Тёмный

EZINGENAYO: Ngeke ukholwe kuputshuka VN ethusayo nge MK makudlula uZuma emhlabeni 😳 

SIBONISO TV
Подписаться 23 тыс.
Просмотров 8 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

26 июн 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 223   
@nicholasmthethwa1845
@nicholasmthethwa1845 12 дней назад
Owasungula I ANC sewafa kodwa ANC isekhona kobanjalo naku MK
@user-oj5yl1lj3l
@user-oj5yl1lj3l 12 дней назад
Kulungile wenze kahle uZuma enze noma yini uyena onezwi ubani omunye angamthemba. Okusalayo yibo abayimelayo. UZuma izingane zakhe zonke zifundile ngeke zilokhu zibheke into kababa. Ziphi ozoSisulu nabanye ziphila impilo yazo.Nayo iMK kobe kungaqali ngayo .I ANC yaqalwa yibo yini laba abayiphethe. Okusalayo bayadingeka abantu abalolwazi bangaze basayine amaphepha bengazi PHILA MSHOLOZI ULNGISE. THATHA THUMBEZA..
@BonganiMkhize-de5di
@BonganiMkhize-de5di 12 дней назад
Weeeeeeeeeee ninyile nina nidakwe ilotshwala enibuphuza ka ANC
@user-kt7pd9up4c
@user-kt7pd9up4c 12 дней назад
I MK inhlangano efana nabo o ANC akusilona ifa lomuntu lelana webhuti yazi lamadoda athathelwa inqumo ngabafazi zilima kakhulu yazi
@jabulilehlongwane9897
@jabulilehlongwane9897 12 дней назад
Hambani niyohlaziya ama Party wenu. Thina singama Mk we are not sellouts.
@JamesDlamini-uy5ce
@JamesDlamini-uy5ce 12 дней назад
Noma ningathini thina siyi mk asijiki uthanda ungathandi sithi viva msholozi viva
@AbelHlongwane-sz3mu
@AbelHlongwane-sz3mu 12 дней назад
Ayibo yekela ukulala mini,bese uvuka uzositshela ngephupho lakho.
@fikisiwengubane6980
@fikisiwengubane6980 12 дней назад
Nidakwe imfulamfula nomzambiya MMX.
@sbomay3325
@sbomay3325 12 дней назад
Uyobulawa uwena,?ngiguge_nje ngokubamba ngezami
@mthokozisingcobo9516
@mthokozisingcobo9516 12 дней назад
Wazi kanjani ukuthi uZuma uzoshona kuqala kunobaba uHlophe? Ubani i uthena uMkhonto owakaZuma ngoba "uUMKHONTO" OWESIZWE!, ngiyabuzela nje!
@tebogobaleka
@tebogobaleka 12 дней назад
Hamba uyolungisa izindaba ze anc
@user-hq2td1uc1x
@user-hq2td1uc1x 12 дней назад
Kubukeka engahlakaniphile ubhuti,udinga usizo .
@lukenene5917
@lukenene5917 12 дней назад
Awuxhumi ndawo naka ezakho izindaba sidawudawu.
@martharadebe9465
@martharadebe9465 12 дней назад
Uyagula ngekhanda shame
@user-zd5ej9jy4u
@user-zd5ej9jy4u 12 дней назад
Nina ngoba ni busy discus izinto zakweminye imizi ezasemakini zikhulunywa ngobani umona kubantu abamnyama ngeke uze uphele yingakho nje siyohlezi sihlupheka ngoba sibulawa mona yini ningazenzeli okwenu okuhlukile niyekele phansi ubabu zuma nomdeni wakhe nihambe niyokhafulela amathuna oyihlo if bengasekho ninoma nkinga yenu
@user-fq6lm5bo9h
@user-fq6lm5bo9h 12 дней назад
Ungenaphi wena phakimpi uZuma uthe Mk yethu sonke akusilo ifa lakwakhe phuma ezindabeni ze mk naye uHloohe angafa noma inini ake nisixolele boxovizwe angiwazi amadoda abafazi kanje ave nikhuluma
@sibongilekhoza9251
@sibongilekhoza9251 12 дней назад
Unemanga@
@MandlaNene
@MandlaNene 12 дней назад
Yazi bhuti indoda esuke izethemba kwekushoyo ayizifihli uma ikhuluma manje labadoda akhulumayo akhuluma kobabi ?angobani?abaluleke ngani nemibono yawo?Amadunga mizi nje anganenhloso yokwakha kodwa ofalakhe asebecanga ngamafa inhlangano isasuka nje.They always seek and xpect negativity... I neva heard them saying anyting positive abt mk, they are calling Baba Hlophe a thief cabanga nje..
@user-kq1wu8bc3m
@user-kq1wu8bc3m 12 дней назад
😂😂😂😂so anisilalelisi ivoice note yomuntu okhulume ngokufa kukaZuma...nisilalelisa ama voice yabantu abanezinhliziyo ezibuhlungu,nezimbi....kwanawe nje olokhu ukhuluma,ungumkhufefe nje,ukhuluma inyongo
@SibusisoPhili-ov9vi
@SibusisoPhili-ov9vi 12 дней назад
Ngathi uneyndaba lo muntu akasxoxele nge phala phala
@welcomenkambule4215
@welcomenkambule4215 12 дней назад
Uyaphi ekufeni kuZuma wena
@Siba892
@Siba892 12 дней назад
Iyabhidla inkezo, lale bhuti lokhu it not about uMsholozi ,it about ukulwela inkululeko yabantu abamnyama , noma ubaba engahamba kodwa the movement izoqhubeka, angeke ngithuke uma ungasiye lomuntu ubheke amafa omuntu wasekhaya ngoba indlela okhukumisa ngayo, ngathi ugombela kwesakhe. UMkhonto it a movement. Abantu abasizo izilima siyayazi into esifunayo. This is a new age, akhukho bhunu la esizozwa ngalo sekuyomane lichitheke, kulokhu kuvela kancane kancane ukuthi who was funding inkatha ngezibhamu during apartheid. Sithuĺe silale futhi siyafunda. And also umphathi waleli Page "Siboniso tv" uma kukuthi usupport iMK akayeke uku post lembhedo yamaVoice note. Asijabule ngalokhu okwenzekile ngamaVoti.
@ThobaniMyeza-ye1hw
@ThobaniMyeza-ye1hw 12 дней назад
Akeniyeke uMsholozi. Makufa wena kuzokwenzeka ini asuzibuzi ngsni lokho
@fikilehlatshwayo210
@fikilehlatshwayo210 12 дней назад
Hay wena your like talking you are nagative always
@EuniceKubeka
@EuniceKubeka 12 дней назад
Awukwazi ukukhuluma usukubone kanjani loko okushoyo akenifunde ukukhuluma myekenuZuma nikhulunyiswa umona sihlupheka nani kodwa niyagxeka inoba nisebenza kahle nezingagc zenu ne loadshedding baningaytholi ngiyanjabuliza kwenikushoyo
@somnyamantshokovaneongenam2346
@somnyamantshokovaneongenam2346 12 дней назад
Nanokuthi wena Sya myeza uyathanda ukuhambe ukhuluma nge MK seskhathele nguwe uhlulwa ukukhuluma ngalenkatha efile usasidakelwa
@SibiyaEframe
@SibiyaEframe 12 дней назад
Niyaphapha nithanda izindaba zinja
@user-uo8kg5kt8y
@user-uo8kg5kt8y 12 дней назад
Kambe sifika kanjani ekufeni komuntu mthakathi ndini fusek
@user-vu6gj6pi1c
@user-vu6gj6pi1c 12 дней назад
Kahlekahle lomfsna uyamzonds ubaba angikaze ngimuzwe ekhuluma kahle ngaye nalesphukuphuku esisho into esingayazi ngozuma naba ozizi kodwa baseball codes uthule uvale lembebebe yakhe yomlomo
@preciousngwanr1826
@preciousngwanr1826 12 дней назад
Uzoboshwa wena ubani umgulukudu, yini inkinga yakho wemuntu nge MK uyinakile bo., uhlushiwe yini. Ukuba bekufakwe uDuduzane ubuzokhuluma futhi, uyakuthanda ukukhuluma
@user-om8gk9xj9c
@user-om8gk9xj9c 12 дней назад
Uzobulawa uwena wacabanga into ejule kanjena ukhuluma ngokufa sebekuthengile yini usheshe usitshele ukuthi yilonyaka noma ozayo ukuze u 2026 ungamfici njengoba kwakumenyezeliwe ukuthi u29 May obe engasekho namanje sitsheleni kumina ukufa kwakhe
@MapholobaMaps-rh6db
@MapholobaMaps-rh6db 12 дней назад
Izitha lezi ze MK akuyona i MK le sekukhulunywa ngezokufa kuka Zuma umbhedo wonke lo abantu laba abafuna ukuhlukanisa i MK phakathi laba bayabona ukuthi iyadlondlobala angabe bona bababaza lomsangano we GNU ka ANC. Ma MK amahle asibambisane singavumi ukuhlakazwa izitha ze MK no Msholozi
@BongkosiMonamoli-m3x
@BongkosiMonamoli-m3x 12 дней назад
Akulona ifa ipolotiki
@NompiloNgcobo-nz2po
@NompiloNgcobo-nz2po 12 дней назад
Udakiwe golo😂😂😂usangene lwabishi.
@user-ou5yp8oe1p
@user-ou5yp8oe1p 12 дней назад
Abantu abafunde ukunaka izindaba zabo Ufunani ezindabeni za Zuma Nawe uxakwe okwakho Noma ngabe ufaka izingane zakhe Wena uhlanganaphi Wawulaphi uZuma ecela idvise kuNhlamulo UZuma uqweqwe oludala kupolitiki Wayengeke avule iqembu lepolitik engazi lutho Aniyekeni uZuma phansi bakwethi Kade namqala
@RazoMarazo
@RazoMarazo 12 дней назад
Hlophe akasiyo inhlobo yomuntu uthanda ukubona muntu ehlukunezekile ngenxa yakhe
@preciousmtambo8949
@preciousmtambo8949 12 дней назад
Yibo bonke omanqama ngabanye labo bafunani ezindabeni zeMKparty
@user-lp5el3on9t
@user-lp5el3on9t 12 дней назад
Wena unomuqondo ongaphusile Mk iyi Mk akesiniyeke Nina ninenkinga ubani ungayidingi sapot Nina ningu Anc noma niyi IFP anihlukane ngezinto ze Mk maxhoki
@user-np8lt8wv2m
@user-np8lt8wv2m 12 дней назад
Eyyy niyazithanda izindaba zabantu yoooo
@MapholobaMaps-rh6db
@MapholobaMaps-rh6db 12 дней назад
Baxakwe yini nge MK abanake izindaba zabo eze MK zidinga thina esiku MK asibadingi abanye bayagula laba i MK izophatha sebeqalile bayatatazela iyinkinga i MK iqembu lokuqala ukunyakazisa u ANC wonke ahlulekile uthe u MK eno 6 months waqumba phansi u ANC 🤣 🤣
@MthokohMtshali-mb4dq
@MthokohMtshali-mb4dq 12 дней назад
Phumani zindabeni Ze mk awhlangene nabantu be mk baye phalamende
@EuniceKubeka
@EuniceKubeka 12 дней назад
Sewazi ngani uZuma uzoshona akekho muntu ongekashone utholemalini ngalento oyishoyo makungafa wena kuqala ungathini kulento oyimemezayo bangathinabantwana bakho akuziphathekahle emlonyeni ukhombisimpilo nenhlonipho
@BhekiZondi-zf5gu
@BhekiZondi-zf5gu 12 дней назад
Lomhlaziyi ngimubona ehamba neAnc nj uzonda uZuma neqembu lomkhonto why angahlaziyi I Anc neDA ay Cha akalifuni nj iqembu lomkhonto and akasiyeke nj
@SibusisoMshovi
@SibusisoMshovi 12 дней назад
Usangene wena
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 12 дней назад
Noma ningathini asijiki simile fusege
@JakevusiDube
@JakevusiDube 12 дней назад
Inkinga yeni nithi nishada nibe niplana idivorce nayoke inkinga yomuntu. Kecembu lilwela inkululeko yethu sonke kanye nani, so alakhiwe ngabo abantu abanobuhlakane futhi abazibuyisa izwe kubantu. Amafa uzibekela wona wena kodwa icembu elabantu abajoyine kulo. Musani ukwenza engathi yi business. Khulani ngobuhlakani, ningezi ngenzondo. Nina ngabe niza ngamaqhinga wokuthi sihlula kanjani lesitha esilwa naso.
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 12 дней назад
WATHINTA ZUMA UTHINTA THINA OWETHU LOBABA AKENZE ÑOMA YINI AFUNA UKUYENZA SIYAMUKELA NIZWILE HU ENEGY YENU SIYAKUTHANDA NXAMALA
@user-qx7pv7pq5d
@user-qx7pv7pq5d 12 дней назад
UDuduzile kade ekhankasa nje seniyakhuluma manje
@mthokozisingcobo9516
@mthokozisingcobo9516 12 дней назад
Ukube thiwa benifakiwe guys ephalamende ngabe konke lokhu niyakhuluma ?
@ThembekaSosibo-dr3ti
@ThembekaSosibo-dr3ti 12 дней назад
Sikhathel amanga
@NokwaziZama-lp9vp
@NokwaziZama-lp9vp 12 дней назад
Kwenza lelihlathi elingwele oyilo Akumangazi lokhu okushoyo Ayisilo ifa I I politics
@jabulisagumede8383
@jabulisagumede8383 12 дней назад
JEALOUS UYANIBULALA ,NINA NAZINI KADE NITHULE SIDLALA ANC,NINGABONI BECAUSE NANI ANAZI LUTHO NIYATHANDA UKUKHULUMA WOZANI PHELA NOBUHLAKANI BENU MYEKENI ZUMA NAKANI IZINDABA ZENU MONA KUMUNTU OMNYAMA YEEESEEEEE HAI MAAANIII 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@NtombikayiseNtombela
@NtombikayiseNtombela 12 дней назад
Angithi benithi istokfela lesi unbonisile ke uZuma ukuthi akusiso istokfel nokhuluma noze ninwebeke imilomo ngeke nilwe noZuma nina zingxothovu
@MenziMtambo
@MenziMtambo 12 дней назад
Udakiwe nquzakanyoko ufuna ukumbulala yini?leliqembu akusilo elika babaZuma elabantu abafuna intuthuko nenkululeko nquza kanyoko uma ufuna ukumbulala kofa wena golo,wakhuliswa ifa yikho ubona amafa kwi mkp msunu fuseg
@thandinkosimthethwa-yx6he
@thandinkosimthethwa-yx6he 12 дней назад
Imizi yenu iyawa ningade eya banye
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 12 дней назад
Isitha ke lesi ma mk amahle siqapheleni🤞
@ntombimkhize8929
@ntombimkhize8929 12 дней назад
Unamanga wena,hamba uyojoyina iqembu olithandayo ufuna ukuya ephalamende
@thabotayoyo4253
@thabotayoyo4253 12 дней назад
Phumani kwi MK yethu maphara niye kwi Anc yenu
@user-lu7gq6zg4n
@user-lu7gq6zg4n 11 дней назад
Uhlanganaphi ke wena ???makufa wena ezakho zngane uyozishiya namuphi umgulukudu aklona Ufa leli clever ndini
@nobukhosizungu2078
@nobukhosizungu2078 12 дней назад
Siyazi ukuthi kohlala njalo kunabantu abazofaka umoya asinendaba sifuna impumelelo nenkuleko ezweni xheka muthanda abahlakaniphile angeke bakulalele unezinhloso zokubulala MK ke wena ngale voice note uthengiwe awucabangeli isizwe ucabangele isisu sakho wedwa
@user-ni4lx4kt4h
@user-ni4lx4kt4h 12 дней назад
Ngyabathanda abantu bahlaziya nzulu ngokufa komuntu besekuvele kufa bona kuqala, kuvele kuphele ngetswyi.
@libertymthethwa5649
@libertymthethwa5649 12 дней назад
Imigulukudu nguwena
@mkhululikhathi2970
@mkhululikhathi2970 12 дней назад
Uyadakwa lo I mk eyethu sinikwe uZuma ukut wenzani nini akfun loshlama
@mthobisiMthobisi-uy4pn
@mthobisiMthobisi-uy4pn 12 дней назад
Usukhuluma ngabantu abangaswele wena khohlwa uzuma uzamela wena slambi wodle umawakho yini abakuncoma ngayo kini khona ukhula indaba ezingakufuni😅😅
@SizweMooki
@SizweMooki 11 дней назад
Umsangano we vn ... kanti kwakuthiwe ifa yin leli nakani ANCDA YENU
@lolondlovu8207
@lolondlovu8207 12 дней назад
Eyi naze nanenkinga bo nihlushwe yini
@SizweDhlamini-ie2ut
@SizweDhlamini-ie2ut 12 дней назад
Iyabheda le vn hamba wena uyotshela uRama noZondo leyonto
@CelaniSibiya
@CelaniSibiya 12 дней назад
Iqembu elabantu base South Africa nizidakelwe nini khulumani naRamaphosa benu no Mbalula
@user-nx1xo2dm3d
@user-nx1xo2dm3d 12 дней назад
Pho kunani
@Ntombivilakazi-tl4tw
@Ntombivilakazi-tl4tw 12 дней назад
Umsangano nje lona
@syandanondaba2723
@syandanondaba2723 12 дней назад
Uyahlanya lo ukhuluma umbhedo loh Msholozi owethu nje kwaphela Viva MK
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 12 дней назад
Uxakwe yini lo🥺
@user-cv8hr4yq3x
@user-cv8hr4yq3x 12 дней назад
KUZOFA WENA KUQALA UZUMA USAZOPHILA NITHUNYWE UKHUMALO INHLIZIYO ZIBUHLUNGU UKHUMALO UBENITHEMBISE IKHUNDLA AKUKHULUMI NINA BAFOWETHU KUKHULUMA INHLIZIYO EZIBUHLUNGU THATHA MSHOLOZI BALANDE BONKE MSHOLOZI ABANTWA BAKHO UBAFAKE KU MK NATHI SIJOYINE UMKHONTO NEYINGANE ZETHU NIDLIWA YINI KHUMALO UZENZILE BYE
@fikisiwengubane6980
@fikisiwengubane6980 12 дней назад
Uthini lo ghunta nx.Unomona angingabazi ucela kwagogo.
@Kay_EL
@Kay_EL 12 дней назад
Umuntu ongenabo ubuhlakani hhuye lo okhuluma kwi-voice note. Politics is not a family business. President Zuma never said he wants to leave a legacy for his children through a political party. Clearly this man does not understand ubaba umsholozi. Akabheke ezomndeni wakho akhohlwe imindeni yamanye amadoda. Akabheke ukuthi yena ezakhe izingane uma enazo ziyothini ngaye, ahlukane nokugxwambukela kwezingafuni yena.
@lukenene5917
@lukenene5917 12 дней назад
Amadodambumbulu athanda izindaba ezingawafuni axhumaphi ezindabeni zakaZuma kweze MK ahlangane ngani. Naba nje abantu abadala benu behluleka bedayisa ngezwe lathu
@SbusisoMelani
@SbusisoMelani 12 дней назад
Ungenaphi wena mgodoyi hlukana ne Mk khuluma nge African National Criminals yakho uphume entweni engakfuni Viva Msholozi
@sizwezulu5916
@sizwezulu5916 12 дней назад
Uhlanyangempela Wena Viva msholozi Viva mkhonto Wesizwe MK
@JoyceSekokole
@JoyceSekokole 12 дней назад
Aningitholela yena lo
@robertntuli8440
@robertntuli8440 12 дней назад
Ukhuluma I nonsense
@EuniceKubeka
@EuniceKubeka 8 дней назад
Musa ukukhuluma into oyicabangayo wonke umuntu uzofa , ungathini makungafa wena kuqala kunaye , ungathini uma engaphila iminyaka eyikhulu , ucabange into ayilwelayo iyokusizanawe ngpba ungumuntu uxakekile izinto esizidingayo yilezinawe ozidingayo
@user-rd5wk6gt3i
@user-rd5wk6gt3i 12 дней назад
Kahleni bo? Nibonile ukuthi bebewuvalele yonke iminyango uMkhonto and that ubaba has been painfully betrayed by Khumalo and Ngizwe. People began to regret voting MK while he was fighting legal battles. Dr. Hlophe serves as an elderly overseer at parliament in the absence of ubaba. I’m certain that the MK won with an overwhelming majority 3/3 if it had not been robbed. Give ubaba credits and I’m sure you’re not MK members but have been paid to sow discord by masters of divide-and-conquer. MK members are looking at long term benefits. Even if we can win elections with 100% nationally and in all provinces; the MK won’t be able to allocate everyone to parliament. MK members let’s fight for our future generations and be visible to make our voices heard. Let’s love the Father of the Nation amid haters.💚🖤💚🖤
@EdwardMyeza-eg1nr
@EdwardMyeza-eg1nr 12 дней назад
Not all analysts analyze sense some analyze nonsense
@BongumusaMathe-ed7vo
@BongumusaMathe-ed7vo 11 дней назад
Hhayi bayahlanya uHLOPHE URYT KAKHULU....
@khanyimbhele4661
@khanyimbhele4661 12 дней назад
Aniwona ama MK nina
@user-kt9wh8kw7p
@user-kt9wh8kw7p 12 дней назад
We don't care; viva mkhonto; viva.
@user-gs1fn6gk4p
@user-gs1fn6gk4p 12 дней назад
Anc lehlaziya lana ..nanokuthi John Hlophe uphethe parlament kuphela Zuma uhlakaniphile ngokwanele ngeke enze into ezohlukumeza umndeni wakhe
@siphamandlasithole5164
@siphamandlasithole5164 12 дней назад
Weh sya myeza umfana waseshowe. Paid agent yeANC. This is scripted.
@user-df3dp2oz9x
@user-df3dp2oz9x 12 дней назад
Uyaphupha wena ave ulele
@zwelakhenyathi7277
@zwelakhenyathi7277 12 дней назад
Ay kodwa iyahlupha inhliziyo enenzondo phakathi uZuma akashongo ukuthi iMK is about umndeni wakhe wathi iMK is about all S.A citizens just to free them ezweni labo noma usho ngoba lapho kwagogo ipolitiki niyithatha njengebusiness yokufeed izisu zenu nikhohlwe yithina esintulayo ay ungaphinde ungene emoyeni ngento ezokuhlekanisa nezwe
@user-bi9gq3vc3u
@user-bi9gq3vc3u 12 дней назад
Yazi umuntu ongazi lutho uwena futhi I ANC lena ekhuluma la
@PhilaniReggie-ud8ki
@PhilaniReggie-ud8ki 12 дней назад
Akazi lutho Ngempela futhi
@FunumusaNdawonde
@FunumusaNdawonde 12 дней назад
Vele baying anc laba abakhuluma la ipropaganda le
@user-pr5pp4pp7i
@user-pr5pp4pp7i 12 дней назад
Kwenzakalani kudlula oMandela. Weeeeelele
@user-ei6mt7ns4t
@user-ei6mt7ns4t 12 дней назад
Weee uyahlanya lobaba iqembu lepolitiki iqembu labantu thina into esingasayifuni u ANC ngamaphutha akhe
@phahlanezwane8566
@phahlanezwane8566 12 дней назад
Msunu ka nyoko ukhuluma amasimba, uyanya didi ndini.
@user-jw7rm1gg3g
@user-jw7rm1gg3g 11 дней назад
Nice. Lokunjana movie😂😂😂😂
@user-ny5nt2gb4b
@user-ny5nt2gb4b 12 дней назад
Uyaphambuka wena thula mawungazi ukuthi ufunani
@zanelenkosi
@zanelenkosi 12 дней назад
Yena ke lowo mehamba emhlabeni
@user-jw7rm1gg3g
@user-jw7rm1gg3g 10 дней назад
Sleep walker....halusnatios..day dreaming.. hamba .Nenkunzi yomona...rne jealous. Le .. ebomvu.....thinking ngokufa kuka Zuma. asikhe sive ke minikazi we death zabanye abantu... Asikhe sive ke bafo xa kufe wena kuzokwenzekani.... Ngobs nje une worry yomkhonto. If bendinguwe ngaba. .ngaba focus kuwe ..mkhulu lomthwalo uzizhwalise wona.. xa uthi uyi 1. Uzithwalise bunzima bocinga ukuba zothini umkhonto....abebanintsi Abantu. Bomkhonto.. .in fact political organisation ..ena +million yabantu.... for ukucingrlwa ngumntu oyi 1😂😂😂😂. .ngastress. Bafo ..bayazi bazothini.....and. kusenofa thina ashiyeke u Tata Msholozi.... Asimazi UThixo..ngahle aqale ngathi sife. Ngobs dingxame over ukuthi afe... I know uThixo uvele aphume le ...ngaba umntu ucingela... Uba bazothini abanteana bakhe nomkakhe xa yena. Efa.. akho ryt man ....ulumkele kukuthini kanene ukutsicela ithuna.....(tthe meaning) am lost.,. I. HOPE..God eill help that family and protect them ...for the word says....in psalms 91.... Surely He will save from the Fowler snare..andd from the deadly pestilence...that He command angels assign for you to guide you in all your ways.. mssithembe bafo akakszufa and ne family yakhe ....ndiyatjandaza...ingaze itsice mathe tuu.ethuneni ....bcz.. God eill never allow that to happen..since kungazange kubekho mntu utsicela ithuna....nabo Soooo ze in the name of jesus...never
@mthokozisingcobo9516
@mthokozisingcobo9516 9 дней назад
Ubiza ubaba uHlophe ngomgulukudu? Siyanibongela guys ngoba nifuna izinto zivunenina!
@MHAYISEWENGONYAMA
@MHAYISEWENGONYAMA 6 дней назад
Yah kufana nani impela Le VL ngoba Nazi ukuthi umuntu maweye waba neqembu sekuyi bhizimisi ingakho manifika ephalamende nikhohlwa isizwe ninake izisuzenu I mk kusazomele uthi ukujula uthole ukuthi igama umkhonto wesizwe lisho ukuthini
Далее
Zisuse umsindo izinqumo ze MK party kumalunga eqembu.
27:22
Kubhalelwe oNkosazana Dlamini Zuma incwadi evuthayo
3:01
Ezishaqisayo ngoMbalula neMK Party
2:05
Просмотров 17 тыс.
Top statehouse secrets between Ruto and Raila exposed
13:32
Kwashuba eDamini likaMakhandakhanda
19:37
Просмотров 12 тыс.
Bafuna axoshwe emuva kokulahlwa yicala elibucayi
5:12