kunini ngiyifuna le album. yah neh wayengibusisa lobhuti. zofa izinsizwa kosala izibongo. khona esezothi uma ngingaythola eyodwa vo ngimlobolele ngimthathumntanam.
yazi lo muntu angikhumbuza umuhle ne mqumeni hai indliziyo yami ya ba ubuhlungu.yazi kube kungaba ncolo if ngabe ne voice lee.hai imiphuphe le siyibonang