Тёмный

Umsebenzi wokubonga 

Umsamo Institute
Подписаться 46 тыс.
Просмотров 72 тыс.
50% 1

Thokoza
Kukhona ukudideka okukhulu mayelana nomsebenzi wokubonga. Kukabili, kunokwenzeka ukuthi singawenzi nhlobo noma uma siwenza sewenze ngendlela okungeyiyo. Empeleni esihluleka ukukuqonda, amandla okubonga labo abasuke besinike amandla okwenza esingakwenza- lokhu akufaki amadlozi ethu. Kungakho kubalulekile emndenini waka Mkhize ukubungaza uKhozi FM ngabalaleli balo abayizigidi eziyi sishiyagalombili. Lalela ukuthi uthini uDokotela uMkhize mayelana naloludaba.

Опубликовано:

 

9 янв 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 74   
@simisomsibi5458
@simisomsibi5458 2 года назад
Uma sidla empandeni yabantu abanobuhlakani, kanti futhi bahlakaniphile kuyisibusiso. Ngiyaphila ngawe Baba wami, sengaba yiloku abakubiza nge super human. Engikuthintayo kuvele kukhanye ngenhlambuluko nokuba neqiniso. Mlomo ongathethi manga, sengathi umvelinqangi nezidalwa zezwe ezihlambulukile zingakugcina, zikbusise Baba. Siyakuthanda futhi sikukhonze sonke eMaMbatheni. Makwande Baba, Dr VVO Mkhize.
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 2 года назад
Eyi waybeka mfokaKhabazela salute kuleyondawo 👏👏
@sphehlabangane1511
@sphehlabangane1511 2 года назад
This is the best channel on my youtube so far. Thank you Mkhulu for Knowledge
@khanyisilemasuku779
@khanyisilemasuku779 Год назад
Siyabonga imfundziso lenhle babe Mkhize
@user-hq6yp6nr7d
@user-hq6yp6nr7d 10 месяцев назад
Syabonga Khabazele💯🤝
@siphe11
@siphe11 2 года назад
Ukubonga endaweni eyiyo.... Siyabonga Khabazela 🙌🏾
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Kubonga thina Mthungwa
@thokozanimazibuko5417
@thokozanimazibuko5417 Год назад
Siyabonga gcwabe ngunezi Wena Khalamasi esiswini🙏
@ndumisomkhatshwa7706
@ndumisomkhatshwa7706 2 года назад
Siyabonga mkhulu, ngingu mlanjwane mkhulu ngiyingane yomfana ngifuna ukubonga ethongweni laka malume kufanele ngisebendzise ubulili obunjani kwimbuzi
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 2 года назад
Thokoza🙏👏🏾👏🏾👏🏾 Siyabonga Khabazela 🙏
@jakesmakena8716
@jakesmakena8716 2 года назад
Mkhulu sawubona. I love your work and how you clarify things. Umsebenzi wakho muhle kakhulu
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Thokoza, Thank you so much for those kind words.
@thandimdladla6313
@thandimdladla6313 Год назад
Urbana sathola lomfana eziwu 8 Siphila konke uthi ngolunye usuku waphupha kuthiwa kuye sesikwenzele konke kodwa usuhluleka nje nokubonga wahlatswa yizibhobo washona sisele manje kunzima kithi akulungi lutho.kungen nhlupheko izifo manjena ukuya ngabe kufanel senze kanjan
@solomondhlamini471
@solomondhlamini471 2 года назад
Khabazela! Siyabonga ngeziluleko zakho eziphusile. Siyakheka ngesintu sakho. INkosi ikubusise.
@fezekamnyamana673
@fezekamnyamana673 2 года назад
Siyabonga ngemfundiso baba👏👏
@sandilemazibuko9620
@sandilemazibuko9620 Месяц назад
"Ukubaluleka kokubonga"❤
@makhosithingo1300
@makhosithingo1300 2 года назад
Siyabonga Mkhulu Amazwi amnandi ngiqala nokukuzwa, Bayede Ebukhosini 🙌🌈 Khabazela! Khize🙂
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Thokoza Makhosi
@phelarephelemusicacademy8330
@phelarephelemusicacademy8330 2 года назад
Thank you baba for sharing... much appreciated👌🏿 Ukubonga ngokweqiniso ngubaluleke kakhulu...
@velilesihlazi402
@velilesihlazi402 Год назад
Amen baba ,babasinenkinga layikhaya yomntwana kasisi wami ngathi iyathwasa manje lento yakhe asiyazi iyasidida besicela usipha inumber yakho khona soxoxa nawe besinesifiso sokukubona ngoyabonga baba
@pamjaymkhize6210
@pamjaymkhize6210 2 года назад
Khabazela👏
@user-pn2jm2zp1r
@user-pn2jm2zp1r 6 месяцев назад
Khize ndiyabulela Kakhulu
@nomthandazonkosi5903
@nomthandazonkosi5903 2 года назад
Siyabonga babu Mkhize ngolwazi
@snenhlanhlasibiya5103
@snenhlanhlasibiya5103 Год назад
Siyabonga Baba uMkhize
@Syamthembu5
@Syamthembu5 Год назад
Siyabonga Mkhulu "Khabazela"🙏🏾🙌🏾
@mdgumede
@mdgumede 2 года назад
Baba Khabazela ijulile indaba okhuluma ngayo kodwa siyabonga makusekhona nina enizosicathulisa nje kancane kancane
@khwezimabija8941
@khwezimabija8941 2 года назад
Watsho kwavakala mnt'omdala. Siyabonga 🕯️
@God_is_an_Atheist666
@God_is_an_Atheist666 2 года назад
Lapho Kusha inyama kwi Background sbali😂. You are the Van Gough of our time they'll listen to you mhla usushiya emhlabeni🤞
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Thokoza baba, Siyabonga kakhulu ngalamagama
@buyanimthethwa7831
@buyanimthethwa7831 2 года назад
Syabonga la mazwi siwadinga kakhulu siyisizwe esinsundu 🙌ngoba konakele Siphila I mpilo yokuzikhohlisa umona, inzondo amanga kusibulele Siphila 👏
@vukuvukun
@vukuvukun 2 года назад
Ngiyabonga Khabazela, ngemvuselelo.
@nompumelelomtshali1496
@nompumelelomtshali1496 2 года назад
Siyabonga mkhulu ngezeluleko zakho nkulunkulu akugcine
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 2 года назад
Hawu Khabazela kanti ungumakhelwane wami la eBushwillow estate
@arndilesamela9437
@arndilesamela9437 2 года назад
Syabonga Baba Mkhize
@bongumusakhoza9262
@bongumusakhoza9262 2 года назад
Wayibeka Khabazela👏👏👏
@nomusahlophe7879
@nomusahlophe7879 2 года назад
Syabonga Khabazela
@dollarkhambule2397
@dollarkhambule2397 2 года назад
Wise words Baba
@phindz113
@phindz113 2 года назад
Amen Mkhulu.... Siyabonga... 👏👏👏
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Thokoza Gogo
@phakamanishange4029
@phakamanishange4029 2 года назад
Sibonge mkhulu akwande🙏
@zolekapotwana376
@zolekapotwana376 3 месяца назад
Mkhulu ngihlala egoli,ngiyacela usizo lwakho. Ngihlala eSoweto.
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 2 года назад
A sibonge mkhulu ngezaluleko. Izandla ziDLULA IKHANDA
@zethembedlamini6394
@zethembedlamini6394 2 года назад
Mele ngiwuyenze this year umsebenzi
@FUNNYVIDEOS-uo8cr
@FUNNYVIDEOS-uo8cr 9 месяцев назад
SYABONGA
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 года назад
Bayede Babaa akwandee
@UmsamoInstitute
@UmsamoInstitute 2 года назад
Makwande ngakuwiena futhi - Siyabonga
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 года назад
@@UmsamoInstitute Sishayeke kakhulu thina sizwe esimphilo ikhakhulkazi siwuZulu,uMama wengane zami washona ngingakaLoboli,sinabantwana ababili.washona 2014 Feb.kuze kube manje Kubo abamgezile singike ngamphupha ngasho ngcela ukuthi abenze noma imbuzi ngoba uvele ubeseyintobazane engaganile ayiphoqile inkomo.abantwala laba abanaso isphandla sakubo Kanti bengifisa ukuthi indodakazi Uma seyificwa yisigaba sokwephuka ebese yenzelwa umhlonyane.manje njengoba bengagezizwe ngokushona kukaNina naye engageziwe sengididekile ngoba kozumoseka impilo yabantwana.
@thandimdladla6313
@thandimdladla6313 Год назад
Mkhulu.sazalwa singu 8 ku baba nomama saphila sonke .ngolunye usuku uthi ubaba waphupha kuthiwa sesikwenzele konke usuhluwa ngisho nokubonga wahlatshwa yizibhobo washona manje kuthina kunzima akulungi lutho. Siyagula izifo manje sekushone 3 asazi ukuthi konakalephi sisize mkhulu izinto zonke zivalekile siqale kuphi senze kanjani sesisele sodwa
@chief9462
@chief9462 2 года назад
Amen 🙏
@solomzisiko626
@solomzisiko626 2 года назад
Siyabulela bawo kakhulu
@thembisilenkosi9353
@thembisilenkosi9353 2 года назад
Siyabonga mkhulu 🙏🏾
@libalalindeka3898
@libalalindeka3898 Год назад
Enkosi babumkhize ndinengxaki enkulu ndinomntwana oyeke isikolo last year khange abhale grade 12, ikhanda lakhe belingathathi kakuhle kumanje uyasangana uneminyaka eyi 23 ngumfana andazi ukuba kwenzekeni
@ngelo5357
@ngelo5357 2 года назад
... Ameni
@AaronKhathwayo
@AaronKhathwayo 3 месяца назад
Ngicela ningincede since ngathola amawele(twice)akukho okuhamba kahle nasemndenini akekho owaziyo,eyiphi imisebenzi eyenzwayo Kubo?
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 2 года назад
🤝🤝👏👏👏
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 2 года назад
👏👏👏
@glengumede8796
@glengumede8796 2 года назад
🤝🙏
@abaphehliorganization909
@abaphehliorganization909 2 года назад
Sinamathongo, noma singayphika lonto kodwa iqiniso lima njalo.
@zolekapotwana376
@zolekapotwana376 3 месяца назад
Mkhulu ngicela ukuhlolelwa on line. Ngenze njani na? Ngiyaludinga usizo lwakho.
@meyblemashila3518
@meyblemashila3518 Год назад
Emakhosini baba o hlalaphi ke funi Zizo lakhp
@THOKOZANIJANE-nx2gz
@THOKOZANIJANE-nx2gz Год назад
Hello
@udingswayo6502
@udingswayo6502 2 года назад
Ingabe zitholakala kuphi lezi zincwadi ngoba ngizamile ukuzibheka kwi website yalayikhaya kodwa angitholanga lutho
@thulelenizungu6315
@thulelenizungu6315 2 года назад
Dr mkhize ziyadlala ngabantu inyanga uDr khehlelezi nje wadla imali yomunye ethi uzomanzela imali lutho 4 300 khonalapho wathi akalethe 2 500 yo ngyamesaba loya muntu namanje lomama usabhadala izikoloto zabantu
@meyblemashila3518
@meyblemashila3518 Год назад
Nate Kenya leboga maele a Gago nna ke thwasitse mara a gokopame selo go nyakega mali
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
Kodwa Khabazela uyobongwa nini uJehova njengoba kunguyena osenzela konke?
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 2 года назад
Singabongi ngani umvelinqangi. Mina angikaze ngimphuphe uJehova kodwa ngiyazi sadalwa
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 года назад
@@sizwevincentnxumalo1639 Yebo Zwide UJEHOVA usidalile,wasibeka emhlabeni wakhe,siphefumula umoya wakhe,siphila ngamanzi wemvula yakhe, sidla ukudla okuvezwa nguye emhlabeni wakhe, ilanga nezinkanyezi asiphe zona ezakhe,ngempela njengoba kusho incwadi ka Jakobe 1:17,zonke izipho ezinhle zivela phezulu, singaba yini ngempela ngaphandle kuka JEHOVA UNKULUNKULUNKULU???
Далее
Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka
11:01
Просмотров 51 тыс.
Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi
7:47
Просмотров 28 тыс.
Ukuhlola umsamo
12:51
Просмотров 87 тыс.
iLati Lasemanzini
18:13
Просмотров 21 тыс.
Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo - Dr VVO Mkhize
36:53
Просмотров 38 тыс.
Ukubonga Ethongweni | Indaba Yesintu
47:53
Просмотров 14 тыс.
Ingono Yomsamo epsiode 9
24:44
Просмотров 22 тыс.
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Просмотров 179 тыс.