Тёмный

ONDABUZEKWAYO bathula icwecwe elisha 

Ndo Media Productions
Подписаться 23 тыс.
Просмотров 105 тыс.
50% 1

Iqembu ONDABUZEKWAYO lethula icwecwe lalo Elisha elizophuma mhlaka 31 July 2015. Lolubumbano olubonakala kuleliqembu ONDABUZEKWAYO luzogqugquzela ubumbano koMaskandi emuva kokuthi lesi yisixaxa sesibili esivele ngemuva kwesoHHashi elimhlophe, Phuzekhemisi kanye noMfazi omnyama. Leliqembu lisungulwe ngemuva kokuthi uMaskandi ubusuqala ukubukeka njengePolitiki, usumaqembu qembu. Umculo kaMaskandi ubusuqala ukwehlelwa yisithunzi ngenkathi abaculi benhlakanhlaka sebeze bakuphimise ngomlomo ukuthi "nginabalandeli bami" nabalandeli bomculo sebethi "ngineQhawe lami" ebekuyinto ebeyiwubulala umculo weSintu ingawusi ndawo. Ngakho ONDABUZEKWAYO basungulelwe ukukuqeda lokho babuyise ubumbano kanye nesithunzi somculo weSintu okumele siziqhenye ngawo futhi siwuthande siweseke. ONDABUZEKWAYO bazotholakala kuzo zonke izitolo zomculo zakuleli.

Развлечения

Опубликовано:

 

18 июл 2015

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 59   
@cabangilembuyisa1929
@cabangilembuyisa1929 Год назад
Yayimnandi le combination aaau akasalungile kanje uMthandeni😂😂
@nontobekozulu9238
@nontobekozulu9238 4 года назад
Phimbo lika Mthandeni🥰😘
@Mashobane_Nyandeni
@Mashobane_Nyandeni 8 лет назад
aw madoda ave ngizifela ngephimbo lika Mjikjelwa!
@zuzumuzibuthelezi8985
@zuzumuzibuthelezi8985 9 лет назад
Uma ungawazi umaskandi, awubazi ubumnandi bomuculo. Kazi ukuba umaskandi wawungekho ngangiyoba yini.
@busanimtuseni8218
@busanimtuseni8218 8 лет назад
Incredible combination keep t up boys we real like it. All da bst can't wait for the following album
@sandilemungwe120
@sandilemungwe120 9 лет назад
Awuuu awuuu awuuuu umshubo madoda kade ngifisa kenihlangane kanje ali mgube,mthandeni , mjikjelwa nozanefa ngidi mlandeni madoda ningakhipha uswidi wento esizohlabangawo niphinde nixoshe abeza nomthwalo womona
@siyabongangidi4623
@siyabongangidi4623 9 лет назад
Liza kanzima leli qembu and bagqoke kahle kodwa ngiyadumala ukubona ubab'uMgube egunde istayela sezingane ezincane. Keep it up guys.
@fanelesimbongephumulanisob8890
@fanelesimbongephumulanisob8890 2 года назад
Nunemnyama!
@user-ym5yb6vn4k
@user-ym5yb6vn4k 9 месяцев назад
Ngoba mthandeni wayeziculela kodwa manje cula induku😅😅😅❤❤
@zandilemajola279
@zandilemajola279 9 лет назад
Cha akashintshi umjikijelwa ebunstizweni uyena muntu engimthanda kakhulu ksuka kdala
@zuzumuzibuthelezi8985
@zuzumuzibuthelezi8985 9 лет назад
HHAYI KUHANJIWE LA!!!!!!!!
@masakhanmasa1866
@masakhanmasa1866 2 года назад
Mjikijelwa mfo kangubane aw 💔💔💔💔💔💔💔💔 lalangoxolo qhawe😢😢😢
@sizwematchesdlamini8310
@sizwematchesdlamini8310 Год назад
Eyyy owabulala leliqembu cha unenhliziyo embi Shem yayiyinhle lento
@mbonisenilanga9300
@mbonisenilanga9300 9 лет назад
bafwethu inhle into eyenziwa ilezi zinsizwa, asili-supporten leli qembu yabona nje leli noni abasigabsela ngalo lana limnandi lingvusela usinga
@bonganiboyabenyathi7121
@bonganiboyabenyathi7121 9 лет назад
Mboniseni Langa hoshiiii sothole
@ingomayasenquthu416
@ingomayasenquthu416 2 года назад
Azisoze zabuna
@caroemazulu385
@caroemazulu385 9 лет назад
Ngyathanda lapho shayani ngoma bafana seklungiiiiiiiiiile asambekeeeeee
@bongumusasbusiso6911
@bongumusasbusiso6911 Месяц назад
Yayshisa le combo
@cornerflagtv7258
@cornerflagtv7258 9 лет назад
Abafana ngeke balunge......Ashila DMD Woshiiiii Short leftttttt
@buhlemncube1893
@buhlemncube1893 9 лет назад
njengohlanya ....(M.A.M )Ondabuzekwayo 31 Jully 2015 ezitolooo
@rasterraster4424
@rasterraster4424 9 лет назад
Aningsendelen ku whtsapp 0731840266
@lwazi2648
@lwazi2648 3 года назад
Mina ngphuma phansi le Nquthu ezidulini ngyanivuma baf2 rip mjiks
@bukhulubenkosi2297
@bukhulubenkosi2297 3 года назад
akalinyusi ngan nje izwi ngoba iyasho inkunzi endala umfoka mbovu ukut akanyuse izwi loSkhova
@sheronskhosana4688
@sheronskhosana4688 5 лет назад
Hair cut kaAlie
@buhlemncube1893
@buhlemncube1893 9 лет назад
M.A.M (Ondabuzekayo) ashiiilaaaa yasha induku woza laaaa 31 Jully solala singalele.
@slomovely3065
@slomovely3065 9 лет назад
Shayan man..,.ngiyilindile leCD..... Ngathi sekufike laa engiyithanda khonake manje
@busimbuli5602
@busimbuli5602 9 лет назад
Kuvele kuthi angihlanye angazi kwamele ngezejani (ijabule)
@mokwenatemanejack8114
@mokwenatemanejack8114 8 лет назад
ay! bayayishisa ingoma obrother
@malusivincent2831
@malusivincent2831 9 лет назад
ay ngiyanizwa babhemu sengilinde icwecwe nje ukuz ngphawule ngomsebenz esengiwuzwe from track 1 kuy kweyokugcina
@djscwephemsuthu5306
@djscwephemsuthu5306 10 месяцев назад
Hamba Mnyaka
@isifisosamabhacatv8693
@isifisosamabhacatv8693 8 лет назад
i national team
@zandilemndaba6902
@zandilemndaba6902 9 лет назад
Hhai boh!!!!!!!!!!!!! kuhanjiwe la
@jabulanidlamini6737
@jabulanidlamini6737 9 лет назад
aw suka madoda.imnandi lento.
@mafeshionngcobokwanongomae8312
ASHIIIILAAA HLALANI PHANSI NIVALE IMILOMO NIBUKELE UKUDLALWA KWENGOMA.....SHORT LEFT KUKHONA ABAZOY'SHIYA MABEBONA ONDAB'ZEKWAYO ......IBAMBENI WEY'NSIZWA NOMA KUSAZOBA LUKHUNI NIGADE NAMAPHEKULA AZOFUNA UKUNIXOVA.....WOOOSHIIIII
@bonganiboyabenyathi7121
@bonganiboyabenyathi7121 9 лет назад
MAFESHION NGCOBO KWA NONGOMA E BUXEDEN hoshiiiii mafeshion
@lwazimabizela6271
@lwazimabizela6271 3 года назад
Bhimbi lakwa Mgube
@mthokozisimchunu4791
@mthokozisimchunu4791 9 лет назад
bashayeni bafana
@ngwenyamnyango9068
@ngwenyamnyango9068 9 лет назад
ngicela ni-upload izingoma zalezi nsizwa plz ba4wethu.
@sandilebuthelezi3152
@sandilebuthelezi3152 9 лет назад
ayikho into emnandi nje ngomaskandi ulalele kahle ungajahile
@thokozaninzuza5284
@thokozaninzuza5284 9 лет назад
Ayi kahlen webafana ashiiiiiiiiila dmd
@nosiphomabaso8817
@nosiphomabaso8817 3 года назад
Owkodwa Mjikjelwa😓
@nkululekontuli5344
@nkululekontuli5344 Месяц назад
Kambe uMthandeni wake waba nekhanda eliwu phayinaphu omnyama😂😂😂
@mlungisinkwanyana1624
@mlungisinkwanyana1624 9 лет назад
faka ingoma ibe yodwa siyizwe usukude kakhulu u31
@bukhulubenkosi2297
@bukhulubenkosi2297 3 года назад
ay umfoka mbovu kwakwiy'mambane Kodwa man ay
@ndomediaproductions
@ndomediaproductions 9 лет назад
@sihlendlovu6962
@sihlendlovu6962 8 лет назад
hhiyo
@andilencube3655
@andilencube3655 4 года назад
Kodwa bafethu lengoma Nami ngbuya leee ezim WY lisilwa lenze into enhle kanjeee layitshaya ingoma lapha
@MMTVvideos
@MMTVvideos 2 года назад
Ntencane I see you 😂
@zananidlamini4257
@zananidlamini4257 8 лет назад
ungchazani bakithi uMjiks
@MrTpdizzy
@MrTpdizzy 9 лет назад
Yinhle lento eniyenzayo zinsizwa cha mina ngizonithenganje ngoba angicheme namuntu kulomculo.
@mlungisinkwanyana1624
@mlungisinkwanyana1624 9 лет назад
idedele Ngalabesi mfoka HLOMUKA
@janetngiba4047
@janetngiba4047 5 лет назад
Ukhona owazi igama yalengoma edlala ekuqaleni
@nelsonvundla9959
@nelsonvundla9959 2 года назад
Yebo
@sfisoskhosana7428
@sfisoskhosana7428 6 лет назад
Kant isihloko sale mgoma ethi...sisheli sami unempi? Sizani ashiiila demed marn
@zandilemajola279
@zandilemajola279 9 лет назад
Ngcela ungsendela zonke lezingoma ay kyafiwa
@bukhulubenkosi2297
@bukhulubenkosi2297 3 года назад
uMthandeni uyoze aphukelwe isthupha elokhu asipheqa ezenza uMgqumeni ngoba ezomgqumeni zaypheqeke sdalo yena wenzanike
@Corruption.Entertainment
@Corruption.Entertainment 2 месяца назад
Udunudunu wayona lento ey leli selesele nxn
Далее
Usizi Amabhinca Aphenduka Izinkabi Egoli
14:21
Просмотров 42 тыс.
Good dad 🥰 #demariki
00:17
Просмотров 2,1 млн
Majaivane ephumela eshashalazini
7:00
Просмотров 114 тыс.
Ugingqitshe
5:40
Просмотров 70 тыс.
uMenzi edlala ingoma kaKhuzani🔥🔥
1:31
Igcokama Elisha Live @Ngizwe Mchunu Maskandi Festval
14:33
Abaculi baka Maskand bahlelela Ingoma Kazwelonke
11:29
Просмотров 4,7 тыс.
IGCOKAMA ELISHA (AMANGA MUST FALL)
6:03
Просмотров 239 тыс.
ONDABUZEKWAYO   oMONEY MAKER HITS
12:23
Просмотров 7 тыс.
Amangukumane Ft Mjikijelwa  perfomance 2015
5:08
Просмотров 127 тыс.
ONDABUZEKWAYO BANGEMPELA-OQHELA NGITHOSE FULL-ALBUM
59:23