Akungakuxaki lokho. Wena lalela uzwe uphinde ufunde ongakwazi. You have no entitlement to comment or even suggest what she should do with her time and platform. Uzwakala ngathi usulahlekelwe ison sizathu sokungena kuleplatform. Zihloniphe uphinde uhloniphe nabanye...
Siyabonga MaMbotho🙏❤ Ngicela ukuchazelwa uma umuntu ephupha ehamba ngemoto nezingane kodwa engashayeli ebese eshiya imoto in the middle of the road with the kids and then walking a distance abone ugogo wakhe ongasekho emile egcekeni embhekile tapping unyawo ngathi uthi woza ngikulindile in body language kodwa zange akhulume lutho . Makwande🙏
Ay ngyabonga kakhulu ngencazelo and ishaya khona ngoba vele ikhona ingane eyaphuphumayo kodwa angikaze ngayenzela lutho mina unina wayo nje engezwa ethi yena useyenzele nokwangidida mina bengicabanga ukuthi vele ingoba sesahlukana naye and izinto zam zimile zonke kumanje sengike ngacabanga nokuzibulala nje kulezinyanga ezedlule and angazi nokuthi kumele ngiqale ngenzenjani ukuze lento ilunge🙏🙏🙏