Тёмный

INGANE YAMI IPHENDUKA INYOKA 

siyeza tv
Подписаться 110 тыс.
Просмотров 476 тыс.
50% 1

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Опубликовано:

 

15 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 2,1 тыс.   
@msawenkosimpanza5198
@msawenkosimpanza5198 2 месяца назад
Mama ngyaluzwa udabalwakho ngyacela ungithinte eceleni ngyafisa ukusiza ngiyinsizwa eyiNazaretha izinto ezinjengalezi sesizibonile kakhulu sabhekana nazo saziwina futhi ngegama loNyazi ..ngyacela ungithinte eceleni besesikusiza ngyabonga...loShembe esihambanaye akehluleki...Amen
@halalisiwekhumalo9125
@halalisiwekhumalo9125 2 месяца назад
Amen
@mbalimdebele6893
@mbalimdebele6893 2 месяца назад
Amen🙏🏻🙏🏻🙏🏻
@Khaya996
@Khaya996 2 месяца назад
𝗡𝗮𝗻𝗴𝗮𝘀𝗲𝗸𝗵𝗮𝘆𝗮 𝗯𝗮𝘇𝗲 𝗯𝗮𝘀𝗶𝘇𝘄𝗮 𝘂𝗦𝗵𝗲𝗺𝗯𝗲😢😢😢 𝗻𝗴𝗶𝘆𝗮𝗸𝗵𝗼𝗹𝘄𝗮 𝘂𝗸𝘂𝘁𝗵𝗶 𝗻𝗮𝗯𝗼 𝗲𝗻𝗴𝗮𝗯𝗮𝘀𝗶𝘇𝗮!!
@babongilealexia-vh2ph
@babongilealexia-vh2ph 2 месяца назад
Amen
@buyisileamander59
@buyisileamander59 2 месяца назад
Amen🙏
@nkosingiphile8479
@nkosingiphile8479 2 месяца назад
Mawami ungayeki ukuthandaza, ithi incwadi engcwele "mina ngiyindlela neqiniso Kanye nokuphila" kusho UJesu Christu UNKULUNKULU yena yedwa... Nomangabe kwenzkalani or kuvelani empilweni kungaba ukuphelelwa ngamandla omkhuleko shout the name above all names "JESUS JESUS... JESUS" Ungathembi abanye onkulunkulu this is beyond Amandla omuntu idinga uMdali Inkosi yamakhosi inamandla ezulwini Kanye nasemhlabeni... Bambelela kulo idwala elinguJESU, uyezwa futhi uyabona bese uyaphendula. In JESUS name and the blood of our LORD I pray for protection, amen.
@ntombyShakes
@ntombyShakes 2 месяца назад
Oh nkocy ubhekene nobunzima umama madimkhulekiseni bandla sililizwe konke ngenelela Smakade singabantwana bakho bawo
@XolisileBeauty
@XolisileBeauty 2 месяца назад
Bhuti ucc unobizo angvumi kulamukela kanyeke nje nekimoya ekhona ekhaya okungenzeka kuthi kunothile owayethwele bt yena ubizelwe ekthenini azolungisa lesimo akayolashwa usisi kuzolungakonke
@MsiziDladla
@MsiziDladla 2 месяца назад
@@XolisileBeauty I am a Nazareth and believe in prayer and prayer change things if you believe and have faith,evil spirits don't like a place where there is prayer but God through prayer will provide you with a solution to solve your problem,he can use someone who is knowledgeable about your problem mor especially to things like isithwalo becs a certain procedure was performed and it needs another procedure to reverse it and prayer is giving a solution.That is why God has sent Mr Mkhwanazi to help that's the result of her prayers
@nkosingiphile8479
@nkosingiphile8479 2 месяца назад
@Thuleleni_Tv ikhona indlela okukxhumana noMama? Or platform atholakala kuyona beside lana...
@nkosingiphile8479
@nkosingiphile8479 2 месяца назад
​@@XolisileBeautytrue problem ukuthi indlela azoythatha is it Godly or ungodly ? and into engiyizwa ngomama ukuthi uyazi ukuthi kumele enzeni of which lento okumele ayenze sengathi ayikho em'busweni wokukhanya of which is The Kingdom of GOD... And Question is uMdali okuyena ophezukonke USHILO yini ngalendlela okmele aythathe or omunye ofuna ukudukisa umama obhizi esho indlela Lena engayvezanga Kithina... umama unayo ichoice ukuthi ayeke yonke into ayzamayo ngamandla akhe ahlale edolweni acele kuMdali ukuthi amsize ukuthi ezwe ivoice yakhe yena yedwa amkhombe indlela nokuthi uma kunjena ikuphi okmele akwenze... UJEHOVA uyezwa, uyabona futhi uyaphendula kodwa ufuna ukuthi umethembe njengo JOBE wasencwadini engcwele ngoba Uma ngibheka ngathi maningi ama-voice afika kuyena but khona eyodwa okuyiyona yona and leyo ayizi nezinyoka or nokwethuka Noma umoya wezilwane imnene and ilungile ... And uyabona ukuthi nebandla ahlanganyela kulona akusilo elineqiniso noNkulunkulu bayamngabaza... My solution or myb I can say advise ku-mama ukuthi abheke kuMdali another advice khona indawo ese-crossin lasembali ePMB ayindingi Mali or into ephathekayo kuyakhulekwa kubizwa igama likaJESU CHRESTU UNKULUNKULU ophilayo... Uma usuzame konke ngingabala,zinyanga, bathandazi wonke nje ama -Mediums ongahle uwacabange nali ithemba lokugcina as umama mention ukuthi uhlala kwa-Pata iseduze le-ntaba engiyshoyo ingakwa mason mill or peacville wehlika ecrossin laseMbali .... Hope umama ayithole le message in JESUS name amen
@thobileyeasin2931
@thobileyeasin2931 2 месяца назад
Mina ngisinde endodeni ebifuna ukung sacrificer ngenxa nje yomkhuleko ngisaphila namanje our Living God is wonderful nothing is impossible with him alone🎉
@duduzile4173
@duduzile4173 2 месяца назад
Iyoooh.Sibonga Uma Usaphila
@dinahperceverance2197
@dinahperceverance2197 2 месяца назад
Mine mama, I would say do not compromise on your faith because of what you going through now 😢 Jesus Christ is the only saviour, no man can take you out of this. The devil is a liar. 😢it's not easy, but the Lord is powerful. The daughter is demon possessed only prayer can help🙏
@bongumusangcobo4474
@bongumusangcobo4474 Месяц назад
She shouldn't just focus on religion. She's an African and she should consult a traditional doctor. They will help her
@zinhleh5071
@zinhleh5071 2 месяца назад
Ngyathandaza for your deliverance. Your heart seems pure, may God favour you and put an end unto that in Jesus name.
@nobonisazimase-ic2rd
@nobonisazimase-ic2rd 2 месяца назад
Ngibona njalo nami Cc wami uNkulunkulu akangenelele yaze yabuhlungu inhlizio yami 💔💔uzwakala engimuntu omesabayo uJehovah 🙏
@sphamandlamkhize9736
@sphamandlamkhize9736 Месяц назад
Ake nimeni ngalo Jesu wokdlala lento icrc
@senzovictorgwala
@senzovictorgwala 5 дней назад
Ningagangi ngabantu ujesu akaze aphilise ngisho imlungu lana e south africa
@XolaniRANGER-bx4is
@XolaniRANGER-bx4is 2 месяца назад
We should all pray for her together.
@amandazama7129
@amandazama7129 2 месяца назад
Please
@dunyiswaganga
@dunyiswaganga 2 месяца назад
I am just praying now in Jesus name.Thumela amandla omlilo lonyoka iyatsha njengamanje.Ngegama LikaYesu ngegama LikaYesu. Siyadiliza siyayibulala ngamandla omlilo omkhulu wezulu.
@mosesdespiritking6595
@mosesdespiritking6595 Месяц назад
come to our church you'll get help
@ZowyN-cr9qv
@ZowyN-cr9qv Месяц назад
@@dunyiswagangaAmen
@SindiDlamini-t4r
@SindiDlamini-t4r 2 месяца назад
Baba ngegama likaJesu, uthe ezwini lakho konke esikucelayo uyosenzela, nampa abantwana bakho bekudinga ngenelela kulesisimo, singaphezu kokuqonda kwethu sidinga wena Ndoda yempi, Nguwena uNkulunkulu wethu nethemba lethu uyisiqalo nesiphetho, silethembile igama likaJesu lingukuphila kwethu, yilo esimi ngalo
@BettyMtshali
@BettyMtshali 2 месяца назад
Amen
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 2 месяца назад
Amen
@LWANDLESHAWE
@LWANDLESHAWE 2 месяца назад
Amen in Jesus name❤
@alcanxulu2593
@alcanxulu2593 2 месяца назад
Baba wethu oseZulwini sikhuleke lomndeni wakaMkhize ohlushwa imimoya yobunyama siyayibopha ayinasabelo ayiphume Kubo ngegama likaJesu Kristu ameni
@NomvulaMkhize-k9m
@NomvulaMkhize-k9m 2 месяца назад
Amen😢
@thembekazuma4465
@thembekazuma4465 2 месяца назад
Waze wamuhle loSisi bakithi aiybooo angazi kumele ngithini Jehova
@tholakelekhumalo1164
@tholakelekhumalo1164 2 месяца назад
Egameni likayise ,elindodana ne loMoya ongcwele , Nkulunkulu Jehova onamandla ongehlulwa yilutho ngegama likaJesu ngiyambeke lomama ezandleni zakho , usathane ungene kulelikhaya waze waphozesa ingane ,Jehova ngegama likaJesu akanqontshwe uSathane ,hamba sathane kulelokhaya awunasabelo ,phuma , in Jesus name
@kayak30
@kayak30 2 месяца назад
Lord hear our prayers in Jesus mighty Name
@bhekinhlapo2354
@bhekinhlapo2354 29 дней назад
Amen!
@asandilentanzi5510
@asandilentanzi5510 Месяц назад
Nomusa Mkhize I speak deliverance upon your life in Jesus name Amen
@zesuliwehlatshwayo
@zesuliwehlatshwayo 2 месяца назад
Yanzima indaba yakho cc ngathi ungalithola usizo.....ngenelela Nyazi Lwezulu🙏
@NomceboMabuza-m6s
@NomceboMabuza-m6s Месяц назад
it would be worse ask me,i was from this situation.😢😢😢😢😢
@brightsimelane5711
@brightsimelane5711 2 месяца назад
😓your story hurts me deeply . I fully support it , I have a sister she was doing the same things your daughter is doing . When questioned she would say she walks at night sees people and snakes . Even mention that she is to make us all join . She was initiated at school without her knowing through sharing snacks . 😔This thing of demonic is real and this things make latishoko tikhona .we went to traditional healers they said tilwane most of them and tried their best but still. We went to every pastor we've heard about but she would come back more powerful and angry .😔Money would just disappear , poverty ventured stress and sleepless nights had become normal. She would kill chickens and drink blood , when you ask her after the event she doesn't remember . 😔I pray that you find help 🙏🙏🙏🙏🙏🙏 watching from Eswatini
@lubelihlengwenya2030
@lubelihlengwenya2030 2 месяца назад
Did you find help
@thembelihlembatha1684
@thembelihlembatha1684 Месяц назад
How did u get help
@ulindemathobo2034
@ulindemathobo2034 29 дней назад
How did you come out
@NoziphoMngomezulu-r1r
@NoziphoMngomezulu-r1r 2 месяца назад
UJesu Kristu UYinkosi cc kholwa ukuthi UJesu Kristu UYinkosi ngiyafisa ukukupha umkhuleko ibuhlungu lendaba
@AngelineKondowe-fn3io
@AngelineKondowe-fn3io 2 месяца назад
Ungabambi umuthi sisi, dlana izwi Bible fast and pray ❤❤
@zuziphe
@zuziphe Месяц назад
Welele
@WandaMtshali
@WandaMtshali 28 дней назад
Inganekwane ​@@zuziphe
@KhululekaniShangase
@KhululekaniShangase 19 дней назад
Aybo koba nini
@SylviaNgcongo
@SylviaNgcongo Месяц назад
Baba onamandla onke egameni lika Jesu wase NAZARETH inkosi ngikhulekela usisi Nomusa Mkhize namadodakazi akhe amabile yenza into ezimpilwe zabo ngithumela umlilo ovela ezulwini ngegama lika Jesu uyoqothula lemimoya ebahlukumezayo zibokalise Nkulunkulu phendula nglilo qothula zonke lezilwane ngegama lika Jrsu
@londiwecelimpilo4068
@londiwecelimpilo4068 2 месяца назад
Yabona nje uma bonke abantu bebaleka,uNkulunkulu ufuna ukuthi wazi ukuthi akungabi noyedwa umuntu oyobe esezishaya isfuba ukuthi uyena okukhiphe obishini. Ngalesikhathi uthi"im done trying on my own,God take over n let ur will be done"Uyangenelela.Ezinye izimo aziveli kunkulunkulu kodwa yena uyazivumela zenzeke for a great reward.Ngibonga ukuthi noma konke sekwenzekile kodwa asamthanda futhi umthemba uJehova,surely ull be a testimony
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 2 месяца назад
Cc wami ngiyajabula ngoba uhleli kuNkulunkulu lithium ibhayibheli hlalani kimi nami kini. Amakhosi esbili athu uHezekiih waphendula ubuso bakhe wabheka udonga wakhuleka wathi ngiyacela Simakade khumbula ukuthi ngihambe phambi kwakho ngeqiniso nangenhliziyo epheleleyo ngenzile okuhle emehlweni akho wayesekhala kakhulu. Waphendula uSimakade wathi ngizwile umkhuleko wakho ngibonile izinyembezi zakho bheka ngoyakukuphilisa. Kuzolunga cc ungayishiyi indawo yakho khuleka ungaphezi. Uyabona njengoba bekuhlamuka nalaba okhuleka nabo enkonzweni sekuyisikhathi sokuthi uphume esxukwini uNkulunkulu uzozibonakalisa kuwena ungabazondi mntakwethu guqa nje ungakhathali
@GracelyRedeemed
@GracelyRedeemed 2 месяца назад
😭😭😭😭 sister, that's what I said after having tried everything ngathi "God take over, ngihlulekile". And he did 😭😭😭. Wise advice she needs that and let go of the confusion ngoba idalwa ile desperation akuyo. She knows she has to follow God. This lady is going to shake the kingdom of darkness that's why she's fighting this war
@londiwelembethe5816
@londiwelembethe5816 Месяц назад
HLALA kuJesu, UNGADIDEKI. UTHInina enikhathele neni sindwayo, Yizani Kimi nizophumula. Iskhathi sokuvivinywa Sakho lesi, Khuleka nabantwana bakho ungakhulrki wedwa Funda ibhaybheli. ASIKHO ISIMO ESINGADLULI NGO NKULUNKULU
@nomvulalangasiki3927
@nomvulalangasiki3927 2 месяца назад
Prayer prayer prayer is the best solution ..there is God in heaven mbikele mha wam
@IsaacMthethwa-jz9pw
@IsaacMthethwa-jz9pw 2 месяца назад
Pray mama nothing is impossible with God
@sweetnessy14
@sweetnessy14 2 месяца назад
You have a great gift the devil wants to derail you from the will of God,fast and make an agreement with God like Jacob And Hanna.He is faithful He will never forsake you amen
@PhumzileQuashFakudze-jf9rh
@PhumzileQuashFakudze-jf9rh 2 месяца назад
In Jesus name we pray God to intervene make ungayeki kuthandaza ukhona Nkulunkulu kona kundzima🙏🙏
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 2 месяца назад
UNkulunkulu Mkhulu mtakababa, ukubona izinto ezingabonwayo kodwa usaphila qhubeka ungayeki ukuthandaza noma isimo inzima kanjani uzosizakala, sibonge obhuti Mdu abathi mabebizwa basabele nethuleleni konke kuzodlula uma uwumntwana kamoya udlula ezimweni ezinzima qina cc wami🙏♥️
@ThabisileRadebe-mh5os
@ThabisileRadebe-mh5os 2 месяца назад
Cc wena kumele uphahle ucele kwabamini bamubonize indlela okumele uyithathe kumele uye ehlane uyokhuleka❤❤
@thobileyeasin2931
@thobileyeasin2931 2 месяца назад
Kahlekahle ufuna ukuthwala ngomawakhe lomtwana, just u overpower ngumthandazo kanina, ne gown ka mawakhe le aygqokayo bekmele ayphucwe😢
@SinenhlanhlaDube-to4wf
@SinenhlanhlaDube-to4wf 2 месяца назад
Akaphucwe ngampela aybooo
@phumynxumalo5364
@phumynxumalo5364 2 месяца назад
Kubuhlungu cc kodwa uJehova ungumn8kazi wezimo zonke ungasuki kuye uzokupha amandla okunqoba methembe noma usudidekile
@JacaNosiphiwe-ow9kt
@JacaNosiphiwe-ow9kt 2 месяца назад
Uqinisile
@zitsilemaziya9683
@zitsilemaziya9683 2 месяца назад
mayithathwe le gawn
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 2 месяца назад
Yajoyina usatanenzima ingane Jesu,, 🙆 umkhuleko yadingeka akukho okumahkulayo uNkulunkulu🙌
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 2 месяца назад
Nova ayinamali nje kanti usebenza kanjani loSatan ngoba akekho Rich
@mpumemtebeni979
@mpumemtebeni979 2 месяца назад
We ngavele ngaba negoose bump Jehova
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 2 месяца назад
Ewe ndicinga ukuba yajoina illuminati elihlobo enza ngalo la sign
@valentinemkhize7502
@valentinemkhize7502 2 месяца назад
Yaz I abantu be satanizim bahambe izingane ezikolweni so ukuthi ingane ijoyini ububi u wrong
@nompumeleloDhlomo
@nompumeleloDhlomo 24 дня назад
Ayihambe le ngane iyohlala yodwa yajoiner Illuminati manje seku safara umama kphela
@LulamaDlamini-yo7oh
@LulamaDlamini-yo7oh Месяц назад
Ngyaqala ukubona umuntu wesfazane Ostrong ngalendlela😢😢Unkulunkulu akabalahli abakhe mama uyabathwala..
@clarencebaloo2359
@clarencebaloo2359 2 месяца назад
Nomusa Mkhize, PLEASE pray my sister, please satan is a liar. Ask God for His wisdom, fast and pray, your daughter needs deliverance soon my girl. Please
@MsiziDladla
@MsiziDladla 2 месяца назад
If you want to be helped you speak the truth and you don't hide anything.I am of the view that she is aware of what is going on and she also has a solution umuntu onesiphiwo njengaye imimoya yakhe iyamtshela ukuthi kufanele enzenjani .Siyabonga baba Mkhwanazi ngemizamo yakho ,kodwa ususi kufanele aqonde ingane yakhe ukuthi iyeke lento uma nayo ingayifuni . Okwesubili kunesithwalo kufanele aphumele obala ukuthi ubani owathwala emndenini bese kuxazululwa isithwalo abantu abazaziyo ukuthi zixoshwa kanjani bese eyaqhubeka nokuthandaza if you have a head ache a doctor will give u tablets for a head ache and you continue to pray 🙏 🙏 🙏 🙏 Siyabonga baba uNdonga we will always watch your stories
@ntombizodwadlamini2693
@ntombizodwadlamini2693 2 месяца назад
Thank you. Nami ngisho njalo. Akabhekane nengane nonga ngabe kubuhlungu. Abeke izinseka eceleni
@cindynyaba2802
@cindynyaba2802 2 месяца назад
Ingane ijoine icult illuminati coz wenza pentagram sign
@zodwangobese468
@zodwangobese468 2 месяца назад
Isthwalo yazi ngiyabonga
@nomthikhumalo-es1ce
@nomthikhumalo-es1ce 2 месяца назад
Ayi sisi ngathi khona okusalayo please cele ukhulume konke and lento isihlukumeza ingane khipha yonke into uthandaza everyday everyhours plz
@hlengymkhulise4708
@hlengymkhulise4708 2 месяца назад
Nayoke icomment ebengiycinga
@CeciliaSangweni-mt1gn
@CeciliaSangweni-mt1gn 2 месяца назад
Mama, you are in a training, you are called by God,hlala emkhulekweni ungasuki
@charlottetshiovhe982
@charlottetshiovhe982 2 месяца назад
This really needs deliverance. JESUS is the only way
@AyabongaLateta
@AyabongaLateta 2 месяца назад
USisi ngumuntu womoya so I think she knows what to do even though it's not easy and what ever she's going through it affects abantwana ,keep on praying 🙏 God is here to help you ,plz when you pray don't pray alone be with your children .
@awandegumede3487
@awandegumede3487 2 месяца назад
Ey cc wam ngfis ujehova abe nawe kulesisimo okuso ungathi inganekwane...kunzima langaphandle kodwa futh ngthanda isbindi sakho ...hlala emkhulekwen ngyaz isimo esikanjena sikwenza uphelelwe amandla okukhuleka....kodwa nakhu namanje usamike emkhulekwen...simemeza igama likaJesu nangaleskhath ngoba yulo elimandla...amen
@OumodumetsiMatjeni
@OumodumetsiMatjeni 2 месяца назад
My sister your very strong we already hear with what youve seen so far,your goddess is great and huge,if you pray harder trust me youll see the miracles of god,my daughter was having such kind of crying like shes hissing like a snake,with sort of greenish colour inside her eyes every 00:00 at night but i became strong and i prayed,now shes 3years old, very much okay,shes a prayer warrior ❤god is there. She joined Satanism.
@ZolaMasinga
@ZolaMasinga 2 месяца назад
Ngaze ngabuzwa ubhlungu kule ndaba ka cc.ngoba icishe ifane neyami Koda mina ingane yami uqobo eyadlula kwathiwa ngithwale ngayo kusho amanye amalunga omndeni 😭😭😭💔💔💔 lapho ngizama kanzima ukuhlanganisa impilo yazingane zami.koda engingakusho cc ungakhathali ekumkhonzeni uNkulunkulu futhi uqhubeke nomkhuleko.futhi engathi ungaluthola usizo nd ngcela bavele abangamsiza.koda umndeni ngiyawubonga Koda angibabambele gqumbu ngoba uNkulunkulu ukhona futhi uyena ongilwela izimpi zami💔💔💔
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 2 месяца назад
Hey yabona into usisi ayizwile ingizwisa ubuhlungu, yebo usisi wakhe wezwa ubuhlungu ngokushayisa ingane yakhe ishone kodwa to blame usisi lona ngalokho uthakathe kanjani umtana ka Sisi wakhe kunzima indaba yomndeni kodwa.😢😢😢😢
@MinathiGama
@MinathiGama 2 месяца назад
The spiritual realm is too complex here yet, umkhuleko remains the only solution.
@No2HeartStoppingClotShots
@No2HeartStoppingClotShots 2 месяца назад
Prayer and feasting and true word of God
@nosiphopreciousndawonde7675
@nosiphopreciousndawonde7675 Месяц назад
True
@njsacolo
@njsacolo 17 дней назад
I agree
@andilezuma337
@andilezuma337 3 дня назад
Sisi, ngicela unasked uye kubantu besizulu.. finish emthandazweni... nginesifiso sokuthi le comment yami ifike kuwena. Finish emthandazweni... okwenzeka kuwena, kwenzeka nature Jobe njengoba ushilo... Qina sisi, ujehova hyena onolwazi nobonayo yonke into eyenzekayo phezu kwakho nomndeni wakho.... Thandaza sisi, u Jehova unawe.... amen
@nokulungandlovu-rb7fl
@nokulungandlovu-rb7fl 2 месяца назад
Nkulunkulu uthe masikcela ngokwethemba noma yin esiycelayo uzakusenzela yona Namanje ke Moya oyigcwele ngenellela baba ..yehlisa umoya oyngcwele kubobonke abantwana bakho abanezimo ezirelated zishabalale..yebo siyazi sonile emhlabeni wakho baba..kodwa ungunkulunkulu onhabambi amagqubu ushilo ezwini lakho ukuthi asize nazo zibombu izono zethu ziyakuhlanjululwa..siyakwwthemba ke moyongcwele loludaba siluletha kuwe baba..dlala indima yakho ke Moya oyngcwele..egameni lenkosuJesu amen
@siyabongagumede2140
@siyabongagumede2140 2 месяца назад
Syabonga bhuti 👏👏 unkulunkulu wonyazi akwandisela mina u cc bengifisa afakashe eNazareth angikhonzi khona kodwa umoya wami uthi angisho kanjalo kulapho nengane yakhe eyosida khona amen👏👏👏👏
@ThabiNdlovu-ze4mw
@ThabiNdlovu-ze4mw Месяц назад
Ngvela noku seconda umbono wakho kyaphilwa lapha
@NokuthulaGumede-p4e
@NokuthulaGumede-p4e 2 месяца назад
Ngenelel nkosi kulesi simo esibheken nomuzi kamkhize phebeza lemoya emobi kulelikhaya amen
@spheemkhz6408
@spheemkhz6408 2 месяца назад
Igama lika Jesu liyisihlangu uma ulibiza bonke omoya bayalthobela amen
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 2 месяца назад
Hallelujah!🙌
@elizabethletsoso2558
@elizabethletsoso2558 2 месяца назад
Hallelujah 🙏
@nondumisomzimela6722
@nondumisomzimela6722 2 месяца назад
Linamandla igama likaJesu
@MhlengiDlamini-g9r
@MhlengiDlamini-g9r 2 месяца назад
Nkosiyamakhosi Khuleka kuwe nkosi ushembe ngi biza wena nyazi lwezulu, beka kuwe cela wena ushaye leli dimoni 🙏🙏🙏🙏
@Lebogm
@Lebogm 2 месяца назад
Accepte JESUS Christ as your Lord and Saviour.
@SylviaHlanjwa
@SylviaHlanjwa 2 месяца назад
God be with your family in the name of jesus and of the son and the holy spirit all is well
@elizabethletsoso2558
@elizabethletsoso2558 2 месяца назад
In Jesus Christ name Amen may God intervene
@nozinhlekhumalokumalo7855
@nozinhlekhumalokumalo7855 2 месяца назад
​@@elizabethletsoso2558hallelujah
@RejoiceNxumalo
@RejoiceNxumalo 2 месяца назад
Bamjoynisa I illuminati udinga a strong prayer abedelivered
@PhindileNgcobo-o5l
@PhindileNgcobo-o5l 2 месяца назад
Igama likajesu linamadla sibopha imimoya yobumnyama siyiphosa olwadle Jehova thathindawo uhlale nabantu bakho ebusuku nasemini In jesus name amen
@BuleloNkambule
@BuleloNkambule Месяц назад
From this man of God u will find peace from in God
@carishmacarish9945
@carishmacarish9945 2 месяца назад
Thixo makangenelele phakathi kwekhaya cc akukhiphe kulenkinga ngamagama mathathu elikayise ndodana Moya oyincwele konke ngyakushisa ngikumbela mgodi ongenamkhawulo ngamandla kathixo Amen
@Elvis-Dube-ny
@Elvis-Dube-ny 2 месяца назад
Similo ,intfobeko💥 Ku cc,may the great God heal you my sister lodibene nako kumatima kakhulu
@sarahburn6864
@sarahburn6864 2 месяца назад
Sanibona Bhuti Ngicela ungixhumanise nalonkosikazi Uma evuma, ngike ngaba Naso isimo esicishe sifane Nalesi, before sihlangana angalinge athinte umuthi.
@siyabongamajola-ii7et
@siyabongamajola-ii7et 2 месяца назад
Mmm lekelela ngempela mntaka baba mungakhona.konakele ka khulu
@Smojero
@Smojero 2 месяца назад
Anive niwenza into embi umuthi.... Umuthi akusho ukuthi owokuthakatha... Kodwake awumsize okuSerious
@phillynsele1296
@phillynsele1296 2 месяца назад
Please 🙏 msize Nkosi ibuhlungu lento😢😢
@LungileHlengwa-tv8vf
@LungileHlengwa-tv8vf 2 месяца назад
Awukho wrong umuthi kodwa kwezinye izinto awube usadingeka
@ThandekaKhomo
@ThandekaKhomo 2 месяца назад
Iya kashembe cc unyazi lungayilwa lempi kunzima shame nkosi ikusize in jesus name amen
@GuguNgobeseNgobese
@GuguNgobeseNgobese 2 месяца назад
Waze wathwala ngifuna ukuthi ngyakuthanda dadewethu may God and your ancestors protect and heal you bese uthatha ubizolwakho ukhuphule idlozi nesithunywa Kanye Kanye besekuqhosha lokhu òkunamandla kuwe ngikufisela inhlanhla uthole usizo uthobekile usesilingweni esikhulu uzonqoba ngegama nangegazi la Jesu...
@nokwandaengie3460
@nokwandaengie3460 2 месяца назад
Waze wathoba umuntu esenkingeni.
@LindiweMsimango-m6w
@LindiweMsimango-m6w 27 дней назад
My sister call on the name of Jesus Christ of Nazareth he showed himself to and asked u do u believe in me and it seems u ignore him, he's knocking on ur door
@nqobilenqobi3381
@nqobilenqobi3381 2 месяца назад
Waze wathobeka cc wamuhle umoya wakho uphans ngathi unga hlez uthobekile bese nomawakho elwa nabalwa nawe
@elizabethletsoso2558
@elizabethletsoso2558 2 месяца назад
Amen and Amen 🙌🙌
@NomondeMbanjwa-g8i
@NomondeMbanjwa-g8i 2 месяца назад
akukho uJehova angeke akulungise cc hlala emkhulekweni wenze okuvumelana nawe nakholelwa kukhona, uqine isbindi isbindi ngathi ungasheshe uluthole usizo ayi kushuthi lengane endala into yayo istrong indlela engizwa ngayo
@NosimoNtabeni
@NosimoNtabeni 2 месяца назад
Awuuu.kwaze kwabuhlungu dadewethu ,kodwa ngithi u Nkulunkulu use Muhlenberg namanje ,khuleka ukulele Vele uNkulunkulu Uma efuna ukukusebenzisa uyabasusa abantu eduze kwakho, qina emkhulekweni yize zenzeka izinto Ameeen ❤❤❤❤
@SimamkeleSmaRh
@SimamkeleSmaRh 2 месяца назад
I’m inviting you to The Revelation Spiritual Home💙uzolithola usizo ikhona Imboni uZwilezwe mama💙🙏🏾
@AngelMathabela
@AngelMathabela 2 месяца назад
Umthantazo ungumancoba sisi ke sewuzile 3 days uthantaze nge faith uJehova utokuphendu usehlane uyalingwa sisi kunemimoya lekhona ekhaya lakho 🙏🙏🙏⭐⭐🌟✨💥
@simphiwemgazi2358
@simphiwemgazi2358 2 месяца назад
Yaze yabuhlungu indaba yakho sisi hamba uye ebukhosini bama Nazaretha uzokuthola ukuphila Amen
@Mthwaliwenja_nomniniyo
@Mthwaliwenja_nomniniyo 2 месяца назад
Hawu!!! Ingane yaze yanosathane bo ungena kanjani😮😮 Usathanezimu mama thandaza uqinise🙏
@RoseHlabane
@RoseHlabane 2 месяца назад
Iyo mfazi wabantu ustrong sisi akukho umuntu ongabhekana nesimo esinje, fafaza igazi lika Jesu noma izwi lingasaphumi umbize ntombazane noma kulukhuni,inzima indaba yakho.sithi Jesu ngenelela
@MarthaKupana
@MarthaKupana 2 месяца назад
God is testing your faith because he wanted to save other people through your testimonials
@SindisiweSibahle
@SindisiweSibahle 25 дней назад
Khulek mam engathi ujehova engab nawe ebunzimen obhekene nabo ujehova uyinkosi uyabusa akasoze akudela uyohlezi anawe kulobunzim mam egameni likajesu nelendodana nomoya ongcwel
@SiyabongaEricMakhanya
@SiyabongaEricMakhanya 2 месяца назад
Siyabonga Thuleleni uCc ikhambi likuye akalandele ubizo lwakhe akakhulume no Gogo wakhe amakhombise la ezo thola khona usizo
@zandilebohale5481
@zandilebohale5481 2 месяца назад
😂😂😂 njalo nje.
@mbulie04
@mbulie04 2 месяца назад
Ayikho leyakho
@GugulethuMlotshwa-lo2rj
@GugulethuMlotshwa-lo2rj 2 месяца назад
Sacela uxhumane nobabu'msweli, akuxhumanise no proffeser "Godo. Kwaze kwanzima 😭😭😭
@nonikomaluleks317
@nonikomaluleks317 2 месяца назад
Kuphela komuntu ongamsiza lowo
@khoimkhwanazi6155
@khoimkhwanazi6155 2 месяца назад
Indoda engiyethembayo ke leyo
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 2 месяца назад
Nkos Yami umtanakho ojonile isathanis khuuleka Kakhulu🙏🙏
@JaneNyanzeka
@JaneNyanzeka 2 месяца назад
@@nonikomaluleks317ncela I number zakhe
@Madudo_Mvuna
@Madudo_Mvuna 2 месяца назад
100%
@GhostiKakhulu-ol6zk
@GhostiKakhulu-ol6zk 2 месяца назад
Yhoh! Mama khawuzame ukuya e The Revelation Spiritual Home uchaze isimo sakho uzosizwa mahala.💙💙
@bridgetmagona113
@bridgetmagona113 2 месяца назад
Ngempela uzaluthola usizo phuthuma khona impela😢
@nobuhlemakhunga4945
@nobuhlemakhunga4945 2 месяца назад
Lukhona usizo lwamahhala kuleyo ndawo phuthuma sisi
@ShellySithole-ib5br
@ShellySithole-ib5br Месяц назад
True cc ,she will get help free of charge
@mbalixaba4631
@mbalixaba4631 Месяц назад
Haaaaa I now believe my niece when he said witch craft is real kuleyo ndawo....askis sisi Jehovah will help keep on praying and do the fasting...God be with you forever
@mzwandileluthuli2857
@mzwandileluthuli2857 Месяц назад
Wena mama umphrofitha naturally unamandla amaningi, ngeke bakusize abafundisi babona Amandla akho kanti abanye babo abafundisi amanga, unesthunywa izidalwa zakini zisebenza ngokuthandaza cela idlozi lakini ma uqeda ukuthandaza ubabize ucele bakuthwasise emoyeni ungathwasi ngaphansi komuntu ophilayo, sheshisa baning ekusamele ubaphilise, uNkulunkulu abe nawe.
@nonjabuloangela8093
@nonjabuloangela8093 2 месяца назад
Mina Sisi wami ngicela uye enazaretha ebuhleni inkosi yamakhosi unyazi lwezulu izokusiza uyobuya uphila🙏emandleni owanikiwe uwasebenzise ukhuleke ungayeki ngififisa uthole mama fodo asenazaretha azokusiza kakhulu amen🙏
@ZinhleHlatshwayo
@ZinhleHlatshwayo 2 месяца назад
She joined Illuminate nkosiyami umkhuleko uyadingeka ...ungayekeli ukukhuleka mama ....
@SbongileNdawonde
@SbongileNdawonde 2 месяца назад
Yoooo illuminate straight
@ZaneleZondi-n5q
@ZaneleZondi-n5q 2 месяца назад
Nami ngicabanga kanjalo
@azwindinibudeli3451
@azwindinibudeli3451 2 месяца назад
Very true,
@Simmy_hlubielihle
@Simmy_hlubielihle 2 месяца назад
Yingane yakhe le e joinile ne?
@silindiwetshumasilindiwe7811
@silindiwetshumasilindiwe7811 2 месяца назад
Nami ngibona njalo ​@@Simmy_hlubielihle
@PinkanaDlaza
@PinkanaDlaza 2 месяца назад
Yhoo cc yhooo waze walingwa awubize abazalwane abasindisiwe sthandwasam linanandla leligama esalinikwa ungalingabazi lyabasebebzela abalikholwayo
@ElizabethMokoena-oh7py
@ElizabethMokoena-oh7py 2 месяца назад
Yaa kunzima bt qhubeka ukhuleke unkulunkulu uzakuzwa akozeli ubusuku nemini ukubhekile izivivinyo nje zomhlaba kuzodlula naka njani amen
@busididi4201
@busididi4201 2 месяца назад
Kunjalo dear lesisimo sidinga uJesu kphela naye ayeke yonke into yemimoya abize igama likaJesu kphela🙏🙏
@Amandla-t8n
@Amandla-t8n 2 месяца назад
Yhoo the pain yokubizwa ngomthakathi ngiyayazi and ayidluli. Kubuhlungu,kunzima but uyabathwala abakhe
@juniormbonambi9467
@juniormbonambi9467 15 дней назад
Our God Almighty is with you sisi qhubeka ukhuleke uNkulunkulu ukhona inkazimulo Yakhe iphezu kwakho ngeGama likaJesu
@KitkatNtakumba
@KitkatNtakumba 2 месяца назад
Pray over your groceries and plea the blood of Jesus, daily annoint your house plea the blood of Jesus. Close doors that you have opened to the enemy God will give you the weapons to fight this spiritual war. Don't forget to worship
@Dlaba1973
@Dlaba1973 2 месяца назад
In your prayer separate your daughter from the covenant ayenzile with these spirits. Command the chains of darkness to be BROKEN, and claim the Peace of God to rein in your house. Read EPHESIANS 6:10-12. DO NOT GIVE UP. LAY HANDS ON BOTH YOUR DAUGHTERS AND PRAY FOR THEM. COVER THEM WITH THE BLOOD OF JESUS CHRIST! IT IS WELL, DO NOT FEAR. PLEASE, UNGAYI UKUYOTHWASA! THAT IS DEMONIC!
@dumazilezwane9953
@dumazilezwane9953 2 месяца назад
Amen
@nozinhlekhumalokumalo7855
@nozinhlekhumalokumalo7855 2 месяца назад
Amen don't thwasa please it's also a demonic mybe uthandaza ekholelwa kumimoya le embonisayo
@SandiSolutswayi
@SandiSolutswayi 2 месяца назад
The devil is attacking her because of the gift she has, angithi the devil is a thief he wants to use the she the in his Kingdom. Ungavumi ukuthwasa sis ngegama lika Jesu
@ThabileQwabe
@ThabileQwabe 25 дней назад
Kodwa bakithi akalwise nģomkhuleko​@@SandiSolutswayi
@ThabileQwabe
@ThabileQwabe 25 дней назад
Kodwa lengane ayijoyinanga iSatanism bakithi?
@NolubabaloZide
@NolubabaloZide Месяц назад
Mina ngikholwa yi proof oz bekumele bamfake emotweni sibone nathi and why iphone icishile ma kumele kuvele ubufakazi and lomtwana is doing this almost everyday and why angayenzi today that the interviewer is here but ker sizokubeka emkhulekweni
@jonathanmbingo4699
@jonathanmbingo4699 2 месяца назад
Dear sister's...hamba uye GNF city church edurban station.... every Friday its a whole night prayer... .. And Sunday at 7:00 .. morning...u be delivered there sister's u and your family... ... Sharp sharp
@gugulethuteresa9491
@gugulethuteresa9491 2 месяца назад
Romans 8 :28 All things work together for our good. Continue trusting in the Lord mom❤
@thandekazuma9957
@thandekazuma9957 2 месяца назад
Koda cc kwaze kwakuhle kwakho okusho bekukuhle ngaphezu kwaloku kungakashi kuhle ku clean sthandwa sam konke kuzodlula 😢
@cynthiazungu376
@cynthiazungu376 2 месяца назад
Yaz ubona lento engibonayo Kuhle yaz
@KhethaNgcobo-no8so
@KhethaNgcobo-no8so 2 месяца назад
Ngithumela usizo lwasekhaya eZulwini kuwe dadewethu ngiyabuzwa ubuhlungu bakho kanti nonkulunkulu ukuzwile ukhala😭🙌😭.. Uyasho umphostoli pawul ukuthi kwangilungela ukuba ngihlushwe ukuze ngazane nezimiso zakho Nkosi 🙌 maybe kusayisilingo esithunywelwe ukuzokulinga .. Ngakho sithumela igama lika Jesu kristu owanqoba ukufa futhi igama lakhe libizelwe ebantwini ukuba basindiswe ngalo🥺.. Mina NgiseMbali dadewethu ukuba bengingakwazi bengingaletha umkhuleko kodwake inkosi iyasizwa njalo
@nozukomakholwa3271
@nozukomakholwa3271 2 месяца назад
In Jesus name
@Zothilezamisa
@Zothilezamisa 2 месяца назад
To think she's dealing with this alone😢 yooh
@nomusafakude
@nomusafakude 7 дней назад
Nami ngilapho😢
@zamangwanehlongwane3883
@zamangwanehlongwane3883 Месяц назад
I'm confused. Mina ngangingahamba Kuse ekseni ngo day 1 ngiqala ukubona leyonyoka, ubuthongo nje ngabe angisabazi. Izinyanga, abefundisi, bathandazi ngabe sekuyikubo kwami
@thulig.dlamini9941
@thulig.dlamini9941 2 месяца назад
Uma ngizwa indaba yalosisi, ngisola sengathi kukhona othwele ngaye. Uma befuna umuntu abazothwala ngaye labantu abafuna amandla noma umcebo wobumnyama, abathathi noma ngubani kodwa bafuna umuntu onesiphiwo thizeni, mhlawumbe ube nesiphiwo somoya, njengaye losisi noma ube nesiphiwo somcebo noma ube yi- artist mhlawumbe umculi udumile, kodwa nje kufanele kube khona into egqamile ngawe eyisiphiwo sakho. Uma eyichaza lendaba yakhe, kuzwakala sengathi banikela ngaye enyokeni, nasezilwaneni. Lenyoka ayibonayo bamganisela yona, njengoba uma egibela itekisi iyavela, yingoba ikuye emzimbeni, iphila kuyena, ihamba naye lapho ehamba khona kodwa ayizwani nephunga lika-petrol, uma eke wagibela imoto, lenyoka iba uncomfortable, yehluleke ukuzifihla. Ayizivezi ngoba ithanda kodwa kusuke kunzima kuyo ikhincwa u-petrol. Kungenzeka ukuthi lona lelisonto akulo usisi, umfundisi wathwala ngaye, futhi kungenzeka kube ngomunye wabomndeni wakhe ngoba umuntu omenze lento, ngumuntu osondelene naye, owaziyo ukuthi unesphiwo somoya. Unfortunately, izinkonzo eziningi zabazalwane zoyehluleka ukulwa nemimoya enje. Usisi sengathi angaya e-UNIVERSAL CHURCH, aye kunguLwesihlanu, aye enkonzweni ka 5 ntambama. E-Universal bayomthandazela MAHHALA uze uzikhulumele wona lomoya ukuthi ubuyaphi nokuthi wafakwa ngubani. Ngiyacela nje ukuthi uma esekhathele ngempela ukuhlupheka, aye e-Universal eseduze naye, angavumi ukuthi lwmimoya imvimbe, aye ngenkani, futhi angayi iFriday eyodwa kodwa aye for 7 Fridays, abese eya nangoLwesithathu ayocela uMoya Oyingcwele ukuthi umvikele ngoba uma engenawo uMoya Oyingcwele zizohamba ziphinde zibuye lezilwane emzimbeni wakhe. Avale amadlebe kwizinto ezishiwo abantu ezingamampunge, ahambe ayolwela impilo yakhe nabantwana bakhe. Isicathulo sizwiwa umnikazi UKUSHISA kwaso! Aphathe izithombe zabantwana bakhe aye nazo e-Universal, azimisele! E-Universal kuvulwa 7 days a week, kodwa ngoLwesihlanu yilapho kwenziwa khona umthandazo onamandla kuxoshwe lemimoya. Uma ethola ithuba, angaya nanoma ngaluphi olunye nje usuku evikini, aye e-Universal afike acele ukukhuluma nomfundisi, owaseUniversal umfundisi ubonwa MAHALA, awukhokhi nesenti. Afike axoxe nomfundisi abeke udaba lwakhe. Bazomyalela ukuthi kumele alwe kanjani nalemimoya, spiritually. E- Universal ngeke aphuziswe muthi futhi ngeke achathe noma aphalaze kodwa bazomfundisa indlela yasesontweni yokulwa nemimoya ngokholo. I- Universal is the only church I know, ekwazi ukulwa nemimoya yobuthakathi, ngaphandle komuthi. Kuzofuneka usisi, ABEKEZELE, ABE NESIBINDI, AZI UKUTHI UNGENA EMPINI. Ngeke lezilwane zihambe without a fight, kodwa zizogcina zihambile!🤞
@gcinahlubi9164
@gcinahlubi9164 2 месяца назад
Dad'wethu sekufuneka uJesu yena yedwa akekho ozokukhipha kulenkinga, khohlwa Abantu abafayo abangenaZulu
@elizabethletsoso2558
@elizabethletsoso2558 2 месяца назад
Amen 🙌
@ZandileShangase-os3mi
@ZandileShangase-os3mi 2 месяца назад
@The Revelation spiritual home uzosizakala mahhala bazomsiza nomtwana bakhiphe naleyo mimoya kubukeka engath lemimoya yavuswa emathuneni ukuzonihlupha iyakhishwa khona branch ikhona ema pmb twn
@priscillancube5773
@priscillancube5773 2 месяца назад
Nakanjani nje mayengaya lapho kuphelile ukuhlupheka 💙👏
@DollyMtshali
@DollyMtshali 2 месяца назад
Unklunkulu akahlale nawe akuvikele ungayeki ukukhuleka.
@NontsikeleloDumezweni
@NontsikeleloDumezweni 2 месяца назад
Iwill pray for you sister and your children God will fight for you
@babalwamakhendlana
@babalwamakhendlana Месяц назад
Cc all i can say uyi. Warrior.. .. .uzoynqoba nale. Keep on praying cc wam🫂
@ntombifikilemkhwanazi686
@ntombifikilemkhwanazi686 2 месяца назад
Hi cc wam ngyakuzwa mina and abantu will never understand your anointing..... so dont be decieved you are strong and yonke lento odlula kuyo ifuna ukuba ungafocus kuNkulunkulu.... we can talk if you dont mind.
@ZamaNgubane-v2e
@ZamaNgubane-v2e 2 месяца назад
Bakhona abaphostoli Mama biza bona ngisonta khona mina..and ngiyaphila ngomthandazo ay noma ibaphi kodwa ngikhuluma ngalaba engikubona abahluleki Mama.
@Squngesihle
@Squngesihle 2 месяца назад
Kwaze kwanzima ukuba umzali😢😢themba uJehova ukhona mama❤
@luyandanjikelana32
@luyandanjikelana32 2 месяца назад
ingathi uShembe mama angakusiza😭ngiyakukhululekela ku Nyazi lweZulu angenelele kulesi simo obhekene naso
@MaureenQwesha
@MaureenQwesha 6 дней назад
I wish you get some help dadewethu what I like you are strong as a rock you can tell your story and you have no fear. I am glad you came forward and tell the whole world what you are facing and nowthat everybody knows I promise you help is on the way. I will pray for you too.
@bennymoremi-mi8wk
@bennymoremi-mi8wk 2 месяца назад
Can you inform us of the progress so that we can get involved. Once there is no progress.
@NokuthulaMkhize-vq9jm
@NokuthulaMkhize-vq9jm 2 месяца назад
Hmmmmm ukube iye Ebuhleni Nyazilwezulu beluzomsiza amen
@MazwendodaSikhosana
@MazwendodaSikhosana 2 месяца назад
CC wami ayikho ndawo ngena Thempeli lo Nyazi lwezulu Ubacele noma izinsizwa zo Nyazi lwezulu zikulethele umkhuleko Ungafihlilutho ucacise ukuthi kunezilwane. Bese zilinde uzasizakala cc Inkinga ilapho ku ndodakazi wakho omdala cc
@bongiwencwane2368
@bongiwencwane2368 2 месяца назад
Losisi uphazamisekile ekhanda qha, ufuneka ayolashwa mase uthatha isiphiwo sakhe sobuthandazi. Izinto lezi azibonayo angikholwa zibonwa iwona wonke umuntu ugcina esephendula izingqondo zabantu kubengathi bayazibona kanti Chooo indaba inaye.
@babarjones6607
@babarjones6607 2 месяца назад
Ive never heard something like this yhoo this woman is going through a lot, Nkulunkulu awuzibonakalise empilweni yakhe
@ThabisoYaka
@ThabisoYaka 2 месяца назад
UMkhulu omkhulu (Nkulunkulu) ukhona mama uzokusiza, hamba uyebandleni lamaNazareth eNkosi uNyazi lweZulu, bakulethele umthandazo. Ngyathembisa ukuthi ngegama likaShembe waseNazareth sizobakhona isixazululo. Konke okufihliwe kuzovela.
@BonganiMakhoba-t1w
@BonganiMakhoba-t1w 2 месяца назад
Hei bakithi ukuthakathaka emhlabeni,ngenelela Smakade sithembe wena 😭😭
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 2 месяца назад
Bakithi umtana wajoina inkonzo ye satanism le part where I pupil iba ngathi indwetshiwe nge marker yiyo bakithi kwaze kwanzima Sisi engathi ningathola usizo. Lomtana inyoka pho akasazami nokunye😢😢😢😢
@cindymthembu4248
@cindymthembu4248 2 месяца назад
Ngisola lokho nami ingane yajoyiniswa isatanism mhlambe ingazi yona,kulokhu kwamadoda l think bathunyelelwa ngeimikhovu...uNkulunkulu emuhle uzosidlulisa lesimo usisi athole ukuthula emzini wakhe ngegama lika Jesu
@nhlanhlajay-jaysinama1980
@nhlanhlajay-jaysinama1980 Месяц назад
Ngempela yaz😢🤞
@nobonisazimase-ic2rd
@nobonisazimase-ic2rd 2 месяца назад
Ngenelela Nkulunkulu wokulunga muphe amandla okholweni lwakhe uCc Nomusa sethembe wena Nkulunkulu ka Shembe 🙏
@queenysibasa7222
@queenysibasa7222 2 месяца назад
Keep on praying God already gave you the script Psalm 91 continue reading it according to the instructions until you find your path.
@AyandaPhoswa
@AyandaPhoswa 2 месяца назад
Nomusa Mkhize,Ngithi usathane akanaso isabelo empilweni yakho nomndeni ngegama likaJesu konke okubi okuhanganezana nani namuhla siyakukhipha fire in Jesus name
Далее
SISHAWA ISIPOKI SENDIYA ESALANDWA INGANE  EMATHUNENI
45:19
Собираю Маню к осени ✨
00:48
Просмотров 626 тыс.
Usizi lowesifazane owalala nenyoka eyesabekayo
40:34
Просмотров 80 тыс.
IWELE LAMI LELI ENGILIPHETHE KULE VACE.
42:24
Просмотров 111 тыс.
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA
54:21
Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Ubulungiswa
1:03:11