Тёмный

Kungiphatha kabi ukbona abantu bekholelwa kakhulu kwiBhayibheli 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 104 тыс.
Просмотров 4,4 тыс.
50% 1

Isizwe sabantu abampisholo salunjwa, siyazenyeza ngokuba mpisholo, ake siyibuyekeze indaba yeBhayibheli

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 68   
@papapiet6921
@papapiet6921 Год назад
I wasted so much time with christianity i then realized that this is a book that hipnotises and gives fear to black men and women,its a book that promotes slavery. I regret wasting so much time. I appreciate having people like you and this channel to open my eyes more. A modified history that is not even related to me. Yerrrrrrr
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
Mpunga! Umfana wami wesithathu kwathi esesibhedlela izinyanga cishe ezintathu,ngelinye iSabatha ngiyombona ngihamba ngikhuleka indlela yonke,ngase ngikude buduze nesibhedlela kwavele kwana imvula nje kancane lingahlomile libalele saka. Sisagijima sifuna indawo yokucasha yavele yama imvula kwangathi ayikaze ine. Kwafika kimi ukuba indodana isiluleme futhi izophuma emapayipini. Nangempela kwabanjalo uma unina eseyoyibona ngoMsombuluko. Kukhona okwenzeka ewodini lendodana engingekusho lapha.
@Msongi
@Msongi Год назад
Mina ngikleza kogwansile
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
Awu Shembe Nkosi! Mpunga,ngifikelwa umunyu kuhlengezela izinyembezi ngalenkulumo yakho. Mina ngase ngibuzwa ukuba ngihlaleleni noma kwenzenjani ngingakabi nezingane. Udadewethu wayesetshene abantu ukuba anginanzalo. Ngashisa impepho senguMnazaretha ngacela kuShembe nakomalumele, namuhla nginezinsizwa ezintathu ezinogazi ezibukekayo.
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Naloke ibhayibheli ekumele silifunde silifundele abantu imisebenzi kaShembe emhlabeni
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 Год назад
Mpunga Yesintu walikhuluma iqiniso ilanga nelanga ngiyafunda kuwe okuhle njalo uyisibani empilweni yami ume njalo
@siphomnisi3480
@siphomnisi3480 Год назад
....yabona khehla, icinisa ulubeka.njengaloku linjalo. Sive lesimnyama satfunjwa ngalefundziso yebelungu..
@Bet_with_G_light
@Bet_with_G_light Год назад
Ngyafisa ukuthi umeme uMagejegeje 1 day kwi interview.mkhulu impunga uyefana naye umagejegeje❤❤❤ sbonge ngolwaz olungaka
@universalproducts4373
@universalproducts4373 Год назад
Mpunga siyacela uke uyimeme leyandoda uMagejageja
@asamasoka1538
@asamasoka1538 Год назад
Ngiyabonga Mpunga, lomlayezo uqondene nami
@SabeloZulu-fv9zk
@SabeloZulu-fv9zk Год назад
Siyabonga Mkhulu iqiniso lelo
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 Год назад
Awuuu....kwakuhle okukhulumayo mkhulu mpunga syathokoza.inkosi isilondolozele wena mkhulu standings kakhuuuu...lu.ungumthombo ojulile syaphuza kuwe
@sibusisotede9632
@sibusisotede9632 Год назад
ngike ngathi ngyalifunda ibhay'bheli ngo 2019, ngithi ngizolifunda lonke ngil'qede. Ngahluleka nok'qeda amakhasi amabili laphyana ekuqaleni kugenesisi
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
👏🏾👏🏾👏🏾 wow! Siyafana nami kwenzeka kanjalo. Ngalishiya lapho ko genesis, angibange ngisalqeda.
@banelezungu7058
@banelezungu7058 Год назад
Waluhluba udlubu ekhasini, ngikukhonzile mfoka Ngcobo ngoba uyalibeka ubala iqiniso.
@LuckyMajozi-ok5su
@LuckyMajozi-ok5su Год назад
Zikhala straight ke manje engathi lomfanekiso ungagcwala wonke umhlaba. Lilapho nje iqiniso
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea Год назад
Ngicheme nawe udede Mkhulu le ye bhaybheli nje sasobhixwa ngodaka emehlweni
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
Mkhulu Mpungaaah🙌waslethelwa wobaba mkhulu🙏siyabonga kwande mkhulu...yazi ngiba nesbonakaliso kunezinko ezibomvu ezinama nkonyane ngaphambi kwazo bekukhona ezinnyama zivimbi ndlela yami
@Jama_Kasi_Jadu
@Jama_Kasi_Jadu Год назад
Ngyabonga Mina. Kuze Kube Khona Osho Lento Engihlezi Ngiyicabanga. Into Ebalulekile Esontweni Imithetho Okumele Abantu Baphile Ngaphansi Kwayo. Imithandazo Ekumele Bayithandaze. Indlela Okumele Banikele Ngayo Eyahlukahlukene. Indlela Okumele Kugqokwe Ngayo Kuhlonishwa Umzimba. Incwadi "Bible" Alikho Isidingo Salo. Ekubeni Kukhona Abantu Abasafana Njengonyazi Ezogada Abantu Ukuthi Baqhube Ngendlela Okwaqalwa uShembe. Yabona Uma Ngase Ngibe yiNazareth. Into Engiyobe Ngiyiyele Lapha. Imithetho Okunele Umuntu Aphile Ngayo Emhlabeni. Imithandazo Okumele Ngithandaze. Indlela Okumele Nginikele Ngayo. Kuohela Nje. Ukuthi ke UGokiyathi Itshe Kwanjani. Angisahlangene Nalokho Ngoba Mina Ngihamba Nemithetho Ebekiwe Phambi Kwami.
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
Kuphela nje qha 🙏
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Absolutely mfethu.👏🏾👏🏾👏🏾
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Yaphinda yashaya futhi Impunga Yesintu, madoda.👏🏾👏🏾👏🏾
@MbusoSibisi-r8d
@MbusoSibisi-r8d Год назад
Siyabonga mpunga yesintu ...sithembe balalele omama bethu
@talentmakhanya281
@talentmakhanya281 Год назад
Mpunga batshele!!!
@ndumisojusticenxele833
@ndumisojusticenxele833 Год назад
Hhey labantu asoze bavuka ngaleliya bhaybheli abazi nokuthi kabahlangene nalo doti wencwadi. Soze mina ngakuzwa uma ulokhu ucosha ebhayibhelin khohlwa nje ngeke!!
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
So what is the right direction from Jehovah God without the Bible? Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17.
@mncedisimakhaza3760
@mncedisimakhaza3760 Год назад
@vusimngomezulu2500 khuluma isiZulu asikuzwa...?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@mncedisimakhaza3760 Yisiphi isiqondiso esineqiniso esivela ku Jehova unkulunkulu siya kubantu bakhe abadalile uma kungelona ibhayibheli? Amahubo 119:105, 2thimoty 3:16-17.
@buyisiwetshabalala7261
@buyisiwetshabalala7261 Год назад
​@@vusimngomezulu2500Wena awusitsheli ngani
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 Год назад
@@buyisiwetshabalala7261 ngempela akasitshele ukuze sizokwazi.
@sandilevilakazi2263
@sandilevilakazi2263 Год назад
Amaqiniso Ayababa, Wena we Zulu labamphisholo, asibonge😊🙏🤐
@captainjam1683
@captainjam1683 Год назад
Batshele Mpunga,kunjalo..
@maggy868
@maggy868 Год назад
Cha, Nami khehla ngikuvuma impela
@NontobekoSiyaphi-zx8eo
@NontobekoSiyaphi-zx8eo Год назад
Jesus Christ is a living salvation baba❤
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Год назад
Yes it's true but asikhulumeni ngekwethu akwebathu abanye. Mpunga ❤❤❤
@siyaxaba4699
@siyaxaba4699 Год назад
Sawubona mkhulu Mpunga yesintu bengicela usenzele uPart2 nje ngesethembiso wensizwa ewumlanjwana EGANELWA KOMALUME
@SceloSonhlanhla
@SceloSonhlanhla Год назад
🙌🙌🙌🙌💯
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 Год назад
Up ngeqiniso
@SinethembaHlophe-h9e
@SinethembaHlophe-h9e Год назад
Ngozwa Kahle KwiMpunga yesintu ngicela direction kuza kuwe Impunga
@theunknowndj331
@theunknowndj331 Год назад
Mpunga yesintu we really appreciate your content 🔥
@suncode_159
@suncode_159 Год назад
Likhuza umhlola ikhehla.
@zachariamabena-yl6ur
@zachariamabena-yl6ur Год назад
👍
@nkanyisosithole3460
@nkanyisosithole3460 Год назад
Uyalikhuluma kodwa iqiniso mnewethu
@CryptoGuy95
@CryptoGuy95 Год назад
Waybeka njengoba injalo mf2, lento yacindezela okhokho bethu ifika nabelungu lento benomona wokuth mabekhuluma namadlozi ukuz izinto zilunge bafika nalento e delayis izinto
@badimobatemothuoptyltd7702
@badimobatemothuoptyltd7702 Год назад
👑🐆🤴🏿👸🏿EBUKHOSINE
@MnqobiMkhize-y1r
@MnqobiMkhize-y1r Год назад
❤impunga !!!
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
Mpunga
@papapiet6921
@papapiet6921 Год назад
Powerful ❤
@sukoluhledube9030
@sukoluhledube9030 Год назад
Sanbona khehla lami, akengibuze nje engabe kubangelwa yini ukuthi emzini kwakhiwe kutholakale kujlale kugcwele oxamu abakhulu emabondeni naphezu kwezindlu ?
@andilentuli1309
@andilentuli1309 Год назад
😂😂😂😂
@tshidimohlala762
@tshidimohlala762 Год назад
Lol lol 😂😂😂
@thamsanqanhlapo8042
@thamsanqanhlapo8042 Год назад
Batshele bhuti, ayikho lento
@zolilenicholas4010
@zolilenicholas4010 Год назад
Ibhayibheli is not everything sabekwa emhlabeni and kuningi okwenzekayo so reading the bible don't make life easier
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 Год назад
Uo
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
So what is the right direction from Jehovah God without the Bible? Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17.
@Jama_Kasi_Jadu
@Jama_Kasi_Jadu Год назад
Still Usenza Lento Ayishoyo. Akalifundi I-Bible. Mutshele Ngesihlabelelo. Nangemithetho Okuqhutshwa Ngayo KaShembe
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@Jama_Kasi_Jadu Kodwa aniphenduli umbuzo wami olula 😭😭😭
@Jama_Kasi_Jadu
@Jama_Kasi_Jadu Год назад
Mfwethu Mina Impendulo Yami Ithi. Mawufika Ebabdleni Elithike Uboke Nje Ucele Imithetho Yomunt Okumele Aqhube Ngayo Ekuphileni Komuntu Emhlabeni. Ubuze Nendlela Okumele Uthandaze Ngayo. Kuyobe Uqedike Ke Lapho.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@Jama_Kasi_Jadu Awuphenduli umbuzo wami 😭, yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3.
@Jama_Kasi_Jadu
@Jama_Kasi_Jadu Год назад
Usenza Lento Echazwa Lana. Courting From The Bible. Lona Leli Elidukisa Abantu. Tshela Minake Ngizokuphendula Kanjan Egcwadini Engingayifundi. Into Engingayicaphuna Kwi Bible Inithetho Okunele Abantu Baphike Ngayo Kuphela. Kuzobanzima Ngikuohendule Mkhulu Ngoba Angiyingeni Eyama Bible Verses.
@theunknowndj331
@theunknowndj331 Год назад
💡
Далее
Yini ebaluleke kakhulu isonto nekhaya | Ukuvula ibandla
27:01
Women’s Free Kicks + Men’s 😳🚀
00:20
Просмотров 12 млн
INKOLO NOMSAMO, YIKUPHI OKUZA KUQALA KUNOKUNYE?
49:40
Babu Dokotela Tv Show    |   Nyabhanga WaseManzini
16:47
Просмотров 6 тыс.
INTO ELAHLA INHLANHLA YAKHO
16:38
Просмотров 118 тыс.
Imuphi ongcono iNazaretha neSayoni
26:18
Просмотров 7 тыс.
Ake sime ukuhlaba sithethe amacala okhokho kuqala
11:52
Secret To Getting Better At Talking To People
5:32
Indaba yokuzalelwa komalume
10:59
Просмотров 21 тыс.