Тёмный

MGQILAZI WEDIXA-UMTALABHO,NEVIGATOR,IGCOKAMA ELISHA,IZI COMPANIES ETC... 

PERFECT TV SA
Подписаться 25 тыс.
Просмотров 12 тыс.
50% 1

IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

Развлечения

Опубликовано:

 

13 апр 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 152   
@user-xx4lq7ub2d
@user-xx4lq7ub2d 2 месяца назад
Sicela perfect Tv ikesi isibhekele uMabutho washonaphi
@PhiwayinkosiKhanyile
@PhiwayinkosiKhanyile 2 месяца назад
Mhmm I like the part where he owns a truth ngokulalela abangani and to take responsibility aze axolise la kumele khona. All the best kumfowethu sengathi engabuya after learning from ukubhayiziseka.
@ayandatimothyngcobo
@ayandatimothyngcobo 2 месяца назад
👏👏👏 Mgqilazi mfethu ngithanda iqiniso lakho mina olivumayo ukuthi ukuhlohlwa abantu kukulimazile😢 👏👏👏
@velenkosiniLinda
@velenkosiniLinda 2 месяца назад
Mkhaya yini ungakhulumi nezingane zoma music production
@doctorzulu1357
@doctorzulu1357 2 месяца назад
Hhaaaayi ikhono Nsizwa yakithi onalo ngiyalesaba Unkulunkulu akuvulele indlela uphumelele nawe
@mdumisenifunokwakhe7079
@mdumisenifunokwakhe7079 2 месяца назад
Ashiiiile Mgqilaz khona hhay unalo iphimbo lokucula
@BantuTV_1
@BantuTV_1 2 месяца назад
Nayoke Interview qhawe, uphethe iqhawe impela
@SIBUSISOXULU-vk9po
@SIBUSISOXULU-vk9po 2 месяца назад
Lepolitiki eyafika nalezi khohlakali zoqhawe lami iwubulele umculo lomfana uyacula engadelela uma besho but uyacula
@smonzamanci3305
@smonzamanci3305 2 месяца назад
It's been almost two years manje since sacela ukuthi usilandele uDSD kuze kube manje lutho kodwa 75% yabaculi abenza ama interviews lana abalishiyi igama loGqoko abanye sebenabo part2 zishaywa zidonsile ezikaShendezwayo luuuuuphi🤦‍♂️🐎🐎🐎
@umfanaongaziwasibonoso8822
@umfanaongaziwasibonoso8822 Месяц назад
Uyingozi mgqilazi 😀😀😀🙏🙏🙏
@amandamajola4986
@amandamajola4986 Месяц назад
Wakhula Mgqilazi upp bhuti💕💐
@nkululekomanqele8219
@nkululekomanqele8219 2 месяца назад
Fantastic interview
@malindisa3
@malindisa3 2 месяца назад
Waze wafana noDlubheke mfwethu
@ngcebombokazi5983
@ngcebombokazi5983 Месяц назад
Bengithi yimi ngedwa obona lokho
@lindokuhleandile193
@lindokuhleandile193 2 месяца назад
Mgqilaz wedixi uyayishaya ingoma lombhemu ngimfisela inhlanhla
@DumisaniMgoza-dj7ke
@DumisaniMgoza-dj7ke 2 месяца назад
Up mfana kithi ♥️✊
@falakhemthethwa2793
@falakhemthethwa2793 2 месяца назад
Nice mfana🎉🎉🎉
@sqinisekosamedia6102
@sqinisekosamedia6102 2 месяца назад
Good work Pefect tv :Sicela ithole LeNdidane
@ngovustudio
@ngovustudio 2 месяца назад
Clean clean voice bafo
@UmadidaDuma
@UmadidaDuma 2 месяца назад
Yazi bafo into engithanda kuwe ukuthi uyabakhuthaza baculi uma befike lapho futhi uyabacushisa ngolwazi👏👏
@siphesihlesnaphesh7984
@siphesihlesnaphesh7984 2 месяца назад
Ngsacela ustholela uMfanie iChophasi umfoka Msomi kuningi okumele asichazele kona
@nomfundosamkelisiwe7214
@nomfundosamkelisiwe7214 2 месяца назад
Sicela usilandele uSomntwana Ngcobo lona wayesebenza noKhwelebhasini👏
@SizwehNgobese-mj8st
@SizwehNgobese-mj8st 2 месяца назад
Syabonga mfe2 ukusilandela amaqhawe sicela usizamele uSenzo mnje lona owahamba noMuhle
@nhlanhlajay-jaysinama1980
@nhlanhlajay-jaysinama1980 2 месяца назад
Lomfana unekhono elinzima angazi konakalaphi
@user-pt2dt7ds1k
@user-pt2dt7ds1k 2 месяца назад
Khuphuka ❤❤❤❤❤
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 2 месяца назад
KODWA NGIFISA NGATHI LENTO YOMNTALAPO ENGETHI INGAPHELA KENIFUNDE KULABA ENITHI AMAVUKANE NGOBA WONA ASHAYA INGOMA ABATALAPI LOMNTALAPO WENZA IGAZI ELIBI ENGATHI NINGA WUYEKA NISHAYENJE INGOMA NJENGALA BAFANA ABANCANE
@Rowbast95
@Rowbast95 2 месяца назад
Yamnandi interview yakho mf2 aybuye lendoda endimeni italent Likhona sofakazi ❤❤❤❤❤
@thabanisithole3714
@thabanisithole3714 2 месяца назад
Liningi ikhono 💪
@nkosithethelelefezubuhle4706
@nkosithethelelefezubuhle4706 2 месяца назад
Ndiyamvumela ke apha ku Dlubheke❤ no Dumakahle
@giftkhubisa6414
@giftkhubisa6414 2 месяца назад
Lento ikuwe Mgqilazi please sicela ubuye
@user-dw3vb1dl5m
@user-dw3vb1dl5m 2 месяца назад
Khuphuka mgqilazi wedixa
@nyamelamabuza3671
@nyamelamabuza3671 2 месяца назад
Yayinhle interview bobhuti bami. Cha ngiyabonga bhuti Mandla ngatsi Nkulunkulu angakubusisa, Nxamalala. Nyamela Mabuza From Maputo, Mozambique.
@user-ik9ky8dr1z
@user-ik9ky8dr1z 2 месяца назад
SIYABONGA BHUT NGOKULANDA LENDODA NGICELA UKE ULANDE NOMABUTHO
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Ifone yakhe ayingeni bafo😰
@SimphiweMncwango
@SimphiweMncwango 2 месяца назад
😂😂😂😂
@user-zf4ed6xy6n
@user-zf4ed6xy6n 2 месяца назад
Sicela nisilandela uSomntwana okuyena osibambele ushuni kaKhwelebhasi
@emmahmasuku-jj6qy
@emmahmasuku-jj6qy 2 месяца назад
Mmmm support ekhaya ayikaze ibe khona kuzolunga bafo kungenye indlela eyokwakhela umlando ngegama lakho lena
@GcinohCele
@GcinohCele 2 месяца назад
😂😂😂 Hhayi lensizwa iyasukelwa njalo nje yona
@user-be8nx2fn2k
@user-be8nx2fn2k Месяц назад
Sicela usilandele lo cc ekuthiwa uWinile wakwaSbiya syafisa ukwazi ngomlando kamuhle
@sphamandlafortunemaphalala3869
@sphamandlafortunemaphalala3869 2 месяца назад
Siyabonga Manqele. Lo wakini umlande naye bo
@lunga_sibiya1744
@lunga_sibiya1744 2 месяца назад
Angeke avume ukuza lowo uzithwele kakhulu
@manqobamakhasi1935
@manqobamakhasi1935 2 месяца назад
Njengoba nithi uzithwele useke wabizwa yini wanqaba? Kokunye bafowethu yekani ukukhuluma kabi ngabantu
@user-zd5kp8yi5r
@user-zd5kp8yi5r 2 месяца назад
sicela no MABUTHO umbize naye sibonge nge interview emnand
@MjikelezoMseleku-qs2qf
@MjikelezoMseleku-qs2qf 2 месяца назад
ngyamaz lombhemu waka khumalo unzima kakhulu ngmazi kdala ngavele ngadukelwa number yakhe
@mdumisenifunokwakhe7079
@mdumisenifunokwakhe7079 2 месяца назад
😂😂😂😂😂😂Mina vese nje angikaz ngayizwissisa kahle lento,lento yokutalamba abantu ongenanxabano nabo
@vuyisanana1912
@vuyisanana1912 2 месяца назад
Mina ngicela ubize uDSD , nabanye babafana ababe cula no bhekumuzi eg gearbox mtshali or Xolani...
@velenkosiniLinda
@velenkosiniLinda 2 месяца назад
Owakithi umfana
@ezikamaskandiemk9587
@ezikamaskandiemk9587 2 месяца назад
Nawe kodwa
@ngcebombokazi5983
@ngcebombokazi5983 Месяц назад
uMgqilazi unekhono kakhulu, i think ulinyazwa yilento yokuthatha into ngeshodi. Into uyicabanga fast, akaziniki iskhathi, kodwa lensizwa mingase ihlele kahle izinto zayo, iyovinjwa wulwandle.
@thobaningubane593
@thobaningubane593 2 месяца назад
Yaz ngangihlale ngizibuza ukuthi yashonaphi lensizwa
@sfundoshabangu4709
@sfundoshabangu4709 2 месяца назад
😂😂 umnandi lo part 7 unamahlaya ukhombisa ukuthi uthando aluboni kepha luyayazi indlela
@luckymshengu
@luckymshengu 2 дня назад
Bhuti uyaphila akwande
@ndumisomngqithi6702
@ndumisomngqithi6702 2 месяца назад
Iyacula lendoda ngyayazi
@NqobaniMchunu-gl1mb
@NqobaniMchunu-gl1mb 2 месяца назад
Buya nkunzi uyashaya mfethu ingoma Kakhulu
@MthokozisiMsimango-vy9pi
@MthokozisiMsimango-vy9pi Месяц назад
Sicela uBhekihonga siyakhala sizihhonga
@malindisa3
@malindisa3 2 месяца назад
Woza uzolawula mfanakithi
@kwanelekhanyile
@kwanelekhanyile 2 месяца назад
Uyivusaphi leNkunzi...awuthole noThulubuke phela qhawe zama boh ngiyakucela
@Qonqela
@Qonqela 2 месяца назад
Ayii manqele 😢 sifuna ugqoko phela manje kunini salucela hawu
@siyaqalo3675
@siyaqalo3675 2 месяца назад
Ngizanembongolo wemkwe wami isimo samasenti esingavumi
@siyabongasithole153
@siyabongasithole153 2 месяца назад
UMaskandi usegazini kuwe boy 👦
@injebomvu
@injebomvu 2 месяца назад
Yabona nje mina ngavele ngalibona liphela nyaaaa ikusasa lakho mhla udelela oQhosha usestage ,engabe uyasebenza kodwa wababhizi wadelela abantu baze bakushaya kulowomcimbi oQhosha noLuve ,ngalisayina out ikusasa lakho ngalelalanga kwezomculo ,ziphathe kahle uhloniphe isinkwa sabantwana bakho ngoba uyasho uthi uphila ngawo umculo 😢
@SiyandaChiya-hy2vt
@SiyandaChiya-hy2vt 2 месяца назад
Yoo ngaze ngajabula ukuzwa lendoda ithi iyabuya
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 2 месяца назад
Wasenza uMgqumeni wawuqeda umculo wawugoqa
@mbongeleniinnocent2612
@mbongeleniinnocent2612 2 месяца назад
"Lomfana omncane" leligama linokudelela okukhulu
@thuthukanixaba8334
@thuthukanixaba8334 2 месяца назад
Very insightful interview thank you Butternut lesizwe ,uqhubeke njalo nokusilethela amaciko akithi ngelinye ilanga sicela ustholele no Mfani Msomi if possible qhawelakithi
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Ohk mfana ka Xaba inkinga ifone yakhe I ON/OFF but yena ngzomthola
@Thuthukani_Journal
@Thuthukani_Journal 2 месяца назад
Qhawelakithi 🙏🏼
@WelileZoko-cc1nz
@WelileZoko-cc1nz 2 месяца назад
Yaz ingona ngimuzwa Manje lombhem ukuthi kanti Uyacula Ngacikwa umtalabho wakhe ngingakayizwa nengoma yakhe. KODWA ngoba uyawuyeka ngizomlalela engathi uzakhipha late KWAYENA🤔
@NkululekoJunior-iy5uu
@NkululekoJunior-iy5uu 2 месяца назад
Unande insizwaaaa ke lapho ngithanda ukushiiiiinga engomeni iyashinga leyondoda🤞 Ngicela ulande u SECRET umfana wase SHOWE😢
@menzikhat695
@menzikhat695 2 месяца назад
Balichutha ijuba kumawengane yakho yokuqala Mgqilazi🤣🤣🤣
@halalisanimtshali7850
@halalisanimtshali7850 2 месяца назад
Obvious Ugqoko 😂😂😂
@user-he2on4lo4i
@user-he2on4lo4i 2 месяца назад
Mgqilazi dlala ingoma wena uyeke kubalisa izwe liyakuthanda ..
@phumlanisimelane810
@phumlanisimelane810 2 месяца назад
Ikingayakho ububhizi nomdumazi engakunakile yikho kunje
@MpilenhleNgobese-kx4qr
@MpilenhleNgobese-kx4qr 2 месяца назад
Hau umndeni kodw abany bangabon ngath wen unak izint eyingekh nom uqamb amang
@GoodmanGedionBembe
@GoodmanGedionBembe 2 месяца назад
Webhuti ngicela uke usilethele lenkabi yakini uMthandeni
@makhawulezankosi
@makhawulezankosi 2 месяца назад
Sengathi angabuya uMgqilazi
@lunga_sibiya1744
@lunga_sibiya1744 2 месяца назад
Lensizwa inayo insosha ka Dlubheke
@KholwaniSiziba-fh1xz
@KholwaniSiziba-fh1xz 2 месяца назад
Eish kodwa lomfana yinsizwa ngaz why bemvalela 😭😭
@mxolisimanyoni5042
@mxolisimanyoni5042 2 месяца назад
Asibonge mfoka Manqele ngokuslandela lensizwa
@mvelombele9406
@mvelombele9406 2 месяца назад
Buya qhawe lakith please 😢
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 2 месяца назад
Ukuxabana kwakho noQhosha Mgqilazi mfwethu senakulungisa yini
@simphiwemcebisi6428
@simphiwemcebisi6428 2 месяца назад
Umdala kangaka awukwaz ukubona into ebhedayo. Unamanga lomfo. WAyezitshela ukuth uzoduma ngokuthuka o mdumazi bengenzelutho ezincengel kunjokwe
@sabelongema8252
@sabelongema8252 2 месяца назад
Wena mfana wazifakela isigcwagcwa nhla uzama ukulwisa uKhuzani wangakunaka wawa bhu mfana
@SiphoSaele
@SiphoSaele 2 месяца назад
Waymosha ngokuthuka umdumazu nje mkhaya Koda ikhono unalo khakhulu
@user-ng5uo4se8d
@user-ng5uo4se8d 2 месяца назад
MFweth Sicela UMabutho
@NqobaniMchunu-gl1mb
@NqobaniMchunu-gl1mb 2 месяца назад
Buya buya mfethu
@PhiwayinkosibonokwakheMl-ih5qy
@PhiwayinkosibonokwakheMl-ih5qy 2 месяца назад
Ngiyakholelwa kulensizwa yakwelakithi. Iphiwo lensizwa
@LovelyTableTennis-xf3bg
@LovelyTableTennis-xf3bg 2 месяца назад
Sicela umfani msomi
@khanyisanidlamini3232
@khanyisanidlamini3232 2 месяца назад
Iyacula lensizwa ngangiykhonze kabi aybuye emculweni
@wandilebombo5655
@wandilebombo5655 2 месяца назад
Awu khosi for life sisonke mfana kuthi
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Ningamadelakufa 😂😂
@SakhileZungu-tc2bi
@SakhileZungu-tc2bi 2 месяца назад
Hay uyacula lomfo umona phansi
@mfaneloreggie3893
@mfaneloreggie3893 2 месяца назад
I volume iphansi kulama interview amanje
@mnqobikhulu1908
@mnqobikhulu1908 2 месяца назад
Crush yam Nam leyo we mgqi
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 2 месяца назад
Ezakith izingan ngyabong bomkhay
@LunganiMbuyazi-dt3vw
@LunganiMbuyazi-dt3vw 2 месяца назад
Wenkabii we perfect TV awu Lande MFANIE MSOMI UMR M
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 2 месяца назад
Ngiyakhuluma naye bafo ungasbi
@user-jx7bg3wb3b
@user-jx7bg3wb3b 2 месяца назад
Bafowethu ezinye izinto azikho lula kodwa umthandeni akamzame nawe mfokamanqele akubanjiswane
@SelulaNdlovu
@SelulaNdlovu 2 месяца назад
Wosilandela uMabutho we bhuti
@ZamoNjoko
@ZamoNjoko 2 месяца назад
Number ✊
@MEHLOTHANDO7028
@MEHLOTHANDO7028 2 месяца назад
Lensizwa nami bengiyenyanya ngithi iphakeme kodwa namhlanje ngifunda okunye ngayo cha inomoya omuhle
@nolwazinontuthuko7742
@nolwazinontuthuko7742 2 месяца назад
Siyabonga ❤
@user-bb3tj3cg5u
@user-bb3tj3cg5u 2 месяца назад
Ndiyavuya uyibona lenkokheli bendizibuzuba yatshonaphi
@nogwajatv5588
@nogwajatv5588 2 месяца назад
Kwambulala ukushona kuka Menziwa lomjita
@malibongwemyeza
@malibongwemyeza 2 месяца назад
Ay Kade ngbuza ibandla nje eynsukwin kuthi washonaphi uMgqilazi ...selokhu ngdlala iyngoma zakhe lana kuRU-vid.. Nakhu sengiqondana ne interview yakhe
@abongilemasizana770
@abongilemasizana770 2 месяца назад
Artist management ayinanto yokwenza noPhusha iArtist, kukho A&R,PR, Road management, Booking Agent, Publicist......then iArtist manager iManage wonke lomntu ithathe decisions, negotiate deals......
@spngubotv9699
@spngubotv9699 2 месяца назад
U Mlabalaba no Falabo bayamemeza nabo
@taudonda4311
@taudonda4311 2 месяца назад
Ulnde uMfanie plz
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 месяца назад
Silapha 😎😎
@sibonelosboshperfect7668
@sibonelosboshperfect7668 2 месяца назад
Lendoda ikhuluma kamnand ngoba iyabona ukuth yabheda uyavuma yena,uyakhula ke Uma ungasol abantu ngamaphutha akho
@user-tu1ql7jv9u
@user-tu1ql7jv9u 2 месяца назад
Mgqilazi ndoda kunini ngikulindile iphimbo uliphiwe mfanakithi ikhono likhona futhi kodwa yehlisa umtalabo ushaye ingoma nje
Далее
24 часа в самом маленьком отеле
21:19
Sgwebo Sentambo etalabha bukhoma uBahubhe
1:17
Просмотров 20 тыс.
uMgqilazi 2024 Album promo
5:08
Просмотров 9 тыс.
Umgqilazi wedixa eGadla oMaskandi
15:21
Просмотров 17 тыс.
Русалка
1:00
Просмотров 5 млн
🤣МАЛО КУПИТЬ ЛОШАДЬ
0:18
Просмотров 6 млн