Shiya phansi wena cc ayikho lento ukumoshela iskhathi kushuthi wena uyi Furniture kubo baleka ukutshela ngokudla usangene lelikhehla netshebe emahlikihliki
Well done presenter 👋 into engiybonayo nomamezala uwumthelela kwakumele atshele indodana yakhe inakekele umakoti ngazozonke iydingo,nawebhuti musa ukutshelwa abantu ngomuntu wakho,umsebenz wakho ukmenza ikhanda umgqkise,umuphe imali musa ukuba nekhanda elibukhuni,okunye futh wena vele awsamfuni ugal kodwa awufuni ukvela obala 😢
uNgcobo isbhubhu, sisi Sne phuma kulomuntu 🤞🏽 you are btfl and ubukeka uhlakaniphile, hamba kubo ungaphinde ubuye futhi. Lendoda ihlulwa nawukuth iyakuthanda. You deserve waaay better sisi
Hi cha cc shiya loyodoti cc kuyakhomba ukuthi ukhona Lo akamikayo .shiya nje cc indaba yokuncenga indoda nje udoti loyo akakuthandi cc loyo doti we ndoda nxxxaaa
Awo bukhe nje ❤ ubuhle ba losisi a mehlo a khe ❤humbled 🙏 o thwele futhi e khanda nje mfazi o funa ongu thandwa a bonus boniswe ongubaluleka khwakhe sesi isa e MAll of Africa I'm waiting for you for you with open arms ❤❤❤❤❤❤❤❤❤