One thing i don't understand about this show Wena uyi crush yam❤ boom🤔 kuza nabantu abathandanayo to fight in the same show of wena uyi crush yam How come???
Nibuye nayo I DNA ngoba lo sisi naye ubenaye umntu esambuna naye kwi show ka king ginger manje nathi esihleli sibika asisazi kuthi ngubani ubaba we ngane serious
Lomthetho wokuthi umuntu wesmame akashawe sizoziphulela Thina njengabantu besilisa ngoba izwe limelene Nathi no one support men it all about weman basazonyake ngoba akekho OSI supportayo sizozi support thina
This is wrong Ku right Abantu besilisa ukuthi bashawe but they are not allowed ukuzophindiselela eii ukube. Bekuyimina bobabili no presenter bebezobhosha angsinsangu Mina ngaze nganyanya nxx
Usuke ekhaya wathi uzokwenzani egoli cc ukwenzile okuphumele ekhaya yini cc injalo ke ingane engalaleli usumithi manje ingane engena baba hayi mani uyaphixa
Presenter you are too biased in regards to GBV issue, if umfazi engabekwa sandla nendoda ngokunjalo why uvumela losisi eqhwaba indoda and you didn't reprimand her ? Uzongikwatisa yaz