Тёмный
No video :(

Ukuthwetshulwa kwenhlanhla yakho | Impunga Yesintu TV 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 100 тыс.
Просмотров 83 тыс.
50% 1

Bhasobha ukuthwetshulwa

Опубликовано:

 

25 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 125   
@londinxumalo3515
@londinxumalo3515 4 года назад
Mkhulu mina ngifuna ukuncoma nje loluhlelo lakho. Luhle kakhulu futhi it's very informative.♥️
@letalwandle4553
@letalwandle4553 3 года назад
Profound lesson. Bless you and impunga yesintu channel.
@jabumavimbela2585
@jabumavimbela2585 Год назад
Amen kumpunga yesintu Mkhulu umama wangitshela kuthi ngazalwa ngigaxile noma ngiqwambile ,uthi umama engikhulelwe waphupha umuntu ongu aunt walapha Khaya lapha umama eganekhona wambuza kuthi uyafuna yin ngane yentombazana wavuma umama wasengithola ke umama ngaphuma ngigaxile ,manje umama kasekho singalungisanga lesisimo ,Ngenze njani Mkhulu
@siyabongamdluli4497
@siyabongamdluli4497 4 года назад
Ngiyabonga kakhulu muntu omdala👏uthi uyokhuliswa kuthiwe shiya okuthile kwakho noma icansi ubulala kulo ngabuza yingani bese uthi salakuhlpheka ngabuza yingani kwathiwa umthetho abakithi bangibalekisa kulesosigodlo bangitshela sengihambile ukuthi usebenzisa okungafanele bangibonisa kona azange eze ekhaya ukuzobatshela ukuthi ngidukile kuze kube namuhla isihloko sakho sijulile kakhulu ngiyabonga 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 4 года назад
Thokoza Khehla 👏🏾👏🏾cha uyibeke kahle yebo bakhona abelaphi bendabuko abakhohlakele kubalulekile nawe njengomuntu odinga usizo ungatatazeli buyela ekhaya uyihluze kahle lento ekuthiwa Kuzomele uyenze 🤙🏾
@DuduzileShange
@DuduzileShange 4 месяца назад
Amen mkhulu ngahamba ngayogeza emfuleni umelaphi wathi angigeze emfuleni sasibaningi sigeza kodwa wayelokhu ecofoza ifoni kwangisolisa lokhu
@NonhlanhlaButhelezi-ij5wf
@NonhlanhlaButhelezi-ij5wf 4 месяца назад
Siyabonga Mpunga yesintu wasivula amehlo .umuntu owayengisiza ngamphupha engishutha izithombe ngigqoke iduku elibomvu
@curiousk4083
@curiousk4083 4 года назад
Mpunga ngiyakuvuma mnewethu wakhanyisa bha. Okubuhlungu kudlaliwe ngabantu bedinga usizo....Mpuuuunga
@nhlanhlantuli4525
@nhlanhlantuli4525 Год назад
Siyabonga Mpunga yesintu ngokusichushisa 👏ngicela ukubuza , kunengane eyaphuphuma ngaya ekhaya ngayenzela umcimbi wayo ngembuzi , sengiyobheka inyanga yathi angithenge izinkukhu sazibulalela emzini wayo noma esgolweni sayo
@tashntokzin1443
@tashntokzin1443 4 года назад
Siyabonga mfo wasivula amehlo kunini sigeziswa sigabha sigcaba konke lokho kuyaphi liyaphi igazi lakho
@katemokwena-dq1xb
@katemokwena-dq1xb Год назад
There's some altars I went and my life has never been the same!
@nonhlanhlamdlalose2099
@nonhlanhlamdlalose2099 2 года назад
Mpungaaaa!!! ngidumele anginamlomo. Uqinisile Mpunga. Lesisihloko sakho ngiyasithanda sinjengoba usho.!🙏🏾🙏🏾🙏🏾👌🏾👌🏾👌🏾👏🏾
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 3 года назад
Impungaaaaa! Siyabonga. Uqinisile sesixhaphazeke kakhulu thina abesifazane ngenxa yobulikhuni bezinto osuke ubhekene nazo.
@phumziletshabalala1881
@phumziletshabalala1881 2 года назад
Siyabonga kakhulu ngemfundiso zakho Mkhulu🙏🏽
@nontandosikhosana4016
@nontandosikhosana4016 2 года назад
Thokoza mpunga yesintu , manje mangabe sewuthwetshuliwe kuyalungiseka lokho 👏👏👏
@ayandaw.432
@ayandaw.432 Год назад
Cela niphedule lonbuzo
@kaydiko4751
@kaydiko4751 4 года назад
Siyabongaa Mpungaaa
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 4 года назад
Iqiniso elimsulwa Bhuti syabonga🤝🤝🤝
@zandyseal
@zandyseal 4 года назад
Thokoza Khehla... Impungaaa! Ilungiswa kanjane lenkinga yokuthwetshulwa?
@user-vn6tl1oh1k
@user-vn6tl1oh1k 5 месяцев назад
Waze wangikhulisa ukuchaze konke Ngiyabonga 🙏 inkosi ikubusise🙏
@gogonkanyambavananda5724
@gogonkanyambavananda5724 4 года назад
Asbonge lapho mpunga
@sphamandlaphiwankwanyana7268
@sphamandlaphiwankwanyana7268 4 года назад
Siyabonga kusimo somtomdala. Impuuuuuuungah
@xolanihlongwa2438
@xolanihlongwa2438 4 года назад
Ey Mpunga nginombuzo mina ngalento yokwelapha. Uma undodana wakho noma undodakazi ethwasa bese eba isangoma noma inyanga.Kuyenzeka yini ingane iphume ekhaya ingaganile noma ingaganiwe iyozakhela(ngizothi umuzi) ngoba ithi isimo sasekhaya asisihle kulomsebenzi ewenzayo ngezizathu ezithile. Kimina ke ofuna usizo kuye njengomelaphi wendabuko.ngithola usizo oluyilo yini kulomuzi owakhiwe umuntu engagcagcile noma engagcagcelwe.
@inhlulamgabashe9632
@inhlulamgabashe9632 4 года назад
Wamuhle umbuzo
@inhlulamgabashe9632
@inhlulamgabashe9632 4 года назад
Lombuzo uhamba nami ngoba ekhaya ngaphuma ngingaganiwe ngrsimo sokuthi kunomuntu abafuna azongigana ekbeni egane somewhere
@RomarioNkosi
@RomarioNkosi 4 года назад
Syabonga mkhulu impungaaaa
@zamangibamaphalala6299
@zamangibamaphalala6299 4 года назад
Mpunga yesintu. Uma usugangiwe ke wacwiywa ugobela. Ulungisa kanjani?
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 3 года назад
Ngyabonga Mpunga sibuya khona kulezinkinga kunzima
@margaretsebeta6620
@margaretsebeta6620 2 года назад
Ngicela ukubuza mpunga, makube sekwenzekile ukuthi uthwetshuliwe mele wenzenjani
@zamangibamaphalala6299
@zamangibamaphalala6299 2 года назад
Ngabuza nami a year ago but angiyitholanga impendulo.
@Vickie-ms4ow
@Vickie-ms4ow 4 года назад
Imfundiso enamadla kakhulu siyabonga mpunga yesintu
@pindiweduze2502
@pindiweduze2502 4 года назад
Hai ngiyabonga Baba hau ngaze ngafunda ngafundiseka... ukhuluma ngento yangehlela umuntu engaya kuyena wenza lomkhuba wokuzama ukungithwebula mina ngiyofuna usizo ngixakekile kodwa wadlala ngami... sengiyabonga ngomsebenzi wakho osikhanyisela ngolwazi kuba siyaphela impela kukuhamba ebunyameni bokungazi
@mnqobishandu9669
@mnqobishandu9669 4 года назад
Ume njalo Nduna kaNdaba. Impunga yesintu..
@ntuthukocele2326
@ntuthukocele2326 4 года назад
Impuuuuunga 🙌 👂
@paulinekgwele4293
@paulinekgwele4293 2 года назад
Ngiyabonga , This is a good education
@JaneDoe76664
@JaneDoe76664 4 года назад
Siyabonga kakhulu ngokusipha ulwazi.
@chantellesaaiman7346
@chantellesaaiman7346 2 года назад
Siphelile asazi ukuthi kungani abantu bssifaka ezìnkìngeni
@mukelanimbonani7314
@mukelanimbonani7314 8 месяцев назад
The dilemma I'm currently facing😔😔 wangithwebula ngiphila umuntu ethi uyangithwasisa. Ngifana nofileyo nje. Ngibuhlungu😢
@sihlengwenya2926
@sihlengwenya2926 7 дней назад
Fast n pray @ 3am your star will come back
@sihlengwenya2926
@sihlengwenya2926 7 дней назад
Fast n pray @ 3am your star will come back
@seipatticlericeofficial9112
@seipatticlericeofficial9112 3 года назад
Yey ngoba maningi amaPhara😂😂😂😂
@PamelaMalgas-jx3zl
@PamelaMalgas-jx3zl 7 месяцев назад
Sanibona baba ngiqeda ukwenza utywala zange kuphumelele
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
Awungphendule bandla we mpunga🙏
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 2 года назад
Siyabonga mpunga eyi sengilobhekile emgababa kwi nyanga ezibiza ngo ndlovu seyingiphuphise wangiqeda. Ngaythunyisa impepho kwakhe ngageza kakhe ngifake no R7 emanzini mali leyo engayishiya khona emanzini. Intsila yam yasala khona, ngsizakala kanjani ukubuyisa konke lokhu okwacwiywa yilela phara lenyanga lal ndlovu emgababa?
@bennymgudie7762
@bennymgudie7762 Год назад
Nduna Kanda untombi ziyamncumela
@perfectmtshali9652
@perfectmtshali9652 3 года назад
Mpunga Yesintu uhlaba esikhonkosini
@umcebiseni6474
@umcebiseni6474 4 года назад
Impungaaaaah!
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 2 года назад
Sawubona mkhulu, nami ngathola ukuthi ngathwebuleka, phezulu kwaloko ngine Sithunywa, khane ngi phaphama ngizama ukuncenga ne Sithunywa ehlane, bayakhala abadala bathi kanti ngiya thanda, ngize fise ukufana Nani Mpunga yesintu, nezimali azikho kodwa ngizitshelile bazangi siza ngendlela, thembe ukuthi kuza lunga nakhona ngoba ukunye, uMsamo ungcolile, kutshalwe indoda phakathi kwama gceke
@sanelisiweeuniceshandu6646
@sanelisiweeuniceshandu6646 Год назад
NAMI mkhulu khona owathatha inhlabathi yasegcekeni yagcina isale khona
@arifmir7294
@arifmir7294 4 года назад
Ngiyabonga kakhulu lesihloko kwaba ngathi sikhuluma nami ngibe nayo linkinga kumanje Angazi ngenzenjani
@sandilemasango9521
@sandilemasango9521 4 года назад
Wayimbula inkungu enqondwen yam Mpunga Yesintu
@sipholucas4254
@sipholucas4254 3 года назад
Mpunga yesintu Iam learning something.
@khulekanikhule2851
@khulekanikhule2851 4 года назад
Syabonga baba
@mpumiemabhida-je1lr
@mpumiemabhida-je1lr Год назад
Ukuphupha Ubuntu ongsekho ekuqabula
@noziphombhele5939
@noziphombhele5939 2 года назад
Mpunga ngcela ukubuza uma ngihlezi ngiphupha abantu abangasekho ngisho kungebona abasekhaya kwenziwa yini
@ncamyd1218
@ncamyd1218 4 года назад
Eyaphuza umlaza ngameva 🙌
@gabinyanda6630
@gabinyanda6630 4 года назад
siyabonga kahulu
@nomankanyambawasebukhosini7618
@nomankanyambawasebukhosini7618 2 года назад
Yeyi kunogogo owathi izinto zami ziyimfihlo mele ngikwenze kwakhe okunye esizibeni angibuyanga ngabaleka
@nonkululekomahlangu194
@nonkululekomahlangu194 4 года назад
Siyabonga kakhulu kodwa how do we fix this pls next episode
@lungijama1955
@lungijama1955 4 года назад
Kuningi engidinga kuhlaziywe ngami mmmh
@JabuMathenjwa
@JabuMathenjwa 11 дней назад
Wayibeka mkhulu
@mzamera1
@mzamera1 4 года назад
Mawuphathisiwe umsebenzi wabantu abadala uyakwazi ukusiza abantu ekhaya alikho icala lapho, imisamu eminingi inezinkinga idinga ukwesekwa eminye, ngale kwalokho nga sinazo zonke izimpendulo ngempilo zethu.
@constancemzinyathi7223
@constancemzinyathi7223 3 года назад
Thokoza Baba ngiyabulela hey uyasinceda
@mzwandilehlalabemzonda1458
@mzwandilehlalabemzonda1458 4 года назад
Mpunga yesintu Ngifuna incwadi Amava ahlabahlosile ngise Goli
@siphamandlabrainmnyandu7618
@siphamandlabrainmnyandu7618 4 года назад
Mmmm ave kunzima ngoba kusuke sekudungeke ngisho ithongo.
@philanimaxwell7204
@philanimaxwell7204 4 года назад
Kodwa ufikelani lapho,Impungaaa
@witnesssihleh3498
@witnesssihleh3498 4 года назад
Siyabonga bhuti... Impunnngaaah
@DuduzileShange
@DuduzileShange 4 месяца назад
Abelaphi vezikhathi zokugcina kubi
@sbongilemhlamvu9516
@sbongilemhlamvu9516 4 года назад
Masekuthwebulile ngokocansi ukulungisa kanjan lokho
@peggysue4776
@peggysue4776 4 года назад
Mpunga Yesintu wathinta isihloko esibalulekile kakhulu 🙏🏿Nginombuzo lona ozothi shiya into yakho yokugqoka uzobe ekukhulekela ngayo or gezela ngayo ngoba ethi uhlala kude ngabe lokho akukhona yini kuganga?
@adelaidese2128
@adelaidese2128 Год назад
Mpunga I salute u niyayibeka ebandla, ayidingi ruler noma imeasuring tape ,liyahlaba ixiniso .👍👍👏👏👏Touch and hold a clip to pin it. Unpinned clips will be deleted after 1 hour.
@sinothiledlomo5489
@sinothiledlomo5489 4 года назад
Iphara lenyanga😂😂😂😂
@misiwemoyo9054
@misiwemoyo9054 3 года назад
dankie mphuuuungaa
@nothandowendy923
@nothandowendy923 2 года назад
Ngyaluthanda uhlelo luyangiqwashisa kakhulu mina anginaye umzali engingambuza
@blindeyestudios7211
@blindeyestudios7211 4 года назад
Uzophupha impela hay kancane. 😂😂😂😂😂
@soneninsingo6489
@soneninsingo6489 4 года назад
Thanx.
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 2 года назад
Wenze njani ke mpunga uma sekwenzekile ngathwebuleka? Sengirobhekile kakhulu kwa ndlovu emgababa kuyimanje izinto zibheda kakhulu
@phethenimiya4469
@phethenimiya4469 2 года назад
Umulokhu umphupha umuntu ok'sizayo efuna nenze ucansi kusho ukuthini,,,ubuye futh umphuphe efuna umqabule umungafuni akhale ay boo ngicela usizo ngempela Mpunga lokhu ngiphupha namabhakede emithi
@simonellymbiba2413
@simonellymbiba2413 3 года назад
Ngiyabingelela, kuMpunga yesintu, ngiyasithakaselela isihloni sokuthwetshulwa kwamandla ethi, abathwasisaya bayayithatha insila yamathwa abo nami ngingomunye wabo. Ngathwasa kodwa ubunyanga nami abuzange busebenze.
@simphiwecgwala412
@simphiwecgwala412 Месяц назад
Ngicela ukubuza, kuyenzeka inyanga ikwazi ukuthi ithwebule inhlanhla yakho through izinkamba zegobongo uma izokufaka egobongweni.?
@rabFX
@rabFX 4 года назад
Kuthiwa ngazalwa ngembethe .ingane ukuphapha izinyosi eziningi zingana ngefasitela ngilele phansi ngoba bekunezihamb ,izinyosi zingalwi .ingabe zinguphawu ?
@busisiwemcanyana117
@busisiwemcanyana117 4 года назад
Ei mpunga umndeni udlalile ngathi kuleyondawo umuntu azoceka uklandidalwa ekhaya kanti uyaganga ngekhaya uyaliqeda ufuna kulungekuye kuphela
@sbonelosboh5452
@sbonelosboh5452 4 года назад
Mkhulu...cyabonga kakhulu ngkusikhaliphisa ...kunzima lan ngaphandle...😲kumel sqaphele impela...nglezinyang mbumbulu....ngsacel ukubuza kuykhonekan ukut labantu bathwebul inhlanhla yakh ngokuxhawulan naye .....knt yena uhlose into ethize njengb ekuxhawul nje?
@KonkeOkuhleMhlongo
@KonkeOkuhleMhlongo 4 года назад
Siyabonga ulwazi ... Umuntu onjengomngani uyakwazi na ukuntshontsha izinhlanhla zakho ngaphandle? Ngaphandle kwalezizathu ozibalile
@winkizaromafilika8809
@winkizaromafilika8809 4 года назад
Yep..
@bongumsangcobo6708
@bongumsangcobo6708 4 года назад
Baba🙏 Ngisacela ukbuza ukuthi uma kufanele udonselwe isidalwa sasekhobomama umsebenzi ungenzelwa na esgodlweni senyanga?
@lindiwejoseph1556
@lindiwejoseph1556 4 года назад
Syabonga Mpunga yesintu ukusivula amehlo
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 2 года назад
Wenze njani ke uma sekwenzekile wathwetshulwela intlahla? Uyibuyisa kanjani?
@sakhilecarol665
@sakhilecarol665 3 года назад
Thokoza khehla lami ngingomunye engageziswa ikhanda nobuso bethi bageza I dumani inwele zala lapho lamabhayi kwathi kusukala pho angisaphuphi lutho ncela usiza ngilethe unhlanhla yami engazalwa ngembeswe thokoza khehla
@mxolisilindokuhle4763
@mxolisilindokuhle4763 2 года назад
Ingikuhlakanipha le ndaba okuxoxwa ngayo lapha inamandla
@mamtshubsbukhobenkosi4754
@mamtshubsbukhobenkosi4754 2 года назад
Sicela ubuza ukuthi, Uma usiswipiwe uzicleanza
@cindyButhelezi-bq7cu
@cindyButhelezi-bq7cu 9 месяцев назад
unginika ithembe mkhulu ngedlela isithunywa sami esaphakama ngakhona namanje emndenini ngiseyihlaya kodwa kubheka abantu abafana nani kunginika ithembe ngoba akhoni nokuyozihlolela lomoya wathi ngeke ngisizwe muntu kodwa mangihambise izinto ngedlela kuyokhanya yonk onto senginethembe mangithola abantu abafana nani kuthi kuyaphileka mawuyemukela lento
@mzoloh
@mzoloh 4 года назад
akulungile ukuthi isiguli esenza iphutha. isiguli asinawo amandla okubona ugobela ongenzi kahle. kuhle uma usixwayisa
@anitankomo9933
@anitankomo9933 2 года назад
Thokoza mphunga yaze yanzima indaba ngoba kwenzeka kimi lokho inkinga awusatshiyanga inamba
@mxolisilindokuhle4763
@mxolisilindokuhle4763 2 года назад
Ugobela wangisulisa ubuso ngolinda intambo elengaphakathi nesigodlo wasulisa ngayo ubuso
@nontsikelelojimlongo9780
@nontsikelelojimlongo9780 3 года назад
Bayakwenza Mkhulu
@thabani23mbongiseni37
@thabani23mbongiseni37 4 года назад
Ngihlezi ngikulalela
@nobhilitacomedy
@nobhilitacomedy 4 года назад
I Channel Yakho Iyangelapha Kakhulu Mina🤝
@sduduzilemichellengwenya9831
@sduduzilemichellengwenya9831 2 года назад
🤣🤣🤣🤣 @umelaphi oyiphara kikikiki
@mbhekenimathebula7973
@mbhekenimathebula7973 4 года назад
Isiminya
@anelengcebo8515
@anelengcebo8515 4 года назад
👏👏👏 Ngyabonga Mina mpunga yazi Ngama vedio akho ngikhula usuku nosuku Kuke kwangenza last year ngabo June Ngifuna ukwembula ingubo Kant ngizohlangana nomuntu oowrong Ngamunika imali eclose to 5000 Wathi uzongothengela zonke izimfanelo ezidingekayo including imbuzi. Wath uzongembulela kwakhe. Kwathi sekumele soyenza lomsebenzi waqala wangena ezintangeni Kuze kube imanje asikaze senze Lutho uma ngimfonela Akasatholakali imali wahambanayo
@user-mi2ib4vb9t
@user-mi2ib4vb9t Год назад
MMM waykhuluma lento mkhulu. Mina nginesthunywa kodwa ukthwebuleka kwami umuntu engzwana naye uyinyanga kodwa ngiyabona ukthandana kwethu akukho uthanda uklala NJ nami bese kphela NJ yobuya futh Kube njalo nd sebefikile abadala bangixwayisa ngaye bathi angidede kuyena ngiyabancolisa into ebese ngiyeza bengiya kuye bengbuya ngigeze ngosawoti kuymanje ngiyaqhela kiye senikugbuza kuthi k wenzakalani lapho ngibone kuthy khona la ashayeka khona aksenzeki lutho
@mawandaphira6812
@mawandaphira6812 4 года назад
Yelatshwa kanjani lokuthwetshulwa...ngoba ndidibene nenyanga ..yandinika umnthi yathi mandiyogeza..ndibuyenentsila yaminizondihlola kuyona..ndibuyile nayo intsila yam ..yabuya seyisithi Mandukhuphe imali izondithengela imbuzi ifuna ukundigeza idlodlozi mna zondinika gazi layo ndihlambe ngalo...yandinika intwencane ebomvu ...cela buza kuyenzeka yinina okukwenzeke kimi kulenyangi???????thokoza
@nhlakamrhe-caresshembe8291
@nhlakamrhe-caresshembe8291 4 года назад
SUBSCRIBED
@sibusisomamba5690
@sibusisomamba5690 4 года назад
Ngiyavuma .....iTechnician yomsamo yake yasho ngawe....(laba onokuxoxa nabo).
@thembimashilwane7251
@thembimashilwane7251 3 года назад
Mkhulu nginalenkinga ekanjalo lobaba wangiphuzisa umuthi futhi wenza uqansi emsamo wakhe wathi uyangiqeda. Please help me mkhulu
@Russ466
@Russ466 4 года назад
Mekuphalazisa bese ethi shiya umhlanzo wakho kwakhe ngabe nalokho ukuthwetshulwa? Yini ongayenza ukuze usizakale if wathwetshulwa.
@mthokozisintini675
@mthokozisintini675 4 года назад
Limqotho lelo
@drivewithmesouthafrica
@drivewithmesouthafrica 4 года назад
Thokoza mina ngifuna ukwazi ukuthi what If you are adopted uyenza njani indaba yoku cithekelwa sisisu
@siphamandlabrainmnyandu7618
@siphamandlabrainmnyandu7618 4 года назад
Mmmmmm mpunga yesintu wathinta indaba ejulile,kodwa ke ngicela sigxile kuleliphuzo lokuthwetshulwa siyithinte nxazonke nasemndenini imbala,lesenzo esiwukungcola silyenzeka lapho uthola ukuthi base enzisa lesenzo ukucindezelana.
@busisiwemcanyana117
@busisiwemcanyana117 4 года назад
Kunjalo nje basqedile emindenini kodwa ngeNkosi ngeke kugcine bona
Далее
Ukuthwebula idlozi lomuntu
15:54
Просмотров 29 тыс.
Bring Back Inhlanhla Yakho - Dr Mshayi Wezitha
12:22
Просмотров 10 тыс.
Avaz Oxun - 10 yillik yubiley konsert dasturi 2023
2:52:33
Ukuphakamisa  inhlanhla ngendlela eqondile
20:56
Просмотров 14 тыс.
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Просмотров 20 тыс.
One on One with outgoing Chief Justice Raymond Zondo
36:20
Izimpawu zomuntu ongafanele ukushisa impepho
13:00
Просмотров 12 тыс.
12 Awesome Uses of CASTOR OIL (Daily Use)
12:50
Просмотров 1,6 тыс.