Тёмный

KUSWELAKALE OZOGADLA EMHLANGANWENI WOMPHAKATH 

Nhlaka Production
Подписаться 92 тыс.
Просмотров 44 тыс.
50% 1

Развлечения

Опубликовано:

 

19 ноя 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 81   
@sinikoagwija8625
@sinikoagwija8625 Год назад
Ngiwuthisha mina ngokokufunda🤣🤣🤣🤣
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 Год назад
Cha madoda maniwadinga amahlombe ezinsizwa anokhuluma. ZULU ngangezinkobe zigcwele isiqabetho. Ngithanda lensizwa iyibeka njengoba injalo indaba.
@mdubuthelezi7604
@mdubuthelezi7604 Год назад
Esawushiyelwa wo Babo Mkhulu 🎊🎉💕💕💕💕
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Hambani makhehla vele nizenebhadi futhi anaziwa.
@siphesihlendlovu6692
@siphesihlendlovu6692 Год назад
Boyabenyathi usthathusbeke ngampela
@xhobelaxhobela5149
@xhobelaxhobela5149 Год назад
Kafuphi nje izinduna zingabaqhathi beMpi kulendawo. Amakhosi neziNduna zamaKhosi ngazi ukuthi konke ezikwenzayo zenzela umphakathi ziphinde zivikele umphakatha kanye nendawo eyakhele abantu beNkosi. Inkosi iyiNkosi ngabantu,induna iyiNduna ngabantu. Umbhedo lento eyenziwa izinduna,labantu abokufika ababuyele la bevelakhona. Inkece iyaqhatha ncono zibuyele eMandulo kuhambe abamhlophe,amabhunu,amashangane ngoba silwa sodwa singabantu base South Africa. Inkosi nezinduna ababeneqiniso emphakathini indawo eyomphakathi chaaaa amashangane angifuni nokuyizwa abahambeeeee beye kwelakubo mduka ndini basuswa yini ezweni labo. Ngavele ngadineka Nxaaaaa.
@lindelani7807
@lindelani7807 Год назад
Ayiphelele levideo
@mthembenitokyo9780
@mthembenitokyo9780 Год назад
Mphakathi uqinisile lwanini bamfethu, inkosi ayenze ubulungiswa ukuze abantu beziyithemba futhi beyeseke kukho konke, ayingadayisi umhlaba special umphakathi akumelanga uswele indawo makukhona abayidingayo.up mphakathi up
@tkbheje8876
@tkbheje8876 Год назад
Le idinga ukusukunyelwa. Basihlukumezile emadolobheni labantu, mase bengena nasemakhaya komele nje ivalweke nje leyo.
@zakhelebuthelezi6510
@zakhelebuthelezi6510 Год назад
yingakho zibulawa izinduna namakhosi abanye babo abanalo iqiniso nje umphakathi ufuna izindawo zokwakha abavele nezinto ezisobalo zokwaba umhlaba.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 Год назад
Labanjwa iqili Lika thisha
@ngubanembomvu2962
@ngubanembomvu2962 Год назад
Inkonzo yokubuyisana bantu bakithi osephutheni alivume azehlise makudinga izinguquko mazenziwe ukuze kugcine inhlalo enhle
@zakithimlondo3592
@zakithimlondo3592 Год назад
Siyabonga Nhlaka Production.sengathi loludaba lungaxazululeka kungaze kubanjanwe ngezandla
@umbukisobtv
@umbukisobtv Год назад
Ave kudlalwa ngabantu, corruption yodwa😠😠😠
@vusidub8708
@vusidub8708 Год назад
INhlaka production ikuthatha ikubeke ayidlali
@mageshmbele6378
@mageshmbele6378 Год назад
Labantu badelela mphakathi kanje benza kubambisana kungabikho,benza kahle bengabacengi
@Angel-yz1hw
@Angel-yz1hw Год назад
Thina asinamizi ezweni lamShangane
@nomasontogumedegumede849
@nomasontogumedegumede849 Год назад
Ingakho amakhosi nezinduna zingasenasthunzi,zikhohlakele
@dbndlamini2825
@dbndlamini2825 Год назад
Amakhosi nezinduna kumele bazi ukuthi umhlaba I Ndawo okomphakathi kodwa hayi ukuthi okwenkosi or induna kodwa inkosi iba ilento ebizwa nge custodian ( umbhekeli we Ndawo )
@TheAgendaStories
@TheAgendaStories Год назад
Siyabonga bhuti ngokusithatha usibeke🤝🏽🔥
@qedezakhemkhwanazi8664
@qedezakhemkhwanazi8664 Год назад
Umphakathi yiwo ongalungisa lesisimo isigungu senkosi asinazo izimpendulo siyehluleka
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Inkosi inkosi ngabantu ngalokho banezwi emhlabeni woyisemkhulu
@syabongamntungwa6567
@syabongamntungwa6567 Год назад
AGCWEL UBUQILI LAMAKHEHLA..........AYANIDAKELWA.
@sihlezinenkosingidi203
@sihlezinenkosingidi203 Год назад
Yanzima lena.
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 Год назад
Engathi kusazobulawana Kufane nakudala
@qinisanidlamini1528
@qinisanidlamini1528 Год назад
lusazosha uhlamvu la kusazonyiwa
@samlubisi4048
@samlubisi4048 Год назад
ISHANGANE😳😳😳this guy
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Год назад
Sicela follow up bafwethu uma kufuneka izikhwepha nisitshele sikhethe amakhoba emabeleni amashangane amakwerekwere nize ningawavumi abaye le Limpompo nase Bushbuck ridge
@sifisosibiya5534
@sifisosibiya5534 Год назад
Lamashangane abulaleni mandoda ngoba kusasa azobulala nini ngiyabonga 🙏
@siphamandlasimelane298
@siphamandlasimelane298 Год назад
🤣
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Nithi eyezakhamizi indawo iyiphikanti uma niyinikabantu bokuhamba nithi bakhekuphi bona?Ngiyaniseka zakhamuzi baphethe izwe NgaManga bacabangela lezinkuxumba zezisu zabo.Sikani vele lezinduna cha Zisika njenoma ikuphi.Phendulani immbuzo
@msibiwagasa
@msibiwagasa Год назад
Love your content 👌🏿
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Benzekahle vele nidlalangabantu. Abantu bendawo anibaniki izindawo bendawo ninika abantu abangaziwa Yazi wensizwa sengathi nangakithi kungabanjalo. Safa amasela abathakathi besikelwa nibabizo R10 000 nisika namasimu obaba niwanikabantu bezizwe. Lezinduna lezi amakhosi cha izweleSilo cha abaliphethekahle izweleSilo. Hawu zinsizwa Sikani indawo nizalelwe kuyo indawo eyenu Nginani Mina bayabhibhidla labobaba baqhathizwe. Uyabheda lomkhulu ibhadilenu nami ngiyabona bayabhibhidla labobaba
@maureenphumlanhlengethwa1286
Phakamisa isandla bakukjombe ngobami ubuhomuhomu hloniphani Abantu abadala Musa I ukukhuluma kanyekanye
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Mazikhala wensizwa nibosilanda sonilekelela nathi sinenkinga efanayo vele sebefuna zikhale laba ababazi abantu.
@siyabongabuthelezi9565
@siyabongabuthelezi9565 Год назад
Sizolwa Nani bafowethu
@nomalungeloshelembe6871
@nomalungeloshelembe6871 Год назад
Makungaxhashazwa umhlaba wikhokho ngenxa yemali lento izoqhatha izwe kuzochitheka igazi
@lungishinga2847
@lungishinga2847 Год назад
Ngiyabonga mina sesikhathele yilezinduna ezingafuni nezindawo akekho umuntu onendawo emhlabeni okaNkulunkulu izinduna zibeka amashangane thina bendawo asibekwa
@dumsanivilakazi3938
@dumsanivilakazi3938 Год назад
Bhuti yekela ukucwasa abantu why uthi akukho iShangane this language must come to an end and respect each other
@siyabongambatha6667
@siyabongambatha6667 Год назад
Atihlawuliswe lenduna iwuxovile umphakathi akuxoshwe yona induna iyona evukela umphakathi
@mbulelomhlana3404
@mbulelomhlana3404 Год назад
Le yingxaki esijongene nayo kuzo Zonke indawo zethu. Mihle lemibuzo yabahlali. Ingxaki nje abamamelani banikane ithuba lokubuza inibuzo yabo
@khanyisanimanqele9896
@khanyisanimanqele9896 Год назад
cha wezinsizwa ilweni impela lempi, lezi zinduna namakhosi asebenzela izisu zawo ayilungile...umhlaba owomphakathi lenduna iyabheda
@syethembamlotshwa2429
@syethembamlotshwa2429 Год назад
Mina ngokwazi kwami ubekwa umnikazi wendawo bese nenduna iba khona masubekwa Kanye nomakhelwane
@melusizitha5960
@melusizitha5960 Год назад
Ngiyabonga kuNhlaka probation ngelinye ilanga ibofikakwelakithi
@mdunomie1395
@mdunomie1395 Год назад
Amandla...🤝
@jokizwane5284
@jokizwane5284 Год назад
Lamakhosi onakele Kabi adayisa indawo zethu esikhulele kuzo. Lentsha iqondile abasikele umahlobo nontombela badakiwe. Bazoqhatha abantu. Uma induna namakhosi zibeka abantu bohamba zizokhala
@mthobisindawonde7339
@mthobisindawonde7339 Год назад
Yonke indawo sibhekene nalenkinga
@xolanimilton1464
@xolanimilton1464 Год назад
Kahle kwenzenjani
@nombekomokgope8731
@nombekomokgope8731 Год назад
Asibonge mphakathi yiyo indlela ehle yokwenza nje ihle lenkulumo
@lwadledle316
@lwadledle316 Год назад
Ngivumelana nanibafwethu.ishangane aliye kubo.Akukho lapho ongaya khona emazweniangaphandle ongaphiwa khona indawo,ungeyena wakhina
@bonganimbixane9224
@bonganimbixane9224 Год назад
Ilizwe malinikwe intsha lamakhehla ayathengwa nawo alutheke, phansi namakhehla agweva emandleni, intsha nayo mayibekwe ibe yizinduna ezindaweni zasemakhaya hhayi lamakhehla angondlovu kayiphendulwa
@sbongisenindwandwe
@sbongisenindwandwe Год назад
UZwide uyimbimbi ay ekhaya sinesisoka lo angimazi
@menzuyazinduduzo3532
@menzuyazinduduzo3532 Год назад
Ngebhadi asikho isibongo eninento umuntu oba nento
@nkosinathimyaluza2184
@nkosinathimyaluza2184 Год назад
Anglutho kodwa ngyafisa ngabe kthiwa izinqumo zokbekwa kwabantu zithathwa ngendlela eqondile. Iqiniso lithi abantu bazosuka eyndaweni zabo ngezizathu ezahlukene. Kodwa uma konke kwenziwa ngendlela eqondile angboni kfanele kune nenkinga. Abantu abaholwe ngendlela.
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Wajabula bo lobaba ubanjelwe isambulela umnumzane womuzi wakhenaye ngoba nakhu efake ishirt elimhlophe nebuko ngoba induna. Lezi ezidlalangabantu
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 Год назад
Yikh ngayifun lento yokuthutha uba isihambi uufe😄😄hlalaphansi ngakin wakhe ubungani nabathakathi bangaki nje finish
@lesedimakhoba3807
@lesedimakhoba3807 Год назад
Awu lento isezinduneni kahle kahle ngoba nakithi ikhona lento and ksamele sisukumele
@mandlenkosishabalala8890
@mandlenkosishabalala8890 Год назад
Kusuke kuyishwa elikhulu uma kungekho ukuxhumana emphakathini.
@samukelomadide797
@samukelomadide797 Год назад
Abantu bakithi Njalo kudlaliwe ngabo😭😭😭
@MpiloZungu
@MpiloZungu Год назад
Aw ziyasixova izinduna kwelakithi madoda
@user-ti7bj8sl3b
@user-ti7bj8sl3b 9 месяцев назад
😂😂😂😂😂kanti inganekwane
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Ukhombabani?😂😂
@ziphozonkecooper8013
@ziphozonkecooper8013 Год назад
Nankonke amazulu angaphela
@mzobanzinxumalo2357
@mzobanzinxumalo2357 Год назад
Imbi kabi lento yenzeka yonke indawo kufanele umphakathi ube nentukutheli. Izinduna zifakwe amakhosi ngekhanda kudliwa imali, yingakho kuba nje
@siphamandlasimelane298
@siphamandlasimelane298 Год назад
Kulibhadi khonalokho😂
@PhiwayinkosiKhanyile
@PhiwayinkosiKhanyile Год назад
"ngu Thisha Mina ngokokufunda" 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@samukelomadide797
@samukelomadide797 Год назад
Dont mean to laugh ,😂😂😂😂😂🤔😂kodwa leyongokubhalwa kwamaminithi😂😂😂😂😂😂, ipeni alihambi kodwa nithi niyabhala😂😂😂.
@gugungubane6186
@gugungubane6186 Год назад
🤣🤣🤣
@sebenzilembokazi8156
@sebenzilembokazi8156 Год назад
Uthisha ngabe nguye lo obhalela izinduna ngokudayiswa ko.hlaba na?? Hayi cha kuyadlalwa ngathi ngomhlaba wabazali bethu ☹😠
@siphoselby3725
@siphoselby3725 Год назад
Lezinduna ziyakuholela lobudunyana bazo zidla nemalizamanxiwa Pho nithi abendawo bakhe kuphi bona wemadoda?HAYI Nina niqhatha abantu mani ngalobumence benu yeyi niyamenceza mani.Sikani zinsizwa ayabhedalamakhehla.Sikani nilindeni badayisa ngezindawo zobabamkhulu bazinika(oNkukhu zikhalenqoleni)nibe ningasikelwe ndawo Nina.Zisikeleni.Sikani mani nilindeni.
@laughteristhebestmedicine821
Babe wrong o sothondose ngo kufika without answers bekmele bafike nenkosi bese kuth abant mabebuza baphenduleke Sametime not kuza kothatha I mbuzo as if ama answer asazocatshangwa
@ManJay3220
@ManJay3220 Год назад
Ubhede uma esethi unguthisha ngokufunda🤣🤣🤣🤣
@samkelosiyanda8764
@samkelosiyanda8764 Год назад
🤣🤣🤣leli taima lalihlala melmoth kuqala
@ManJay3220
@ManJay3220 Год назад
@@samkelosiyanda8764 🤣🤣🤣🤣manje selizophusha ubuthisha endaweni yabanye abantu belicabanga ukuthi lizofika belele kanti lutho buka nje selizisakaze ngombombo etsheni
@samkelosiyanda8764
@samkelosiyanda8764 Год назад
@@ManJay3220 hahaha ey cishe bamugqilaza strong
@ManJay3220
@ManJay3220 Год назад
@@samkelosiyanda8764 usinde ngoba ubengekho 3sec🤣🤣🤣ngyethemba namanje usaphupha ehujwa amabhubesi
@mpilozuke5248
@mpilozuke5248 Год назад
Baze balanza iqiniso abantu abasha ziyadliwa indawo endaweni zethu
@siyabongabuthelezi9565
@siyabongabuthelezi9565 Год назад
Nhlaka bhuti wangibeka kwelakithi oNdini,cha yilwani impela bafowethu abokufika bayabusa lapha ethekwini nako goli manje lezinduna sezibafaka emakhaya
@jeconiashangase9177
@jeconiashangase9177 Год назад
Yayifaka inkomo ensimini induna futhi manje ngendlela umphakathi usucasuke kanjena ngeke usanqandeka.Izinduna ave zidlala ngomphakathi and imali ilimoshile izwe
Далее
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Ayingozi
12:00
Просмотров 135 тыс.
[RU] Winline EPIC Standoff 2 Major | LAN | Final Day
9:48:47
Косплей на ГОЛОВОЛОМКА 2!
15:20
Просмотров 617 тыс.
UNGIZWE MCHUNU UDLALE NGEZIZUMBULU EMCIMBHINI WENDISHI.
22:45
BATHI UTHWELE UNDUKENHLE DUMA KANYE NOMAMA WAKHE
15:23
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
Просмотров 119 тыс.
DR 3 SECOND EGQILAZA IZINTATHELI
16:35
Просмотров 18 тыс.
USAZIWAYO ECALENI LOKUZAMA UKUBULALA
23:37
Просмотров 46 тыс.
ISITHEMBU ESENDODA ESUTHAYO
18:03
Просмотров 8 тыс.
UDR MABALENGWE UXWAYISA OFAFABULANI
23:49
Просмотров 21 тыс.
Попалась за конфету 🍭🙃
0:20
Просмотров 4,8 млн
Walking can get boring 😎
0:25
Просмотров 26 млн
Эй Рамазан # DamirAgroDizel
0:16
Просмотров 6 млн