Тёмный

Iqiniso isona sizinda semimoya kanye nemisamo yethu 

Umsamo Institute
Подписаться 47 тыс.
Просмотров 15 тыс.
50% 1

Thokoza,
Iqiniso isona sizinda semimoya kanye nemisamo yethu. Okuhle noma okubi - yikho okwakhayo noma okwehlukanisa isizukulwane esizayo. Ukufihla iqiniso ezinganeni zethu kanye nakubazukulu bethu lokho akukona ukubavikela kodwa ukwenza umonakalo omkhulu. Ukuhamba nezimfihlo uye nazo ethuneni ushiye ungazisombululile- lokho kungukuqalekisa izingane zakho izimpilo zazo ukuthi zingene ziphume ezigodlweni zabantu.
The truth is the foundation of our spirituality and Umsamo. Good or bad - it is what makes or breaks future generations. To hide the truth from our children and grandchildren is not protection but a great harm. To go to your grave with these secrets and leaving them unresolved - is to curse your children to life of going in and out of igodlo zabantu.
Makwande,

Опубликовано:

 

23 янв 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 35   
@Phindile_Ngubane
@Phindile_Ngubane 2 года назад
Sincela kogwansile Gubhela, Makukhanye 🌻
@nomsaledwaba8931
@nomsaledwaba8931 2 года назад
💯 % temple of truth....men or women in their 60s. Baba you even quote David Icke....I'm speechless.
@mbongenidlomo7356
@mbongenidlomo7356 2 года назад
Ngyafisa Abazali Bethu Beylalele Lenkulumo.
@tysermohlala5422
@tysermohlala5422 Год назад
Emakhosini amahle, siyabonga khehla
@intathelikayoutube
@intathelikayoutube Год назад
Syabonga baba khula njalo.
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 года назад
Ngathi ngingahlala ngikulalela baba uneqiniso ngyafisa ukufika emlambomu
@mathlakuchochie889
@mathlakuchochie889 Год назад
Siyabonga mkhulu
@thembisilenkosi9353
@thembisilenkosi9353 2 года назад
Akuve kubuhlungu okwenziwa abazali bethu ngokungafuni ukukhuluma iqiniso bamane bakhethe ukufa ku neqiniso futhi uvele ebu yisitha emndenini wakini uma ufuna ukulungisa 🙏🏾
@makhosizasendulo6436
@makhosizasendulo6436 2 года назад
Uyacothoza kancane nje, bakuhole nabasemndenini abalaziyo iqiniso bazokulandela. Akukubi njengoba ucabanga abanye benziwa ukwesaba Uqine kukukhanyele 🌺
@thembisilenkosi9353
@thembisilenkosi9353 2 года назад
@@makhosizasendulo6436 Sethembe kuzobanjalo mkhulu ngoba sesiside isikhathi futhi kufanele kulungiswe senginabazukulu sezibabambile nabo lezizinto ezabamba mina nendodakazi yami kubi ngempela mkhulu,akukho okukhanyayo kusenaloko ngizizwa ngingena ezinkingeni engingakwazi ukuzixazulula 🙏🏾
@lungilefortunatemchunu897
@lungilefortunatemchunu897 2 года назад
I’ve learnt so much from you Baba, Siyabonga 🙏🙏
@God_is_an_Atheist666
@God_is_an_Atheist666 2 года назад
I will buy all the books at once one day when I get the money. 🤞Such books I believe will eventually be integrated into our school curriculum.
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Mumbo Baba wami salute 🙏
@mfokajobe9191
@mfokajobe9191 2 года назад
Uhloniphekile kakhulu Mkhulu V.V.O
@thabodlamini6076
@thabodlamini6076 2 года назад
Mmmm syabonga mkhulu, wayibeka indaba, kwande this is an 👁 opener
@lindamakaza3628
@lindamakaza3628 2 года назад
I learnt alot from you Babu Mkhize . Nami ngise ndleleni ezalapho.
@pearln2308
@pearln2308 2 года назад
Hai Baba, uyabusisa. Can you have a workshop with a fee ofcourse sizincela ukwazi eduze. And we can have a close interaction with u. Mina ngingabusiseka. As a young professional with abadala I'm inspired
@tjngema8410
@tjngema8410 2 года назад
Khabazela🕯👏🏿🕯
@leighsihlanu3061
@leighsihlanu3061 2 года назад
Mmmh baba waze wayikhuluma iqiniso siyabonga👏
@mthokozisisele7825
@mthokozisisele7825 2 года назад
Syabonga Babu Mkhize ❤️🙏
@kuhledlamini4823
@kuhledlamini4823 2 года назад
Iqiniso liyababa 🔥🔥
@kwazingcobo5430
@kwazingcobo5430 2 года назад
Siyabonga Gcwabe!
@mikendovu3671
@mikendovu3671 2 года назад
Where can I get the books ?
@mlungisihadebe2507
@mlungisihadebe2507 2 года назад
Siyabonga Khabazela ka Mavovo ngezimfundiso zakho minanje sengifunde okuningi kusukela usaqala ukuletha uMsamo ku Radio usangena eksen ngo 5
@ayandashabangu1036
@ayandashabangu1036 2 года назад
Ngiyabonga kakhulu Khabazela ngezimfundiso zakho ezakhayo,kuningi kakhulu engikufunda lana.
@ntombimanqele9768
@ntombimanqele9768 2 года назад
Laze labuhlungu iqiniso!
@mogalelegae8526
@mogalelegae8526 2 года назад
Siyabonga babu Mkhize ngemfundiso ebalulekileyo.
@patriciashongwe4526
@patriciashongwe4526 2 года назад
Yhooo Baba uyakhuluma kodwa asizwa
@sindiswaportia9631
@sindiswaportia9631 2 года назад
Hmmmmm baba
@solomzisiko626
@solomzisiko626 2 года назад
Enkosi Baba
@mosesndlovu3628
@mosesndlovu3628 2 года назад
Moses Oratiloe Ndlovu Ngiyabonga ukuphelela kwe ndaba i am old but too young because I am holding nothing in my hand for this reality, babumkhize we are in lockdowns unable to move but I am in problem in my family life ?idont know what to do Tata.
@lunganibrianbuthelezi727
@lunganibrianbuthelezi727 2 года назад
Baba siyabonga, izincwadi zakho zitholakala kuphi nendawo?
@pheellomxolisikhopeli9483
@pheellomxolisikhopeli9483 2 года назад
Amen. How does one Acquire the Books
@nthabisengmohale1549
@nthabisengmohale1549 2 года назад
Where must I get those books baba vv o Mkhize
Далее
INGONO S2 EP 01 PROMO mp4.mp4
0:25
Просмотров 6 тыс.
Wenzeni Kubani ? - Do the ends justify the means?
14:59
МЕГА ФОКУС С КАЛЬКУЛЯТОРОМ
00:33
It seems Sonya's choice was obvious! 😅 #cat #cats
00:20
Kungani sekuvumbuka ubizo lwabadala olungaka?
10:21
Просмотров 73 тыс.
Broken - Pilot Episode
14:22
Просмотров 456 тыс.
Impande kaGobela vs impande yasekhaya
14:30
Просмотров 12 тыс.
Izinga eliphezulu lokusetshenziswa kotshwala
7:27
Просмотров 10 тыс.
Umsebenzi wokubonga
10:26
Просмотров 73 тыс.
Yini inhloso yangempela yokuthwasa?
13:45
Просмотров 6 тыс.
МЕГА ФОКУС С КАЛЬКУЛЯТОРОМ
00:33