Тёмный

Ulwandle liwumsamo kanjani 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 9 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 51   
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 5 месяцев назад
Thokoza mkhulu mna ndaphupha ndise mfuleni omkhulu amanzi eclean ndabona isheet elimhlophe qhwa ndazama ululithatha kodwa zange ndikwazi ingaba lithetha ukuthini 🙏
@FikileNtuli-tl4xy
@FikileNtuli-tl4xy 5 месяцев назад
Mkhulu uyibeke kwezwakala qubeka usiphilise njalo Amen
@delisilengali6076
@delisilengali6076 5 месяцев назад
Fuze! 👏👏👏 Amanzi ajulile Mkhulu 👏 Kwakungelona iphupho kodwa um'bono, ngeso likamoya 👏 Ngake ngazbona ngime phez' kwes'hlabathi solwandle, si damp 🙏 Kwakumnanjana uk'hamba phezu kwaso🙏 Ulwandle lwalumile luphakeme nhlangothi zombili 🌊🙎🌊 kodwa lwalungamalangabi - lingumlilo 🔥🙎🔥 IZwi okwakungeleKhehla, labuza ukuthi ngiyaqonda yini ukuthi kusho uk'thini lokhu? Ngathi cha Ngabuzwa kabili Ngathi cha angaz kuchazani 🙏 IZwi labe selithi: "Amanzi aqandayo kuwena, angamandla. Kwembathe mihla" Kwathi cwaka emvakwalokho 🙏 Okushukuthi angogeza ngabandayo eeeeveryday 🥺🥺 Nabu nobsika sebfika Mkhulu ewu Aksenani 👏 Siyabonga Khehla ngemfundiso zakho 👏 Kuyas'khumbuza okningi esik'khohlwayo 👏 Ungadinwa yithina 👏🙇 Amen
@gladysndimande3815
@gladysndimande3815 6 месяцев назад
Amen Mpunga ,yangihlaba umxhwele lenkulumo yanamuhla ngifunde lukhulu akwande🙌
@SnethembaAngel-zb9xx
@SnethembaAngel-zb9xx 4 месяца назад
Siyabonga mkhulu ukusivulamehlo ngoShembe
@Sibusiso-o1m
@Sibusiso-o1m 3 месяца назад
Eyi wabeka mfokaMbanjwa Ungathi ukhuluma nami uqobo,mfwethi ubizelwe kulento
@promisekhumalo4380
@promisekhumalo4380 6 месяцев назад
Bayede ngiyabonga Mpunga ukuchaza ngeynyoni eynokhololo akwenzek zingafiki mangisemanzin vele ngiwuntwana wezithunywa🙏🙏
@nkosinathipondo9862
@nkosinathipondo9862 6 месяцев назад
Hhay cha ngibheme ngakholwa Mpunga 🎉... This episode feels like you did it for me exactly 😮
@SnethembaAngel-zb9xx
@SnethembaAngel-zb9xx 4 месяца назад
Mina kuthiwa nginesthunywa futhi ngaphuma ngembethe besengiyadideka
@KhulekaniHenryNdlovu
@KhulekaniHenryNdlovu 5 месяцев назад
Kwandle mkhulu izandla zedlula ikhanda🙌🙌
@luckygndaba9267
@luckygndaba9267 6 месяцев назад
Mpunga yesintu ngiyabingelela, mina ngiyaliphupha ulwandle, ngibuye ngiphuphe abelungu bengena emanzini.
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 5 месяцев назад
Siyabonga kakhulu mkbulu ngosivula amehlo nengqondo makwande
@viwepetse9496
@viwepetse9496 6 месяцев назад
Makwande Kukhanye kubemhlophe phezu kwempumelelo yakho. Ndiyabulela ngolwazi njalo❤❤❤
@nontandosikhosana4016
@nontandosikhosana4016 6 месяцев назад
Sawubona Mpunga , siyabonga ngempendulo yase Goli. Sikulindile 🙇🙏
@elsiemoloantwa4266
@elsiemoloantwa4266 5 месяцев назад
Mpunga yehlathi ngiyabonga kakhulu ngalencazelo yakho..iyakha kakhulu.Mina ngizwa engathi uyangithwasisa...ngifunde olukhulu ngamaphupho amanzi kanye nolwandle..sengiyakwazi okumele ngikwenze...Unkulunkulu akubusise wena nomndeni wakho kanye nethimba osebenza nalo...ngiyabonga.
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 4 месяца назад
Thokozani Mkhulu, manje uma uhlala kude nolwandle, nginokuya ehlane ngoba nemifula yethu ingcolile, igcwele nge sewerage, manje senze njani?
@fikilemhlongo2552
@fikilemhlongo2552 5 месяцев назад
Thokoza khehla ngiyabonga kakhulu lenkulumo oyikhulumayo bengiyidinga kakhulu
@thabodlamini6076
@thabodlamini6076 6 месяцев назад
Syabonga mkhulu, udle amaningi ogqokweni, syabonga
@VusimuziGumede-yh8jz
@VusimuziGumede-yh8jz 4 месяца назад
Khanyisa Mkhulu 🎉
@ayandasibiya5953
@ayandasibiya5953 6 месяцев назад
Ngiyabonga Mkhulu. Mina ngenza I Scuba diving olwandle on a monthly basis. Ngihlezi ngizwa imisindo engajwayelekile endlebeni zami. Ngizwa Ubuntu engine engimemeza kodwa umangibuka, akunalutho.
@philemonmngomezulu4673
@philemonmngomezulu4673 6 месяцев назад
Ulwandle nomfula uhlambulula kanjani, ngani futhi ngoba Uma kungekho umsizi uwedwa wenzanjani.
@pearln2308
@pearln2308 6 месяцев назад
Kuyingozi ukwenza lokhu by yourself ungenaso isiphiwo samanzi. Ilento ayishoyo omkhulu, fanele ube nesiphiwo.
@ThabisileDlamini-l7o
@ThabisileDlamini-l7o 6 месяцев назад
Ukuphupha iziziba ezesabekayo eziningi ngezinsuku ezihlukene zibelesele kuchazani kona?
@promisepromise6261
@promisepromise6261 5 месяцев назад
Umhlanhlandlela yisipho sakho awuqageli sifunda ebesingakwazi ekhehleni bawuphile khehla
@zukilendzala6927
@zukilendzala6927 5 месяцев назад
Nase Cape Town bawo funeka ubenendawo sifunda lukhulu kuwe!
@ayandamokabomaseko
@ayandamokabomaseko 6 месяцев назад
Akwande Mkhulu mina angiwakhumbuli amaphupho, engikwaziyo amanzi ayangilimaza ukuwabona nje ngiphathwa ikhanda uma ngivakashele ngakhona ngihanjiswa isisu ngiphathwe ikhanda ngize ngihambe. Kuchazani lokho ,ngiyacela ngenhlonipho ukuchazelwa. Ngiyabonga.
@MthuthuzeliLuwaca
@MthuthuzeliLuwaca 5 месяцев назад
Yhaa Mpunga nam ngiyaphila ngolwandle aish ndandisakuya ngiye hlwayelela but hayi angazi ndayekelani. Beza ngolwandle ndada ndaya emanzi ukubaptizwa.
@ClementKumalo
@ClementKumalo 2 месяца назад
Ngikhuluma njani ukhulu ugogo kangiyazi ngiwatholanjani amagamabo ngazinje ubaba sengiluphele ngingazilutho, ngiyabonga ngicelakengifikekuwe mpungayesintu,
@nkosephayomavundla6400
@nkosephayomavundla6400 5 месяцев назад
Ngicela ukubuza ukuthi kumaphi eMphelandaba?
@thembzahsouthafrica5945
@thembzahsouthafrica5945 4 месяца назад
Mina kwaqhamuka inqwaba yenkalankala ngenza ilati olwandle
@CryptoGuy95
@CryptoGuy95 6 месяцев назад
Mina mengangipha imali yokuth ngiganwe ngenze nendlu yabo, ai ngabe kuphelele
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 месяцев назад
Amasiko abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@lulamamesani6522
@lulamamesani6522 5 месяцев назад
Camagu mkhulu ndingumntana wamanzi kodwa ndiyawoyika ndikhule ndiwaphupha kakhulu kodwa andiyi kuwo and ngoku andisaphuphi kwaye intlahla zam azisekho ndicela undincede
@NokulungaChonco
@NokulungaChonco 5 месяцев назад
Mkhulu siyabonga ngolwazi
@ThokozaneMuzi
@ThokozaneMuzi 5 месяцев назад
Mina ngaphupha ngizoba ofish mkhulu
@sicelothwala2888
@sicelothwala2888 6 месяцев назад
Siyabingelela mfwethu makwande nibusiseke njalo.
@innocentianontobekomkhize4047
@innocentianontobekomkhize4047 2 месяца назад
My area of expertise BCPs, BIAs, RA
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 6 месяцев назад
Kwakwande Khehla....Impungaaa
@MpendulenhleZikhali-wm3hn
@MpendulenhleZikhali-wm3hn 6 месяцев назад
Syabonga Khehla
@Wandile578
@Wandile578 5 месяцев назад
Siyabonga
@Sibusiso-o1m
@Sibusiso-o1m 3 месяца назад
Impunga impunga
@AffectionateGazingIguana-tx1gj
@AffectionateGazingIguana-tx1gj 6 месяцев назад
Mina ngaphupha amanzi amahle acwebile egujima ngavele ngakhumula iycathulo ngangena phakathi kuwo. ngabe kushoni lokho?
@tysermohlala5422
@tysermohlala5422 6 месяцев назад
❤❤❤💫✨⭐Bayede
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 6 месяцев назад
Defender Mkhulu 🎉
@MthuthuzeliLuwaca
@MthuthuzeliLuwaca 5 месяцев назад
Ndiyabonga baba
@bonganibuthelezi8095
@bonganibuthelezi8095 6 месяцев назад
Mina ngaluphupha ngihamba echeleni kwalo mkhulu kuchazani lokho
@RufusMafa
@RufusMafa 6 месяцев назад
Mpunga KO le weekend e hlolile ,(excuse my writing iam pedi)nga phupha insiswa ya shembe le ya o thanda ku e biza Ku channel yakho.a hlale na Bo Sisi a ba thato ba fanayo ngathi amawele. Yena nabo BA xoke e t shirt e na mabala wonke we thunywa. Wena o BA nika a ma platter a Ku hla. Eeeei wa ko bonka Ka khulu. La be ba hlele khona KO ne salokazi SE ndaaala.ko nga BA mhlampe ma nge thandaza naye nge mbize ngoba mina nge sonta ko zcc??
@NosihleDlamini-wi6li
@NosihleDlamini-wi6li 6 месяцев назад
Sawbona mkhulu ngicela ukubuza kuchazani ukuth kumele uthenge uCansi oluhlobile bese uyahloba
@thobelanixaba2208
@thobelanixaba2208 5 месяцев назад
😅😅😅😅
@MthuthuzeliLuwaca
@MthuthuzeliLuwaca 6 месяцев назад
8u
@Sibusiso-o1m
@Sibusiso-o1m 3 месяца назад
Impunga
Далее
Women’s Goalkeepers + Men’s 🤯🧤
00:20
Просмотров 2,5 млн
БЫСТРАЯ сборка ПК - от А до Я!
00:22
How To Transform Lives | Master Shi Heng Yi
2:10:05
Просмотров 81 тыс.
Sihlaziya amaphupho
35:14
Просмотров 19 тыс.
Imuphi ongcono iNazaretha neSayoni
26:18
Просмотров 7 тыс.
Ukuvikela inhlanzeko yomsamo
25:31
Просмотров 5 тыс.
Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani
17:44
Ukuzala Nokuzalisa | Impunga Yesintu TV
17:50
Просмотров 6 тыс.