Тёмный

MTHWALO'SOBHOKWENI-SHWI NOMTEKHALA,UMGQUMENI,UKUXABANA KWEQEMBU ETC... 

PERFECT TV SA
Подписаться 26 тыс.
Просмотров 13 тыс.
50% 1

Join this channel to get access to perks:
/ @perfecttvsa7051
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA

Развлечения

Опубликовано:

 

21 фев 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 99   
@busisanisphamandla
@busisanisphamandla 5 месяцев назад
Ubaba umthwala ayii ingunguluzane ulimo lwakhe luqaqekil alunay inkweth uvuthiwe salute🤝
@thobekani60
@thobekani60 5 месяцев назад
Bescela uslandela umtekhala kesizwe isayidi lakhe🤔
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 5 месяцев назад
Uyabon umeseth fanel ufund ukwamukel ukuth mawuhluliw ukuvum lokh ayi ngyabong
@siyabongaduma6891
@siyabongaduma6891 5 месяцев назад
Umthethwa khe umuntu Uma ubukade usebenza naye akabesa kusho okuhle obukwenza ubala okubi kodwa encolisa igama lakho lasho ibhova
@kwazingubane4796
@kwazingubane4796 5 месяцев назад
UMtekhala usebukeka as umuntu obenganaqhaza kanti thina sazi yena
@welcomenkosinathidube7805
@welcomenkosinathidube7805 5 месяцев назад
Besicela ukuzwa i side likamntekhala
@sthembisonyembe2265
@sthembisonyembe2265 2 месяца назад
Yaze yathobeka lendoda ngithanda isizotha sakhe❤
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 5 месяцев назад
Kazi pho why kungazange kthiwe iqembu uShwi noMthwalusobhokweni ngoba phela uBab'Mtekhala shuth ayikhintayeyenza eqenjini🤔🤔 Ay cha madoda!
@Ushuniwokiss
@Ushuniwokiss 5 месяцев назад
Siyabonga 🙌
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Bafo👊
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 5 месяцев назад
Mzooh ka 2k
@MEHLOTHANDO7028
@MEHLOTHANDO7028 5 месяцев назад
Lobaba uvuthiwe kakhulu salute Mthwalo
@BonisoInnocent-sx1or
@BonisoInnocent-sx1or 5 месяцев назад
Kodwa iqiniso ngathi alikho kulobaba sekuwuye noShwi kuphela uMntekhala akabalwa ndawo. Kushuthi wayeshutha nje kuphela akangadli amandla omuntu ephila
@mduduzingwane4352
@mduduzingwane4352 5 месяцев назад
Kodwa ukhulumela kuy Album abuzwe ngayo n uyasho ukuth muhle ekulungiswen
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Месяц назад
Uvuthwe impela futhi namanga unawo ngathi bawapheka ndawonye no Shwi
@banzie
@banzie 4 месяца назад
uBaba uMthwalo uhlakaniphile yey🙌🙌
@user-pk5bz8oi4f
@user-pk5bz8oi4f 5 месяцев назад
Wendoda uboke usilandele uKhaya Mseleku uMnatali hleze siyokwazi lukhulu ngo Muhle Khuzwayo Khuzwayo
@BongumusatotoMaphumulo
@BongumusatotoMaphumulo 2 месяца назад
Igcokama lolimu ubaba umthwalo sobhokweni 🙏
@injebomvu
@injebomvu 2 месяца назад
Nice interview ❤
@nathizwane
@nathizwane 5 месяцев назад
Mfoka manqele besicela usitholele uMasiza owayesebenza noSandile Mbongwa 'ovezuthando'
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Noted Bhuti 👊
@MahluleliKubheka
@MahluleliKubheka 2 месяца назад
Ya wangakha ke udludla klenkulumo ethi lalela ngoba ufuna ukuzwa hhayi ngoba ujahhe ukuphendula
@lunga_sibiya1744
@lunga_sibiya1744 5 месяцев назад
Syabonga kakhulu mfoka Manqele muhle umsebenzi
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 5 месяцев назад
Waz mkhay man
@bonginkosibuthelezi1817
@bonginkosibuthelezi1817 5 месяцев назад
Icompetition ayimfuni umuntu othi uma egxekwa athukthele ukube ubezoyizwa lenkulumo uKhuzani
@NkosikhonaBiyela
@NkosikhonaBiyela 5 месяцев назад
Akwesilinde sibone mhlampe izofika lenkulumo nakuye
@bonginkosibuthelezi1817
@bonginkosibuthelezi1817 5 месяцев назад
Ngifisa kanjalo
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 5 месяцев назад
Sengenaphi uKhuzani manje yavelelwa lengani yoh
@bonginkosibuthelezi1817
@bonginkosibuthelezi1817 5 месяцев назад
@@zithuleledlamini8136 ungena ekubhaleni kwami ndoda yamadoda
@nduduzomhlongo4677
@nduduzomhlongo4677 5 месяцев назад
Yinhle inkulumo yalobaba umoya wakhe uthobekile
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 5 месяцев назад
Kukhona engikufundile kulepodcast🙌🙌🙏
@nkosithethelelefezubuhle4706
@nkosithethelelefezubuhle4706 4 месяца назад
Wisdom ❤
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
Nkosi yami baba, nginike amandla mina nginqobe kulezitha zami baba. Imnandi leyongona.
@NkanyisoDlomo
@NkanyisoDlomo 5 месяцев назад
Siyacela usitholele uMtekhala ke manje sike sizwe ngakolwakhe uhlangothi manje
@sifisosithole9631
@sifisosithole9631 2 месяца назад
Wake wayikhuluma lento umntekhala futhi akazange anaphuze Gama lamuntu .Umuntu akakhala ngaye uManyathi
@user-fj7ms4zk8l
@user-fj7ms4zk8l 5 месяцев назад
Ezingasoze zabuna
@user-uc7zi7ks2x
@user-uc7zi7ks2x 5 месяцев назад
Ngcela bafo uke ulande uPhathaphatha Ngcobo ngyakcela
@sabelomkhwanazi1837
@sabelomkhwanazi1837 5 месяцев назад
Sicela umtekhala naye.
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 5 месяцев назад
Hawuu ngagcina nini layikhaya🔥🔥🙌
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Awusaziwa bafo🤣
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 5 месяцев назад
@@perfecttvsa7051 kuya le nale🤭kodwa ke sisaphila. Sizokheshapha🤝
@Qonqela
@Qonqela 5 месяцев назад
❤❤ Yaze YaClean I Interview inesisoka konke kuphelele nje #izinkakhazomculo
@mduduzingwane4352
@mduduzingwane4352 5 месяцев назад
Nenhloniphp mf2
@dumisanidumisani3274
@dumisanidumisani3274 2 месяца назад
Nawoke amaqiniso esiwafunayo😄
@russelmanqele5637
@russelmanqele5637 5 месяцев назад
Nice interview Duyaza
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Ngyabonga mfowami Duyaza👊
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
Inqolobane umfokaDludla. Uzazi zonke ingoma zabo neminyaka yazo.
@MaLegend603
@MaLegend603 5 месяцев назад
Manqele bafo sicela usilandele ubaba uMtekhala
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Nakanjani Legend uyeza
@mzamongubane5203
@mzamongubane5203 2 месяца назад
Ngyakuzwa mina Cebisa konke okubekile
@sphamandlasphamandla8359
@sphamandlasphamandla8359 5 месяцев назад
Mxm
@user-bp9qj3is2h
@user-bp9qj3is2h 5 месяцев назад
Haykhona soze ayikho le into ngoba xa ebuzwa ba uMtekhala yena wayekuphi uthi wayesemakhaya🤔 kengoku ingoma zala ulbam ka 2004 zezakho no Shwi😁😁😁haykhona ungazodlala ngathi bhuti🤭
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
Uyahlabelela loyamuntu okuthiwa uShwi angikhathali. Womlalela kuleyangoma ethi "uyobe unenhlanhla" "Wangikhulisa umama" Ziningi zona.
@mduduzingwane4352
@mduduzingwane4352 5 месяцев назад
Uhlabelela strong uKhehlalenyon mf2 and clean voice
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
@@mduduzingwane4352 , ukhiye loyamuntu.
@mbulisimbusomninzi4371
@mbulisimbusomninzi4371 14 дней назад
I njalo mfowami
@lungelomnguni2870
@lungelomnguni2870 5 месяцев назад
Igaklaza song lase libua njengomculi manje
@sifundocesc741
@sifundocesc741 5 месяцев назад
Uma ningasikhiphela iqembu uShwi Nomtekhala futhi mhlampe 2 yama CD ngingadela
@user-yh2oy5jo1k
@user-yh2oy5jo1k 5 месяцев назад
Ivuthiwe inkulumo kababa aphile njalo nje zikhanye nezinto zakhe
@sibonelosboshperfect7668
@sibonelosboshperfect7668 5 месяцев назад
Mthwalo mfethu
@user-rx8dh4cz4g
@user-rx8dh4cz4g 5 месяцев назад
Mhle Usebenzi mfowami
@melusizitha5960
@melusizitha5960 5 месяцев назад
Izothobile lensizwa thanda moyawayo
@sfisongcobo6536
@sfisongcobo6536 5 месяцев назад
Yeka udakwa wena mphuphe ufaka u Scebi ne NDidane
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 5 месяцев назад
KUNJANI WEMANCELE MFOWETHU SIYABONGA UMSEBENTI LOMUNYE
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Kubonga mina bhuti👊
@mpilozuke5248
@mpilozuke5248 5 месяцев назад
Lendoda inakho ukuhlakanipha
@user-wn6mk2rz9f
@user-wn6mk2rz9f 5 месяцев назад
uhlakaniphile lobaba
@siphamandlambatha5849
@siphamandlambatha5849 3 месяца назад
Lobaba akanalo iqiniso ay
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 5 месяцев назад
NGIYABINGELELA NGISACELA USITHOLELE UJAIVA MAJAYIVANE MFOKA MISS UTHISHA OFUNDISA ENGAFUNDANGA NGIYACELA MANQELE
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Ungasabi Mfoka Masemula ngzokwenza njalo
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 5 месяцев назад
@@perfecttvsa7051 ngiyabonga
@BantuTV_1
@BantuTV_1 5 месяцев назад
Kant umtekhala wabhala yiph yena kuleya Album ?
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 5 месяцев назад
Nami ngyadideka we bafo🤣
@NkanyisoDlomo
@NkanyisoDlomo 5 месяцев назад
Cha nami sengiyadideka ke manje uMtekhala akaculanga akabhalanga ngoba kanti bekuyini yena umsebenzi wakhe lapha eqenjini uma wawungekho yini pho ebekade bemgcinele yona
@SimphiweMncwango
@SimphiweMncwango 5 месяцев назад
Mft akumele ubeke kabi omunye umuntu badala laba bantu
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
​@@NkanyisoDlomo, ubecula nje.
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 5 месяцев назад
ubeshaya ama backings nje ukti nina abantu abamyama ni domu yazi abelungu ababhali ingoma kuba no mntu special odealer ngokubhala ingoma yena acule like michael jackson wayengabhali ingoma eziningi wayeno mntu owayembhalela hlukanisani iznto kune song writer ne Singer akuvamile ukti uphiwe kokubili ukt ubeysong writer ubuye ucule ingakho ubona umculo wabantu abamnyama uba ibubblegum music into emncandii 2 days kusuka lapho kuphelile manje odark uyathola kuma lead vocal uyena backings uyena producer uyena songs composed uyena instrument uyena okwazi udoti wodwa loyo
@takataka6266
@takataka6266 3 месяца назад
mxm shuthi uqonde ukuthi umtekhala akenzanga lutho, pho kungani iqembu kwathiwa ushwi nomtekhala kahle baba 🚮
@cyrilmpungose2091
@cyrilmpungose2091 5 месяцев назад
Xoki ndini awudume ngalutho ukhuluma amanga nje
@ZOTHANICDumakude
@ZOTHANICDumakude 5 месяцев назад
Wena udume ngani ?
@BonisoInnocent-sx1or
@BonisoInnocent-sx1or 5 месяцев назад
Inkulumo yalobaba ayinalo iqiniso nisho ukuthi uMntekhala akazange abhale lutho wayeshutha nje kuphela? Akabizwe naye aziphebdulele ngoba ngamuzwa ethi uMthwalo wayefana nengane wayeqashwe yibo noShwi manje uma esekhuluma kanjena lobaba angasalivezi iqhaza likaMtekhala uyangidida mina. MfokaManqele ngisakhala ngeChwane lebhaca neNyon'emhlophe awusilandele nabo
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 5 месяцев назад
Ungumafikizolo wena kuleli ikhasi ushwi wakusho naye ukuti uyena owayebhala izingoma umntekhala kabhalanga luthooo umntekhala naye waphendula wangabi nezwi ngoba uyazazi ukt kazange abhale lutho
@bethwellsizwe3665
@bethwellsizwe3665 5 месяцев назад
Lenja yaxabanisa uShwi noMtekhala angimfuni kabi lomuntu
@mduduzingwane4352
@mduduzingwane4352 5 месяцев назад
Hhaww wathuka umuntu kanjena..ngabe wabaxanisa kanjan? Kungenzeka khona okwaziyo iSA engakwaz..schaze bafo
@thokozaniluvuno297
@thokozaniluvuno297 5 месяцев назад
Your line of questioning is very low....
@mlukomsweli7187
@mlukomsweli7187 4 месяца назад
Ayi yona inkabi yami cha iyashwampuluza imbuzo yakhe yeqa amadlelo
@mlondolozihlatshwayo8566
@mlondolozihlatshwayo8566 5 месяцев назад
Akanalo iqiniso umthwalo uzwakala ekhuluma nje uya ngothanda
@NkanyisoDlomo
@NkanyisoDlomo 5 месяцев назад
Cha nami kukhona izinto akazishoyo engibona ukthi azilona iqiniso.
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
Lithini ke iqiniso mangabe engenalo.
@kheswa19
@kheswa19 5 месяцев назад
​@@NkanyisoDlomo, anisitshele iqiniso ke Nkanyiso.
@ba-kasbongiseninombalizabayeki
@ba-kasbongiseninombalizabayeki 5 месяцев назад
Umntekhala waysefika ingoma zibhaliwe efike epractice kuphela no shwii wakusho lokhu nomntekhala waphendula wangabi nazwiii kulokho wangingiza
@NkanyisoDlomo
@NkanyisoDlomo 5 месяцев назад
Why pho iqembu bengalibizanga ngoShwi noMthwalo ngoba kuyacaca ngokwenkulumo kaMthwalo uMtekhala ayikho into ebekade eyenza eqenjini ubengabhali ubengaculi pho ubehlaleleni sonke leskhathi.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 5 месяцев назад
KHONA SIYAFISA UKUBONA USHWI NOMTEKHALA BEHLANGANA ENGATHI UJEHOVA ANGANGENELELA NGOBA SIYAKHALA KAKHULU
Далее
INDidane interviews
22:11
Просмотров 78 тыс.
Maskandi Friday Live with: Shwi & Mthwal'Usobhokweni.
2:22:50
Разговор на Патриках
1:01
Просмотров 3,9 млн