Тёмный

Ngeke ukholwe inyanga eyayikhankasela MK kakhulu idiniwe ngesenzo sa Zuma sokuziba abantu😳 

SIBONISO TV
Подписаться 23 тыс.
Просмотров 4,1 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

4 июл 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 110   
@user-ce4dm8wy2u
@user-ce4dm8wy2u 4 дня назад
Lenyanga inenkinga yedata nokthanda ukbukwa, icala alisulwanga wenyanga engazi lutho ngeke ife MK khohlwa njengesdomu eskoleni
@BossKemang-qp7sg
@BossKemang-qp7sg 4 дня назад
Thina sifuna impande yokuphila zikode, siphoqe izinto sizuze siphile mkhulu. Hayi leyepolitiki thina ayisizuzisi lutho, yeka osopolotiki benze into yabo mkhulu..zikode wena unyanga ngiyathebha ke iqiniso uyalazi, futhi wena awulaleli abantu, uzwa ngo gogo no mkhulu abakuphethe...mkhulu zikode musa ukusilahlisa ithebha.. singama mk sonke mkhulu, cela impande ekhulumayo kulaba abaphethe i mk igwaze kakhulu kunasekuqaleni, asingaveli nga vote namanje akusetshenzwe kukhakaselwe umkhonto. Asikayitholi into esiyifunayo...❤ zikode ❤❤mk gwaza.
@bonganinkwanyana6038
@bonganinkwanyana6038 4 дня назад
Uyasdakelwa wena hamba Ku NFP owayivotela
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 4 дня назад
Ngeke ife iMK ibulawe uZuma izobulawa inina angithi kthiwa inhlangano eyenu so you have a responsibility to build it and make it stronger
@user-fq6lm5bo9h
@user-fq6lm5bo9h День назад
Benicabanga zoya parliament anithunywanga muntu wawuthanda hlukanani no Zuma akui zonke mpuphu lezi zofike zibhude njengoba ubhuda nje
@victorndlela8208
@victorndlela8208 4 дня назад
Fundani ukulinda madoda uZuma uyayazinto akayenzayo zingane zakwethu
@AmosSibusiso-cy7gt
@AmosSibusiso-cy7gt 3 дня назад
Nahlupheka ngokungaboni asazi nizovulwa wubani. amehlo nenqondo ngoba ayi kumnyama yinde ledlela esihambayo nangu uiec useqalile uyatatazela ngoba uyabona ukuthi njengoba lihoxiswa icala okwesi khashana liyabuya sizophenya ibheshu endodeni uzobona wena
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 4 дня назад
Awusebenzeli inhlangano we sebenzela ANC shut up,
@eshmongule5766
@eshmongule5766 4 дня назад
Ngasho kudala ukuthi into enozuma ayikho kuhle uma sekukhona ababonayo
@user-py5bu5ck5d
@user-py5bu5ck5d 4 дня назад
Umntu okhulumayo la uthengiwe hayib lomkhonto uvele ukujikijel xa ukhuluma against
@JaziMaseko-yy1ne
@JaziMaseko-yy1ne День назад
Asishondi ngawe futhi asikufuni unomlomo omkhulu fuseng 😮
@user-lp3kd3yw7q
@user-lp3kd3yw7q 4 дня назад
Bhuti siyaluzwa uvo lwakho and ucasukile Basho lapha ezindabeni mayelana necala la IEC bathi basaqoqa ubufakazi buhlangane bonke bese belifaka icala kabusha lisazoqhubeka
@user-lp3kd3yw7q
@user-lp3kd3yw7q 4 дня назад
Uphakela umthakathi akabheke iIFP ylayivotela asazi vungenaphi eMkhontweni wesizwe aflkalungise IFP kunakele aphume kithina maMk
@user-hy3rx1mm5r
@user-hy3rx1mm5r 3 дня назад
Cha dokotela omkhulu uchazile u commander Nhlamulo ku SABC show ka Clement Manyathela
@JaziMaseko-yy1ne
@JaziMaseko-yy1ne День назад
Uqale wandelela fuseng uyanya wena msunu wakho uthengiwe 😮futhi unamanga
@user-sr3yw8zb1l
@user-sr3yw8zb1l День назад
Khohlwa ngabantu abakhuluma kabi nge Mk labo abangakaze bayithande kwasekuqaleni labo ilaba abazama ukuyigxeka ngobuqili.
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 4 дня назад
Ezinye izinto embuthweni akumele zibe sesidlangalaleni makuliwa ngoba akufanele zifike ezindlebeni zesitha
@BernardMlungisi
@BernardMlungisi 4 дня назад
Lisho uliphinde mfowethu
@siphodludla1712
@siphodludla1712 4 дня назад
Laba abayazi ipolitiki,abavele bephume kuyo,
@ThandazileNyawo
@ThandazileNyawo 4 дня назад
Khona khuluma kahle kodwa inkinga wena unodlame ukube lento yakho uyibeka ngenhlonipho ngabe iyezwakala ngeke izqakale uyibeka ngodlame
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso 4 дня назад
Uyasidakelwa wrnanja
@user-mb2bm2ze9k
@user-mb2bm2ze9k 4 дня назад
Yobe Zikode lixhoswa libhekile uzochaza ubaba Msholozi bekezelani Zulu luyeza luyanyelela VivaMkhonto viva siwumkhonto akekho ongasishintsha
@sibongileviolet887
@sibongileviolet887 3 дня назад
Waze wa confused wena.
@user-tm8qf6zr8w
@user-tm8qf6zr8w 4 дня назад
Follow the right channel if ufuna information.inkinga nithanda kubukwa la ku utube for nothing
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso 4 дня назад
Usuthengiwe wena nja
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 4 дня назад
Mdala ubaba ngeke njalo elokhu enza ama video lana echaza into esivele ichaziwe
@siphiwomkokeli9416
@siphiwomkokeli9416 3 дня назад
MKP yeka Zuma , awuzokwenza nto.u Zuma ufaka abantu bakhe.nizotsho phantsi.
@thandimabizela1430
@thandimabizela1430 4 дня назад
Abakwazi ukuthi ba withdraw.e I case ngaphandle kokwazisa abalandeli uqinisile commander lokho kuyosphula inhliziyo kusqede Amandla uy'shaye eskhonkosini ayidingi uk'add.wa asbonge commander 👏👏🙌
@boniswambatha9586
@boniswambatha9586 4 дня назад
Guyz it's temporarily coz masahlanganisa I evidence u nhlamulo uyicazile lento stop ukukhuluma ningakakwazi izinto yo nigabora nizenza izilima
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n 4 дня назад
Sakhathala izinyanga ezehluleka ukulapha abantu zigijime zizifake kwipolitiki angazi izinyanga ziphonswa yini kuyakhombisa ukuthi zazingabizelwe emsebenzini wokwelapha kuyahlupha ukungazazi pho ubani owaphoqwa umuntu wayezikhethela ukufaka ivoti lakhe lapho ethanda khona inyanga nje nepolitiki izinto ezimbili ezingafani amanzi no paraffin
@nancyqangule4805
@nancyqangule4805 4 дня назад
Abantu umabekhuluma amaqiniso kuthiwa bathengiwe iStyle esitsha -tshaa.
@HappyMoss-sg7pe
@HappyMoss-sg7pe 4 дня назад
😂😂😂😂😂😂 ayi umuntu uyoke abuke
@user-lu2xt8cn2f
@user-lu2xt8cn2f 4 дня назад
Nisalinde ubaba😂😂😂
@gilbertgavin3014
@gilbertgavin3014 4 дня назад
Please baba wami let's not have amaphapho aphezulu ,inqamu isayo Landa Amandla ima ndoda.
@cyrilgumede222
@cyrilgumede222 2 дня назад
This Zikode is absolutely correct but some of you are so ignorant to the Core but wait and see.
@wisemanmagubane1914
@wisemanmagubane1914 4 дня назад
Ey yaz ndoda sifuna muthi womsebenzi nokuwina lotto awuyeke baba Zuma phansi akewuthule nje ...ubekwe bani kuthi buzwe abantu nxmm
@bongiwenxumalo4940
@bongiwenxumalo4940 4 дня назад
Akenime nalabobantu benu fundani ukulinda qha
@smangelezungu6852
@smangelezungu6852 4 дня назад
Ake niyeke uZuma bakithi sesikhathele uZuma uyayazi into ayenzayo ma ningayazi ipolitiki hambani kuyo I ifp niyothuka inhlamba
@faithmanzini9987
@faithmanzini9987 День назад
Zuma is the pathological thief .He stole the money from government and he also stole the name Umkhonto Wesizwe from the ANC and finally stole the party from Jabulani Khumalo.
@ThembaBiyela-nl4lo
@ThembaBiyela-nl4lo День назад
ai niyahlekisa webakt awucabange leliGama elith Gedlehlekisa lichazan nodlala lobaba nina osahamba ngawo lowomGudu wakh usebenzela i Company yakhe Emondlayo so wadlala ngemizwa yenu nje ukith nisavalekile akho MK la zoth ANC finish
@siyabongamaxwellhlela
@siyabongamaxwellhlela 3 часа назад
Cha ngiya kuzwa inkinga izwi liphakame kakhulu izwi kodwa ukhulumela iqembu dokotela kepha asikhohlwa ukuth uthe ubaba nxamala asibeke umoya phansi silinde
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 4 дня назад
Wuwe o Confused not abantu
@IMPILOTALKSHOW
@IMPILOTALKSHOW 4 дня назад
Yazi bayahlupha abantu abajoyina I MK ngokuthanda uMsholozi not ukuqonda ipolitiki , izosebenza nini iMK Uma izobabhizi ngamacala kanti bekuyini inhloso yayo iMk , and uZikode uyasho ukuthi kuzwakale ngabezindaba so why bengathuli belinde izwi likaMsholozi hhay ipolitiki abayazi idlalwa kanjani oZikode 😂
@ThembaNyao
@ThembaNyao 4 дня назад
Uma lingahlehla kuze kuphele u5years kusho ukuthi iyobe ingenze lutho yona
@IMPILOTALKSHOW
@IMPILOTALKSHOW 4 дня назад
@@ThembaNyao yebo mfethu so nje akuqhubeke umsebenzi ibekwe phansi inzondo ngoba abantu abangaqondi ngepolitiki banenzondo nje kuphela
@NkosinathiMbongwa
@NkosinathiMbongwa 4 дня назад
Kuyazwakala mfwethu inkinga yami iseceleni izowina iMK njalo nje ngoba sibaningi inkinga ukurijwa base siyavuma kungiqenda mandla lokho
@nomatarukhanyile6794
@nomatarukhanyile6794 День назад
@@ThembaNyao iMK isepalamente iyasebenza kuyimanje qabane
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 День назад
Uyaphupha Wena into ekade ichazwa le ubukuphi Wena,iANC ibatshena Nini abalandeli babo makukhona okwenzakalayo,ubhedela uZuma,phuma masugivapha sihleli Thina esimethembayo uZuma
@user-cb8fd1hy9r
@user-cb8fd1hy9r 4 дня назад
Yobe commander ,you are right MK ,one ❤️alichithwanga Icela
@PhindileHlomuka
@PhindileHlomuka 4 дня назад
Awukahle wena fake yenyanga awubonanga yini ukuthi, kwachazwa noma unenkinga yedata
@MangcoboKuhle
@MangcoboKuhle 4 дня назад
Uqinisile combrate Sicela yonke into eyenzekayo. Asi Apdate.Njengoba wayeshilo . Ukuthi yonke into ezokwenzeka uyosibiza asitshele thina maMK asazise before yaziwe abantu. Futhi Washo ukuthi mayengasenzi kahle simkhumbuze .
@BongumusaMathe-ed7vo
@BongumusaMathe-ed7vo 4 дня назад
Zikode qineMpandeni uyeke izinto ongahlangani nayo
@SbongiseniMkize
@SbongiseniMkize 2 дня назад
Iqiniso lelo Zikode sesiyadineka impela kanti bezise ngenhliziyo ezinhle
@BabaBiyela
@BabaBiyela 4 дня назад
Nempela ubuholi abuphumele obala buchaze ngalempicabadala yaleli Cala Ze kuzwalala ubuqiniso balendaba ngoba manje sebebaningi abahlaziyi abaluhlaziya ngezindlela zabo abanye bayaqagela abanye bayakikiza please leadership come forward
@ChleKhumalo
@ChleKhumalo 4 дня назад
Awusyeke wena
@user-dg7jl4qi2f
@user-dg7jl4qi2f 4 дня назад
Abantu bazenza bona ukuthi badideke ngoba balalela yonke into ekhulunywa abantu futhi abangenalo iqiniso eliphelele ngalokho abakutshela abantu.
@IqiliAmaqile
@IqiliAmaqile День назад
ABENZE KANJALO WASHAYA. KHULUMANI NABANTU
@user-lu2xt8cn2f
@user-lu2xt8cn2f 4 дня назад
Angith ugxoshiwe kwathiwa aqambe amanga athi ubzy ngoba bazombulala uma ekhuluma eqiniso lokuth gxoshweleni. Ngeke nimthole efonin baning bazohamba
@sibonakalisomnguni1413
@sibonakalisomnguni1413 3 дня назад
Bafwethu Ubaba uMsholozi usekhulile. Dr Hlophe kanye nendodakazi must jump to evrything. Zuma must get enough time to rest and come with planz if bona bayashayisa endleleni
@DumisaniSilango-lv8fl
@DumisaniSilango-lv8fl 4 дня назад
Uzophapha la ophakelumthakathi baphelelwe yistayela amaphaphu phansi Mr zikode
@user-th8jg4mh5z
@user-th8jg4mh5z 4 дня назад
Uthe ungizwe wiyixoki, awuyazi ipolitiki zikode thula hlala ezigodlweni zakho eziwu 8
@Vmolisn-spoort
@Vmolisn-spoort 4 дня назад
Hambuye wedwa eNkandla silima sendoda ekhuluma kakhulu inga laleli ama (updates) phuma kumkhonto umungagculiseki
@CelaniSibiya
@CelaniSibiya 4 дня назад
Usangene wena kahle kahle umuntu uma umukhethile umelwa nguye ukhuluma ngepodcast kuyalindwa bafo
@GugulethuOttilia
@GugulethuOttilia 3 дня назад
Amanda lawo akusilona qiniso
@user-gu4df7mk6x
@user-gu4df7mk6x 4 дня назад
Wena ungabantu, ukuzwe ngobani lokho. Phola mdoko akuka phakwa.
@mp7rt
@mp7rt 2 дня назад
Iqinisile le nsizwa noma ningathini
@ThembaNyao
@ThembaNyao 4 дня назад
Uye othe lethumshini wam, samnika umshini wakhe manje seyatatazela akaszi enzenjani, ngale kokudlala I can't wait ukuth uhambe ngeznyawo Uma uya esebenzin 😂wathi amafemu azoba seduze eduze😂
@user-lu2xt8cn2f
@user-lu2xt8cn2f 4 дня назад
😂😂😂😂 Ay le mk. Kuthiwa use Russia nje animazi futh lomholi wenu isela liyodla mali
@sanelisiwedlamini7142
@sanelisiwedlamini7142 4 дня назад
We mame shut up
@bongekahabe9656
@bongekahabe9656 4 дня назад
😂😂😂😂
@nancyqangule4805
@nancyqangule4805 4 дня назад
Bebelivula kanjani icala bungekho ubufakazi ?? ,kunini ehamba amacala uyayaz ubaba uba enkantolo kungemwa ngobufakazi. Kudlaliwe ngathi guyz let's be honest Iqiniso ukuthi azange kwakho cala. Ngeze kuthiwe iCase iWithdra-wiwe phinde kuthiwe ayiWithdraw-anga yintwenjani leyo?asizona izilima sonke plzz guyz.akhona amagama afana nooPosponed,Paused hayii uthi withdrawn ubuye uthi not withdrawn ....ngeeke!!!!
@user-dh6wt5in8z
@user-dh6wt5in8z 4 дня назад
If iwithdrawer ngezizathu kunani..benizoliwina yini icala..ingekho mk beningamlwisi kanje uCyril n Eff ziningi izinto ebezenzeka kwicountry benithule,uZuma nilokhu nimunwephuza ngapha nangapha.cuz kuyehlela nijabulisa izitha.why onemibuzo engay enkandla r alinde nextstep,why emenyezwa kuma media..niyabukisa ngozuma egqilazwe kanje..n akabizanga muntu.abathule ingoba bayizilima. Nifuna izitha ne media zikwazi konke okwenzeka kwiMk bese beyasizakala bayishintshe nenkulumo.bese nibanga umsindo nodwa Wht if uzuma ubesathule nalento ezoyibeka ngendlela yakhe kubantu bakhe.. Konke nje lokho nimubeka uzuma nethimba lakhe as if akakwaz akwenzayo.hes stupid..nawe nje it's been 2mnths kwavulwa icala.if abukho ubufakaz ngabe kade lachithwa belingeke li withdraw nayi Mk...selifakiwe icala inkantolo yath IEC ayi respond kwizikhalazo zeMk..if sekuwokunye why ningalindi..nijahephi n aninayo I sure yokuth nizoliwina yini kulezinkantolo ezingayfuni mk..ake nibe hhoo nje kancane nistress uZuma uya nakwi hearing ngo17.. Mina nje ngiMK bengibona ngeke siwine le case..ngenxa yezinkantolo..sekungena neDA Idefender IEC..n kuningi osekwenziwe kwi country after voting if u think bangabhidliza konke lokho cuz bahlangene ngemk..iliphi ijaji eloba nesbindi likhiphe lesosinqumo..so mina kulunge belisulile if kunomphelo..
@DumisaniManyoni
@DumisaniManyoni 4 дня назад
lababantu abasiwo amalungu e MK ngempela. Uzwa ngemibuzo abayibuzayo ukuthi abazilandeli izaziso zeqembu. Lento uyichaze kahle u Nhlamulo kodwa namanje babuza imibuzo eyimibhedo. Abantu be ANC ake basiyeke ngemibuzo yabo ebhedayo
@nancyqangule4805
@nancyqangule4805 4 дня назад
@@DumisaniManyoni singawo but asizungalikhulumi iqiniso umuntu obuzayo akathuki muntu...ulaka olungaka lolwani? Kulicala nokubuza njee?
@DumisaniManyoni
@DumisaniManyoni 3 дня назад
@@nancyqangule4805 Uma ungafuni ukulalela noma umkhulumeli weqembu osemthethweni esechaza kodwa basaphikelela nokusitshela imicabango yabo uthi angithini. Ngiyaphinda ngithi useyichazile u Nhlamulo Ndlela oyi official spokesperson yeqembu ngakho asikho isidingo sokulokhu siqhamuka nemicabango yethu
@DumisaniManyoni
@DumisaniManyoni 3 дня назад
@@nancyqangule4805 ingani useyichazile nje lendaba umuntu oyi official spokesperson seqembu. Manje yin enye okusafanele ayichaze ngempela?
@user-yc2wx4wp5o
@user-yc2wx4wp5o 4 дня назад
Inteynkinga wezikode isemzweni iMK noma ungathini ngeke kshintshe lutho u are westing yor time
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 4 дня назад
Yoooo ave nithanda ukukhukuma into eeningayazi ned ufuna udumo wena nkebelele yomlono uhlanganisa yonkinto engahlangani le cos ufuna udumo leamahhala womamela umsakazo mufunukwaximmzi nxxxm
@amafanisa2446
@amafanisa2446 4 дня назад
Mfowethu ake sithi ukulinda sibone kuzogcina kwenzakaleni.
@DoctorNduli
@DoctorNduli 4 дня назад
Ay kwahle baba banike inumber kababa mabefuna ulwazi. Le oyenzayo kuseyingxenye yokuhlakaza umkhonto nje leyo. Futhi kungakuhle nje uphume kuMkhonto uyosungula eyakho inhlangano.
@ThembaNyao
@ThembaNyao 4 дня назад
Akayothala imhluphe yedwa inyoka asizifun izihlangano
@user-vf9lg5xi8w
@user-vf9lg5xi8w 4 дня назад
Bazothi usuthengiwe iANC into abayaziyo leyo
@user-ce4dm8wy2u
@user-ce4dm8wy2u 4 дня назад
Yini yona ANC into edayise ngezwe yayombatha nezitha DA
@bongekahabe9656
@bongekahabe9656 4 дня назад
Injalo akathengwanga nicks mababhekane neMK yqbo
@bongekahabe9656
@bongekahabe9656 4 дня назад
​uthule ke wena weMK ubhekane neqembu lakho,benifuna lonto nje nithi sihamba noBaba so yekani ANC yenze okufunayo,nina nidayise ngezwe nalandela elikhehla lingafun uRamaposa Vala umlomo ukhulume eze MK le inenkinga zayo
@thinamhlongo9048
@thinamhlongo9048 4 дня назад
Thula ulinde batshene baliinde
@user-lu7gq6zg4n
@user-lu7gq6zg4n 4 дня назад
Awkahle wena
@CelaniSibiya
@CelaniSibiya 4 дня назад
Inhlonipho ayikho ku lomfo kuphela uwena odidekile
@user-cl1vc1rt3c
@user-cl1vc1rt3c 3 дня назад
Ichaziwe nje bhuti indaba yecase
@kulaniful
@kulaniful День назад
😂
@boniswambatha9586
@boniswambatha9586 4 дня назад
Uwo ozoyibulaka ukhuluma kahkulu
@DoctorNduli
@DoctorNduli 4 дня назад
Uphaphe kakhulu lomfana.
@sibonakalisomnguni1413
@sibonakalisomnguni1413 3 дня назад
Kodwa ubhuti uqinisile
@siphiwewela3625
@siphiwewela3625 4 дня назад
Uqisile ummfowethu lokhu akushoyo msani Msholozi nebandla lakho ukhohlwa yithi ngoba ula lawukhona neqembu ngenxa yethu esincenga abantu ukuthi banake umkhonto part ngakhoke msani uyenza lento eniyenzayo nibulala iqembu msani bafewethu ukuba arrogant zisuka yonke into eyenzekayo ku Mkhonto kumele nisazise ngoba maniqhuba kanje izowa lenhlangano ngenxa yenu ngoba senikhohliwe yithi esinibeke lalikhona iqembu ngisho ubuzwa umuntu uyahluleka ukumchazela bhasobhani lizowa leliqembu manikhohlwa yithi zisuka nje yithi esi recruite abantu bhasobhani nizofana nabaka gogo manenza nje ningakhohlo nila lalikhona ngathi ningasibukeli phansi
@luzukomguye1595
@luzukomguye1595 3 дня назад
Siyavakala esi sikhalo sale ndoda, MKP must use all forms of communication like print, social media, radio and TV to close this gap and concerns raised by this fellow man to reach all MKP members, followers. MKP in their communications team must have its own official podcast to read out these letters maybe also in our African languages....I don't know maybe on public radio as well....Phambili MK Phambili...🤍
@user-tg1ot3by4b
@user-tg1ot3by4b 4 дня назад
Angiyona imk bafethu kdw lensizwa yakithi ayihloniphi inhlangano noNxamalala uqobo akesemdalak uNxamalala ukushawodwa kanje! Yn umnewethu engafunanga ezinyindlela zokuxhumana nobuholi noma ufunukubulala inhlangano?
@thandimabizela1430
@thandimabizela1430 4 дня назад
Abakwazi ukuthi ba withdraw.e I case ngaphandle kokwazisa abalandeli uqinisile commander lokho kuyosphula inhliziyo kusqede Amandla uy'shaye eskhonkosini ayidingi uk'add.wa asbonge commander 👏👏🙌
@IMPILOTALKSHOW
@IMPILOTALKSHOW 4 дня назад
@@thandimabizela1430 no alivaliwe icala kuthiwa lisamisiwe ngesizathu sokuthi onke amaqembu efake izimamgalo zawo ngoba akiyo yodwa I MK ekhala ngokurojwa so nje ilapho indaba icala lizoqhubeka kodwa kumele nomsebenzi we MK ube uqhubeka phansi umoya maMK amahle sisonke
@SphiweSphiwe-vn6ie
@SphiweSphiwe-vn6ie 4 дня назад
Yoooo ave nithanda ukukhukuma into eeningayazi ned ufuna udumo wena nkebelele yomlono uhlanganisa yonkinto engahlangani le cos ufuna udumo leamahhala womamela umsakazo mufunukwaximmzi nxxxm
@thandimabizela1430
@thandimabizela1430 4 дня назад
Abakwazi ukuthi ba withdraw.e I case ngaphandle kokwazisa abalandeli uqinisile commander lokho kuyosphula inhliziyo kusqede Amandla uy'shaye eskhonkosini ayidingi uk'add.wa asbonge commander 👏👏🙌
@user-dh6wt5in8z
@user-dh6wt5in8z 4 дня назад
Iyiphi iparty okuth uma kunento ejulile ihleze Ibiza abantu izobatshela.niyazi ukuth imedia ihleze ikhuluma okuwrong ngemk.bebenga,uNhlamulo ukhulumile nkosi yam ngisho kwi newsroom.
@DoctorNduli
@DoctorNduli 4 дня назад
Khona okwempela ubezositshela kumuphi umsakazo njengoba yonke sebeyithengile nje abakwagogo? Nomake bekufanele asivakashele emakhaya sonke. Ay akahambe ayokwelapha uZikode ahlukane noMsholozi.
Далее
아이들은 못말려 〰️ With #짱구
00:11
Просмотров 478 тыс.
Inja Nodogo
4:16
Просмотров 5 млн
Zisuse umsindo izinqumo ze MK party kumalunga eqembu.
27:22
Ezishaqisayo ngoMbalula neMK Party
2:05
Просмотров 17 тыс.
아이들은 못말려 〰️ With #짱구
00:11
Просмотров 478 тыс.