Тёмный

Kunethongo laseMsamo neThongo legazi 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 6 тыс.
50% 1

www.impungayesintu.co.za

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 34   
@SphiweNgubane-u7y
@SphiweNgubane-u7y 2 месяца назад
Khehla ngiyakhuleka nduna kaNdaba uyaysusa inkungu kithi khehla sizwile thina mkhulu.sithi nje nwele olude🙌🙌🙌
@ThandukwaziNENE
@ThandukwaziNENE 2 месяца назад
Ay Mpunga kulomkhakha wesintu uhamba wedwa baba awnantanga uswid'wodwa lo❤
@phindilemillicent6758
@phindilemillicent6758 2 месяца назад
Thokoza Mkhulu Siyabonga ngezimfundiso zakho usivule amehlo kuningi ebesingakwazi kodwa manje sesiyakwazi sicela uqubekenjalo ungadinwa.
@asanda21diya97
@asanda21diya97 2 месяца назад
Impunga 🙌🏼 Siyabulela ngemfundiso
@igezalakongozatv3900
@igezalakongozatv3900 2 месяца назад
mmm siyabonga Mpunga sibonga kakhulu unwele olude
@mariomhlanga1968
@mariomhlanga1968 3 месяца назад
Hai ngivumelana nawe 100%...kunjalo kunjalo mpunga syabonga ukusikhanyisela.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@bonganikhumalo221
@bonganikhumalo221 3 месяца назад
Siyabonga mkhulu hmm wanginyakazisa
@lindokuhlendlovu1488
@lindokuhlendlovu1488 2 месяца назад
Washayaaa Mpungaaaah❤
@priscillamagubane750
@priscillamagubane750 2 месяца назад
Siyabonga kakhulu ngolwazi osiphakela lona kepha thina sizoyithola nini imbiza yabesifazane ngoba izifo ziglangile ezweni🙏
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 месяца назад
Ikhona inkinga kuba ukuthi nisuke ningibuze imibuzo ejulie ukuthi yenzani 😀kanti mina angiyazi ngoba angiyiphuzi nondlunkulu akafuni ukuchaza kabanzi
@sandilesmisokhumalo9797
@sandilesmisokhumalo9797 3 месяца назад
Ijule kakhulu mpunga yesintu syabonga
@samkelemepho1116
@samkelemepho1116 3 месяца назад
Le ngathi ikhuluma nami
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 3 месяца назад
Makabongwe mkhulu mpunga syathokoza kakhulu ngolwazi olujule ngalendlela uqhubeke khehla lami usithwale njalo singuzulu...usqwashise njalo...🎉🎉🎉❤❤❤❤...thokoza 🙏🏽
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@LungiswaLinah
@LungiswaLinah 2 месяца назад
Siyabonga ngemfundiso yakho ngoba wawu baningi abadinga ulwazi kodwa bayathanda ukukhulumakumasoshali midiya qhubeka ufundise kuningi okulahoekile kubantu
@samkelemepho1116
@samkelemepho1116 3 месяца назад
😢 ngicabanga lokukutshayela ucingo
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 21 день назад
Izimpaphe zitholakalaphi Mpunga yesintu?
@bonganibuthelezi8095
@bonganibuthelezi8095 3 месяца назад
Ey siyafunda Lana 🙏🏿
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@GainAli-r1r
@GainAli-r1r 2 месяца назад
Mawphuphakusha indlu.yakwamamncane.kushe.nezitifiketi zami
@njabulongcobo3314
@njabulongcobo3314 3 месяца назад
Eish kuyezwakala
@solomzisiko
@solomzisiko 2 месяца назад
Enkosi Bawo
@thumbanimabaso-tc6hq
@thumbanimabaso-tc6hq 2 месяца назад
Sanibonani emndenini wempunga yesintu tv, ngiyabonga mina kakhulu "nduna kaNdaba" ngencazelo yakho.IMPUNGA!!!!!!!!
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 2 месяца назад
Amen mkhulu Mpunga
@mogalekganya
@mogalekganya 3 месяца назад
Impuunga
@archrosepublishers2146
@archrosepublishers2146 2 месяца назад
Ijule kakhulu le topic
@sikhumbuzodlamini6290
@sikhumbuzodlamini6290 3 месяца назад
Mina ngicela ispeshali seNdlela yesiNtu. Ezinye khehla kaaade ngaba nazo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 3 месяца назад
Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sikhumbuzodlamini6290
@sikhumbuzodlamini6290 2 месяца назад
@@vusimngomezulu2500 singabaNtu, besiNtu abaziphatha ngemithetho yesiNtu ngobuNtu. Ukuqhelelana nezindlela zethu kungenzeka ukuthi ikona okusilethela inhlupheko kodwa asazi....
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
@@sikhumbuzodlamini6290 Yibuphi ubufakazi bokuthi uNkulunkulu wadala abantu wabe esithi mabaphile ngesintu?
@sikhumbuzodlamini6290
@sikhumbuzodlamini6290 2 месяца назад
@@vusimngomezulu2500 Sinomlando omude lo kungekafiki laba abakama ngezandla lapho sasi phila kahle ngemithetho yethu, ingekho into ekuthiwa intandane , nenhlupheko ivela ngoba nakhu kunesomiso. Siphisana ngendlela yethu.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
@@sikhumbuzodlamini6290 Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Далее
Uyakhishwa yini umlanjwana uma usuganiwe koMalume
17:49
Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani
17:44
would you eat this? #shorts
00:13
Просмотров 2 млн
Sihlaziya amaphupho
35:14
Просмотров 19 тыс.
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Просмотров 22 тыс.
INDLELA YOKULUNGISA UMA UBANGWA ABANTU ABADALA
12:31
Просмотров 78 тыс.
Uma unemimoya uyavukelwa | Imibala yeZithunywa
28:08
Просмотров 36 тыс.