Тёмный

Ubona Ngani Ukuthi UneSthunywa.[0780046059] 

uMkhanyakude-Abangoma
Подписаться 26 тыс.
Просмотров 272 тыс.
50% 1

Umkhanyakude-Abangoma
For Enquiries contact
Makhosi Mdlalose :0780046059 /0815953459
Thokozani

Опубликовано:

 

7 фев 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 308   
@bayenindlela
@bayenindlela Год назад
Ngyabingelela wayibeka yathi bhaaa kade saskhuluma nami lesthunywa ngingaanaki,ngyabonga Makhosi😢😢
@lungilelungile8276
@lungilelungile8276 Год назад
Amen gogo mna ngiphupha ingiseskolen nomnazaretha ngawuphupha kodwa ogreen namanzi ngyawaphupha nejazi eliyingwe lihlaza ngaphakathi elinye liBlue liyi linen angaz kuchazn ngaphupha neLwane zamanzi engiqalayo kuzibona
@user-zy5bx1gl8v
@user-zy5bx1gl8v 9 месяцев назад
Ngybingelela Makhosi mina ngiphuphe ngiya eskoleni.Bekukuhle ngihlan zekile,nginuka namakha.Ngoba kuze kwaphenduka nabanye abafundi evade ngidlula ngakubadlula ngyongena esangweni eskoleni bethi kwanuka kamnandi.Ngoba bengiphethe neskhwama sezincwadi esibomvu esinabhande okugaxa Amyama.
@user-qb8hd5fi3z
@user-qb8hd5fi3z 10 месяцев назад
Amen gogo ndicela ukubuza xa ndifuna ukuthetha nawe ndenjani❤❤
@user-ne3df5le5u
@user-ne3df5le5u 3 месяца назад
"Isithunywa esizogada wena" love that part❤
@gugunzimande2429
@gugunzimande2429 Год назад
Amen. Ngicela ukubuza ngiphupha ngike manzini ngingena ngesicephu ngigwoke umnazaretha sibaningi. Ngiphuphe emzini ngingamukelekile njalo. Kanti dlozi lami langikhipha khona. Ngiyadideka coz baba wami akazanga approve lomuzi
@cynthiamakhathini7952
@cynthiamakhathini7952 8 месяцев назад
Amen gogo mina nginokubhodla kakhulu mangiqeda ukukhuleka noma kufikukukhala noma ngiyazamula ngize ngikhale
@user-xk1ll3cl9d
@user-xk1ll3cl9d Год назад
Thokoza u are powerful yooooh 😭😭😭😭 yazi ukhuluma ngami....
@ayandaradebe2797
@ayandaradebe2797 3 месяца назад
Ngiphupha engathi ngihamba emoyeni ngiphinde ngiphuphe amanzi and njalo uma ngisempophomweni kuvela rainbow 🌈
@djscwephemsuthu5306
@djscwephemsuthu5306 Месяц назад
Ukuhamba emoyeni inhlanhla...amanzi mayehlanzekile inhlanhla
@ayandaradebe2797
@ayandaradebe2797 18 дней назад
How do I unlock inhlanhla yam ?
@patriciaratshana8548
@patriciaratshana8548 Год назад
Waze Gogo wakhuluma Nami wangathi uyandihlola 😭😭😭😭😭😭😭ngoba nje ngo March bangikhombisile izambatho nebhayi neDyasi lami kodwa lokho ngihleli angenzi lutho🥺🥺🥺🥺
@sithembilembongwe6175
@sithembilembongwe6175 Год назад
Inkosi kakhulu gogo ungivule izindlebe ungisuse emnyameni ungibeke ekukhanyeni ungibethisa ngovalo ngibonge kakhulu 🕯️🕯️🙏
@user-yy5rk5wn3m
@user-yy5rk5wn3m Год назад
Syabonga gogo ngicela ukuchazeleka ngokuzalwa wembethe
@zanoxolomahintsho1258
@zanoxolomahintsho1258 Месяц назад
Thokoza gogo ndicela ukubuza xa uphupha ijazi eli yellow and green nesiphika esi yellow kunye nomqamlezo omhlophe emqolo ingabe kuchazani loko kwaphinda kwalijazi elibovu nalo linomqamlezo omhlophe emqolo nalapha ngaphambile left n right ezincane kubesekuba yintambo efana ne rainbow 🌈 kuchazani gogo
@vvveegee7142
@vvveegee7142 4 месяца назад
Amen Gogo Ngicela usizo , ngiphuphe ngimyathela ubulongwe ...mangivuka ekuseni ngabufica bikhonanubulongwe behhashi egcheke I believe lwakukhona amahhashi ebusuku
@lwazidube1635
@lwazidube1635 Год назад
Woooow thank you ..I'm so impressed .
@NtombikayiseGoodness-qo8lh
@NtombikayiseGoodness-qo8lh 9 месяцев назад
Thokoza gogo syabonga 🙏🙏ngaze ngachazeleka konke okubalayo kuyikho gogo ukunganaki nje nokungabi nalwazi ngicela ukubuza gogo ngabe umuntu westhunywa uyalidla yini igobo ngoba sengathi kuvela kokubili
@NokuthulaMbhele-fi4hq
@NokuthulaMbhele-fi4hq 3 месяца назад
Sawubona gogo mina nginenkinga yokuphupha izinto zenzeke or ngicabange into yenzeke and kunenya eyodwa april hlezi kuzoba nento ezophatha kabi or ngizwizwe nginosizi ngike ngaphupha inkosi yamanZi kodwa ngibona esibhakabhakeni okokugcina nginokumbona nje umuntu inkinga yakhe engashongo lutho iyaqhatha nabantu lento 😢😢😢
@NoxoloMazibuko-zv9ev
@NoxoloMazibuko-zv9ev 2 месяца назад
Sym like mina 🤞🤞
@cebombhele6854
@cebombhele6854 Месяц назад
Me 2 hei nami ngiphupha kwenzeke or ngicabanga into yenzeke😢😢😢😢😢😢😢
@sakhumzimati2665
@sakhumzimati2665 Год назад
Thanks so much now I understand . You explanation is so simple I get it fully it. You are the light to us.
@thabitlabano3172
@thabitlabano3172 Год назад
Ngifundile Gogo, ngiyabonga ❤
@CebisileZubane
@CebisileZubane 3 месяца назад
Thokoza , ngicela ukubuza uphupha unukelwa intuthu uzitshela ukuthi kuyashisa, uphaphame ngoba uthi kusha ngempela kunti nje akushi. Ingabe kuqonde ukuthini lokho. Noma nje iphupho
@NtombieKhoza-nx7zb
@NtombieKhoza-nx7zb Год назад
👏👏ngiyabonga ngiyphenduleka gogo besi ryt nomuntu wam kwaze kwaba ujola nomntu thize ongazwani nedlozi kanye nethunywa sixabana njalo ngento engekho angazi ngeze njani
@AyandaMtshaulana
@AyandaMtshaulana 11 месяцев назад
Thokozani Gogo ngiya bonga Mina I m too ingnorent ngiya bonga kakhulu
@costerkeysmugaviri3842
@costerkeysmugaviri3842 6 месяцев назад
AMEN NGICELA UKUBUZA NGIHLELI NGIPHUPHA NGIPHAKATHI KWAMAZI..LOKUPHUPHA INYOKA.... NGIYAPHUPHA KULOMUNTU OKHULUMAYO ANGITHUMA UKUTHI HAMBA KULE DAWO UBATSHELE UKUTHI ABANGEZELE LOKHU NALOKHU.NOKUPHUPHA INKOMO BECELA USIZE GOGO
@zandilenkambule3834
@zandilenkambule3834 Год назад
Thokoza gogo ngaze ngathikoza ukuthola lencazelo ngingomunye osonile isithunywa ngikungabi nolwazi kuningi engibiniswe Kona ngangakuthenga ngize ngathungisa isiphika ngoba sibuye kaningi ngisengaqala ekuqaleni yini ngikuthenge nalokhu engakujampa
@siphiweaccom1157
@siphiweaccom1157 Год назад
Ngiyabonga ukuzwa...ukhuluma nami la...ngiyabonga
@rosenomsamokoena5098
@rosenomsamokoena5098 Год назад
Sawubona mama uma uphupha engathi ubona abantu abaphila ezulwini( moses.johanne) behlezi etafuleni bebaningi bembhethe okumhlophe
@nosnosipho4706
@nosnosipho4706 Год назад
😢 au Jehova mina angazi lutho itaba sekukaningi ngiyikhuphuka ngingazi namanzi aclean ngicela kuwona ngingazi kuchazani weee manje amaphupho Ami angisawaboni
@user-ic2hz5yf8n
@user-ic2hz5yf8n 11 месяцев назад
Thokoza Gogo 🙏 se ya bonga ka kgulu nga Maphuphu se ya hlanganipha ngawu.Ngi ku thanda ka kgulu 😇🙏🙏🕊️❤️
@zamabantubani6247
@zamabantubani6247 6 месяцев назад
Thokoza gogo.. Mina ngiphupha ngiboniswa isambatho... Kweso isambatho ngiboniswa utata endingamazi.. Athi kum kumele ndikhuthalele ukuthandaza uzohamba xa ndiyothandaza andicendise
@zahfakazi
@zahfakazi Год назад
Amen gogo yaz wavele wayibeka Kimi injalo nje konke lokhu okushoyo kuyenzeka Kim sameleke kengilinde siyabonga gogo nkos kubusise ngolwaz osipha lona
@louislanga3073
@louislanga3073 Год назад
Ngiyabonga.gogo usho into eseyenzekile kumina sengishayekile kakhulu kodwa konke okade ukuthi kunjalo
@Amukele_S
@Amukele_S Год назад
Thokoza❤..Gogo ngake ngaphupha ngigqoke leyongubo emhlophe nqo yamanazaretha bengijabulela abasekhaya ngime etsheni bengishutha ,ephuphweni ngacabanga ngavezelwa ingigqoke ijoyini yasesontweni ..cela ukubuza kuchazani
@Amukele_S
@Amukele_S Год назад
Ngangisentabeni gogo eduze kwamanzi ❤
@nonkululekomhlongo9441
@nonkululekomhlongo9441 Год назад
Wakhuluma nami gogo le mpi ngibhekene nayo ngokungazi ukt ngenzenjani👏👏👏
@Cebo283
@Cebo283 9 месяцев назад
Thokoza salukwazi avuchaza kahle siyabonga ❤
@nompilomodjadji5125
@nompilomodjadji5125 2 дня назад
Thokoza gogo mina ngiphuphe ithisi lwenge elinamanzi ngaphakathi ikhanda lomnumzane .manje gogo bangivezele isigubhu ngoboyfriend emaphupheni sifaswe ngentambo ebovu lobaba uthi ngiye emanzini wesiyalo
@user-jt1jw3dl3k
@user-jt1jw3dl3k Год назад
Amen gogo ngicela ukubuza ukuthi uma ungenwe isthunywa nedlozi kokubili wenzenjn ngoba isthunywa asiwufuni umuthi what if uyawaphupha amanzi uphinde ukhonjiswe amakhambi, kumele wenzenjn
@aqhamiledubula6259
@aqhamiledubula6259 6 месяцев назад
Camagu mntane thongo : Enkosi sisi le ngcaciso is very helpful -- kunini ndizi buza imi buzo enga phendulekiyo -- Chosi !!
@antulibongi1647
@antulibongi1647 Год назад
Wow ngiyabonga cc wabantu sengathi uyangazi
@khanyikhanya8982
@khanyikhanya8982 10 месяцев назад
Amen kuyezwakala ,Thokoza Gogo🙏🙏
@neoleoto5085
@neoleoto5085 Месяц назад
Thokoza nami nginayo loyonto okunye cela ukuboza umakukhona umontu othandazayo ngivele ngifikelwe zinyembezi ngikhale
@mbalenhlenkabinde5578
@mbalenhlenkabinde5578 Год назад
Amen gogo , wavele wangicacisela konke😢
@dineomokele887
@dineomokele887 Год назад
Thank you so much you don't know how much you have helped me.i will surely keep in touch.
@constancemaredi133
@constancemaredi133 11 месяцев назад
I have been in this situation for long every you said happen to me thanks so much
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 11 месяцев назад
Thokoza
@ThembieNcube-kj2dt
@ThembieNcube-kj2dt Год назад
Thokoza gogo kubonga Mina ngoba angizazi nokuthi ngingubani ngibonge ngezinto osuke wakhuluma ngazo Lana ngilokuphupha ngindiza sometimes ngiseskolweni sometimes ngithandazisa abantu ngigqoke isembatho esigreen but besengidelile ngokuthandaza ngoba ayikho into engilungelayo
@user-iu7ob1jw2h
@user-iu7ob1jw2h 5 месяцев назад
MAKHOSIE AMAKHULU KANGAKA KANGAKA KANGAKA CAMAGU DLOZIE THOKOZAH AMEN KHOSLAND
@magdelinemolewe7955
@magdelinemolewe7955 Год назад
Omg 😮😮😮😮i did not understand actually i had all those sign but i did not understand 😢😢😢😢now i know why im stucked in life 😭😭😭
@user-ld6qu2pe6c
@user-ld6qu2pe6c 9 месяцев назад
Siyabonga gogo. Incazelo ejulile.
@zanelemotaung8592
@zanelemotaung8592 10 месяцев назад
Ngiyabonga gogo wangiweza ngoba bengingazi futhi nokuhlukanisa bengingakwazi manje kimi kwenzeka kokubili ngiyazamula futhi ngiyabhodla kakhulu angazi kumele ngiphahle kanjani
@umkhanyakude-abangoma384
@umkhanyakude-abangoma384 10 месяцев назад
Thokoza
@mshushisimandla6807
@mshushisimandla6807 Год назад
Thokoza gogo ninjan ekhaya siyabonga ngomsebenzi omuhle
@lindelwasweetness1003
@lindelwasweetness1003 9 месяцев назад
Siyabonga sisi kakhulu ngezimfundiso zakho🙏🙏
@LusiweMbatha-tc3qw
@LusiweMbatha-tc3qw 24 дня назад
Thokoza gogo konke lokhu osukbalile la kuyenzeka kimi sekuphele inyanga ngiphuphe ngathi ngzodlula emfuleni ocwebile kwakumele ngiweqe kodwa phakathi bekukhona ubuhlalu obumhlophe ne shumi kushoni ke lokhu
@nokwazidlamini-qr3gx
@nokwazidlamini-qr3gx Год назад
Yes umangithandaza ngifikelwa lusizi ngatsi ngabe ngiyakhala kakhulu
@user-ht8eq1ps9c
@user-ht8eq1ps9c Год назад
Ngifundile hayi cha ngiyabonga😢❤❤
@magdelinemolewe7955
@magdelinemolewe7955 Год назад
Thank you very much 😭😭🙏🙏🙏🙌🙌
@terrancehove
@terrancehove 5 месяцев назад
Sanibonani akhaya ngicela ukubuza ngokuphupha uswima kusho ukuthini but ube uswima nomuntu wakho
@user-ne3df5le5u
@user-ne3df5le5u 3 месяца назад
uChaza kamnandi kuyezwakala❤❤thank you
@zamanibhengu-yk5en
@zamanibhengu-yk5en Месяц назад
Loud and clear ❤❤
@user-zm7kh3vt6o
@user-zm7kh3vt6o Год назад
Syabonga Makhosi
@nonhlanhlavuyelwa5468
@nonhlanhlavuyelwa5468 8 месяцев назад
Singi gilile zishabalele kodwa manje sewungi hlahlambisile kodwa ngiyakudinga Makhosi angazi ngakuthola kanjani ngoba yonke lenkulumo oyikhulumayo ibheke kumina azange bangenzisa isthunywa ephehlweni
@dudiademcdevine3401
@dudiademcdevine3401 2 месяца назад
Uma uhlalehlale ube sengathi unesbibithwane ngathi kade ngikhala kodwa nginyakaze ngikhale
@user-fl7he8bo8g
@user-fl7he8bo8g 2 месяца назад
Thokoza gogo cc wami uthi ungphuphe ngkhuleka kakhulu mangiqeda ngase ngthi kubo mina ngsazokhuleka kakhulu
@wendyndlela73
@wendyndlela73 Год назад
Thank you so much gogo 👏👏
@alinamahlangu9766
@alinamahlangu9766 8 месяцев назад
Thanks a lot for the insight ❤
@iamsakhilembingo
@iamsakhilembingo 5 месяцев назад
Mina ngaphupha gogo lowashona evening kwakoko ngase sengi phupha ngimsindisa from death
@user-wc9qb7ks2z
@user-wc9qb7ks2z 5 месяцев назад
Ngiyabonga kakhulu ngencazelo ngihlala ngiphupha ngisemanzini ngibone futhi ngiphezulu kwentaba.
@user-yv9rr8gs6v
@user-yv9rr8gs6v Год назад
Ngaze ngayibona late le video. Kodwa nginazo zonke lezi zimpawu ozibalayo Gogo and okunye sengikwenzile though not konke. Kodwa Gogo Le yokuzila ukudla nenkonzo yekamelo ithanda ukuba Nzima ke yona 😂😂😂😂
@mbalimabaso9485
@mbalimabaso9485 Год назад
Engabe mawizila inkonzo yelamelo nokuzisiza nako awukwenzi? 😂
@user-yv9rr8gs6v
@user-yv9rr8gs6v Год назад
@@mbalimabaso9485 Mina angikwenzi lokho cos kuyafana nenkonzo e physical nako.
@nomamsomi2495
@nomamsomi2495 Год назад
Thokoza Gogo thank you 🙌
@user-ul8ri1vu6i
@user-ul8ri1vu6i Месяц назад
Ngiphuphe iladi kawu5. Ngaphuphisikole kawu2 Ngaphuphisibhedlela kayi1 Ngaphupha amanzi kawu7 Ngaphupha isithuthuthu kayi1 Ngaphupha intamba kayi1 Akeningichazele
@mbalenhleshozi4704
@mbalenhleshozi4704 Год назад
Amen gogo mekwenzeka kokubili sthunywa nendlozi umisa kanjn uzamule fikelwe izinyembezi futhi ubhondle
@busitusi8960
@busitusi8960 6 месяцев назад
Ngiyabonga bengingazi imina lowo ngiyezwa nje ukthi khona into ekhona noma wzokwenzeka
@HappyGreatDane-rx6vu
@HappyGreatDane-rx6vu 3 месяца назад
Ngiphuphe ngitshengisa amajaha amabili ingwe bona bathi abayiboni baze bayibone ngemva kwesikhathi,zukuzuku ngiyibone njalo lengwe isiza iqonda kimi ikhanya ithukuthele lapho sekulenja ebomvu ephambi kwami isihwabhela ingwe mina sengizama ukuyiphosa ngamatshe,sizani bo ningichazele
@karabomazibuko8329
@karabomazibuko8329 3 месяца назад
Hhebana yonke lento iyenzeka kmina 😭and mangkhuluma ekhaya kthiwa inyongo.
@user-bq9kt3zl3j
@user-bq9kt3zl3j Месяц назад
Yoooooooooh I thank you cc
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Makwande kakhulu Makhosi 🙏
@lungikhumalo608
@lungikhumalo608 Год назад
Siyathokoza gogo ubuthunywe kim gogo ngiyabonga
@user-dk3vz1kv2i
@user-dk3vz1kv2i Год назад
This was really helpful although is not easy journey😢
@noluthandovilane6346
@noluthandovilane6346 Год назад
Thokoza thank you son much. All that you have mentioned it’s what I’ve been shown now I know what to do ❤
@nokuthulashabalala9125
@nokuthulashabalala9125 Год назад
So gogo kwamele ngenzenjani kulesimo esinje?kokunye ngiyayiphupha into ngaksasa kwakhona ngizothola I call yalento bengiyiphupha .Ngisho ngenhliziyo ngithi lento ngiyiphuphile yaz kodwa.Kukaningi nje kwenzeka.
@lucasmlindeni3822
@lucasmlindeni3822 Год назад
Mina ngizamula kakhulu and ngazalwa ngembhethe mar ngisadinga usiz lwakho igama lam ngu mlindeni
@SizakeleChiliza-em6ng
@SizakeleChiliza-em6ng 2 месяца назад
MINA GOGO NGINENKINGA.NGISUKE NGINGAPHUPHI.KODWA NGIKE NGIZIZWE SENGATHI UMQONDO UYAHAMBA KUBE SENGITHI NGIYAFA.MANJE ANGAZI KUDALWA YINI LOKHO.UMA KWENZEKA LOKHO NGIKE NGIKHULEKE KUZE KUDLULE.
@nondumisomkhize6025
@nondumisomkhize6025 2 месяца назад
Ay nam ingqondo Ike ihambe lol
@SANELETHOKOZANIKHANYILE
@SANELETHOKOZANIKHANYILE Месяц назад
Amen unkulunkulu akubusise.
@CynthiarMCHUNU
@CynthiarMCHUNU 3 месяца назад
Syabongah kakhulu wayibeka kahle
@lulamagodongwana935
@lulamagodongwana935 Год назад
Ngicela ukubuza mina ukuthi ngenza njani ke makusa ngikhohlwe kwaphupha lelo,,, futhi nje ngiyaphupha but ngiwakhohlwe
@Leah_Makhathide
@Leah_Makhathide Год назад
Ngiyabonga Ngifunde Kakhulu ❤
@zukiswakhumalo6418
@zukiswakhumalo6418 9 месяцев назад
Syabonga sis
@user-cd5dt1cj9d
@user-cd5dt1cj9d 3 месяца назад
Kuphele kwakutya andiyazi into uesithunywa mna more kuphele ekhaye khunzima kwasithunywa yhoo
@user-qw3bd5nk4y
@user-qw3bd5nk4y Год назад
Ngiyabonga we gogo umsebenzi wakho mkhulu
@mkhabolengayondodemnyama8418
Thokoza gogo mina ngi over 40yez ngicelukbuza kyenzekani utholukuthi uneSthunywa ngaphezu kwalezinkomba ozishoyo
@user-hh9bn1vr7l
@user-hh9bn1vr7l 10 месяцев назад
Ngiyabonga Gogo , kwande
@zodwazungu
@zodwazungu 5 месяцев назад
Thanks for explanations
@andilekhumalo7488
@andilekhumalo7488 Год назад
Ngyabonga kakhulu gogo ngencazelo,Kade ngangiyidinga lencazelo
@siphokazindzaka223
@siphokazindzaka223 Год назад
Syabonga kakhulu gogo 🙏
@user-ju6sz3ej1x
@user-ju6sz3ej1x 5 месяцев назад
Thanks very much,butngiphupha amanzi,kodwa ngiyawesaba
@thabisoxolani6724
@thabisoxolani6724 Год назад
Kukhona umuntu wesilisa one ntliziyo embi ngoba usebenzisa izwi ezindlebeni zami uyathukana uhlukumeza abantu besifazana athi uhisthunywa i gamna lakhe ungu themba mwelase born on the 10th june ngi lale nasesibedlene ngenca yakhe
@user-qb8mj9kz4k
@user-qb8mj9kz4k 2 месяца назад
Owuuu Nkosi ndim lowo nkosi yam ndihleli ingathi ndingaqhela ebantwini ndiye entabeni
@shaniqua_cbalqlu_sims
@shaniqua_cbalqlu_sims Год назад
Amen, uma unesthunywa unanezinkomba zamadlebe abanga umsindo khona kusuke sekuhlangene nani?
@lindokuhlemyaluza
@lindokuhlemyaluza Год назад
kusuke kwenze njani mase kwenze njalo ayangihlupha amadlebe kakhulu ke kulezi nsuku
@user-yt2nx1fw3u
@user-yt2nx1fw3u 4 месяца назад
Ngibingelele makhosi iliphi gxathu usizibonile impawu
@judisiyaphi5183
@judisiyaphi5183 Год назад
Thank you so much to help me
@nokwakaqumpula1853
@nokwakaqumpula1853 Год назад
Mna gogo ngiphupha abantu abashona bekuluma nam angazi
@thandekaprosperous2208
@thandekaprosperous2208 Год назад
Hello ngihlala ngiphupha ngigena emantini la brown 🟤 like lidaka umfula lomkhulu
@MavisMathebule
@MavisMathebule Год назад
Amen gogo syabonga
@gugumsimango6833
@gugumsimango6833 Год назад
Ngyabonga kakhulu mama, sengifunde okningi kuwe
@ntombimahlangu6120
@ntombimahlangu6120 Год назад
I'm shocked same time relived
Далее
The Ringing In Your Ears.[0780046059]
14:59
Просмотров 16 тыс.
IZIMPAWU ZOKUBA NENDLOZI (ABANTU ABADALA)
11:36
Просмотров 46 тыс.
Isthunywa Usihlambulula Kanjani. [0780046059]
10:22
Просмотров 86 тыс.
Indlela Yokuthandaza.[0780046059]
14:42
Просмотров 10 тыс.
Ukuphupha Amaphupho Empumelelo.[0780046059]
9:47
Просмотров 54 тыс.
IMFIHLO YAMANZI.
14:14
Просмотров 428 тыс.
ISIZATHU ESENZA ABANTU ABADALA BAZIVEZE NGEZILWANE
22:55
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
Просмотров 45 тыс.
IZIBANI NOKUSEBENZA KWAZO
48:47
Просмотров 320 тыс.