Тёмный

Nasendulo babewenza amaphutha kakhulu 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 97 тыс.
Просмотров 3,3 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

28 май 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 18   
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Месяц назад
Siyabonga kakhulu Mpunga Yesintu ikhona lenkinga ekhaya ngaba nesibonakaliso bangitjela labadzala and imatima Kubaba wami akafuni nokuyiva leyo. Ngikuva kahle mkhulu. Chubeka njalo usifundzise. Mpunga!!!!
@zandilenxumalo1205
@zandilenxumalo1205 Месяц назад
Sanibona Mpunga, usakuloludaba lokuthi sikuphe izihloko esingathokoza ukuba ungenelele kuzo...bengicela usifundise ngezinyanga zonyaka ukuthi endulo zazingaki, futhi zazilandelana kanjani nokuthi zazibizwa kanjani uma kuwukuthi zazingabizwa ngalendlela yansmuhla. Siyabonga kakhulu ngomfanekiso owasenzela wona wokusifundisa ngezinsuku nendlela ezazibizwa ngayo.
@user-qu8it3vw7d
@user-qu8it3vw7d Месяц назад
Siyanxusa
@DjKellyz04Tv
@DjKellyz04Tv Месяц назад
Amen khehla
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Месяц назад
Siyacela Mpunga kutsi usifundzise kutsi ngabe makoti uma ashonelwe ngumyeni wakhe uyabacela yini basemtini kutsi bamkhulule ayojola. Mpunga!!!
@sifisohadebe7926
@sifisohadebe7926 Месяц назад
Ngibingelele Mpunga yesintu Ngicela ungicacisele ukuthi uma uzalwa komalume bese wakha umuzi ngokwandisa igceke ngoba uzobe usabiza isbongo sikamama ,, abantwana bakho uma sebakha imizi yabo kmele basebenzise siphi isbongo Ngyabonga
@banelezungu7058
@banelezungu7058 Месяц назад
Ngikuzwa kahle Mina Bhuti, siyabonga ngemfundiso zakho.
@MelusiMdlalose
@MelusiMdlalose Месяц назад
Ew khehla eldala wabeka onendlebe uzwile mhhhhhhhhh
@SibongileMlangeniSEM
@SibongileMlangeniSEM Месяц назад
Uvakele, Mpunga Yesintu! Vele iqiniso linzima. Kodwa ke, lona limi lodwa 🙏🏽
@mlantwasalomane9563
@mlantwasalomane9563 Месяц назад
🎉sibonge mkhulu iMpunga yesintu
@tpshongwe07
@tpshongwe07 Месяц назад
Ngizwile mina siyabonga kakhulu
@JskkekeGkskkwk
@JskkekeGkskkwk Месяц назад
Siyezwa mpunga
@samuelzwane5269
@samuelzwane5269 Месяц назад
Mnewethu abantu uma bekulalele bangakuzwa bazobe bengafuni ukuzwa. Umvundla ziyowunqanda phambile. uGEQE AMAGULA.SIYABONGA
@tshidisomashiloane6719
@tshidisomashiloane6719 Месяц назад
Saobona mpunga, ube uwazi uguthi ujeso ugomlanjana ngesintu?
@kwandamajoro8479
@kwandamajoro8479 Месяц назад
Ufunda okuthile nsuku zonke
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Месяц назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sebenzilemyone2586
@sebenzilemyone2586 Месяц назад
Noba ubungakhulumanga ngepolitiki ugcine kuwe ngoba manje wephula imimoya ekade ikweseka xolisa uthe ungabothemba nalinye kodwa uthi umkhonto mawugwaze abanye ungathanda yini ugwaza wena xolisa
@impungayesintutv
@impungayesintutv Месяц назад
Awu! kuzwelile kusho ukuthi awukhulanga nezinsizwa thina sakhula sincweka ngenduku lophe ikhanda. akukho engingakuxolisela kulokhu engikushilo
Далее
Isichitho seDlozi siyingozi
12:57
Просмотров 3,1 тыс.
GNU a bitter pill to swallow for ANC - Naledi Pandor
15:03
Ukuvikela inhlanzeko yomsamo
25:31
Просмотров 4,6 тыс.
Yini imfihlo enkulu yamanzi?
8:48
Просмотров 74 тыс.
Ngisuke ngingalwi namuntu
20:04
Просмотров 2,3 тыс.
Bayothi uthwele bheka!
14:10
Просмотров 13 тыс.
Okusizayo Kwabakhohlwa Amaphupho.[0780046059]
12:54
Просмотров 45 тыс.