Тёмный

Maskandi Friday Live with: Mnikezwa & Gatsheni 

Gezani Media Productions
Подписаться 64 тыс.
Просмотров 60 тыс.
50% 1

#gezanimediaproductions #mnikezwa #gatsheni #maskandi #podcast

Развлечения

Опубликовано:

 

21 июл 2022

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 161   
@luckymchunu7252
@luckymchunu7252 Год назад
The best underrated maskandi, u Gatsheni uhlula ngisho laba abazitshela ukuthi banswempu. I king 👑 yama hit le 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥
@feliciambatha8158
@feliciambatha8158 Год назад
Yabonga Gatsheni mayecula ngivele ngihlengezele izinyembezi ngoba izwi lakho lingishaya ngaphakathi... sengathi unkulunkulu engamupha amandla akwazi ukuyaphambili nomcula wakhe... zombili nje izinsizwa ngicela inkosi ibamphe amandla. umnandi umculo wenu ... sengathi nabaphathi bomskandi bengani recognizer Kanye ne talent lenu muhle umsebenzi wenu futhi sizoqhubeka siwu support ♥️ ngothando 💜 keep up the good work 👏 God will open will open door for you guys.
@wandile_0333
@wandile_0333 Год назад
Akanamona umnikezwa 🔥🤝 sengathi umculo walendoda ungakhula uye kude Naye futh u gatsheni ❤️🔥
@mondlikwazikwakhe8238
@mondlikwazikwakhe8238 Год назад
King of backings mnikezwa
@bhekithembahlungwane4831
@bhekithembahlungwane4831 Год назад
Ay uya backer Mnikezwa ubuqili bayo💥💥💥💥
@nkosinathisibiya37
@nkosinathisibiya37 Год назад
Ngikubona konke kodwa ingoma akangene ngayo umfoka Ngubane 🔥🔥🔥
@siyabongasanele2559
@siyabongasanele2559 Год назад
Igagu lasophongolo Ay ngempela AMABHINCA ASEJIKILE🔥🔥🔥 UGatshe kahle kahle is international ✈️
@bongakhumalo6267
@bongakhumalo6267 Год назад
Yazi Gatsheni no mnikezwa bakhule kakhulu emqondweni kuno qhawe lami, imifaniswano ayiphele serious
@mlandorhosamy7524
@mlandorhosamy7524 Год назад
Aii Gatsheni unamandla mfowethu🤞🙌🙌🔥 bayoze bevume
@sandilemhlophe9788
@sandilemhlophe9788 Год назад
Sekufike enkulu Makufike ismakwana kade ngangifisa ukt lendoda ibesebalazweni ngoba inayo ingoma ai kancane
@siyabongamabaso8380
@siyabongamabaso8380 Год назад
Ngyabonga kuMbuso wamaciko ngoGatsheni noMnikezwa. Syawathanda amaciko akithi khuphukani Maqhawe🔥🔥🔥🔥🔥ucula ushuni wakho omnandi Gatsheni khula qhawe
@siyabongacebekhulu3649
@siyabongacebekhulu3649 Год назад
Ubuqili bentethe , syabonga Mnikezwa🙏... uGatsheni uza ne hit futhi nakule album ezayo, naloshuni walensizwa muhle fokofo.
@PeaboHadebe
@PeaboHadebe Год назад
Ngiyazivuma lezinsizwa zombili ngama Live Backings. Bahlangane ngathi basebenza ndawonye.
@bukamanzikhumalo7483
@bukamanzikhumalo7483 Год назад
Smakwana sikashafuza Mnikezwa uhloniphekile umsebenzi wakho Nkabi ukube kuyangeqiniso emculweni ngabebonke ozakwenu bazthobanjengawe Up up Kyozekubone lonke isolezwe 🌟🙏
@sbusisolukhele3739
@sbusisolukhele3739 Год назад
NPG stand up! Danko Boyabenyathi! 💯🔥❤️
@UdlalaKamnandi
@UdlalaKamnandi Год назад
They requested me after bebuya Lana...bayaphila labantu🔥
@musakeyz846
@musakeyz846 Год назад
Mna igagu ngilithand ukudlul bonk abaculo ( up ndoda yasophongol )❤❤🙏🏽😊
@mbutfo4
@mbutfo4 Год назад
Khuphukani zinsizwa engizithandela zona 💪💪❤️❤️❤️aw gatsheni 💪💪💥nawe Smakwana💪💪💥
@samkelocosmos4141
@samkelocosmos4141 Год назад
Yes
@thobilengubane6867
@thobilengubane6867 Год назад
Smakwana noGatsheni🔥🔥🔥🎸🎸🎸
@samkelomagubane2807
@samkelomagubane2807 Год назад
Go Gatsheni Go🕺🏾🕺🏾
@snethembakhuzwayo8070
@snethembakhuzwayo8070 Год назад
Mnikezwa yacul qhawe buqili bentethe ✌✌
@apostletgatyeni5262
@apostletgatyeni5262 Год назад
Go Gatsheni Go
@bhalegijima3377
@bhalegijima3377 Год назад
I 🙌 zendlul'khanda bafwt syabonga kakhulu Umaskandi ngiyawphila yingakho kuhlala kuyintokozo kimi ukulalela umculi kamskand noma imuphi #UMBUSO WAMACIKO#
@brucemukwena5464
@brucemukwena5464 Год назад
Khuphuka laphoo Gatsheni mfani wam awuuuuu sukaaaaa .....
@khangelanidhlamini2526
@khangelanidhlamini2526 Год назад
Bass Guitar 🎸🎸👌
@siyabongangwenya7349
@siyabongangwenya7349 Год назад
Hai uyawudlala u-bass guitar owuxebula lapho 🤞uhlekisa umuntu ecashile..ezakhe lezo ezintsha😂😂
@mehlelindlovu4706
@mehlelindlovu4706 Год назад
Kodwa uhleko luka Gatsheni cha angilwazi kelolu🤣🤣🤣😅🤣
@sbonisomthethwa5753
@sbonisomthethwa5753 Год назад
UGatsheni phansi opongolo ngiyabonga ngangivele ngishilo kuthi kushoda yena
@ntandopraisegod6945
@ntandopraisegod6945 Год назад
Go gatsheni go
@sandilejele188
@sandilejele188 Год назад
Go
@mduduzishange9623
@mduduzishange9623 Год назад
UMnikezwa uvusa iBhova engomeni athi ngeyokuqala! Khuphuka Smakwana sikaShavuza!
@mlungisizondi1076
@mlungisizondi1076 Год назад
Up Mnikezwa up
@sivuyilemdlavu3517
@sivuyilemdlavu3517 Год назад
Up lapho maqhawe❤️❤️🔥🔥🔥
@BHMbhele
@BHMbhele 2 месяца назад
Mmmmmmmmm Mnikezwaaa wangkhumbuzaaa Mjiks ngabe libheke leeee muva ikepiss manje sukaaaa
@sihlekweyama8820
@sihlekweyama8820 Год назад
BASS GUITAR🎸🎸🔥🔥
@mduduzishange9623
@mduduzishange9623 Год назад
Wena Gatsheni hamba emeNdweni uyogana! Umuhle kakhulu lapho Mpongo kaZingelwayo! Uphinde futhi ube nguMalume wabo laboMaskandi!
@BHMbhele
@BHMbhele 2 месяца назад
❤Mnikezwaaa ai mfw2 kulungile
@NkosikhonaInnocent-ox1fr
@NkosikhonaInnocent-ox1fr 8 месяцев назад
Bambisana kamnandi yezwa yoooh
@thulaniwilliamzwane6201
@thulaniwilliamzwane6201 Год назад
Up Mnikezwa... ❤️🔥
@asandawotata5042
@asandawotata5042 10 месяцев назад
Lamadoda ayavana ❤
@srngubaneopsmanager2238
@srngubaneopsmanager2238 Год назад
Mnikezwa unawo amahit Kaz yin le ebambile...kodwa manidlala ulive kzomele nithole abazonishayela isginci kbukeka siniphazamisa Uma nicula nibe nidlala sona..kodwa ikhono likhona futhi niyabadlula abanye boqhawe lami
@user-uh5ty8gv2n
@user-uh5ty8gv2n 6 месяцев назад
Salute lapho Gatsheni nawe mfoka Ngubane❤
@siyandasibiya2492
@siyandasibiya2492 Год назад
Bengihlezi ngizitshela ukt ivoice kaGatsheni yenziwe estudio, khuphuka lpo gatsheni
@ngamlalova3325
@ngamlalova3325 Год назад
Wena sisi ngoba uyintatheli, yin ongayenza ukfaka umkhaya wakho uMnikezwa kubantu???? Ngiyakhala ngalendoda 💔
@luckysithole4427
@luckysithole4427 Год назад
Gatsheni up
@malusikhumalo9400
@malusikhumalo9400 Год назад
Omakoti bonke bafikelwe Ey ngavele ngalkhumbula iChalaha madoda 🕺
@danvilakati351
@danvilakati351 Год назад
Up Gatsheni asiphelelanga, emendweni up
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 Год назад
Mnikezwa kodwa bafwethu hhawu kodwa kulungile
@ngamlalova3325
@ngamlalova3325 Год назад
Ey kulungile mfwethu
@mafikasithebe254
@mafikasithebe254 Год назад
Ukuzithoba akubuzwa kinina nobabili up zinsizwa
@hloniphanimlotshwa9964
@hloniphanimlotshwa9964 Год назад
Lomuntu kaBass guitar uyawudlala suuuuka, kmele abaculi abaningi bemsebenzise kuLive
@apostletgatyeni5262
@apostletgatyeni5262 Год назад
Gatsheni ❤
@InnocentDavid-um3vl
@InnocentDavid-um3vl Год назад
Go Gatsheni Malume womaskand nawe Bhut u Mnikezwa
@snqobileskholiwe5343
@snqobileskholiwe5343 Год назад
Mfoka katsheni🤣🤣 kodwa uyinkunzj ngyakvuma....bengingayaz ke lenye insizwa kodwa cha ikhona engomeni
@nkosizubenathi7374
@nkosizubenathi7374 Год назад
Aibo kanti uphila kuliphi izwe ungazi umnikezwa noma usaqhuba loyo shuni wala maqhawe enu
@zulungubane4618
@zulungubane4618 Год назад
Khuphuka mnikezwa Ngubane
@sanelembotho2492
@sanelembotho2492 Год назад
Inkunzi uGatseni yooh
@sibusisodladla5806
@sibusisodladla5806 Год назад
Kidibene amagagu angempela namhlanje. Ibambeni lapho nje maqhawe ami
@sandilejele188
@sandilejele188 Год назад
Khuphuka smakwana niyangibusisa bafwethu 💥
@mthobisimfanazakhe8365
@mthobisimfanazakhe8365 Год назад
Inkosi yamabackings iyabacker noma kudlalwa ushuni okungasiwo owayo up smakwana
@sifisomrcoolmkhwanazi
@sifisomrcoolmkhwanazi Год назад
Ave zizithobile lezinsizwa madoda
@zwakele303ndiyane8
@zwakele303ndiyane8 Год назад
Inkosi yama backings Mnikezwa
@siphesihleisaac7438
@siphesihleisaac7438 Год назад
UYAKHUPHUKA U-BASS GUITAR MANI HHAYI SUKA 🎸🔊🔊🔊🔊
@gadlamaxhosa6280
@gadlamaxhosa6280 Год назад
Gatsheni Mkhaya khuphuka Lapho ne Smakwana
@apostletgatyeni5262
@apostletgatyeni5262 Год назад
Gatsheni 🔥🔥🔥🔥
@youbrasheed
@youbrasheed 8 месяцев назад
Bass guitar 🎸
@zakhelenhleko2695
@zakhelenhleko2695 Год назад
Ngyakuzwa Gatsheni
@malibongwegumede3943
@malibongwegumede3943 Год назад
Gatsheni 👌
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
Up up kunjalo kunjalo ngobakunjalonje up bafana bamiiii
@sifisonhlayiso4632
@sifisonhlayiso4632 Год назад
I sound setting ayihlelwanga kahle isginci, bass guitar ne keyboard akuhlangani. Engukathandayo amaphimbo abo kuseyiwona azwakala ezingomeni zabo eziqhoshiwe.
@siyabongamabaso8380
@siyabongamabaso8380 Год назад
Siyethemba noMroza fakude uyoze afike
@thabanggoodman6278
@thabanggoodman6278 Год назад
Ngigcwele lensizwa yaka Ndlovu, inama hit too much
@thembelanimkhize7920
@thembelanimkhize7920 Год назад
Ai uGatsheni❤
@LuccyMasuku-nc2mk
@LuccyMasuku-nc2mk 4 месяца назад
Keep it up go Gatsheni
@cottonwoodsguards6808
@cottonwoodsguards6808 Год назад
Inhle into abayenzayo lamajita besesidinwa yilokhu kushintshwana kwesginci esisodwa nointerviwer ngokubenqumanquma abaculi bezenzela intoyabo, nibobatshela babuye neyiginci zabo once ayiii.....bavumelana kahle bona bigup majita
@thembangwenya4744
@thembangwenya4744 Год назад
Zikhal'enyameni 🔥🔥🔥
@senzondlovu6993
@senzondlovu6993 Год назад
Up Mpongo up, khuphuka weNgcukuman
@njabulomjey9104
@njabulomjey9104 Год назад
Wangena kamnandi uMnikezwa lana
@sbukosamasoka3842
@sbukosamasoka3842 Год назад
👏👏👏
@sizwengwane8182
@sizwengwane8182 Год назад
U Mnikezwa uyayizwa lento ayenzayo iphila ngaphakathi kuyena Up Smakwana Sika Shafuza ❤️😊🔥🔥🔥🔥🔥
@khayelihlekhayelihle9716
@khayelihlekhayelihle9716 Год назад
Aw kodwa ismakwana...eish bafwethu akunani kodwa
@akhonangcobo803
@akhonangcobo803 7 месяцев назад
Inhlonipho kulezinsizwa iphezulu sibonge
@sakhinkosinathi7311
@sakhinkosinathi7311 Год назад
Up Gatsheni 👆
@sphamandlamkhize2766
@sphamandlamkhize2766 Год назад
Up Gatsheni
@sabelomngoma6659
@sabelomngoma6659 Год назад
ngyamuzw umnikezw mesho ukut ukut induna zibheka abant bazo
@BHMbhele
@BHMbhele 2 месяца назад
❤ both ❤
@NOKWAZIZulu-hd1lm
@NOKWAZIZulu-hd1lm 21 день назад
WAAAAA wangena Mnikezwa mft❤❤❤❤❤
@sandilejele188
@sandilejele188 Год назад
Gatsheni 💖
@noxolohlelolwethu1847
@noxolohlelolwethu1847 Год назад
Ismakwan skaShafuza
@ayandaayo7105
@ayandaayo7105 Год назад
Syabonga Sisacela u phiwa manqele no sphesihle zulu
@owenshelembe6708
@owenshelembe6708 Год назад
Akaculi nje u Sphesihle Zulu why ungaceli U Bonakele
@siwapiwestyebicobongela1430
Akaculi wenzani kweziNgoma zokhuzani noKing polite
@user-yf8gt9it7m
@user-yf8gt9it7m 11 месяцев назад
Kodwa lengoma Gatsheni NGANGINEMALI💯💥🤝
@minenhlemsizi4194
@minenhlemsizi4194 5 месяцев назад
Bass Guitar 🎸🎶🔥
@gadlamaxhosa6280
@gadlamaxhosa6280 Год назад
Up Maqhawe
@nobuhlexulu9807
@nobuhlexulu9807 Год назад
❤❤
@SPHESIHLENSELE3
@SPHESIHLENSELE3 8 месяцев назад
Ngath ziyashake kodw ku Gatshen
@zolambhele9056
@zolambhele9056 Год назад
Go gatshen go
@andilecheetah2194
@andilecheetah2194 Год назад
Igagu lasoPhongolo🔥🔥🔥
@blaqmoortv8986
@blaqmoortv8986 Год назад
❤️❤️❤️💯
@yamkelakwenzokuhle2062
@yamkelakwenzokuhle2062 Год назад
Aykhale
@qumbamaqumbana3341
@qumbamaqumbana3341 Год назад
Ey indaba yokudlala isiginci nokucula sametime akuyona eyezingane inzima lento 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@sammotokadhlamini4035
@sammotokadhlamini4035 Год назад
Nikahle madoda 🤞👌
@nduduzojabulane7985
@nduduzojabulane7985 Год назад
Khuphuka Gatsheni
@buhlekwanele7043
@buhlekwanele7043 Год назад
Kodwa ngiyakhala ku Khozi ngokubulalabl abaculi
Далее
uGatsheni igagu lasoPhongolo eMabhid
10:26
Просмотров 148 тыс.
Самое Романтичное Видео ❤️
00:16
小天使和小丑离家出走#short #angel #clown
00:36
Zlatan embarrasses Speed 😂 #ishowspeed
00:32
Просмотров 4,6 млн
Maskandi Friday Live with: Mroza & Dulasi Magubane
2:02:05
Ifolo lika Maskand “Emvalelweni kusha ingoma”
20:19
Maskandi Friday Live with: Mashelela & Skhenqe
2:19:17
Просмотров 12 тыс.
Поймал редкий кадр🤨
0:22
Просмотров 1,6 млн