Тёмный

Isithembu siyinto ejulile kakhulu 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 105 тыс.
Просмотров 10 тыс.
50% 1

Nayi leVideo esiphawula kuyo: • Isithembu siyabheda

Опубликовано:

 

16 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 62   
@ntandonkululeko5730
@ntandonkululeko5730 Год назад
besicela impunga isebenzise nezinye izindlela zokuthola lezimfundiso njengo spotify kathi njengabalaleli sizokwazi ukulalela noma sisezimentweni sidriver noma sigibele. syabonga kakhulu niyasiphilisa niyasicebisa futhi. IMPUNGA!
@mzimasimbangata
@mzimasimbangata 10 месяцев назад
Aaaaawuuuh Mkhulu wayihlaba eskhonkosini Mpunga ndikwesosimo kumanje, kumele ngithathe isthembu manje undlunkulu yena uthi uyahamba nengane zakhe 🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️
@lihlemadlala9950
@lihlemadlala9950 Год назад
Mina njengomuntu wesifazane angisiboni sibheda, personally Mina ngiyasithanda futhi indlela engizizwa ngayo ngesithembu mina ngyisivuma, angiziboni ngingeke ngishadele esithenjini... ingakho ngiyothanda ukuthi ngibe uNkosikazi wokuqala ngoba ngyosamukela ngesihle futhi angeke ngasilwisa ngoba ngizizwa kunento ehlale ingishisa ngesithembu ngendlela esithanda ngayo.. Idalwa yini lento vele ? Ngoba mina singaxabana nomuntu ophikisana nesithembu
@khositectdesign4098
@khositectdesign4098 Год назад
Can you be the second one ?
@mthobisi6624
@mthobisi6624 Год назад
@khositec design uma ubucabanga ufaka uKaMadlala njengowesibili kubukeka sengathi usindwe zinyawo😜
@mthobisi6624
@mthobisi6624 Год назад
Ezinye Izinto nkosazana kuhle uzibike kumuntu okuphethe indlela yakho engathi icacile uze ungaphezi ukumela labo abancintisanayo ngena nkinga nempilo asebethekhe nabafisa ukuyiphila 🌻✊🏿
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 Год назад
Sihle isithembu Uma sivela kokhokho Kuba yibo abasithelayo kuwe bese wena uyasivuma ngoba ugcina usiko ukhule umuzi wakini 😁
@nomthandazo182
@nomthandazo182 Год назад
Asifuni ukukhuluma okuningi. Obaba sebajola kahulu asisazi okuyikona ngempela. Siyabonga ngomfanekiso.
@lindizwane532
@lindizwane532 Год назад
Isintu asisho ukuhlupheka. Omkhulu babelima, befuyile, kungalanjwa. Amandla endoda ayafuneka esithenjini.
@phindilezakuza9655
@phindilezakuza9655 Год назад
Ameni makhehla ngiyingani ngina33 ngiyibonile video yomakoti ngiwuntwa okhule esithanda sthembu angazi kungani ngake ngaziphupha ngiane iNkosi azwindini kodwa iNkosikazi wokuqala engangithandi kodwa Myeni wethu engithanda nam futhi ngingena nkinga nawe engishukuthi nje mina ngithi kuhle ukuthobelana nokuhloniphana manigane indoda yedwa ameni🙏
@thembamichael7575
@thembamichael7575 Год назад
lol Mpunga wena ngiyakubona ufuna isthembu wena 😂 nedi usaba ukutjela inkosikazi 😂
@nonhlahlajudith4650
@nonhlahlajudith4650 Год назад
Szwa kahle .nithini ngmuntu ofuna isthembu aqede angodli angalali nase athi uqedile..abantwana bebona ubaba engasathengi lutho knti ulwa nami.ngba nga uza ukthi usicla kanjani esrzele kangaka kuye lomuntu.yasuka uselala yedwa
@godwillrabodiba
@godwillrabodiba Год назад
Excellent discussion
@sibusisotede9632
@sibusisotede9632 Год назад
Mina Mkhulu ngyafisa ukwazi ukuthi, uma wembethwe ogogo bese uyaganwa, kusuke kungubani oganwayo emoyeni wasemathongweni yilonkosikazi wami?
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Akekho umuntu owembethwe oGogo kuphela, akekho futhi oweMbethwe amakhehla kuphela. ukhumbule ukuthi uGogo wayegane ikhehla namakhehla ayeganwe izalukazi
@mologaleano1335
@mologaleano1335 Год назад
San'bona mina umbuzo wam uthi engabe kuyenzeka yini isalukazi esashona siganile sibuye sizogana kwesibili? Ngoba ikhehla elashona liganiwe liyakwazi ukubuya lizo ghanwa futhi Asbonge🙌🙌
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 7 месяцев назад
Sanbonan ngicela ukbuza ukuthi ubonangani kuthi unesphiwo sesthembu esivela kubantu abadala 2. If ungenasphiwo sesthembu uzthathelanje ngokthandakwakho kungabanabuphi ubungoz empilwen yakho ?
@thembelihlenuh1960
@thembelihlenuh1960 Год назад
Ngicela iqhubeka niyangakha kakhulu .
@sizakelemyeni4819
@sizakelemyeni4819 Год назад
Siyabonga kakhulu.
@mnqobikhumalo3120
@mnqobikhumalo3120 11 месяцев назад
Ngicela ukubuza ukuthi ubona kanjani uma ikhehla noma amakhehla akini edinga isithembu, yiziphi izimpaeo obonangazo ngaphandle kokutshelwa umuntu obonayo?
@thembelihlenuh1960
@thembelihlenuh1960 Год назад
Namhlanje nikhuluma nami ngempela ilenkinga enginayo kuyimanj
@samukelombanjwa2630
@samukelombanjwa2630 Год назад
Ngiyabonga kakhulu nokuthi niyikhulume leyokuthi asikho isithembu sentombi, ngyavumelana nani bobaba
@wisemanmamba2445
@wisemanmamba2445 7 месяцев назад
ngikhulekile mpunga yesintu.ngiseswatini. ngisijabulele kakhulu sihloko sakho sesitsembu. ngikuyo lejounery. lengingakasho sipho semadloti lesihle kakhulu kweca yonkhe intfo. Sibita kutsi ulalele tidalwa Kahle wenta njengoba tikulawula. yintfo lephilako le. bayatentela yonkhe intfo bakulayele kutsi ngubani lolabamfunako labangamfuni bayatikhulumele. nekutsi phahla kanjani bayasho. nekutsi utophila njani bayasho. nekutsi yakha kuphi bayasho
@charitymkhonto2430
@charitymkhonto2430 3 месяца назад
Mine ngibukene naleso semadloti mara ngiyasaba kungena.
@mlungisienkabinde6009
@mlungisienkabinde6009 Год назад
Ses'khona thina o Nkabinde
@nonhlahlajudith4650
@nonhlahlajudith4650 Год назад
Asikho isithembu sokungodli umfazi.unalali naye.ngba usho wesaba lomuntu wakho nangamandla uykwehlula.
@ThandiThanda
@ThandiThanda 5 месяцев назад
Sanibona ngicelaniyekeleto Ngoba,inganeyakhiwa,abantu, ababili,so, isthembu,sibi
@wellingtonmabona8846
@wellingtonmabona8846 Год назад
Mkhulu Mphunga ngifisa ukwazi kuth ewakho amakhehla asengakafuni isithembu yini
@mninawamavuso3816
@mninawamavuso3816 Год назад
Mina ngiyasesaba..
@melulekizondo
@melulekizondo Год назад
Mkhulu
@busisiwenzama8273
@busisiwenzama8273 3 месяца назад
Inkulumo yenu kodwa imbincele nganxanye. Kufuna sengathi ungaba nomqondo ovulelekile kungabi khona iside olikhethayo
@danisilenkosi8894
@danisilenkosi8894 Год назад
ngiyabonga kakhulu ngalesihloko mina nje singisizile ngoba nami ngigane kuso isithembu ngangiqondi ukuthi kungani nginganile lakulomuzi ngihlezi nje manje ngiyazi ukuthingigane bani futhi udinga ngenzeni ngoba ngaba nenhlanhla yokuboniswa uma sengithi ngiyaphuma ngacaciseleka konke , inkinga ukuthi umuntu engimganile akazi futhi akaqondi manje uyalimala kwizinto eziningi ngoba engazi ukuthi kwenzekani kuye, engathi ningenza enye i video ezosiza nabantu besilisa ukuthi baqonde ngaso isithembu ukuze bazi ukuthi kungani kumele egane isithembu, angifuni kuba mude ngoba kujulile ukuba sesithenjini, ngoba uma usenyameni vele uzoba nenkinga kakhulu kudingeka umuntu ozobheka ngeso lenyama nomoya ukuze aqonde futhi ahlale kahle nabanye omakoti 😇🤗
@thabisilemakhoba4758
@thabisilemakhoba4758 Год назад
Kunzima ngyakutshela
@thekey2relax586
@thekey2relax586 Год назад
Eyiii Mina ngyasfuna sona isthembu inkinga ngishade no dokotela uvele athi uzongijova ngdabule amafu ngiye kwelamathongo
@thandiwejili3201
@thandiwejili3201 Год назад
😂😂😂😂😂 Hlehla lowo plan
@charitymkhonto2430
@charitymkhonto2430 3 месяца назад
😂😂😂
@ayandanyoni6817
@ayandanyoni6817 2 месяца назад
😂😂😂😂
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 Год назад
Mina ngiyasola ngathi siyanginukela isithembu 🤞
@urmtagsol7156
@urmtagsol7156 Год назад
Imnandi linkulumo
@skhumbuzowezzymoya756
@skhumbuzowezzymoya756 Год назад
Mina ukhona engimaziyo owasithatha engathandi kodwa amakhehla akubo amkhombisa ukuthi kuzogcina wona kumanje unamakhosikazi amabili.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
UNkulunkulu mdali wethu uthi only one wife one husband Genesis 2:20-24,Matthew 19:4-6,1Corinthians 7:2,11:3,Ephesians 5:33.
@sibusisotede9632
@sibusisotede9632 Год назад
ngebhadi asilifundi i bhayibheli la kulomuzi zama enye indlela yokuseluleka ngaphandle kok'caphuna kuleyo ncwadi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@sibusisotede9632 Kanti yini nje e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli we Sibusiso Tede?
@lihlengubentombi7918
@lihlengubentombi7918 Год назад
Welele inganekwana
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@lihlengubentombi7918 Ngicela ungibonise ubufakazi balokho we Lihle please.
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Wavele wayinyomfa uma ukhuluma ngeBhayibheli.
@QueenOfSheba_
@QueenOfSheba_ Год назад
ei, lendaba yesthembu!! I think abanye bethu kufanele sifundiswe kabanzi ngayo ngoba from my side ngathi si-favour amadoda more than it does the women. Futhi, usithatha kanjani isithembu ungenamali? How you gonna feed your women and the kids?
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Kunemizi evele ihlupheka engenayo imali kodwa akusho ukuthi izinsizwa zakhona azingaganwa ngoba imali bengenayo. inhloso akukhona ukusutha nokwebusa ake sikubeke ecaleni lokho kwemali sibuke isintu ukuthi sithini
@QueenOfSheba_
@QueenOfSheba_ Год назад
@@impungayesintutv Ngiyakuzwa Mkhulu, kodwa ugana kanjani ungenamali? Times have changed Mkhulu, and so should our culture (isintu) - to some extent. Sekunama-shops lapho ukudla kuthengwa khona, abantu abasatshali. Sekusebenza imali manje, hayi imfuyo kuphela. Abantwana kufanele baye eskoleni. Konke lokho kufuna imali. Sithanda singathandi. Thank you for your response Mkhulu🙏🙏
@kwaneledamoyi2347
@kwaneledamoyi2347 Год назад
Isithembu sihlanzekile kunokujola
Далее
Isithembu  |  Indaba YeSintu with Alex Mthiyane
53:01
Просмотров 52 тыс.
Former President Thabo Mbeki speaks about Tito Mboweni
20:48
Ucansi akusilo lokuzijabulisa
18:46
Просмотров 6 тыс.
Uthi uthunywe Inkosi yama-Nazaretha uBhombela
22:27
Просмотров 11 тыс.
Ukwephuca umakoti isinqindi kungabe kuyisiko yini?
12:22