA,CELA UKUBUZA UMUNTU OTHWASELA EMANZI NGABE UYATHWALISWA NGENDLELA YAKHONA YASEMANZI NGOBA UZATHI OMUNYE UMBUKELE MKHULU MINA NGINOKUPHUMA OR NGIBONISWA UMKHULU OR KHOKHO EWAYETHWEL E NJALO UMA EFIKKA KWISIBONAKALISO UTHI UMSUKULU MINA NGANGITHWELE MINA UTHOLE UKUTHI NJENGOBA EKHULUMA KANJE KWISIBONAKALISO WAYETHWASELE EMANZINI???????????
@velanxumalo5967
@velanxumalo5967 11 месяцев назад
Syabonga
@StvnleyFromDurban
@StvnleyFromDurban 11 месяцев назад
😅angivumi mpunga yesintu imkhuba iyona emosha isintu
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 11 месяцев назад
Mkhulu Ngcobo ngyalivuma leligagu lakwaZidwe
@lorramokoka7778
@lorramokoka7778 11 месяцев назад
Fogiyane is it the dlozi name
@khanyisanimngadi8955
@khanyisanimngadi8955 11 месяцев назад
Mpunga kufanele uwuphendule ngokwakho lo mbuzo othi uma kubonakala umcebo kodwa owawungcolile uyathatheka yin ngaphandle kokuhamba leyo ndlela?
@nqobilekhanyiswa4371
@nqobilekhanyiswa4371 11 месяцев назад
Nam ngvumelan naw still njee angphenduleki min ukt ke uwugeza kanjn umcebo owawungcolile ngoba lee yokvusa imkhovu chaa ngeke
@TaWongs007
@TaWongs007 11 месяцев назад
Uphi udlushukela wakhe u fogiyani?
@xolanimtambo7532
@xolanimtambo7532 11 месяцев назад
Uyinjula buchopho Mpunga!
@musazwane6013
@musazwane6013 11 месяцев назад
Bathi abantu uthwele 😂😂😂😂😂😂
@StvnleyFromDurban
@StvnleyFromDurban 11 месяцев назад
lol ayikusindi nje kodwa le nsizwa
@andilemphemba4859
@andilemphemba4859 11 месяцев назад
Sikhulekile layikhaya ngicela kubuza uMzukulu uyakwazi yini kuphatha izikhwama Zika mkhulu wakhe wako malume Uma omalume bese khona kodwa abazinakile?
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 11 месяцев назад
Yebo umuntu odlulisela izikhwama uyazikhela lona amnikeza zona. Uma naye umzukulu engasinaki noma ongasithathi sidlulela esizukulwaneni.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 11 месяцев назад
Inpunga
@zwelethudweku2102
@zwelethudweku2102 11 месяцев назад
Impunga yesintu kwenzenjn manje mkhulu wami wasilandela umuntu ofundisa nento ohlezi uyihlaba
Далее
Nali iqiniso ngeSgubhu kanye noPhondo
17:26
Просмотров 10 тыс.
Women’s Free Kicks + Men’s 😳🚀
00:20
Просмотров 12 млн
Indiki liyahlupha
17:56
Просмотров 9 тыс.
ubungozi bama Boyz kanye nama Girlz
14:44
Просмотров 7 тыс.
Babu Dokotela Tv     |    Secret of WEALTH
21:09
Просмотров 45 тыс.
Izizwe nobungozi bazo
17:10
Просмотров 17 тыс.
IMITHETHO OYIGCINA UMA UZOPHAHLA NOMA USUQEDILE
16:53
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
48:45
Просмотров 34 тыс.
Ukwamukela isikhwama nokusigeza
15:00
Просмотров 7 тыс.
Imali esheshayo | Ukuqwayiza | Ubutabane
49:35
Просмотров 7 тыс.
Inyanga Yo MPEDI Tv   |   Intambo yenhlanhla no Msebenzi
10:30