Тёмный

Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 97 тыс.
Просмотров 12 тыс.
50% 1

www.impungayesintu.co.za

Опубликовано:

 

23 мар 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 51   
@user-ll1ll4yu1b
@user-ll1ll4yu1b 17 дней назад
Siyabonga Mpunga yesintu ukhuluma indaba ejulile ehlupha abalanjwana ngoba kumele bacele omalume kodwa kubenhlanga zimuka nomoya uma kumele bakwenzele izinto
@sphamandlamajozi7782
@sphamandlamajozi7782 Месяц назад
Mnewethu ithiwani indaba yomuntu oshisa impepho edle amakwebevu aye emsamu nezikhindi nento enemkhono emfushane ebe eshintsha onondindwa egcekeni😢😢😢
@thabosanele1616
@thabosanele1616 3 месяца назад
Amen ngicela ukubuza Kuma ungumshana ekhaya kuwena obheke ikhaya lakea mama wakho bengasekho omalume noma kodwa zikhona izihlobo uyakwazi yin ukushisa I mpepho Kuma ngabathembi omalume
@ChristianoTwala-cu1nu
@ChristianoTwala-cu1nu 4 месяца назад
Uyindoda mpunga 🖐️🤚 umsebenzi wakho uyancomeka
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
👏🏾
@MbalenhleMngomezulu-lx4sq
@MbalenhleMngomezulu-lx4sq 3 месяца назад
Mkhulu Mpunga ngiyakuvuma mkhulu uyayichaza lento yenhliziyo ngoba ngempela kukancane ukuthi amazwi aphuma emlonyeni awahambisane nenhliziyo. Qhubeka mkhulu uwahloniphe njalo amakhehla ohamba nayo ....... ukhule uze ukhokhobe
@mihlancube7611
@mihlancube7611 2 месяца назад
ngingawuthola ngaphi umqhele lowo khehla
@siphelelenkosi9306
@siphelelenkosi9306 4 месяца назад
Manje oMalume Mabethakatha bephambanisa uMsamo bethwebule amaDlozi umisa kanjani?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Ingabe kusho uNkulunkulu mdali wethu sonke ukuthi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi na?
@ayandantombela
@ayandantombela 14 дней назад
​@@vusimngomezulu2500Aksikho konke okfanele sikutshelwe amaRoma namaGreek namaHeberu. Nathi sadalwa nguMVELIKQALI saphila ngasuntu sethu. Uma ungafunda kahle ithora ,kakhulukazi imithetho eyamiswa nguMVELIKQALI uzobona ukuthi lempilo esiyiphilayo ivela kuphi.
@bonginkosikhumalo1882
@bonginkosikhumalo1882 4 месяца назад
Ngibingelele ku Mpunga yesintu ngicela ukubuza mina ngizalwa yilongwe kodwa umama ugcagcile mina ngatholakala lapho akhuliswa khona wayogana sengizelwe ngilungisa kanjani akuhambi kahle empilwen nabazali abasekho ngicela ungichushise ngyabonga ❤❤❤
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
Awulona ilongwe uma angana usukhona
@bonginkosikhumalo1882
@bonginkosikhumalo1882 4 месяца назад
Umama wam oyilongwe not mina
@user-mx8kv8yt4o
@user-mx8kv8yt4o 4 месяца назад
Waze waykhuluma into engiphathisa ubuhlungu😭😭😭mina abantwana bami bahlukene ngezibongo lo omdala inkaba yakhe bathibabakubo ilahlwa emgaqweni jam ngahamba ngayoylahla emgwaqeni eyalo omncane yayakubo kusaphila ugogo wakhe sengiyabona ukuthibngalahla izisekelo zabantwana bami 😭😭😭
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
Mmmm
@NkosanaGumede
@NkosanaGumede 10 дней назад
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 4 месяца назад
Impunga 🙏🙏🙏🙏
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 4 месяца назад
Siyabonga mkhulu siyacondezelwa singabalanjwana. Kumele sikhosize bazibuke ngathi wow 😳😲
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 месяца назад
Wamuhle loyomubuzo
@mthiza-tee
@mthiza-tee 3 месяца назад
Ewu ewu ewu ei wagadlakakhulu Khathini kwande Khehla🤗
@user-ck1lg5tw4e
@user-ck1lg5tw4e 3 месяца назад
Ngididekile
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 4 месяца назад
Ngiyabingela bhuti manje Uma kungekho owabekwa noma wakhethwa ikhehla ekhaya kwenziwa njanike kulesosimo esinjalo
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
Kumele nimcele kwabadala
@vusumuzingcobo2562
@vusumuzingcobo2562 4 месяца назад
Mpunga yesintu ave ngiyithanda chanel yakhol iyasakha iphinde ivuselele ubuntu kuthina uma njalo mhlobo wami🙌
@user-nc4mt2ez2l
@user-nc4mt2ez2l 4 месяца назад
Nduna kaNdaba ngiyakhuleka Mpunga yesintu🙌🙌
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
Niyaphila kodwa
@user-nc4mt2ez2l
@user-nc4mt2ez2l 4 месяца назад
@@impungayesintutv siyaphila khehla siphila njengo sheleni sibonge ukukleza kumbele ogwansile.hayi siyakleza khehla kwiMpunga🙌🙌🙌
@qhaweoyi9832
@qhaweoyi9832 3 месяца назад
Waze walikhuluma iqiniso Mkhulu ngempepho siyabonga
@thobaniselby2842
@thobaniselby2842 4 месяца назад
Ngisukuma nokuzibongela mpunga, lentokhuluma ngayo ilena engibhekene nayo ekhaya. Umf2 engilama yena akazi lutho ngempepho n unomona kodwa usebenzisa ubudala kuyona yonke into
@similemsimang4222
@similemsimang4222 3 месяца назад
Thola indawo uzenzele ungancengi umfowenu
@sbulelonzimande4645
@sbulelonzimande4645 4 месяца назад
Sibingelele kwiMpunga yesintu, siyacela uke usihlahlele lendaba yokuzalwa unqwambile, ukuthi ishoni ft ilungiswa kanjani.
@estherngidi7407
@estherngidi7407 4 месяца назад
Sawbona inkaba eyasala esibhedlela kwe nza Kalani ngayo
@sizwevincentnxumalo1639
@sizwevincentnxumalo1639 4 месяца назад
Aybo kanjani. Inkaba yilento esala uma umntwana cedar kuzalwa. Iba manzi yoma emva kwesikhathi.
@estherngidi7407
@estherngidi7407 4 месяца назад
uxolo mkhulu ngamtholela esibhedlela Wayne yellowsick wahlala iviki mangilanda sebemkhiphile yayingasekho inkaba yakhe
@mabuyihlengwa8692
@mabuyihlengwa8692 4 месяца назад
Yithi labo abashana Bako Fuze🙌🙌💞
@nkosinathimzomuhle-bk1km
@nkosinathimzomuhle-bk1km 4 месяца назад
Sawbona baba ngicela ukbuza ukuthi ubuzakubani ukuthi ubani okfanele ashisimpepho laykhaya
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 3 месяца назад
❤❤❤❤❤
@andilecliffordmdima8834
@andilecliffordmdima8834 3 месяца назад
Ayibanjwe phone sengifone kakhulu eMphelandaba.....
@user-nc4mt2ez2l
@user-nc4mt2ez2l 4 месяца назад
Manje khehla njengo mlanjwana mesu wakhile muzi wamakhehla uyakwazi yini ukuzishisela mpepho kuwo noma shiselwa umkhulu?
@DumisaniButhelezi-cy9uc
@DumisaniButhelezi-cy9uc 3 месяца назад
ngicela ukubuza nduna kandaba ,ugogo nomkhulu wami abazange bagcagce,uma ngihlehla ngiya emuva khabogogo ozala umama akusekho muntu kodwa isibongo ngiyasazi,siza nduna kandaba .
@phumlaninkosi9822
@phumlaninkosi9822 4 месяца назад
Siyabonga Mpunga
@siyabongazamisa2303
@siyabongazamisa2303 4 месяца назад
Ngicela ukubuza la..namuhla ngifika endlini.. Unkosikazi ungitshela ukuthi kusukela emini uzwa amatshe eshaya phezu kwendlu kodwa akukho muntu emnyango bephuma.. Engabe kuchaze ukuthini lokhu okwenzekayo. Nami sengifikile ngazizwela senzeka lesigameko
@bulelanimxolisi2210
@bulelanimxolisi2210 4 месяца назад
ngabe siyalungiseka yin lesosimo mpunga
@chief9462
@chief9462 4 месяца назад
Sawubona Nceku. Ingane uyakhona ukuyisa kubo iyofaka isiphandla even though u baba wayo engakaze ahlawule or ezogeza umuzi kwa Mama weNgane ? IMPUNGAAAAA!!
@siphelelenkosi9306
@siphelelenkosi9306 4 месяца назад
UMalume wami unomona ngeke nje ngize ngiyekuye ngithi angenzele izinto angalungile kanjena.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 месяца назад
Hawu 😂😂😂😂
@siphelelenkosi9306
@siphelelenkosi9306 3 месяца назад
Baba uMbabjwa zokufonela inde lendaba, uyabona mawukhuluma ngedlozi lakomama uthinta into enkulu. Mina uBaba ushadike kodwa mangiya ebantwini kuvela ukuthi izinto eziningi zivela ekhaya koMama mele ngibenzele okuncane. Manje Baba uMbanjwa ngenza kanjani uMalume wami engalungile? Izinto zami zingabheda kakhulu kunakuqala. Ngiyathanda ukwenzela amaDlozi asekhaya koMama Amandla Akhona, manje ngingazifaka kunoXhaka ngiwubona. Inomona leyanto akusiye uMalume. Kube Malume wami oMdala akuhambanga yena kwahamba lenja.
@sibusisomhlungu5321
@sibusisomhlungu5321 4 месяца назад
🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@SboneloLindaNkosi
@SboneloLindaNkosi 4 месяца назад
Kuzwakele mkhulu ayiphashelwa impepho idinga umuntu onomoya omuhle hhay onhliziyombi umonase
@similemsimang4222
@similemsimang4222 3 месяца назад
Zenzele wena ngoba inhliziyo yakho yinhle kuwe.
@bulelanimxolisi2210
@bulelanimxolisi2210 4 месяца назад
mpunga ngiyakuzwa kulkhuni impela okuningi okhuluma ngakho sibhekene nakho eyakhaya ishiswa wubaba kodwa wenza njengoba uchaza methanda umsebenzi uwqala ngo 8 ebsuk aphuze alwe abange umsindo abuye eyoguqemsamo ashise impepho angashwelez nokushweleza ey manje thina zingane sigcina si confused masihlola kuthiwe osishisela impepha akake ame ukuyshisa vele sidideke kakhulu
Далее
Ucansi oluphambanisa izinto
20:10
Просмотров 10 тыс.
Iindaba zesiXhosa @19H00 | 28 March 2024
22:39
Просмотров 14 тыс.
Tindzaba || 24-07-2024
Просмотров 292
Isichitho seDlozi siyingozi
12:57
Просмотров 2 тыс.
Uyakhishwa yini umlanjwana uma usuganiwe koMalume
17:49
Into eyenza amaphupho angacaci nendlela yokuwavula
17:44
Ukuthwetshulwa kwenhlanhla yakho | Impunga Yesintu TV
20:35