Тёмный

Uma ungenza lento engiyishoyo ungawubona umehluko ngyafunga 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 11 тыс.
50% 1

www.impungayesintu.co.za

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 59   
@SikhumbuzoShongwe-j6f
@SikhumbuzoShongwe-j6f 24 дня назад
Syabonga kwi mpunga yesintu ukubakhona kwayo kuyigugu kwelika mthaniya
@wdbmtubatuba3753
@wdbmtubatuba3753 4 месяца назад
Kuyezwakala Mpunga yesintu ,Mina ngiyishangane angiyisebenzisi imbuzi
@philemonmngomezulu4673
@philemonmngomezulu4673 5 месяцев назад
Mpunga yesintu siyabonga kodwa kunzima ukuthi lapho isisekelo sakho awukho umsamo izinto azihambi kahle bonke ababephila abazange bazimisele ukuthi kube nomsamo, kwabakomama nabakobaba kuyinhlanga zimuka nomoya. Bonke bahashona, manje bafuna izinto abangaze bazenza bona besaphila, wena wenzanjani Uma kunje, uyazi ukuthi bakhona abakusekele uyacela ukuba bakukhanyisele ukhuluma nabo entabeni, emfuleni, ehlathini usizwa abantu bendabuko kodwa dololo Kuba kancane kufiphale, wenze iladi kabomama ngezinkukhu babuye bafune imbuzi awusebenzi lesosikhathi, ngapha okhokho bafuna imizi yabo, ube nenkinga nalaba ophila nabo kuvuke umona. Ngybonga
@impungayesintutv
@impungayesintutv 5 месяцев назад
Mmmm uma isisekwlo singalungile kumele nisilungise
@philemonmngomezulu4673
@philemonmngomezulu4673 5 месяцев назад
@@impungayesintutv ngisehlelweni lokulungisa kwezimbili izibingo, manje ngibona ngakhe izindlu ezimbili oguqa ngibalande besengiyabageza ngibafake, angazi noma kulungile lokho na?
@londekazandile428
@londekazandile428 5 месяцев назад
Ai baba ukhuluma nami namhlanje 😢 Ngihamba ngokhonkolo namhlanje through ukungabongi langishaya idlozi lapho angikaze ngisenze isithebe 😢😢 but ngifundile kukho konke izinto ngizibona ngenye indlela
@nomgqibelolekala245
@nomgqibelolekala245 5 месяцев назад
Mpunga uma ungu mlanjwana kwamalume kusele indodana yakhona engumzala angafuni nenze imisebenzi kubo .kuyavumeka ukuthi ungayowenza esigandeni ngoba ngishadile nakhona ngishade umshado wesilungu angizange ngathelwa ngenyonga lapha emzini ekhaya ngeke ngawenza ngoba u Baba washada u Mama sesikhona azange sakhishwa kubo Malume yinxaki nje impilo yami ngicela ungiphe uhlahla ndlela.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 5 месяцев назад
Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 5 месяцев назад
Syabonga mkhulu mpunga ngolwazi nangobuhlakani obujule kangaka...khula mkhulu🎉❤❤❤
@SphiweNgubane-u7y
@SphiweNgubane-u7y 5 месяцев назад
Ngiyabonga khehla ukhule njalo mkhulu indlondlobale nechanel🙌🙌
@xolanimzizi
@xolanimzizi 2 месяца назад
Sibonge Mkhulu Konje ngingabona kanjani ukuthi ngisekeleke ngakuphi nom ngithi angazi ukuthi ubani osekele impilo yami
@Msongi
@Msongi 5 месяцев назад
Yaz mkhulu Ngcobo ngomvulo ngibe nesbonakaliso ngikhuluma nawe ugqoke nqamashi njengala kulomfanekiso oqoshiwe. Awukwazi ukuphela lonyaka ngingekakuboni
@siyabongahilton4734
@siyabongahilton4734 4 месяца назад
Cha ngyabonga 🙏 mina mkhulu n ngyavumelana nawe kakhulu last week ngisekhaya ngivakashelwe umtomndala wathi mangithenge imbiza 2 ngezizibani ngyabonga
@mlungisingobese112
@mlungisingobese112 5 месяцев назад
Ngathi ngisayikhuluna nje eyokuthi ngifuna ukubonga ei zangibhedala izinto ngaba namacala emsebenzini, ngaxabana nabantu ngashiyaphansi sengibeke ngisho usuku engangizokwenza ngalo umsebenzi. Manje sengiya eBuhleni ngifike ngibonge ngiphinde ngicela futhi. and angikhonzi khona.
@njabulonjebz5100
@njabulonjebz5100 4 месяца назад
Kungenzeka mhlasimbe uhlangothi obuzobonga kulo bekulona noma imsamo yombili kusesebunzimeni
@MlungisiMchunu-t4t
@MlungisiMchunu-t4t 5 месяцев назад
Haw😮 makhulu wakhuluma lento engiyicabangayo ,lomlayezo ubheke kimi ngith ngivula iPhone ngaythela phezu kwimpunga iNkosi ikbusise mpunga ❤
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 5 месяцев назад
Wayisho Indaba Mkhulu. Inkinga imisimo bagweva Ngayo nje
@bonganikhumalo221
@bonganikhumalo221 5 месяцев назад
Siyabonga mpunga yesintu ngezimfundiso zakho ujehova nethonga lakho bakubusise njalo njalo
@sizwegabela1655
@sizwegabela1655 4 месяца назад
@Impunga Yesintu, ake ngithi ukhulele esongweni sakubo kababa wakho kodwa umsebenzi onawo uwuthole ngethongo lako malume. Esimweni esikanjalo ng'yakwazi yini uk'bonga komalume ngiphinde ngibuye futhi ngizokwenza okufanayo esbongweni sika baba.?
@philangezwinuh859
@philangezwinuh859 5 месяцев назад
Bhutie uma ubonge sebeze badinwa abadala okuyithongo manje kukhombisa ukuthi badiniwe or abakwamukelanga , manje fane ngenze njani phela ngoba sengabonga ?
@angeloschroeder7827
@angeloschroeder7827 4 месяца назад
Mpunga yesintu siyabonga ukusifundisa. Manje uma ungenayo imali yembuzi? Ingabe inkukhu ungayisebenzisa?
@thabogxatwane9223
@thabogxatwane9223 5 месяцев назад
Siyabonga mnewethu ume njalo ngajabula sihlanga e Berea centre
@kwenzamillicent9923
@kwenzamillicent9923 5 месяцев назад
Inkinga enginayo Mpunga isbongo singabakwaMasondo ngesbongo kodwa mama walotsholwa kustep father sakhe sazidla izinkomo kanti futhi nekhaya komama asilaz uzalw kwaHadebe esingabazi ,nekhaya kogogo nalo asilaz okwethu asaz kumele senzenjan izinkinga zivale yonke into
@ngenzenikubheka4418
@ngenzenikubheka4418 4 месяца назад
Amen 🙌🙏 Mkhulu kona siyafisa ukubonga kodwa asizazi ukuthi sisekelwe kuphi no Malume asinabo
@mnqobikhumalo3120
@mnqobikhumalo3120 5 месяцев назад
Ngiyakuzwa mkhulu ngicela ukubuza ukuthi ungathola kanjani yisiphi isisekelo esisekele impilo yakho?
@valentineradebe1274
@valentineradebe1274 5 месяцев назад
Mpunga yesintu Thina esinganawo umsamu komalume sibonga kanjani? Umsamu awukho kuyasontwa, mina kudala ngifisa ukubonga kodwa ngishawa yiyona leyondaba yosamu
@henda1538
@henda1538 5 месяцев назад
Phuma inxiwa mnewethu
@GrassrootsViews
@GrassrootsViews 5 месяцев назад
Siyabonga Mpunga. Ngicela ukubuza ukuthi ngingayithenga kuphi lenduku oyiphethe?
@cee_level9584
@cee_level9584 5 месяцев назад
Syabonga mpunga🙏
@Dawgendala
@Dawgendala 5 месяцев назад
Nginemibuzo angaz noma ngingabhala lana... Okwami ukuthi angazi lutho ngoMama wami. Izinto azihambi kahle. Angsazi nesbongo sakhe kunzima nokbhek umkhondo. Mangfis ukuth ngibonge lamatohwana engwatholayo nawo avele aphele ngingaz. Ngingabonga liphi ithongo kulesimo kuze kuzohamba kangcono empilweni
@henda1538
@henda1538 5 месяцев назад
Uhlalaphi nsizwa
@Dawgendala
@Dawgendala 5 месяцев назад
NgseStanger ngokwamatoho but nghlala kwamashu
@NombuleloJali-sp2ss
@NombuleloJali-sp2ss 4 месяца назад
Akwande mkhulu
@NtobekoShange-d3t
@NtobekoShange-d3t 4 месяца назад
Syabonga Mpunga
@NeoLetsholo-y9s
@NeoLetsholo-y9s 20 дней назад
Yisiphi isisekelo esisekele impilo yomuntu?
@Bet_with_G_light
@Bet_with_G_light 5 месяцев назад
Mkhulu iyangithinta lena.mina umah wam wagana nami ngaze ngaphuma umuzi ngase ngyaqala ngiba nezinkinga.manj umbuzo wam uthi ngzoyihlabela kuphi lembuzi ngoba lah ekhule khona aksikho kithi?
@ArtheshGqolozayo
@ArtheshGqolozayo 5 месяцев назад
Enkoç mkulu nyhan asibongi lutho pof senziwa kungazi mna nindivule konke nje ndiyinonga kwaye ndizakubonga nawe.
@MthobisiEric-it6xb
@MthobisiEric-it6xb 5 месяцев назад
Mpunga yesintu manje iThonga elingabongi lona mawulenzela okuhle kwenziwa njani ngalo libonga ngomlomo bese lenza iythembiso elingazifezi
@kuhledlamini4823
@kuhledlamini4823 4 месяца назад
EY IB'HLUNGU LEYONTO NGOBA MANJE AYIKUKHUTHAZI, KUNALOKHO NAWE UGCINA USUDIKILA NGOBA MANJE UYABONA UKUTHI KONKE LOKHO OKWENZAYO KUYIZE LEZE.
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 5 месяцев назад
❤Siyabonga Mpunga
@gloriamandla8526
@gloriamandla8526 4 месяца назад
Thokoza mpunga yes ntu
@SaneleZondi-vy6cb
@SaneleZondi-vy6cb 4 месяца назад
Amen 🙏 ❤
@vicco3243
@vicco3243 2 месяца назад
Gender, Mpunga ...noma eyiphi kulembuzi?
@MelusiMdlalose
@MelusiMdlalose 5 месяцев назад
Amen mkhulu makube nialo 🙏
@NomvanoBambela
@NomvanoBambela 5 месяцев назад
Thanks baba wayibeka yacaca
@mncedisimakhaza3760
@mncedisimakhaza3760 5 месяцев назад
iMpunga ngyakhuleka. Ngicela ukubuza kanje, uma ungumuntu ohlezi ekhaya ongasebenzi, ikhona yin indlela engingenza ngayo ukuth ngibonge?. Okwesibili ukuth uma isisekelo sakho sikomalume wena uhlala ekhaya elakhiwa abazali, ungakwaz yin ukubonga khona lapho kodwa ube uqondise lapho kukhona isisekelo sakho, uma amandla ungenawo okufinyelela komalume?
@mthethelelizwane2146
@mthethelelizwane2146 5 месяцев назад
Wayihlaba ekhonkosini bafo. Impela kunjalo
@manqobamjaji3671
@manqobamjaji3671 5 месяцев назад
Manje mkhulu ubathola kanjani laba ababheke impilo yakho..sesaba ukobonga endaweni e wrong
@mogalekganya
@mogalekganya 5 месяцев назад
Mpunga yesintu, ngicabanga ukuthi iTV yakho isikhule ngendlela eyismanga, umbono wami ukuthi akuwona amaNguni kuphela ababuka leli TV cishe kunama Japanese African American nabase Jamaica njalo kanjalo ngithemba kufanele manje kube khona isilungu cishe esizovela ngombalo ma ulokhu ukhuluma ukuze ulwazi lufinyelele umhlaba wonke. Umbono wami lo Mpunga inkosi izokubusisa
@thabogxatwane9223
@thabogxatwane9223 5 месяцев назад
Sizolwenza uxhaso
@LatticiaDlangamandla
@LatticiaDlangamandla 5 месяцев назад
Camagu
@lesedilekabe101
@lesedilekabe101 5 месяцев назад
Thokoza mkhulu, manje wena uthi sikubonga njani? And if ekhaya kuthiwa akubongwa ngeMbuzi ngenza njani? Ziyasebenza izinkukhu?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 5 месяцев назад
Mina uyofona nje ubonge kobe kwanele kimi, Inkukhu ayiwenzi umsebenzi
@hollywaybets
@hollywaybets 5 месяцев назад
Mkhulu siyabonga ngokusikhulisa nokusicobelela ngolwazi, ithongo likwandisele ukukhanya ukuze nathi siqhubeke sikhanyiseleke. Ukhule nje Mpunga siyabongeka isipho sakho.
@NkosanaGumede
@NkosanaGumede 5 месяцев назад
🙏🏿🙏🏿🙏🏿🤴🏿
@SwelihleMvelase-ct8qq
@SwelihleMvelase-ct8qq 5 месяцев назад
Cela ukubuza ukuthi ithongi ma seliyithongo liyabugcina na ubuntu balo?
@mkhulumanzula8813
@mkhulumanzula8813 5 месяцев назад
Kanjani? Cacisa Mvelase.
@SwelihleMvelase-ct8qq
@SwelihleMvelase-ct8qq 4 месяца назад
@@mkhulumanzula8813 ayi cha anginampendulo ngifuna ukwazi ukuthi umuntu uma esephenduke ithongo usaqhubeke abe nobuntu yini. Phela ngiye ngizwe abantu uma sebengabaphansi sebezenza abalungileyo ngathi abanamaphutha, amanye amathongo engasiqondi futhi nesimo sokuthi sinjenje asisazi lutho ngamasiko kodwa bese eqhubeka esidalela izinkinga ngamabomu ngisho bekwazi lokhu, Yingakho ngithi mhlawumbe asanawo yini ubuntu ngoba izindlela amathongo enza ngawo hhayi awakhombisi.
@badimobatemothuoptyltd7702
@badimobatemothuoptyltd7702 5 месяцев назад
☀️🤲🏿🙏🏿❤️
Далее
Ngithi angikwazise ukuthi ithongo lisebenza kanjani
17:44
I Did This With Coffee! 🤯☕️ #shorts
00:22
Просмотров 267 тыс.
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Просмотров 22 тыс.
Isithembu siyinto ejulile kakhulu
29:42
Просмотров 9 тыс.
Ayanda Msweli Foundation | Inkabi Update
27:16
Просмотров 64 тыс.
I Did This With Coffee! 🤯☕️ #shorts
00:22
Просмотров 267 тыс.