Тёмный

Maskandi Talk Show Podcast EP40 | uMayogurth, Angisabi lutho ngekhono lami, Izintombi ziyangithanda 

Maskandi Talk Show Podcast
Подписаться 3,9 тыс.
Просмотров 12 тыс.
50% 1

#jozifm #alexfm #ukhozifm #maskandi #maskandinews #sigiyangengoma #satma #sama_awards
Lapha sihleli noMayogurth insizwa yangapha eMzimkhulu engavumelanga ukuba ukuphila ngaphansi kwesimo sokukhubazeka kuvalele ikhono lakhe ekushayeni ingoma kaMaskandi. Lensizwa izethembaa kakhulu futhi iyacela nakubahleli bemcimbi ukuthi beyikhumbule nayo izojabulisa abantu.
Uma ufisa ukuzwa umculo wayo ungawuthola kuleLink: • Uthwala Bomfana
UngayiBooker nawe Interview mawuyidinga lana KuMaskandi Talk Showw Podcast ku-0710739918 via Whatsapp.
• Album - Utshwala Bomfana

Опубликовано:

 

6 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 77   
@AyandaThamsanqaNgcobo
@AyandaThamsanqaNgcobo 2 месяца назад
yaz lombhemu akekho nhlobo kulento abantu abambona Epona and akanandaba crc nendaba zobufishane unormal nje dankoo🤝
@khethukuthulangobese9079
@khethukuthulangobese9079 2 месяца назад
up umaYoghurt ngikufisela okuhle emculweni bekusize nabanye abaculi
@mabuyephethe
@mabuyephethe 2 месяца назад
Aw madoda ukudla kwabantwana❤️❤️❤️☺️
@injebomvu
@injebomvu 2 месяца назад
Uhlupha ngokucula ngebhesi 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@khanyipetro1859
@khanyipetro1859 2 месяца назад
😂😂😂😂
@NtombikhonaZwide
@NtombikhonaZwide Месяц назад
Noma engabhimba uyogcina esekwazi ukucula mntanami khula ndodana Yami ngikufisela impumelelo🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@ChillibiteBite-o9o
@ChillibiteBite-o9o Год назад
Up ngeqhawe... bafwethu bengicela niyeseke lentsizwa niyibize futhi emicimbini yenu Kant iziphilisa ngawo umculo lona....Akukho okunye akwenzay"okuseceleni
@maskanditalkshowpodcast6980
Asethembe abahleli bemcimbi bazoyikhumbula lensizwa
@mimienuba9789
@mimienuba9789 25 дней назад
very matured for his age, unembeko kuyasho ukuthi ukhulele emzimkhulu, nekhayalakho okhulelekulo silibona la kuwe Bliss ukhuliswe kahle
@Eyzin.MtaneG
@Eyzin.MtaneG Год назад
Ngayithanda isazibongela le nsizwa sukah 😅❤❤
@maskanditalkshowpodcast6980
Iyakhuphuka impela
@vee.za1
@vee.za1 2 месяца назад
Siyabonga mf2 ngokusilethela uBliss siyamthand
@makhosonkencube1054
@makhosonkencube1054 Год назад
Khuphuka lapho mayogiyogi ngiyakuzwa mina
@maskanditalkshowpodcast6980
Izinto ezimnandi madoda!!!
@maskanditalkshowpodcast6980
Siyabonga kakhulu kwaba kwazile ukubukela lesiqephu, ningadinwa nangelinye ilanga nibukele ezinye.
@sinenhlanhlamhlanga
@sinenhlanhlamhlanga 11 месяцев назад
Kodwa anomtshela lo mayoghurt akakwazi ukucula uyakhulum nje yikuth anifuni ukumtshela iqiniso ngob nibona ukuthi uzophoxeka
@jackiephilasandemgegeba
@jackiephilasandemgegeba 2 месяца назад
Ku​@@sinenhlanhlamhlangakusho ukuthi ingoba ungasboni wena isimo salomuntu ukuthi ukanjani ngoba phela bayamjabulisa nxxx
@ericnqobilengwenya9460
@ericnqobilengwenya9460 Месяц назад
Njengoba engafindile senemali akabuyele eskolo noma i night school for the future 😊😊
@AyandaThamsanqaNgcobo
@AyandaThamsanqaNgcobo 2 месяца назад
yabona into enginothise la ibliss ayikho nhlobo lento yokuth ihlukile kwabanye abantu bathi bayifaka lapho.yona izibona inormal ngyabonga 🤝
@MihlaliMadikizela-s4q
@MihlaliMadikizela-s4q Месяц назад
Ey zofika lapho ikhona lentsizwa, ngiyafisa ukuyibona iperformer
@mfundoncwane9524
@mfundoncwane9524 Месяц назад
Inkosi yomaskandi ibliss🎉🎉🎉
@mimienuba9789
@mimienuba9789 25 дней назад
nawe Mzimkhulu awumncanyananga up Mkhaya wam
@bonganibongs-ge1tr
@bonganibongs-ge1tr Год назад
King Mayoghurt
@maskanditalkshowpodcast6980
Izinto ezimnandi madoda!!
@ProfessorDlamini-p2i
@ProfessorDlamini-p2i 14 дней назад
Khuphuka ✊🏽✊🏽✊🏽NMZ 👏🏽👏🏽👏🏽owakithi wena🤗❤️
@jauzavakele2978
@jauzavakele2978 Год назад
Inkunz'umayoghurt 🤝🤝
@maskanditalkshowpodcast6980
suuuuuuuukaaaaa!!!
@Mshazii
@Mshazii Год назад
UMasebenza eyidla abanye beygodusa. Sukaa!!! Ngiykhonzile lensizwa. Knezngoma zakhe engizthandayo ezit, utshwala bomfana, intombi ethanda abafana, amankankane.
@maskanditalkshowpodcast6980
Ingqwele yethu uMayogathi
@StanleyStudios-jd1yd
@StanleyStudios-jd1yd Месяц назад
Up up
@boniswamagaqa464
@boniswamagaqa464 2 месяца назад
Kwesta kamaskandi
@dumisanimxolisi3302
@dumisanimxolisi3302 Месяц назад
ithanda ingoma yase Mandaba I YoGurt✊🏿🎶
@bonginkosikhumalo1882
@bonginkosikhumalo1882 2 месяца назад
Mantshinge muhlumsebenzi lungisa i sound lincedeni bafwethu i Yogurt
@siphosenkosimichaelmtolo5522
@siphosenkosimichaelmtolo5522 2 месяца назад
Yogisip Bliss ✊✊✊✊✊
@MongameliTv
@MongameliTv Месяц назад
Up lapho Qhawe, Mkhaya❤
@mabuyephethe
@mabuyephethe 2 месяца назад
Le video indala kanje mina bengingayiboni
@umshisoproandmedia2628
@umshisoproandmedia2628 Год назад
Siyilindile bafowethu🙏
@lindelanisbonelo5091
@lindelanisbonelo5091 2 месяца назад
Khuphuka lapho Ngiyakuzwa
@mbhuda2208
@mbhuda2208 2 месяца назад
Insizwa le
@RobertKhumalo-o7s
@RobertKhumalo-o7s Месяц назад
Khuphuka lapho bhungu lami
@mhloniphenindwandwa
@mhloniphenindwandwa Год назад
Qhawe lami 💪💪💪
@maskanditalkshowpodcast6980
Izinto ezimnandi
@sinenhlanhlamhlanga
@sinenhlanhlamhlanga 11 месяцев назад
Waze wagagamela bo Khuzani pho😀😀😀
@Ma23595
@Ma23595 2 месяца назад
Bliss kazwelonke ❤❤❤❤
@SabeloMngomw
@SabeloMngomw Месяц назад
Ashilaaaàa
@minenhle-makhoba
@minenhle-makhoba 2 месяца назад
😢Kwangathi uyambhuqa nje usbali 😳🤔😭😭😂😂
@phakamilemaphumulo9678
@phakamilemaphumulo9678 2 месяца назад
Yogissip🎉
@mncedism1
@mncedism1 Год назад
Mkhaya wami
@maskanditalkshowpodcast6980
Asibonge
@MyoleliDidi
@MyoleliDidi Год назад
Ngyazintshontsha lezi ze R1000 😂😂
@maskanditalkshowpodcast6980
😀😀😀😀uzoxabana nawe umnikazi wazo
@SabeloMngomw
@SabeloMngomw Месяц назад
Uqhubek njalo bhuti
@PhumlaniMsimanga
@PhumlaniMsimanga Месяц назад
Yaz impela
@pastors.nshange7660
@pastors.nshange7660 2 месяца назад
Angizwanga kodwa ukuthi eyakwabani lensizwa
@bonga8340
@bonga8340 2 месяца назад
Eyakwa Jali mfethu
@pastors.nshange7660
@pastors.nshange7660 2 месяца назад
@@bonga8340 Ngiyabonga kakhulu mfwethu
@ntuthukogwala5832
@ntuthukogwala5832 2 месяца назад
Bescela imnyaka yalensizwa yakwa bhaca we Mtshali
@siphamandlasimelane298
@siphamandlasimelane298 2 месяца назад
Manje isikhuphuke kakhulu ke
@ColeniusMtshali
@ColeniusMtshali 2 месяца назад
Nihlupha ngokubhuqana ucula kabi lomfana ukuthi nje izingoma zakhe ziyahlekisa
@jackiephilasandemgegeba
@jackiephilasandemgegeba 2 месяца назад
Awu madoda ngoba ukhubazekile nje lomuntu yini kanti
@mbuyiselwambele4422
@mbuyiselwambele4422 Год назад
Sibonge kakhulu
@maskanditalkshowpodcast6980
Kubonga thina
@lwandilelanga4928
@lwandilelanga4928 2 месяца назад
Intsizwa le🤝🤘
@khumbulanidelani9856
@khumbulanidelani9856 2 месяца назад
🎉
@ntsindisosondzaba8859
@ntsindisosondzaba8859 2 месяца назад
Inkosi yase Nmz
@ericntuli483
@ericntuli483 2 месяца назад
Uyasebenza ndoda
@sinenhlanhlamhlanga
@sinenhlanhlamhlanga 11 месяцев назад
Akaculi lona uyakhuluma nje
@wandilenhlabathi9975
@wandilenhlabathi9975 Год назад
😂😂😂kodwa Moyogathi
@sisosportswear7358
@sisosportswear7358 2 месяца назад
Up lapho
@spanelaspakx1550
@spanelaspakx1550 2 месяца назад
Uyabhimba madanono😅ungazenzi ingozi
@njabuloximba5769
@njabuloximba5769 2 месяца назад
😂😂😂😂
@khanyipetro1859
@khanyipetro1859 2 месяца назад
uMaskandi unebhadi Aaaaii !!
@Sbonisomadonda-y9g
@Sbonisomadonda-y9g 2 месяца назад
Child abuse
@Lungelo_mwelaseh02
@Lungelo_mwelaseh02 15 дней назад
Ibliss yesizwe
@XolaniNgobese-ks5ki
@XolaniNgobese-ks5ki 3 месяца назад
Ngiyakuzwa qhawe Lama qhawe
@AyandaThamsanqaNgcobo
@AyandaThamsanqaNgcobo 2 месяца назад
yaz lombhemu akekho nhlobo kulento abantu abambona Epona and akanandaba crc nendaba zobufishane unormal nje dankoo🤝
Далее
Harley Quinn is amazing.  #cosplay #joker#Harriet Quinn
00:11
🍎 Apple Pie Cinnamon Roll Donut #Shorts
00:21
Просмотров 2,3 млн
Mayoghurt kwi Mpucuzeko ejabulisa abalandeli
19:05
Просмотров 23 тыс.
ingonyama yehlathi
30:35
Просмотров 198