Ayikho into eyenzekayo singekho isizathu...lokhu okwenziwe i ANC uma bevotela ukuthi u Hlophe angene ku JS banibani ipolitiki ke le edlaliwe efuna ingqondo ye MK niyongibuza ningiphale ulimi
Yhoo Joe wayibeka mfwethu inkinga esinayo Ile Yama clever blacks umuntu uhamba ayophipha izalukazi namakhehla le e north London bese ebuya la kuthiwe une masters ebe engazi lutho aphenduke umphathiswa
Nike kodwa nozibuze ukuthi if mk no a party fighting for amalungelo umuntu omnyama kunjani ingafunwa ngisho abamhlophe ppl must know if a party thandwa DA ne ANC karamaphosa from 2024 leyonhlanga akusiyona yabantu
Ngiyakuzwa ndodana uyabeka mina nginomfana ufundelana emzansi waya phesheya wayofunda khona ayikho into anginayo uma efuna umsebenzi lana bafuna itshotsho basho nokusho wena mfana ufunde ngaphezukwethu wazi ngisho ama language use Germany kade ebuyille
Ngiyala ngeke i anc ivote ne Mk ukuthi uHlophe angene,lutho cha abamfuni nokumbona ke laphaya.lutho bafo.ayikho yonke leyonto.lalela i interview kaMbalula.anc ne Da ayimfuni nokumbona uHlophe ngoba bayazi ukuthi uze ngani.