Тёмный

DSD-ABAFAZI BAKA MGQUMENI,AMAGCOKAMA,UKUGULA KA DSD,OSAZIWAYO,ABAFANA BAKAMGQUMENI 

PERFECT TV SA
Подписаться 26 тыс.
Просмотров 19 тыс.
50% 1

IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

Развлечения

Опубликовано:

 

7 май 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 166   
@andileshandu3325
@andileshandu3325 2 месяца назад
😂😂😂 Ngiwumlandeli kaKhuzani kodwa luyahlekisa uGqoko eyy😂
@nzuzation
@nzuzation 2 месяца назад
Ufana nam ngisho litalabha Khuzani still nje akucasuli I think yingoba he was too close to Mgqumeni
@zinhlezinhle6611
@zinhlezinhle6611 2 месяца назад
Kodwa uMgqumeni washeshe washona ay😢
@ThandieNdlovu529
@ThandieNdlovu529 2 месяца назад
UGgoko🔥🔥🔥, sending love from Zimbabwe🇿🇼🇿🇼🇿🇼
@tnashehungwe149
@tnashehungwe149 2 месяца назад
Yikho khonokho mkhaya
@nzuzation
@nzuzation 2 месяца назад
I am a Khuzani fan but I like uGqoko khona mase luzibonga
@user-pv5md2dc9y
@user-pv5md2dc9y 2 месяца назад
Manqele usuke umbizelan umuntu if wazi yonkinto usuzomufunza ke ukut aqinisekise izinto esizitshenqa wuwe ai Myeke achaze umlando
@user-vd1hx2ri8k
@user-vd1hx2ri8k 2 месяца назад
Manqele ngena in details wayefunda noGqoko kuphi nendawo yini eyaybeka uMgqumeni eQhudeni yabo ngena phansi sizwe njengoba kunjalo
@GoodmanGedionBembe
@GoodmanGedionBembe 2 месяца назад
Ambuleka amajazi kwavela obekufihliwe, yaz siyolokhe siwezwe njalo amaqiniso. Dankie Mfoka Mhlongo, dankie Perfect Tv ✌️
@mxolisimanyoni5042
@mxolisimanyoni5042 2 месяца назад
Sheppard...uphethe inkunz ke namhlanje 😅😅
@mbusontini1289
@mbusontini1289 2 месяца назад
Gxamalaza mfana ka Njomane uqede ushaye penalty vele uwudlala wedwa lomdlalo sebelele obunabo❤️👌 Luphii
@fortunembekenimtshali52
@fortunembekenimtshali52 2 месяца назад
Uyi-Role Model awusiyona i-Royal Model njengo-Dr Mabalengwe😂😂😂😂😂
@ndabad.4481
@ndabad.4481 17 дней назад
Aii luyasangana nje uGqoko lwenu 😂 Ingoma eyaqedelwa ayikho yodwa ziw 3 futh zayshoda ngama backing kuphela
@thembeladumakude3069
@thembeladumakude3069 2 месяца назад
Ok usibizele U Jaiva zimnike phela safa abantu ababodwa
@user-kj1hc5ui4u
@user-kj1hc5ui4u 2 месяца назад
Siyabonga kakhulu Manqele kwavela okwakufihliwe ngasho😂😂😂🎉❤❤
@spngubotv9699
@spngubotv9699 2 месяца назад
Duyaz syabonga. Kodwa mfweth Zama ukuhlel imibuzo yakho ndoda ukuth zothola konke nj
@Meluedsd
@Meluedsd 2 месяца назад
Up DSD
@sthembisomkhwanazi7503
@sthembisomkhwanazi7503 2 месяца назад
Ey abantu bakamseleku banalo wasezulwini umona
@PhaphelwenkosiMbuli
@PhaphelwenkosiMbuli 6 дней назад
Sicela uJaiva zimnike plz siyacela Duyaza mfwethu
@KhethiweNkwanyana-mj8mc
@KhethiweNkwanyana-mj8mc 2 месяца назад
❤❤❤❤❤DSD wethu🔥🔥🔥🔥🔥
@kwethembashelembe6599
@kwethembashelembe6599 День назад
Ukhuluma amasimba Khangelani kade unumber ban wen eynambeni 🚮
@amandla_Obuciko
@amandla_Obuciko 2 месяца назад
Dankie Duyaza👌🙌
@sibonelomthwane3670
@sibonelomthwane3670 2 месяца назад
Impi kaManqele noKhuzani ngeke iphele, wonke umculi uzobuzwa ngoKhuzani. Asiwuzwanga umbuzo ubuza ngempama eyeGcokama elisha.
@phiwemhlongo774
@phiwemhlongo774 2 месяца назад
Leli gama elithi Abafana BakaMgqumeni it was a suggestion from uTshatha emngcwabeni webhova ekhuthaza ukuthi malingapheli igama lika Mgqumeni ngoba engasekho, hau zavele zagxuma zahlala kulo idudla 😅😅😅
@BlaqEmpire2023
@BlaqEmpire2023 2 месяца назад
Bawu bona umuhle umbono... Suggestion. And balimelile
@thuthukanixaba8334
@thuthukanixaba8334 2 месяца назад
lolu GQOKO luphethe anonile amaqatha ey🤪🤪Dankie Butternut
@nduduzomhlongo4677
@nduduzomhlongo4677 2 месяца назад
Manqele mfwethu muhle umsebenzi but ngicela mfwethu Uma wenza I quizz ubhale phansi abaculi ozobaqhatha coz angeke uqhathe umculi negidangoma but syabonga umsebenzi omuhle
@mandeniandile6296
@mandeniandile6296 2 месяца назад
Sacela usilandele Ushwii mantombazane mfoka manqele bese ulande jaiva zimnike 🙏
@mapotontuli6957
@mapotontuli6957 16 дней назад
Gcabashe😂😂😂
@PhilaniSosibo
@PhilaniSosibo 2 месяца назад
Part 1 lo sicela u 2 Kuya Ku 5 kning esikdinga kloyomunt bhut ungalingumdedele ❤
@BernardSibanda-nx4my
@BernardSibanda-nx4my Месяц назад
Ngikukhonze kakhulu mnewethu' uyinkunzi wena usile uyezwa bhudi..
@thembanimakhoba1747
@thembanimakhoba1747 2 месяца назад
WeManqele Scela uslandele bonake ke Abafana bakamgqumeni kebezozphendulela ngalokhu okshiwo uDSD
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Ikhona interview yabo bafo
@mathamnandibhungane629
@mathamnandibhungane629 2 месяца назад
Luuuùuuuuphi ei Mhlongo mfwethu ibeyinhle inkulumo 🙌🤝
@LamlaniDladla
@LamlaniDladla Месяц назад
Okuka Khesari😂😂
@ndlovuempowermentndlovu9871
@ndlovuempowermentndlovu9871 2 месяца назад
Mhla babizwa bonke kanye kanye uQonda Dsd Shilisi Sonakali Jaiva Skhevane nabanye ilapho abakhuluma iqiniso ngoba bonke umuntu usho okuvuna yena ngeskhathi besahamba neBhova
@mandlenkosilucky9005
@mandlenkosilucky9005 2 месяца назад
UMgqumeni wayekhonze DSD ukwedlula OSkhevane
@tsolodlela9141
@tsolodlela9141 Месяц назад
Cela ubuze le wavela ku Generations soap eyi background wathi uzobuya yaphelelaphi salinda sancama
@lindokuhleandile193
@lindokuhleandile193 2 месяца назад
Cela uslandela u Sonakali Sheppard mfwethu
@tsepozikalala
@tsepozikalala 2 месяца назад
Uyabeka bhuti dsd Nentatheli ubuza kamnandi 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
@user-bx8oy3qw3p
@user-bx8oy3qw3p 2 месяца назад
Njomane ❤🔥🌹🔥❤️❤️❤️❤️
@umduduzitopic9891
@umduduzitopic9891 2 месяца назад
Ugqoko lunamanga ngoba kungenzeka uzenze zibe u 12ezinye izingoma ebese uxinwa ukugula sekusele yodwa usafake only liding vocal leyongo isuke seyikhona emshinini bese idingwa ukuqedelwa
@thobekani60
@thobekani60 2 месяца назад
Kulengoma ethi Secret ikhona ivoice kaKhuzani kumaBacking
@SifisoMalokotha-ec2ce
@SifisoMalokotha-ec2ce 2 месяца назад
Ayikho leyo😂😂😂
@thobanidlamini3204
@thobanidlamini3204 2 месяца назад
Uyinkinzi mkhaya🔥
@NceboMtshali-gk6fx
@NceboMtshali-gk6fx 2 месяца назад
Umtalabho wkho mfoka njomane usezingeni eliphezulu ushaye kule album ykho uqine nkunzi
@amonngema5675
@amonngema5675 2 месяца назад
Luphi 💥💥💯
@PhilaniSosibo
@PhilaniSosibo 2 месяца назад
Scela makphinda efika ungambuzikphela kodwa uthi akasxoxele ngodabalonk ksukekqalen
@halalisaningafungimtshali7477
@halalisaningafungimtshali7477 2 месяца назад
sicela part two 🙏🙏🙏
@MnqohMnqoh6
@MnqohMnqoh6 14 дней назад
mfoka Manqele mawubuza artist imbuzo ndoda musa quoter ezimpendulweni zamanye ama artist okewaba interview before, uyaqhatha ndoda.
@thulinkosi7432
@thulinkosi7432 Месяц назад
And akekho umuntu onginyanyisa njengo gcabashe hay😮
@mshishisimphiwe9800
@mshishisimphiwe9800 2 месяца назад
@mshishisimphiwe9800
@mshishisimphiwe9800 2 месяца назад
Up khangelani
@vukanishabangu4463
@vukanishabangu4463 2 месяца назад
Umona mkhulu kugqoko! Sesoba namaGcokama amabili😢😢 drama enganasidingo.
@kheswa19
@kheswa19 2 месяца назад
Yazi!
@menzikhat695
@menzikhat695 2 месяца назад
Uzolalela lolu Lawa owathandayo njengoba bebaningi nje Abazukulu kumaskandi umuntu ulalela lo amuzwa kahle
@ezikamaskandiemk9587
@ezikamaskandiemk9587 2 месяца назад
Mxm
@sibusisolamulani6394
@sibusisolamulani6394 2 месяца назад
UGQOKO 🔥
@thuliphume7216
@thuliphume7216 2 месяца назад
Ugqoko❤️❤️❤️❤️❤️🔥🔥🔥
@thabangdlodlo3445
@thabangdlodlo3445 Месяц назад
Hhayi ngiyakuhlonipha futhi ngikukhonzile mfokanjomane kodwa ke iqiniso lithi unamanga Uma uthi ukhuzani akayiqedelanga CD yebhova, angeke ufe Uma ukhuluma iqiniso ubaba uShobeni khuzwayo uyivumile lendaba kwenye yama interview engike ngawabuka khona Lana ku you tube kodwa wena uyayiphika ubani ke onamanga phakathi kwakho nobaba uKhuzwayo?
@khumbulanisiphiwe6854
@khumbulanisiphiwe6854 2 месяца назад
Iqiniso nje engilithanda ngawe DSD
@xolisanxumalo3993
@xolisanxumalo3993 2 месяца назад
Uyayithandi nto eno flour😃😃
@siyathokozamvelase34
@siyathokozamvelase34 Месяц назад
uGqoko luyindoda engakukhonzile kakhulu ukukhuluma, kufuna engathi ungaluhlelela kahle yonke imibuzo ma luzofika
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 2 месяца назад
Ibe mnandi kakhulu le-interview kaKhangelani madoda haaa sukaaa😅🙌
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 2 месяца назад
Usedliwe nje us'khevane udliwe yilo omqhatha naye 😂😂😂😂
@phiwemhlongo774
@phiwemhlongo774 2 месяца назад
😂😂
@sithembisomthethwa5236
@sithembisomthethwa5236 26 дней назад
Lo mfo usthathaphi isibindi sokukhuluma izindaba zemizi yabantu?
@mndenindhlovu3597
@mndenindhlovu3597 Месяц назад
Iqhawe lami
@siphephelonkosi2467
@siphephelonkosi2467 2 месяца назад
Sifuna part2
@luthandomawo6180
@luthandomawo6180 2 месяца назад
Awuuuu DsD mhlekazi
@victorcebekhulu1926
@victorcebekhulu1926 2 месяца назад
Maybe ukhuzani waye featured nje just ukumnika I platfom
@Thee_Real_Dust_Mthuli
@Thee_Real_Dust_Mthuli 2 месяца назад
Luphi!!!
@siyethembazulu2057
@siyethembazulu2057 Месяц назад
Usedliwe uSkhevane vele 😂😂😂
@izikolomlandokazulu2879
@izikolomlandokazulu2879 2 месяца назад
Lunesisoka uGqoko kuyasho ukuthi inkunzi esindala 😂😂😂😂
@ThobaniSiyabonga-tx6rj
@ThobaniSiyabonga-tx6rj 2 месяца назад
Iqembu osofa😂😂😂😂
@Mzukulukakhondi
@Mzukulukakhondi 2 месяца назад
Luphi😅
@PhilaniSosibo
@PhilaniSosibo 2 месяца назад
Manqele mfweth aseneme awbanganayo imibuzo ebesiylindele kleyondoda kning esiklindele nesikbhekile emlandwen😢kubili kphelanje akvezile igama ebesngalaz lel likamzikayifani besekzoba inkulumo ethinta loslevu..kuning esikdinga lapho kloyomunt sidingiskhat
@vukanishabangu4463
@vukanishabangu4463 2 месяца назад
Uqinisile bekumele ubekhona umbuzo becula kwiThwasa Lami
@nolwazinontuthuko7742
@nolwazinontuthuko7742 2 месяца назад
Uqinisile Manqele ube bais
@NhlanhlaMvelase-cw1xf
@NhlanhlaMvelase-cw1xf 2 месяца назад
UDSD utalabha kabi uma efaka abantu bakwa Mseleku bonke ngokufa kwebhova
@NhlakaniphoMngoma
@NhlakaniphoMngoma 2 месяца назад
Nazo idudla zamtalabha umama woGqoko zaphinde zalusola ngokbulala iBhova manje-ke yin ekthinta kabi maselvula ama-files abo? Coz vele inteyaziwayo ubunzima adlula kubo uMgqumeni ubecula nangabo 😅 ayi balisa mfe2 ziyek zigwazane amanxeba oyiqaqa owayibophayo
@NhlakaniphoMngoma
@NhlakaniphoMngoma 2 месяца назад
Mina ukube ngiyizon idudla bengzowuyek lomtalabho coz uGqoko luthukutheliswa ukuth balubhangqa nomama walo manje-ke bayakhohlwa ukuth uGqoko belusondelen kakhulu neBhova and lazi izinto eyi-personal kakhulu ngomnden wakwa Mseleku. Awsekho ngabo kphela manje lomtalabho suthinta obaba babo . Ai kumele bayicabang kahle indaba yalomdlalo wabo ngoba nami ngek ngimyek umunt engthuk ngomzali wami never 😅
@moyomatsinda1016
@moyomatsinda1016 2 месяца назад
😅😅😅DsD yenzo kwakini mfowethu usumdala kulendima hlukana lokwako mseleku
@malusimkhize1846
@malusimkhize1846 2 месяца назад
Njomane😂
@khulekanimlungisi3652
@khulekanimlungisi3652 2 месяца назад
Lol uGqoko ibemnandi I interview yalo 😂😂😂
@FikileGumbi-dr5lu
@FikileGumbi-dr5lu 2 месяца назад
Ibambe Njomane vele inhlamba zaqala kusekhona iBhova
@NKOSINATHI-cb7bo
@NKOSINATHI-cb7bo 2 месяца назад
Manqele ngeke uqathe Mdumazi no Shilisi
@fosterncube-dm6pc
@fosterncube-dm6pc 2 месяца назад
Part2 plizz
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Money less bafo
@AsandeBhekokuhle
@AsandeBhekokuhle 2 месяца назад
Luphi naluuuu
@mikenala-uv8zf
@mikenala-uv8zf 2 месяца назад
Ai kwenzekeni ngeSound namhlanje
@halalisanimtshali7850
@halalisanimtshali7850 2 месяца назад
😂 😂 😂 😂 Uskhevane vele usedliwe noma ngingazi umqathe nobani
@phiwemhlongo774
@phiwemhlongo774 2 месяца назад
😂😂
@mondliwefathetha881
@mondliwefathetha881 2 месяца назад
Ngase ngiphezkwayo😊 Sekshoda u Gearbox Mtshali ngyacela
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Imali bafo ayisekho yokuhamba
@lunganimngomezulu9442
@lunganimngomezulu9442 2 месяца назад
siyawazi amagalelo aleyonsizwa uSodubula
@senzondlovu6993
@senzondlovu6993 2 месяца назад
Awuguli ngempela ngiyakubona, ubuso bakho bunempilo. Kaze uya dieta yini
@PhumlaniNdimande-jw8nr
@PhumlaniNdimande-jw8nr 2 месяца назад
😂😂😂😂😂😂😂ayy
@smonzamanci3305
@smonzamanci3305 2 месяца назад
Uzaluzile impahla yomshangani uskhaba kasijikijelwa ukuba siyajikijelwa ngabe sesibaqedile abafaz babelungu eCarlton center luuuphi 🐎🐎😂😂🤦‍♂️
@user-bx9kv9xq9m
@user-bx9kv9xq9m 2 месяца назад
Amanga akulobaba wakwa mhlongo
@ayandaanele3180
@ayandaanele3180 2 месяца назад
Awuzwe leziphukuphuku zijabulela amanga alomuntu,ubaba ushobeni washo nje
@kheswa19
@kheswa19 2 месяца назад
Yazi kuyamangaza nje olwaloMfo, uphikisana nomnini wenkampani.
@mdumisenisakhile8435
@mdumisenisakhile8435 2 месяца назад
Babebangaki abaculi kudala bangaki manje ezinye izinto zidinga ukucatshanga phela
@AndileMpofu-td2kq
@AndileMpofu-td2kq 2 месяца назад
Musukumbuka kakhulu phela sekungathi uyamshela nesandla emvakwakhe
@kheswa19
@kheswa19 2 месяца назад
Kumele Abafaba bakaMgqumeni bagijime bakhiphe iSingle track ngoJune ngaphansi nangaphansi kweqembu Amagcokama.
@user-qy3dw3rh6s
@user-qy3dw3rh6s 2 месяца назад
Awulande ozochaza ngo mfazi omnyama syacelooo
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 2 месяца назад
cha ikhulile ngoko mqondo lendoda Dsd even sound yakho iryt nje Duyaza angisoli mina
@user-pv5md2dc9y
@user-pv5md2dc9y 2 месяца назад
Mzala kodwa uyinkunzi maaan luuuuphiii
@BlaqEmpire2023
@BlaqEmpire2023 2 месяца назад
Kwashiwo nje ay iyodwa eyaqelwa... Zila ko 6.
@kheswa19
@kheswa19 2 месяца назад
Yinkomba nkombane indaba kaMgqumeni.
@kheswa19
@kheswa19 2 месяца назад
Alikho vele iqembu likaMgqumeni eliphethwe Abafana bakaMgqumeni. Bezenzela into yabo, inhle futhi lento yabo.
@menzikhat695
@menzikhat695 2 месяца назад
UGqoko Luuuuuuuuphi?? Kodwa ke iqhawe iqiniso lithi this is a serious allegations mawut iBhova ekudluleni kwalo emhlabeni kunesandla sasekhaya konina walo mhlampe bekungamele ukuveze lokho ikakhulukaz njengoba njengoba ungeke ukwaz ukuveza ubufakazi.
@phiwemhlongo774
@phiwemhlongo774 2 месяца назад
Nabo bathi uDSD nje owalibulala iBhova ku right kushiwo yibo?
@user-rx8dh4cz4g
@user-rx8dh4cz4g 2 месяца назад
Yayinhle inteview yogqoko Duyaza bengicela usifunela uMfanie Msomi
@igezalasemgazini3211
@igezalasemgazini3211 2 месяца назад
Siyabonga DSD
@mandlatshabalala
@mandlatshabalala 2 месяца назад
Bt nawe manqele Awubuzi uyaqhatha buza imibuzo ongabuzi izindaba
@slomontathelinxumalo6701
@slomontathelinxumalo6701 2 месяца назад
Hawuuu amanga angaka ndoda akekho umuntu owayefonela wena maniqashwa
@fanelepretty854
@fanelepretty854 Месяц назад
Kwakufonelwa bani? And wazi kanjan
@user-gv8pf7ez5w
@user-gv8pf7ez5w 2 месяца назад
Cha mfoka Manqele bungayihlelele le interview
Далее
БИМ БАМ БУМ💥
00:14
Просмотров 4,7 млн
Usizi kudutshulwa uSkhumbuzo|| Izinkabi chronicles
41:04
Фильм про побег от родителей
0:59