Тёмный

Ayanda Msweli Foundation | Nakh’uNongoma uPhenduka iGomora neSodom Sibuka 

AyandaMsweliTV
Подписаться 82 тыс.
Просмотров 72 тыс.
50% 1

Развлечения

Опубликовано:

 

2 мар 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 170   
@animalslife9714
@animalslife9714 Год назад
Siyabonga Baba Msweli ngokusiza abantu bakithi abanganakiwe nakuBhuti osukumele lento, okubuhlungu kakhulu yikho ukuthi abantu bakithi sekunzima ngisho ukuthola usizo emaphoyiseni!!! Ayi leyo iqedana Amandla!!!,
@slunghilenkosi6626
@slunghilenkosi6626 Год назад
Amaphoyis akwaNongoma akhohlakele awawenzi umsebenzi ngaphandle kokugijimisa abantu abaphuz utshwala bayeke izigilamkhuba zicanase la ngaphandle 🙆🙆🙆
@teakaylive6880
@teakaylive6880 Год назад
Mina baba uMsweli ngikwethwesa uphaphe leGwalagwala🙌🙏🏼 muhle umsebenzi wakho. Bengfisa nje, nokuyeminye yemithandazo yami ukuthi ngelinye ilanga ukuthi I National Television whether ISABC or any other channels bakunikeze ithuba nohlelo lwakho ngoba luwusizo olukhulu kakhulu....
@lethulindiwe5155
@lethulindiwe5155 Год назад
Akaboshwe losathane umosha ikusasa lezingane
@9onkentbc833
@9onkentbc833 Год назад
Izikhathi zokugcina lezi lingena kanjani nje eznganeni ezincane kangka bengingambulala mina namaphoyisa ebengamthola esefile ewumlotha
@nokuthulamkhize2975
@nokuthulamkhize2975 Год назад
Siyabonga kakhulu keBabMsweli umsebenzi owenzayo impela akukho okoyosiza umphakathi ngoba lokhu okwenzekayo ezweni lethu ngingasho nje ngingananazi Uma sikhuluma ngamalungelo iwona ahamba phambili bese kuba amaresponsibilty wona yingakho kunjena alikho iqiniso kulohulumeni wethu 😭😭😭💔💔💔
@thokoduma3202
@thokoduma3202 Год назад
✋️
@mbalixulu4695
@mbalixulu4695 Год назад
uPhila saka lomfana akanalutho, ukhohlakele nje kuphela.
@Syamthembu5
@Syamthembu5 Год назад
Uyingwenya Ngwenya siyabonga ungaphelamandla 🙌🏾🙏🏾 sifisa ngathi ubuholi basemzansi kungangenelela kusebenzisane kakhulu nawe futhi🤞🏾
@melodyxaba7418
@melodyxaba7418 Год назад
Hawu nongoma ningodoti nxaaaa Naze nangenyanyisa ma phoyisa yin umsebenz wenu zinja
@yolisamag5303
@yolisamag5303 Год назад
Yho this is so sad that our justice system is failing us... MOB JUSTICE THE CULPRIT!!!we are speaking about the violation of children...
@user-rg3jp7kk4b
@user-rg3jp7kk4b 9 месяцев назад
Ikusasa lezingane linefu elimnyama,abantu ezwenì bazicekela phansi.Sisize Nkòsi uJesu wena othembekileyo ezintweni zonke uxoshe omubi phakathi kwabantu.Baba uMsweli,u ROCK!!!Phambili!!!
@sandiledavid-yh6cx
@sandiledavid-yh6cx Год назад
Nkulunkulu akugcine baba uMsweli ,Siyabonga ngomsebenzi owenzayo Mina nje ngidlulisa ukubonga
@bonganimbixane9224
@bonganimbixane9224 Год назад
Kwanga uThixo angakusikelela Nongalo, ume njalo nje Ngwenya. Foundation yakho ichichime account yayo. God bless you Msweli
@sbongisenindwandwe
@sbongisenindwandwe Год назад
Lamaphoyisa Ungaze uwaphikel ukuthi awazele wona
@zandilemakhathini7855
@zandilemakhathini7855 Год назад
Kodwa usho ukuthi azelee, khona anabo Isisekelo , amusing maphoyisa lawa zigebengu .lomfanana ufuna imvubu qha.
@welilemsimango8883
@welilemsimango8883 Год назад
Uqinisile babumsweli ngiqashile la kunengane kamakhelwane. Ilalwa umalume wayo kusuke enye zibhaliswa usuku ongasoz alukhohlwa yabhala ngokudlwengulwa kwalengane ngoba kwenzek phambi kwayo zabuya zaxoxela umastende umastende watshela ugogo wazo ugogo wavele wathi akaphume ezindaben zomuzi wakhe kwaphela kanjalo ngikhuluma iyazichamela ayikwaz kufunda eskolen worse uyenzisa I anal.mazibuzwa ke ziyachaza udaba kodwa ugogo uhleli phekwalo ngoba kwenziwa intandokaz yakhe.lento yokuthul yiyo ebhebhethekisa lesisihlava
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
Ngicela ungithinte uma ungangitholi thumela u whtsp 0725188602
@ziningiziningiluthuli
@ziningiziningiluthuli Год назад
Ama social worker awatshelwa ngani or child helpline
@ziningiziningiluthuli
@ziningiziningiluthuli Год назад
Ubabambe la bebancane ngakhona baba abafuni ukusebenza laba syabonga nje imindeni izothola ubulungiswa
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
0725188602 ngithinte
@welilemsimango8883
@welilemsimango8883 Год назад
Done 👍
@musabonginkosi2305
@musabonginkosi2305 Год назад
Hhayi booo madoda umphakathi awukho yini ushise lomfana owenza lento ngoba vele lamasimba omthetho awusebenzi akashiswe lomfana or kuthathwe isaka kufakwe amatshe aboshwe nawo ayophonswa emfuleni kuvele kuphele ngalomcimbi mani kanti nihlezi nithi niyinsizwa kwanomgoma niyonsizwa kuphi madoda kahleni ukudlala ubhubesi liyabulawa maliphumele emphakathini so nqumani lenja
@prettymthembu5399
@prettymthembu5399 Год назад
Abantu bayizilwane emhlabeni. Akaboshe angaphumi ejele.
@mbalimkhize4718
@mbalimkhize4718 Год назад
Siyabonga baba UMsweli ngokusenzela iqiniso ezweni luthu siyabadinga abantu abafana nawe ezweni.Yonkindawo amaphoyisa awekho nje aneqiniso
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 8 месяцев назад
Ey impela Khabazela siyambonga uMsweli ngobukhona bakhe
@nokwethembasthembilekhoz-eb2jr
🙆‍♀️I'm so ashamed to be from Nongoma Amaphoyisa has really failed us honestly 💔😭ngengane Jehova😭
@thokomasondo9687
@thokomasondo9687 10 месяцев назад
Senginamahloni nokuba umzulu ngakhula ngiwathanda amaZulu akithi kodwa hayi kuningi bakithi kuningi
@angelnyembe1352
@angelnyembe1352 2 месяца назад
Siyabonga Msweli nethimba lakho
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 месяца назад
Kahle kahle lamaphoyisa akwa Nongoma afe ehamba awukho umsebenzi wawo😢😢😢😢
@nontobekongema3318
@nontobekongema3318 Год назад
Siyabonga madoda asiukume siyibambe siqobe abenzi bokubi sibonge kakhulu baba unongalu sibonge kakhulu nawe mfowethu osukumile wacinga unongalo sibonge kakhulu nakwimbokode isibindisenu bogogo siyabonga
@ntombiyomzulu7010
@ntombiyomzulu7010 Год назад
Amaphoyisa yimigodoyi kwaphela njena
@makhobankanyisoprince7877
@makhobankanyisoprince7877 Год назад
Bahlale bethi singazithatheli umthetho ngezandla siyekele kubona bese uyekelela kubona bese benza kanjena aiyy bafethu idinga iybuko zangampela ke le
@nomfundomngomezulu2566
@nomfundomngomezulu2566 Год назад
Kunzima kakhulu esouth africa... izingane zethu zona azinayo ifreedom yokudlala freely but abadlwenguli banayo ifreedom.... izwe ligcwele amanzi bab'Msweli
@zanelesimelane976
@zanelesimelane976 4 месяца назад
Kwanzima zweni lethu bomama sukumani nenzesho ukuthi uyaboshwa uma engaboshwa akabulawe ngoba vele naye usebulele amaphoyisa asinawo esouth africaa kwaze kwabuhlungi💔💔💔💔
@xolekamarwanqana1608
@xolekamarwanqana1608 Год назад
mmmmh yoooh hai anginamazwi laze lonakala izwe
@ntombindaba806
@ntombindaba806 Год назад
Mbuso iyavukelana njengoba lasho ibhayibheli😔
@maxwellmasondo7306
@maxwellmasondo7306 Год назад
Kwakubi yazi izindaba ezinje
@mthobisingidi2007
@mthobisingidi2007 Год назад
Mmmm nkosiyam kwabuhlung lokh engizway lapho ngizele amantombazane
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 6 месяцев назад
Ewu Kwaze Kwanzima emhlaben baKithi KwenzaKalan endlin KaPhunga noMageba, naKh siqedana sodwa baKith 😢😢😢
@promisenomthandazo2020
@promisenomthandazo2020 Год назад
Mmm kodwa Jehova bayachanasa abadlwenguli nababulali ezweni lethu ngenxa yalamaphoyisa angawenzi msebenz wawo bangabasolike bantu uma sebezithathela mthetho ngezandla syabonga Bab msweli qhubeke njalo nokusiza bantu abaxakekile
@mabuyihlengwa8692
@mabuyihlengwa8692 Год назад
Syabonga Nongalo ingane azikhulume bakithi Uma kukhona okwenzakalayo kuzona😢😢
@lindiwemahaye7744
@lindiwemahaye7744 Год назад
Baba Msweli u Jehova akakugcine ukusukumela thina bantu abamnyama esingelutho
@phumlilemhlongo1879
@phumlilemhlongo1879 Год назад
Liyabhubha emhlabeni 😭😭😭😭
@thabangmnguni6539
@thabangmnguni6539 Год назад
rea leboha ntate i wish could write in Isizulu
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 Год назад
Eish if we could inbox you here you'd inbox here you'd inbox me and I'd translate for you bese you copy and paste so we can hear your views
@siyavelantanga8944
@siyavelantanga8944 Год назад
Kubuhlungu xhem Kubuhlungu ukukhula uzazi ukuthi awusantombi ulimala impiloyakhoyonke
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 Год назад
Waze wase enca baba uMsweli. Kodwa amadoda angenwe yini
@user-ew8of2xf2f
@user-ew8of2xf2f 2 месяца назад
Iskhathi esiphila kuso siqalekisiwe konakele ngathi usiflathele nomdali kunzima futhi kubuhlungu
@Philsande868
@Philsande868 Год назад
Ai bandla amaphoyisa ma enza kanje,abambulale ngezandla lomfana,
@sibusisoshandu9082
@sibusisoshandu9082 Год назад
Lomfana udinga induku strong kusuke lomoya omubi omembethe induku iyamakha umuntu aqonde nqo, Baba uMsweli muhle kakhulu umsebenzi wakho uyasebenza kakhulu kodwa mina ngibuye ngibe novalo nombono wokuthi mele uhambe ube ne limit ekuvundululeni ububi nenkohlakalo abantu abasadubulani go kulezinsuku abamfuni umuntu oneqiniso ngithi mina ubogawula ubheke.
@Mathimlisa
@Mathimlisa Год назад
akadingi induku mele aboshwe straight, phuzu lakho ngyalizwa but indlela olibeka ngayo ai ngeke
@sibusisoshandu9082
@sibusisoshandu9082 Год назад
Yikho izingane nabantu benjena nje emhlabeni niyabanabukelisa kuze kweqe ngisho umuntu ebheda senaba soft kwaze kweqa
@masthuli2565
@masthuli2565 Год назад
Ijele alisadingeki...bhuti Sbusiso ngyavuma udinga induku nj aboliswe nkosyam ukuze naksasa mayefuna ukukwenza acabange izinhlungu zomzimba....ijele nje alisancedi nawe othi akaboshwe ngeke afunde sfundo
@ManJay3220
@ManJay3220 Год назад
Awu uyisilwane Khehla
@thamimaluleka8378
@thamimaluleka8378 Год назад
Kodwa saps why ungamlandanga umsolwa ? Loludaba lukhomba ukuthi kukhona osemandleni ovikela umsolwa
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 месяца назад
Ingabe yini engaboshwanga lomgulukudu wona lamaphoyisa asebenza kanjani.
@nontomukelwa429
@nontomukelwa429 Год назад
Asikho ndawo bakwethuuu
@ABSAable
@ABSAable Год назад
Kwze kwanzima , kodwa abantu bangenwe yini, Ngwenya uyiqhawe , ngiyakbonga mina
@nonzalisekoyenge9978
@nonzalisekoyenge9978 Год назад
Nami ngahamba kunodaba alunjalo ekhaya umuntu wadlwengula ingane ina 7 till today amaphoyisa akazange amlande, and yachaza ingane wahlola udokotela nogogo ingane yalimala, umsolwa icala lavulwa till today! Akaze alwandwe. 😢😢😢
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 Год назад
Ayi Koda bandla bakwethu sixoleleni ngeyingane zethu bandla yibani nozwelo webantu abamnyama bo
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 Год назад
Asike sizameni ne S'khiphe ama files yaku moja love 157
@NobuhleBridget
@NobuhleBridget 2 месяца назад
Mara mbulaleni akasi muntu wokuphila nabantu 😢😢😢
@goodkidvlogs
@goodkidvlogs Год назад
Bafwethu, akuphume le ANC .........uyona eyaloludweshu , ngyafunga.......🤞🏿 Njengoba ubona izwe leyophonseka eweni...........Yibo laba......
@lindangobese1359
@lindangobese1359 Год назад
ihlazo elibi kanjena😪
@kwaziekwakhe2611
@kwaziekwakhe2611 Год назад
Siyabonga baba ngifisa uthixo akubusise nanokuth utholakala kanjani
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
Uzongithola kule number 0725188602 Ngwenya
@thembekilemkhize
@thembekilemkhize Год назад
Melody wavele wangihlekisa🤣🤣🤣 wangihlumbuza umah wayethanda Kabi ukuthi zinja, ibuhlungu kaKhulu lento ingakho abantu bezithathela umthetho ngezandla, lamaphoyisa afuze uyise U Cele, lento ifuna ukusukunyelwa kwalezingane zizolimala emqondweni.
@solethunguza3505
@solethunguza3505 Год назад
Amaphoyisa ayaphoxa. Ingakho umphakathi ugcine usuzibambela ngezawo
@goodkidvlogs
@goodkidvlogs Год назад
Ngisola Isiqu esingu Government......akukwaz ukuth, amaphoyis , yizibhedlela, ama home affairs etc, zonke lezindawo zisebenzela thina kodwa lutho akukho okwenziwayo ngalokho.....cha bafwethu......😢
@melodyxaba7418
@melodyxaba7418 Год назад
Koda amaphoyisa bafethu 😭😭😭😭😭😭😭
@lisamthethwa4088
@lisamthethwa4088 Год назад
Asinawo amaphoyisa sinezigebengu
@makhosifuny5220
@makhosifuny5220 Год назад
Ayabaphunyula abadlwenguli amaphoyisa akwaNongoma
@sthembilenokukhanya9705
@sthembilenokukhanya9705 9 месяцев назад
❤❤
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 8 месяцев назад
Mina omunye umfana wabamba umshana ekhaya ngeshwa ngangingekho kodwa ekubuyeni kwami ngazwa ngihluthuka uma ngimbona ngagcina sengimbeka isandla ngase ngiboshwa,emhlabeni kunzima ngane zakwethu
@ThembekaNdlovu-vw6wv
@ThembekaNdlovu-vw6wv 2 месяца назад
Ayikho into eyolunga since omama besakhulumela ingane zabo noma yonile ancame ukxsbana nomakhelwane azonde umndeni ngoba ethi ingane yakhe aysona isgebengu babum sweli mhla kwalunga omama ingamjla kulunga izwe
@siyabongabuthelezi6985
@siyabongabuthelezi6985 Год назад
Ayaxhaphaza lamaphoyisa mina ngashaya umfana enqonqozela amantombazane ebusuk emqashwen ezibiza ngomfowethu. Afika ekusen ezongilanda ngoba azi kuth angyona inkinga kodw ahlulwa yilento ebaluleke kangaka
@muzinene7834
@muzinene7834 Год назад
Yoooh kunzima emhlabeni
@ayandathango4484
@ayandathango4484 Год назад
Yehheni we bantu
@londiwensele505
@londiwensele505 Год назад
Bantu beslisa kwezekani saze sadideka emhlabeni kwenzekani kwamanye amadoda mayebona muntu wesfazane uzihlukumeza kanjan izingane ezincane kangaka ezingaka
@LindaSingwane
@LindaSingwane Год назад
Also police of KwaZulu-Natal they're scared of killing by ilamasimba eynkabi .......
@Mank_Mindset
@Mank_Mindset Год назад
What a Tragedy!💔💔Kanti yin ngempela
@thokoduma3202
@thokoduma3202 Год назад
Sanibonani music wase South Africa ngicela ongangisiza angihlanganise nobaba Msweli udaba lumayelana nengane nomalune
@UbukaOnline
@UbukaOnline Год назад
Bheka Kuma episodes asenziwe khona enenombolo kababa Msweli.
@zamanimhlongoemngwenya7331
@zamanimhlongoemngwenya7331 Год назад
Kunzima nkosiyami 💔😭
@simomntambo1974
@simomntambo1974 Год назад
iphikanti i-video?
@tkladyttkladyt2951
@tkladyttkladyt2951 3 месяца назад
UNongoma sengiyawusaba ngingawazi
@bongumusasbusiso6911
@bongumusasbusiso6911 Год назад
Ayyyy kanti una 20 akaboshwe uyahlanya.
@veronicasekhonyane3982
@veronicasekhonyane3982 Год назад
Sibonga unkulunkùlu ngawe babumsweli ukwanda kwaliwa ngumthakathi
@cebilecebza8133
@cebilecebza8133 Год назад
Kaz asivalwangani lestesh cz kwanele abawusiz ngalutho mphakathi kunzima 💔
@lihlendlovu-fl6ps
@lihlendlovu-fl6ps 8 месяцев назад
Ey mina umuntu ngingamshisa nendlu ngeke amaphoyisa nje ayikho into ayenzayo sekufuneka khona umthetho siyiphathele ,muntu agaxwe ithaya nje kwaphela mekubopha vele uhlanye khona phakathi ejele ,ushise kwajele lelo ayadina nje ,umthetho udonti nje ,mina ngifelwe ,ngidlwengulelwe umntwana kumele kube mnandi Kimi,,
@eunicetholakelendawonde-xd2gr
Lesisono esingaka yehlela kithi moy'ongcwele😢😢😢
@ThandekaZulu-zv3ry
@ThandekaZulu-zv3ry 5 месяцев назад
Mina ngyabona impela siyogcina sboshiwe sonke ngoba ngeke ngvume ngengane yami inja nje ayife finish
@mfanafuthialfred6894
@mfanafuthialfred6894 Год назад
Haai nkanti uphi uBheki Cele....lasha izwe sibuka
@halalisanimzamo9946
@halalisanimzamo9946 Год назад
Msweli luhle uhlelo lwakho futhi luyasiza kakhulu kodwa ngeke ziphele izinkinga ngoba abantu abasebenzela uhulumeni kabafuni ukusisiza, sengilandele izigameko ozilandelayo cishe ezinhlanu inkinga kuba yibo laba abasebenzela uhulumeni.
@dalenymzizi1606
@dalenymzizi1606 Год назад
Shembe ngane Zethu,
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 4 месяца назад
😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮😮Angisazi ngithini kahle kahle ayaboshwa lamarapist?
@mpilogumede3884
@mpilogumede3884 Год назад
Shembe💔😭
@kheswanompilo4980
@kheswanompilo4980 Год назад
kwanzima ey
@sbucele6776
@sbucele6776 6 месяцев назад
😭😭😭💔💔💔
@orbitno100
@orbitno100 11 месяцев назад
This is what is supposed to be on television, not Senzo Meyiwa's case
@user-pw5so1mw2g
@user-pw5so1mw2g 4 месяца назад
This is a very insensitive statement,wouldn't you want justice for your brother if he gets killed?
@thandolwenkosixaba7798
@thandolwenkosixaba7798 Год назад
Yho usile lomfana😢💔
@thulingubane2417
@thulingubane2417 Год назад
Ubulwane lobu. Kudingeka abantu abaningi abazisebenza njengo Baba Msweli ukulwa naludlova. Sibonga lomndeni ophumele ongavumanga ukufihla lomuntu okhohlakele kangaka. Msweli uJehova akugcine ungapheli amandla.
@khanyisilemhlati7772
@khanyisilemhlati7772 Год назад
Yabona that udeserver ukushiswa neThayi afe Esha wyibo ayibo Jesus Christ namadoda alomuzi athule . Ayiiii ngeke akukho kuphazamiseka ekhanda kumele abulawe ayiii ,😡😡😡😡😡😡😡😡😡
@sicelosimelane3844
@sicelosimelane3844 Год назад
Eyy imihlola lena
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 Год назад
Nongalo siyabonga ukuzinikela kwakho ngabantu baseSouth Africa,amaphoyisa nje wonke nje awawenzi umsebenzi ngendlela maybe awazele ingakho benganakile😡
@terrencemfekayiterrence7751
Kanti kwenzenjn kithi madoda sekwanele phela mnje
@siyabongabuthelezi6985
@siyabongabuthelezi6985 Год назад
Ngilapha kwa Nongoma nam angixhaphaza
@mpilogumede3884
@mpilogumede3884 Год назад
Mina shuth kungaba usuku lwam lokuth ngiye ejele angeke mina ngakwazi kwakulala ebusuku kukhona umunt owenze nja ebantwaneni bami. Aphi kanti amadoda angampela makunje? Wathula nje umphakath? Lomunt uzbulele ziphila lezingane. Ay bakwethu ngihlengezela inyembezi kuymanje angazi ngyithini lento.
@tabojama686
@tabojama686 Год назад
Kubuhlungu kuyaqaqamba ama amaphoyisa esiyekelela kanje 😢😥😥
@mirriamduma4959
@mirriamduma4959 Год назад
Amaphoyisa ayawenza umsebenzi indaba isezinkantolo kuvele kuthiwe ubufakazi akukho maselisenkantolo udaba
@zolekamadlala3755
@zolekamadlala3755 5 месяцев назад
Akashawe lowo sathane😭
@josephinamokoena6865
@josephinamokoena6865 Год назад
Manje yini Nina ningambambi lomfana ashaywe mpela azoyeka bongani angabafakanga uGwayogwayi ngoba laba abadadlana bebazomitha Mafazi uSile lomfana mbambeni please musani ukumyekela nje amaphoyisa angeke ambambe ngoba akabaRape kodwa ngabe bayathusa
@zamindlelabiyase3967
@zamindlelabiyase3967 Год назад
Justice yase RSA I WEAK
@bongumusasbusiso6911
@bongumusasbusiso6911 Год назад
Akayiswe ebhambanana bake bamyise eskebheni bamlungise.
@ayandamkhwanazi1385
@ayandamkhwanazi1385 Год назад
Nxaaa naleNduna
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 Год назад
Bekufanele umphakaty ukuty ukumxhawula ngezimpama njr lodoti womfana uxolisa ukunuka yini esenukubeze 5wonke wabantwana
@neliswamasondo2679
@neliswamasondo2679 Год назад
Kuningi okubi o kwenziwa abafana abancane kwaNongoma. Ububi budlangile
@noncedoblom5087
@noncedoblom5087 Год назад
Sawubona baba kade ndimamela ndikumamele uvarhashele ugogo namanje umamele udaba lwe ngane mna ndilapha egoli last year ngo November ngi hlukunyezelwe ingane eno 15 yrs ndandimthume ema shop ndavula i case namanje kuthulekile ingane yam udokotela wayibona ihlukunyeziwe bt kuthulekile namhlanje ingane yam ayikho right ndingenza kanjan kutholakale lamadoda mathathu awusa ubuntombi bomntwana wam
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Год назад
0725188602
@sithembilezuziwe7453
@sithembilezuziwe7453 Год назад
UNongoma kunzima ukuphila kuwo kunzima ukuthola usizo kuyoyonke into
Далее
Ayanda Msweli Foundation | Sisemnyameni Ongenafu
25:33
They got a Golden Buzzer 🤣✨
00:46
Просмотров 24 млн
Украшаю чехлы 🎀
00:51
Просмотров 336 тыс.
Nongoma
2:55
Просмотров 45 тыс.
А где Ахмат?
1:00
Просмотров 1,4 млн