Тёмный

Ayanda Msweli Foundation | Ixoxwa Ngekhwela Eyakwa Hlabisa 

AyandaMsweliTV
Подписаться 83 тыс.
Просмотров 82 тыс.
50% 1

Развлечения

Опубликовано:

 

10 мар 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 234   
@thobekavalerie111
@thobekavalerie111 Год назад
Isono ...kubuhlungu ngempela ukuzwa lokhu . Ngyathembe uNkulunkulu uzowapholisa amanxeba kumama .. Usaqhubeka umnyango wezempilo nokusenzela phansi😪😭
@mzothulemsezane2703
@mzothulemsezane2703 Год назад
phephisa Mama kwazwe kwabuhlungu ,God may be with you during this difficult time 🥲💔
@luhlelobuthelezi9679
@luhlelobuthelezi9679 Год назад
Baba Nongalo . Kwangathi uThixo neThongo lakwenu bangakukhusela nje bakuphe amandla nesibindi sokumela abantu bakithi 👏☺️
@Syamthembu5
@Syamthembu5 Год назад
Izinto ezenzeka ezikhungweni zikaHulumeni wethu ziyethusa nje 😡😡😡💔💔 iphutha lisesibhedlela nje abakwazi ukusola usis kulolundaba kwaze kwabuhlungu yazi ngathi umntwana engalala ngokuthula uphold nawe mama nomndeni😭😭😭. Sibonge nakuwe BabuMsweli ngokungenelela usize umuntu omnyama ngoba sisenkingeni serious 🙌🙏💔
@thembidlamini745
@thembidlamini745 Год назад
😭😭😭😭iphuma kanjani ingane u doctor engayibhekile ukuthi ichamile yini ohh isiyile yini toilet Haruna ukuboshwa abanaki vele abasebenzi bakwaHlabisa ababoshwe ngiyizwe Kwa Sassa beyixoxa omama lendaba phephisa cc
@viviangoldstone1828
@viviangoldstone1828 Год назад
Awu kwaze kwabuhlungu sisi wami , engathi ungaphola unkulunkulu uzokusiza 🙏
@maviyoasenkandla2289
@maviyoasenkandla2289 Год назад
Baningi abantu bakithi abahlukunyezwe izikhungo zikaHulumeni,ubudedengu ababenzayo buhlukumeze kakhulu abantu abaningi 😥💔
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Год назад
Cha kwaze kwabuhlungu , nkosi yami Nxesew sisi, nawe ngwenya uyahlukumezeka yazi💔.
@zn6471
@zn6471 Год назад
Isibhedlela sikwelikhulu iphutha lana. Bamudedela kanjani uSisi nengane bengabahlolisisanga ngenkathi eyobeletha. Mina ngazi ukuthi abasidedeli sihambe uma ingane ingakayi endlini yangasese. My daughter had to release first stool after a couple og breastfeedings, then thereafter kwaqalwa kwalungiswa kwahlelelwa ukuthi sidedelwe esibhedlela sibuyele ekhaya. Angisho ukuthini kodwa it was in a public hospital kwenye iProvince. Ibuhlungu lenkinga kaSisi 💔
@sonasipholubanzi4836
@sonasipholubanzi4836 Год назад
Crc awdedelwa nj until they know ukth ingane iyancela n 1st stool as u said
@mlungisimlambo3731
@mlungisimlambo3731 Год назад
Eyi nkosyami isono
@mkhizeelizabethntombi1086
@mkhizeelizabethntombi1086 Год назад
Bakithi izinto ezenzeka kulezinsuku,ziyaxaka.Masiphakamisele amehlo ethu ku Jehova owenzile izulu nomhlaba.Lendaba mayibikwe kuye,nguye kuphela onempendulo,ngoba akukho okufihliwe phambi kobuso bakhe.
@nontomukelwa429
@nontomukelwa429 Год назад
Nami ngishocked coz ingane had to pass the first stool b4 discharge of bakwelikhulu iohutha how they dd assessment
@thandynene116
@thandynene116 Год назад
Nami ngazi kanjalo
@prettygigaba4430
@prettygigaba4430 Год назад
Yoooo thixo this is heart breaking bad 💔😭
@UbukaOnline
@UbukaOnline Год назад
Eyakwa Ngema Kwa Ndundulu yayingenayo ndawo yokuchama kodwa ngomusa nje yahlukaniswa sekubuywa KuShembe NYAZILWEZULU e Cilongweni kwesaKwabiyela. Kwaba ngane yentombazanr ikhulile manje leyongane.
@nkulesibiya2036
@nkulesibiya2036 Год назад
Okubuhlungu ngingowakwaHlabisa 😢 eMpanzakazi Ngiyazi eMayakazi Ngiyazi nakwaManqela kwaze kwabuhlungu Jehova ongcwele
@fikelephigasa1251
@fikelephigasa1251 Год назад
Thanks so much msweli windoda for this country same as BI phakathi usekona uNkll ngani nje akabe muhle njalonje uMdali wezulu nomhlaba
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 10 месяцев назад
Hayi uyindoda Msweli mina ngezwa usisi ekhala kanje ngishone khona naye usisi same time iyacika lento 😢😢
@khanyimabaso7008
@khanyimabaso7008 Год назад
We too experienced the same thing, my little cousins called an ambulance for their mom....infact, we all did, at about 21:00 and it only came at 7:00 in the morning but she had passed
@zamindlelabiyase3967
@zamindlelabiyase3967 Год назад
Negligence lena No.2 The health care system yase South Africa is poor It's still developing But some people are at disadvantage because of that Kodwa isisusa It's the Negligence yama health care workers
@siyabongamkhize2788
@siyabongamkhize2788 Год назад
Aybo webhuti I healthcare system iryt kakhulu kabi, kushuthi nje ama health professionals abetetisa lengane agangile. Ngiwudokotela nami angithandi umuntu adelele iprofession yam engayazi
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 Год назад
how come they did not count the baby's orifis 'they were Suppos to see that before they give it to the mother
@nombusongubane5298
@nombusongubane5298 Год назад
Ingane iphuma ingahloliwe kaHlabisa babenga bonanga inenkinga lengane.Isbhedlela sinecala Lana finish.
@ayandamkhwanazi1376
@ayandamkhwanazi1376 Год назад
Maqeda bathi ubudedengu kanina wengane
@ZinhleMagwaza-bq9nw
@ZinhleMagwaza-bq9nw Год назад
Ukuba careless nje ezibhedlela😭
@vusumuzimchunu292
@vusumuzimchunu292 Год назад
the midwife nurse and Dr in labour' ward must be taken in to high Court skhathele yibo ngeke
@silindilenxumalo9541
@silindilenxumalo9541 Год назад
And bhut wami ingane ayiphumi esbhedlela ingachamile, nokukaka. Bamdedela kanjani ingane ingakwenzile kokubili. Udokotela nama nesi yibo ababudedengu ngempela. Mababoshwe. If abaveli isibhedlela asinxephezele usisi.
@sabeloshabane6433
@sabeloshabane6433 10 месяцев назад
​@@silindilenxumalo9541mabethi Albert hospital basho la ethekwin ingane isuke le kwa Hlabisa izofika la bayadakwa lezinto hayi uhulumeni nje bakwethu hayi
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 Год назад
Indaba yesibhedlela sakwa Hlabisa kumele ibhekwe ngamehlo okhozi ngempela 💔🥺 kusemakhazeni laphaya #kuyafiwa..bayadelela benjalo...kwagcina nga ma90s ukuba yisibhedlela leyanto
@nkulesibiya2036
@nkulesibiya2036 Год назад
Crc sinezihlobo nabantu esibaziyo abadlula kukaningi kwenzeka lokhu 💔😭
@SphiweMncwabe
@SphiweMncwabe 4 месяца назад
​@@nkulesibiya2036Fe set add see add see ensure that tgfe see add we t et DS et stay FF et etc etc t et t RR egg ja St terrtdgrgtcfygftz
@SimphiweManqele-ft3vg
@SimphiweManqele-ft3vg 3 месяца назад
It it is a rude hospital
@mphohadebe3661
@mphohadebe3661 Год назад
U nurse akabonanga u sister wase labour ward akabonanga udokotela cha babudedengu kwahlabisa shmmm akuve ahlukumezeka umuntu ongenalutho emzansi😓😓
@malefumofokeng4759
@malefumofokeng4759 Месяц назад
Obaba mswli sibonga unkulunkulu ngoku bakhona kwakho❤
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 Год назад
Shem God of justice be with us singabafazi nkosi sivikele nkosi vikela thina nabantwana bethu
@xolilemdlulie20
@xolilemdlulie20 Год назад
Ingane bayidedele kanjani ingaka toilet? Ingane kshuthi abazange bayi check ngoba ukube benza okfanele babezokbona oku wrong kyona.. Bab Msweli scela ilwiwe lendaba😭😭😭😭 Ngaze ngabhlungu emoyeni wami
@slindilemsomi627
@slindilemsomi627 Год назад
Kwaze kwabuhlungu sinawe cc ebunzimen bakho nonkulunkulu uyaz futhi uyophendula
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Год назад
Awuuuu kwaze kwabuhlungu Sisi uJehova Abe nawe nomndeni baba Msweli uqine uthwele baba 😭😭
@user-lu1jj8el5f
@user-lu1jj8el5f 4 месяца назад
Saze sabuhlungu lesisimo Kodwa Mr Musweli Izikhungo zakwa Hulumeni Ziyazihlukumeza iziguli Abantu baze bashone ngobudedengu bakhona😥😥😥😥
@lungilenonhlanhla9895
@lungilenonhlanhla9895 Год назад
😢😢😢 kubuhlungu kakhulu lento sisi uthixo uyokuohendulela ngelinye ilanga lala kahle Thandoh
@thandugonose9769
@thandugonose9769 6 месяцев назад
Ohhh kodwa Jesu. Phephisa sisi.
@xoliswa2934
@xoliswa2934 7 дней назад
Ey mkhulu umsebenz owenzayo Msweli ezimpilwen zabantu
@user-cr4po7kl4d
@user-cr4po7kl4d 4 месяца назад
Hlabisake lowo wazi unjalo mina ngabatshena ekhaya ngath what ever engehlelay edinga ezempilo nize ningangiyisi eSbhedlela kwaHlabisa
@BongiweNxumalo-jg9wu
@BongiweNxumalo-jg9wu 5 дней назад
Akutholwe i date owateta ngayo usisi bazophuma ukuthi obami abeba ondutie that day😢
@mbalenhlehlabisa7631
@mbalenhlehlabisa7631 2 месяца назад
Vele isibhedlela sakwa Hlabisa sinakho nje ukungezi kahle😢😢😢
@SizakeleLihle-kp3fd
@SizakeleLihle-kp3fd 11 месяцев назад
Ake ubukisiswe uhlabisa ngezimpendulo ezitholwa iziguli kuma-nesi en izingane ziyafa kakhulu laphayana ngamaphutha abo... ingane yami ibiyoyeta khona madwaleni clinic imbhalele ukuthi aye khona as ese due wafika wabhalisa kahle nezindlela seziphuma umchamo ublockeka uthe eseyofuna umbhede wafike wathi unesi uzosicwalisela imibhede wena hamba kini💔lapho she is 19 yrs usuka emtuba inesi lizomjikisa ngo17:45 lingakaze lamthinta wahamba ngo20:00 esesekhaya waphuthunyiswa emadwaleni nearest clinic wafike wateta.....ngasifisa isibongo sikanesi but angisitholanga just to bless her ngomsebenzi wakhe angawucelanga kunkulunkulu ngoba into oyiphiwe umdali uyayihlonipha en ngibonga icebo lokuthi athi akahambe ngoba mhlape ingane ayikho as benganakani
@user-jt3kc6zd1p
@user-jt3kc6zd1p Год назад
😢😮this so painful lezibhedlrla zamahala avezisihlukumeza kuze kufumuntu usizo ungalitholi akukho ukulungiswa e south Africa ngyazwelana no mamawomntwana kufanele lesisibhedlela kwamele sivalwane noma baboshwe abathintekayo ngyabonga
@babongilehlakanyana
@babongilehlakanyana 3 месяца назад
Bayaqeda abantwana bethu kodwa esbhedlela bakhohlakele ubudedengu bani rha bayakujwayela wavele wakhalosa ndancinga olwam usizi
@buckview7345
@buckview7345 Год назад
Kubuhlung e nursery ama nurse awazinaki izingane once ingane yakho yafakwa e nursery plz kungapheli iskhath eside ungayhlol
@KhanyisileKhanyi-zy7qu
@KhanyisileKhanyi-zy7qu 6 месяцев назад
Uqinisile ke lapho mina ngangime emnyango wakhona bengixoshe ngiphinde ngibuye
@SimphiweManqele-ft3vg
@SimphiweManqele-ft3vg 3 месяца назад
Phephisa Manqele matoto Diza sorry ❤❤❤ we need justice for this women l know hlbisa hospitals are carless ❤
@nolwazigwala
@nolwazigwala Год назад
And then labo nurse bafuna I pay raise,yoooh embarassing,the services in some of these public hospitals,clinic is so pathetic,filthy embarassing.l can relate
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 6 месяцев назад
Ewu KwazeKwabuhlung baKithi phephisa dad'weth wabheKana nesimo esinzima sorry Sis uJehova oKhona KonKe Kuvela Kuyena 😢😢😢
@nhlanhlazwezwe7758
@nhlanhlazwezwe7758 Год назад
Ngoba ubudedengu basezi bhedlela Zika hulumen jehovah 💔💔
@bonisilezikalala9906
@bonisilezikalala9906 Год назад
Ai ai ai i midwife iyichecke kanjani akawubhekangani u first stool ngoba kwakufanele ambheke igama likanurse kwi maternity record nakwi register
@babalwakungawo5480
@babalwakungawo5480 Год назад
May you heal in JESUS name
@nontyatyambodana6278
@nontyatyambodana6278 Год назад
Tatu Msweli enkosi ngosiphathela ezi story zalamakhaya zibuhlungu. Siyamcenga u Thixo sidinga izisombululo
@muziwendodamthembu4476
@muziwendodamthembu4476 Год назад
Futhi ezibhedlela zika hulumeni ubonga ubuye uphila
@nondumisonduhmy7315
@nondumisonduhmy7315 Год назад
Msweli engingakusho ubudedengu besibhedlela ingane ayikhishwa ingakachami ayikhishwa ingakakaki bamudedele kanjani udadewethu bengakushekhile konke lokho phephisa mbokodo💔💔💔💔💔💔💔
@zabelozarh1963
@zabelozarh1963 Год назад
Ngaze ngiphatheka kabi yooh sengath ungaphola mthonga lawomanxeba sinawe nawe singabakini
@nonhlanhlamaphumulo980
@nonhlanhlamaphumulo980 7 месяцев назад
They must sue the state for negligence. A good lawyer must intervene here....mabakhokhe.
@sindisiwemazibuko2085
@sindisiwemazibuko2085 Год назад
Ncese mama umphumlela wafuth emtaneni bakith🙏
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 4 месяца назад
This is too much 😢mntasekhsya kufanele usimangalele esisibhedlela qha.
@bongambelu691
@bongambelu691 Год назад
Aw kanti ingane ave kmele ibhekwe amanesi kuth yonke into i right yin, kant umsebenzi wabo bona yin ngempela nxa.
@bestsceneslounge9645
@bestsceneslounge9645 Год назад
💔💔yazi baba umsweli uyiyo yonkinto ,umduduzi ,umsizi,ungubaba ungu mama , social worker Kubo bonke obasizayo,kwaze kwabu hlungu💔💔 unkulunkulu aze akuphe Amandla ukuthi uhlezi uphila emoyeni nase mqondweni
@thandekamjolie7404
@thandekamjolie7404 Год назад
This is very painful, so painful 😓ngaze ngakhathazeka emoyeni. Angathi uThixo angakupholisa akwesule inyebezi… South African hospitals and their nurses are a big disgrace, especially in KZN… if we were to talk about how they treat people kungasa phandle.
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 Год назад
Ooh jesu umuntu mele azibhekele ingane mizalwa
@NomsaMncube-zv6nc
@NomsaMncube-zv6nc Год назад
Heyi Sisi phephisa Ike yenzeka into efana nalena e Baragwanath hospital it was 1988 ngangiyobeletha umfana wami usisi esabeletha Kanye naye waba nenkinga efana nalena nhlanhla leyo wabonakala engakayi ekhaya ekhukhumala isisu kwase kuthiwa asibheke abantwana sonke ukuthi banayo yini indawo yokuzikhilula ngoba sekutholakale umtwanwa onenkinga base bemenza I operation waba ryt.
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq 9 месяцев назад
Nkosiyami kabuhlungu bakithi ubudedengu basezibhedlela hawuuuu kwazwela ngakimi bakithi zinjalo zonke izibhedlela angazi bakufundelelani bengenayo inhliziyo phuma njani Ingane bengayihlolanga
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 Год назад
Udokotela owayehlola ingane ngemumva kokuba itetiwe unecala Nongalo, ingane etetiwe first thing eyenziwayo iHead to toe examination. Missing inpatent anus icala. Usisi unelungelo lokubavulela icala.
@sicelonkululeko670
@sicelonkululeko670 Год назад
Batetisa abantu bedle amanzi amponjwana...ey lwabuhlungu udaba lukadadewethu yaz kufika izinyembezi kimi ngiwumunt wesilisa ey Bayabuzwa ubuhlungu omama kulezibhedlela zomphakathi.
@khethilemnisi2100
@khethilemnisi2100 Год назад
Hmmm OMG. Who was suppose to check the baby?oh no this is so sad. They were suppose to check all the openings!!!
@hlengiegoodness3652
@hlengiegoodness3652 Год назад
Kwaze kwabuhlungu 💔💔💔💔jesu nxesi sisi nalabonesi bazi ukudelela nje kube kuyibo abanecala
@mavismathebula4047
@mavismathebula4047 4 месяца назад
Kuzinye ezibendlele kuyaziwa ukuthi uma ungene ngezinyawo uphuma ubheke phezulu. Ama nurse awa khishwe kusala abana ne bizo kuphela
@mkhizeelizabethntombi1086
@mkhizeelizabethntombi1086 Год назад
Yaze yabuhlungu indaba yalosisi.Angunawo amazwi okumduduza.Induduzo ephelele ivela kuJehova kuphela.Phephisa sisi nami ngiyabuzwa lobuhlungu obuzwayo.
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 Год назад
😥😥😥phephisa alangokthula umntwana ujehova uzokuphendulela
@khanyimthembu7684
@khanyimthembu7684 Год назад
Ncese sis and asibheki size sibabheke uma sesibashitsha
@gcinoksanelisiwe8165
@gcinoksanelisiwe8165 Год назад
Kwabuhlungu 😢😢😢..phephisa dadewethu
@goodkidvlogs
@goodkidvlogs Год назад
Kwaze kwakude phambili Ndl'emnyama.............yabona ikhona into engalungile ngathi 🤞🏿 asiyi ndawo......😢
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 Год назад
Kwaze kwabuhlungu sisi yazi nowami u Gal wazalwa engenayo leyokuya eskhathini imbobo lapho ngabeletha ngomthungo ngisazibuza namanjr kuty I Khan's yangidedela kanjani nengane engaphelele esithweni sangasese 💔💔😭😭
@simphiweportia
@simphiweportia Год назад
Kodwa nkosi yami😢 seryt manje?
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 Год назад
@@simphiweportia Kuze kwalunga last yr ngamyisa e Shepstone banginika umuthi kuthiwa akaloku ewu gcoba njalo Kuleyandawo ekumele ngabe kunembobo khona,kwathiwa if ingavuleki ke uyogcina esehlinziwe ei ngangingeve ngi stressed lapho wonke umuntu e blame mina ngento nami engiqala nokuyizwa njr 😭😭
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 Год назад
Cabanga lomuntu una 13 manjr ubengasafuni nokuloku simvula simbuka umzansi wakhe bt besingena choice ei lezibhedlela zethu azinandaba njr nathi u 3dais wonke engawuhlala banginika kanjani ingane Nd kwakuyi premature kwakumele bam check Kahle
@nompumelelodhlomo1917
@nompumelelodhlomo1917 6 месяцев назад
Izibhedlela zasemakhaya ave zisihlukumeza.mina eNkonjeni baphula ingalo yomtanami had to travel myself to Ngwelezane azange badayingena nje eyami. Imali engekho that's why we being abused
@nonhlanhlamncwabe5067
@nonhlanhlamncwabe5067 Год назад
Kwaze kwabhlung cc yaz nam ngazizwa ngyfikelwa usizi kulendaba yakho phephis Dali
@clkubheka4006
@clkubheka4006 Год назад
Iphutha lisesbhedlela. Ingane kwakumele bayohlolisise before bakhishwe esbhedlela. Babuye kwaba ne delay ukuyisa ingane e Albert. Babelindeni ngoba yayiphuthuma indaba yomntwana. Eyi Nkosi ngaze ngakhala ngizwa ubuhlungu.
@raymundandlovu2979
@raymundandlovu2979 6 месяцев назад
But honestly what were they waiting for,this was an emergency
@SANELEMoloi-uw3nh
@SANELEMoloi-uw3nh Год назад
ubuhlungu balomzali buya enhliziyweni, ngathi angathola usizo shame. #NoNgaloBaba
@user-th6sd4sf9e
@user-th6sd4sf9e 6 месяцев назад
Ubudedengu besibhedlela nje ingane kwakumele I ibonwe ibona kuqala angaphumi esibhedlela nengane injalo abanaki nje kuleso sibhedlela
@nokwethembasithole6550
@nokwethembasithole6550 11 месяцев назад
Hlabisa Hospital udoti wesbhedlela ei futh nje 😪 sidume kabi
@raymundandlovu2979
@raymundandlovu2979 6 месяцев назад
The ministry of health should be made aware as well as the president or whatever they call them, Cyril ramaphosa should make a journey to visit this family, im so angry
@zinhle4
@zinhle4 Год назад
Ubudedengu bukasisi kanjan ngoba yibona okmele baqinisekise ukut Ababa discharge bobabili umama nomntwana bengaqinisekisise ukuba bakulungelele, kwaze kwabuhlungu nkosi yam😭
@user-gh4ms2qr2o
@user-gh4ms2qr2o 5 месяцев назад
Kwaze kwabuhlungu
@gugumbatha1600
@gugumbatha1600 Год назад
Kwaze kwabuhlungu ngathi Nkulunkulu engakupholisa
@nomkhosinojiyeza8407
@nomkhosinojiyeza8407 Год назад
Mmmm Nkosi yomusa .kant basebenzelan if bengawathandi umsebenz waboh .mmm sorry mama
@user-pr6vz8zo3j
@user-pr6vz8zo3j Год назад
I yooo kanti umntwana aka checker yin before ephume esbhedlela ukuthi u rty yin
@PrincessNgobese
@PrincessNgobese 2 месяца назад
Haibo ba blame kanjan lo cc ngokuba careless while kuyibona aba careless 😢
@nkululekobhengu9640
@nkululekobhengu9640 Год назад
Yazi kubuhlungu okwenzeka kithi bantukazana bcs if lokhu kwenzeka kumuntu ocebile ngabe zange kwenzeka lokhu & bebezo sue i state 😭😭
@zandilehlela3297
@zandilehlela3297 7 месяцев назад
Iphuma kanjani ingane esbhendlela bengabukanga ipampers ukuthi ubhoshile umntwana wachama
3 месяца назад
Kubuhlungu budedengu besibhedlele
@thembisiyaya3206
@thembisiyaya3206 Год назад
Eish yaze yabuhlungu into eyenzeka kulocc
@user-fv2rz3vy6z
@user-fv2rz3vy6z Год назад
😭😭😭 sorry cc bakithi kwaze kwabuhlungu .
@LebohangOkoro
@LebohangOkoro 4 часа назад
Usisi maka bophise leso sbhedlele because yibo aba wrong
@HlengiweNgobese-qw9vc
@HlengiweNgobese-qw9vc Год назад
Ewuuu mkhaya phephisa kubuhlungu lokhu okwenzakele💔💔💔💔💔💔
@nonsindisomjweni7697
@nonsindisomjweni7697 Год назад
Mmm phephisa sisi
@nonhlanhlamaphumulo980
@nonhlanhlamaphumulo980 7 месяцев назад
Ubudedengu babo benza abantu izilima this makes one hate government nurses. They treat people like illiterates.
@khwezis
@khwezis 9 месяцев назад
Hay...ngyabonga shame...izinto zasesbhedlela. 💔
@ThobileZulu-ps6vx
@ThobileZulu-ps6vx 5 месяцев назад
Isibhedlela si careless ayikhishwa nje ingane ingakakanga babezobona laphoke ukuthi inenkinga
@buhlebakhetouch2416
@buhlebakhetouch2416 Год назад
Iabhedlela sibenzile ubudedengu obukhulu kodwa le into yabantu bagangile bantu la mnyango
@UbukaOnline
@UbukaOnline Год назад
Abantu bama ambulance odoti ngake ngafona NGO 5 kugula umuntu enamatshe esiswini ngachaza kanjalo , ubhuti owabamba ucingo wathi namatshe Kanti ingwenya yini ayikho leyonto, yaze yafika NGO 9 ebusuku. Since 05h00 ekuseni
@lelentus6466
@lelentus6466 Год назад
Ayikho into engiyizonda njengo nesi ngiyazi khona abalungile kodwa o satane bashoda ngezimpondo. Sebesihlukumezs kakhulu
@nokuphiwamkhize5920
@nokuphiwamkhize5920 Год назад
😢 kwaze kwazwela kithi esinenseka bakithi ncese sis ey
@ntombizodwantombi3970
@ntombizodwantombi3970 Год назад
Kwaze kwabuhlungu , l am pleading with health officials to go back to basics, this costly to both the department and the family
@wdbmtubatuba3753
@wdbmtubatuba3753 Год назад
Kwaze kwabuhlungu bajike bablame yena bona how do they authorize kuthi aphume esibhedlela 😭😭💔💔cos uqale uhlale ukhishwe udokokotela if wena nomntwana uright, uyeyisa lonesi othi iphutha lomawengane ingoba bajwayele ukublamer abantu ukuze bazizwe kuyibo abacamala bakwethu izinyathelo azithathwe
@buhlenyawose3660
@buhlenyawose3660 Год назад
Phephisa mama umdali owaziyo and umfana usendaweni yokthula
@talentngema5106
@talentngema5106 Год назад
Mmmmm 💔💔💔💔 Ngwenya kubuhlungu isimo esibhekana naso nje ezindaweni zika Hulumeni iskakhululazi kuwona ama Ambulance nje nama police uthi mawfona besho njengoba besho bethi awekho ama ambulance
@mbalibhembe9954
@mbalibhembe9954 Год назад
Ubudedengu bes'shedlela lobu ngoba ingane ayiphumi esbhedlela ingakakhiphi mancoliso okucala u muntu owaba nephutha umuntu beka tetisa ucc ingane uyayi cherker yonkindawo before iphuma esbhedlela phephisa dadwethu😢
@snortysnorty9649
@snortysnorty9649 Год назад
Babophe ngwenyaa
@SibonweyinkosiNgwenya-rs7eh
Mmmmmm ngenela Nkosi kubi
@sindisiwemasinga8546
@sindisiwemasinga8546 Год назад
Phephisa kakhulu cc💔💔💔
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 6 месяцев назад
Kumele ababophise bamdedele kanjani umntwana be bengenzanga I check up kumntwana they don't care ngezimpilo zabantu
Далее
And what is your height? 😁 @karina-kola
00:10
Просмотров 1,6 млн
Ayanda Msweli Foundation | Ukuntula Kungenhla
15:50
Просмотров 54 тыс.
Ayanda Msweli Foundation | Sisemnyameni Ongenafu
25:33
Ayanda Msweli | Usizi Olubhekene Namadoda Part One
13:46
Ayanda Msweli Foundation | Amanz’Agcwel’Indlu
38:52
Мыла наелся
0:21
Просмотров 4,8 млн