Yabona le kwakuyinsizwa futhi nje i will always remember and miss him so much. Umculo wakhe ungenza ngizizwe ngiyinsizwa, kwesinye isikhathi kufike usizi, ngizwe sengiduduzeka futhi, phinde ungihlekise ngijabule. Lala ngokuphumula qhawe lakithi.
I was sitting with a guy from the USA and he asked me "So what music would you say describes where you come from?" Haha Before I even played this sing, I leaned closer and I said to him in isiZulu "Mngane wami, ngivela endaweni lapho utshani bukhula khona futhi buhlaza. Ulwandle luhlaza okwesibhakabhaka futhi lubhonga ngamandla alo, futhi yonke inhliziyo ishaya ngokuzwakalayo ngoMaskandi. Ngivela e-KZN, uhlala ezandleni zokuphila zikaMama wakhe eNingizimu Afrika" I translated what I said to him and played some of our local Maskandi greats. He says he still remembers me to this day because he never heard someone speak so proudly of where they are from, and with such love. My friends, that is who we are.