Sanibona Bo Mkhulu, Mpunga Yesintu no Mkhulu Mazibuko, eix nithinte into e so interesting for mina, ngitshelwe ngo Mndawu, iwukuthi kufanele ngiphakamiselwe, sibonge Mpunga Yesintu ngokusi vula amehlo, Akwande 👏🙏
Kodwa Mpunga umdalawezinsuku akasigcinele wena ucream wodwa phela since I have following Khehla kukhona umehluko empilweni yami sengikwazi ukuxhumana nabadala bakhulume kimi yize ngingakazilandeleli kahle izinto but ngyafisa ukufika kuwe mkhulu