Тёмный

Ubukhosi baseMdletsheni buhambise inkabi yeNkomo kwaNgizwe buhamba ne Gcokama Elisha 

King Zoso TV
Подписаться 159 тыс.
Просмотров 31 тыс.
50% 1

Опубликовано:

 

1 июн 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 144   
@user-bv8el1jh3n
@user-bv8el1jh3n Год назад
Mina ngizalewe egoli umama ongizalayo owase new castle abanye baya emahlabathini, ngithuswa yindlela abaziphatha ngayo mabafika emadilobheni. Ngendlela lesizwe sama Zulu sinempatho nenhlonipho nothando angisazi isizwe esifana naso, yindlela ekumele siphile ngaso singabantu sonke. Ngiyawahlonipha amaZulu mina kakhulu abakwenza emadolobheni basuke bazenzela nje kumele bafundise abasemadolobheni ubuntu ukuthi buyini. Zulu omnyama ondlela zimhlophe ngiyanihlonipha kakhulu ngingu Mswati nami wase goli
@hlanganisambatha614
@hlanganisambatha614 Год назад
Lol I've been watching every video since they gave him the first gift. We need such love between us, AmaZulu...
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
Nami Shandu sovinjwa ukuphela kwedata
@TBZunguTBZungu-td9sq
@TBZunguTBZungu-td9sq Год назад
UNgizwe uyaz lapho okufanele ahloniphe khona Abe umuntu oqotho singasho sithi uhlakaniphile.ngokwazisa indawo asuke ekuye.
@dalenymzizi1606
@dalenymzizi1606 Год назад
Ngithanda indlela abahlonipha ngayo, aMadoda aqotho lawa
@hlanganisambatha614
@hlanganisambatha614 Год назад
@@mfundomagubane8499 🤣🤣🤣🤣
@hlanganisambatha614
@hlanganisambatha614 Год назад
@@dalenymzizi1606 kakhulu Mzizi
@khulekaninyuswa721
@khulekaninyuswa721 Год назад
Yazi unkulunkulu uke akuphe into edlula imali... Bamukhonzile kwangempela abantu uNgizwe,inedlozi elihle lendoda 🤞🏽🤞🏽🤞🏽🤞🏽🤞🏽🤞🏽
@nompilongcobo5860
@nompilongcobo5860 Год назад
Yebo
@mbhuda2208
@mbhuda2208 Год назад
Bonke bamukhonza manje Babekuphi zimnetha ay
@skhokhodladlavic9624
@skhokhodladlavic9624 Год назад
Macingwane akamcane Mkhulu yazi 🙌🙌🙌🙌 asibonge Enkosin yakithi MDLETSHENI😇
@khulekaninyuswa721
@khulekaninyuswa721 Год назад
You have to love the Zulu's🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@buhlezulu3230
@buhlezulu3230 Год назад
Umuntu uyalilandela igama lakhe uMlando umfo ka Mchunu Cingwana Nyanda yemikhonto👋🙏
@phumlanimdluli3900
@phumlanimdluli3900 Год назад
Siyabonga we king zoso ngempilo yechunu lento kuwe nechunu inisebenzela nobabili
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
Power uqinisile iyabadlisa nobabili
@siyabongancanana
@siyabongancanana Год назад
Okwangempela futhi buka nje iZoso sezibuya ngisho ebhanoyini
@sisandamabusela2803
@sisandamabusela2803 Год назад
SITHI ISIXHOSA UMNTU ULANDELWA YIMISEBENZI YAKHE,❤❤❤❤❤
@nokuzothakhumalo7326
@nokuzothakhumalo7326 4 месяца назад
Ewe
@mzwandilebiyela6305
@mzwandilebiyela6305 Год назад
Cha uyiqhawe ungizwe mchunu inkosi yama bhinca syamuthwesa umqhele👏
@Mgabhazi-xd3cv
@Mgabhazi-xd3cv Год назад
Akenzi ngalutho umfoka Nhliziyo Ziyogoba ukuth akayphili I fake life , ukanawo Amanga Kant phela u president lo
@patricksiboniso3045
@patricksiboniso3045 Год назад
Siyabonga muhle umsebenzi 🙏
@sbonisosabelo7051
@sbonisosabelo7051 Год назад
Kazi wenzangani we Ngizwe awungicobelele mfwethu
@gptactical6658
@gptactical6658 Год назад
Izibusiso chunu, okumhlophe mfethu❤
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 Год назад
Ndiphatheka kabi xa ngibona bantu bakithi kwamdletshe ndibe mna ndizalwa ngubaba wakwamdletshe engingamazi gama lakhe ngazi ukuthi ngowamdletshe kuphela umama zange angitshene igama kuba esithi ndizoya kulobaba wade waba uyadlula emhlabeni 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@siphesihlemchunu5979
@siphesihlemchunu5979 Год назад
Mmm kwabuhlungu lokho Bhuti, angathi unkulunkulu engakukhumbula uwuthole umndeni wakini KwaMdletshe.
@ntokozoxulu9500
@ntokozoxulu9500 Год назад
Nxese dadewethu izabelo zabantu azifan
@BuhlebzNetwork
@BuhlebzNetwork Год назад
Uzomthola ngoba usuthole lelithuba nje mhlampe bakhona abazolulandela loludaba lwakho mhlampe mawungenaba nje ukuthi umawakho kwakungubani ehlalaphi,esebenzaphi, obani owayejwayele ukhuluma ngabo eyesebenza nabo ngiqinisile ukhona onolwazi ngemvelaphi yakho.
@konkehwanqa6260
@konkehwanqa6260 Год назад
Kofuneka wazi ukuthi isbongo negama lomunt kubhalwa ngo sonhlamvukazi capital letters
@konkehwanqa6260
@konkehwanqa6260 Год назад
Buza o mamdala bakho nabangani bakamawakho nokuth ungowakaMdletshe kuphi nezwe kuphi nendawo, khululeka nje ungawuthola umndeni wakho even nange DNA coz Yona izomveza ubaba wakho ngisho esbhedlela la owazalelwa khona mhlampe kubhaliwe phansi ukuthi ubani uyihlo.
@nonhlanhlamzimela-su1hb
@nonhlanhlamzimela-su1hb Год назад
Owethu ngizwe sibonga konke enimxhase ngakho macingwane mongameli wamabhinca khuphuka Chunu lethu sokuseka noma ususephalamende izandla zedlula ikhanda kwabaphosile baphoselenathi esingenalutho but sikulinde ngevotingalolo suku
@NkusheniG
@NkusheniG Год назад
Phakade akagugi kuguga abafokazana, Nyanda yemkhonto Macingwane
@michaelmike6519
@michaelmike6519 Год назад
Waze wabusiseke uMacingwane kwaZulu
@mzamotry4623
@mzamotry4623 Год назад
Ihloniphekile Induna uZonke yaseMdletsheni... Inogazi... Indlela ebeka ngayo amagama Uyezwa ukuthi kukhuluma umholi...
@thubelihlekupa3339
@thubelihlekupa3339 Год назад
Wathi Umgodi uthe uyathwala akwangathwaleka ,kkkk koda ke yabona kulokhu usuthwele ngempela nkunzi😅
@mzwandilebiyela6305
@mzwandilebiyela6305 Год назад
Yabona umasheshisa uyalithanda igcokama elisha akazenzisi 🙌🙌🙌
@mongezimdepha3970
@mongezimdepha3970 Год назад
Ey uyayiphiza monstar Msindazwe🤣🤣
@mpilobundle9952
@mpilobundle9952 Год назад
Uyafa ibhabhalazi locilo
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
🤣🤣🤣
@thobanintombeka3533
@thobanintombeka3533 Год назад
😂😂😂😂
@bongumusangcongo2692
@bongumusangcongo2692 Год назад
Nokade ekubiza ngohlanuya uyakuvuma manje mfoka Mchunu Mongameli uthandwa umhlaba wonke
@benbuthelezi4929
@benbuthelezi4929 Год назад
impela nabangani bakhe abaqhela kuye esephelelwe umsebenzi ngiyacabanga bayafisa ukuzisondeza kuye manje
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
Nezitha zakhe azibuye manje lol
@cainluhlanga9071
@cainluhlanga9071 Год назад
Isho kuthini hhayi mine angisazi
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Год назад
UNgizwe usuke ezihlanyela ku social media ezenzela imali...ezihlekisela ..thina siyamthanda👌
@surprisemchunu4495
@surprisemchunu4495 Год назад
Uynkinga nyandayemkhonto boze bekvume . syakbongela chunu
@thulembuyazi8968
@thulembuyazi8968 Год назад
Laze lazotha kamnandi iChunu😊😊😊
@melusindlovu4880
@melusindlovu4880 Год назад
Ngibuka lokho nami
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 Год назад
Ngyakvuma Chunu,ungu president ngempela, syakbongela
@DuduNxusa-wy3nv
@DuduNxusa-wy3nv Год назад
Siyambongela bakithi mchunu🙏🙏
@londythulemchunu
@londythulemchunu Год назад
Phakade akagugi njenga Makhosi asendulo ndabezitha🎉🎉❤❤❤
@simobanimpofu8038
@simobanimpofu8038 Год назад
Khuphuka lapho mfo kaMacingwana😊
@kopanomofokeng6562
@kopanomofokeng6562 Год назад
Zulu nation is too strong. Very supportive of one another.
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 Год назад
Inan manje iNkosi, yangahlaliseka nje neMonster😂😂😂
@blackbrosshowbbs1788
@blackbrosshowbbs1788 Год назад
Inkosi ikhathele boo🤣🤣🤣🤣
@TheOfficialNunuKhambule
@TheOfficialNunuKhambule Год назад
😂😂😂😂😂ngibuka lokho nam 👐
@Muzi_Nqotheni
@Muzi_Nqotheni Год назад
Magalela agase njenge ngonyama, ukungahlaliseki kwe nkosi kuyangisolisa ngathi khona la eqale yavakasha ngakhona yayosusa amahloni😂😂😂😂😂
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 Год назад
@@blackbrosshowbbs1788 kabi😂
@nathimtshali4342
@nathimtshali4342 Год назад
@@TheOfficialNunuKhambule konakele la😂
@senzomasondo9274
@senzomasondo9274 Год назад
ITHANGA LELI MACINGWANE😂😂😂 NGIZWE::YEBO😂😂😅😅 MIC
@thandazilendlovu2977
@thandazilendlovu2977 Год назад
Ngyambongela uMongameli wethu🎉🎉
@Nbilitane
@Nbilitane Год назад
AmaXhosa can learn a thing or two from the Zulus.
@justicegulwa9579
@justicegulwa9579 Год назад
No mnumzana there's nothing we can learn from the Zulu's everything they do is the same with the one that is Zulu are doing ngisho even lena wena uyethukayo mhlawumbi siyayazi inkinga kukuthi awuwazinje AmaXhosa wena uyawaqabuka mhlawumbi wazi lawo uhlala nawo
@njongonji1733
@njongonji1733 Год назад
Jah maybe la ukhona wena bhut isintu sangxengwa ngondlebe zikhanyi ilanga neBible ngiyakuzwela.. Indlu kaXhosa ibanzi.. Isintu sihamba ngohlelo kwaXhosa..
@vvv3449
@vvv3449 Год назад
Angenaphi amaXhosa kwedini, kuqala apha ukungaphili apha entloko.
@sphamandlahlatshwayo6454
@sphamandlahlatshwayo6454 Год назад
Inhlonipho onayo chunu iyathusa umdali akubusise bhuti
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 Год назад
Syabongela ichunu
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Год назад
siyakbongela Chunu
@mandlandlovu1193
@mandlandlovu1193 Год назад
Siyakubongela nchunu
@nkululekokhanyile2233
@nkululekokhanyile2233 Год назад
Siyakubongela Mchunu
@nompilongcobo5860
@nompilongcobo5860 Год назад
Ndoda kobonga amakhosi ompande abazala ocingwane
@mlungisimashinini6584
@mlungisimashinini6584 Год назад
Cingwane halala🎉🎉
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
Ziyakhalaaaaaaaaaa
@thabaninyandeni342
@thabaninyandeni342 Год назад
Kodwa cingwana madoda siyabonga ndoda yamadoda ukwaziwa kwakho ngedlela umhlaba ubonile manje ukuba wena emphakathini ubani
@sibonelojali
@sibonelojali Год назад
ungizwe uzokwenza umsebenzi kayise mahhala hha
@bonginkosimazwixaba7140
@bonginkosimazwixaba7140 Год назад
Siyakubongela Macingwana
@thamiemyeza5979
@thamiemyeza5979 Год назад
Windoda macingwane
@djscwephemsuthu5306
@djscwephemsuthu5306 Год назад
😮ave ehlonipha uNgizwe ai xem
@zakhelendwandwe3053
@zakhelendwandwe3053 Год назад
Ayehle fast 🤣🤣🤣🤣
@gugumpanza3665
@gugumpanza3665 Год назад
🤝🤝Ewu aliphele lelicala, aliphele🙌🙌
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Год назад
Yazi nami kade ngisho njalo😢
@mbhuda2208
@mbhuda2208 Год назад
Uzobamuhle lomcimbi🎉
@velilenatashia8959
@velilenatashia8959 Год назад
Iqhawe leli
@sibusisoxulu1449
@sibusisoxulu1449 Год назад
👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏
@nduduzoerickmncube-ps4nq
@nduduzoerickmncube-ps4nq Год назад
Up Chunu up
@sandilehulumenii1822
@sandilehulumenii1822 Год назад
Halala kumfoka Mgani omanxeba okuhle kodwa kuMongameli
@njabuloalbert1745
@njabuloalbert1745 Год назад
Syakubongela chunu
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
Solokhu sinawe mfowakithi
@khulekanimanqele5257
@khulekanimanqele5257 11 месяцев назад
Nina bakwethu Badleeeeeeetshe kudedelwe igazi 👑🛖👏🦉
@NdukusiyashaMaepe-gm8ic
@NdukusiyashaMaepe-gm8ic Год назад
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@thulanimthonti6827
@thulanimthonti6827 Год назад
IChunu ngiyalivuma. Nasi 🤞
@SboykhaZungu-ov9un
@SboykhaZungu-ov9un Год назад
👏👏👏👏👏
@user-tz7ib4qh8h
@user-tz7ib4qh8h 5 месяцев назад
❤❤❤❤🎉
@mthembisenimbatha-2124
@mthembisenimbatha-2124 Год назад
🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿
@nsindisomsimango4833
@nsindisomsimango4833 Год назад
ngizwe uliqhawe
@sbusisondlovu9915
@sbusisondlovu9915 Год назад
🙏🙏🙏🙏
@vumokuhleshangase6405
@vumokuhleshangase6405 Год назад
Isizwe samaDletshe esinye sezizwe senza Kahle kakhul mase kuziwa ngasekwakheni isthunzi for indawo yasemdletsheni
@melusindlovu4880
@melusindlovu4880 Год назад
Inhlonipho ngiyayithanda
@zamamtshali2245
@zamamtshali2245 Год назад
Shuthungizwe ngekesathengalutho
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
Zoso kophela amadata
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Год назад
Mfundo n siyamazi singamadelabuthongo ngomshado wakhe wasigadla ngenkomo yonke sabuya nezicubi
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
@@ZandileKhwela ubani loyo maZandy??
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Год назад
@@mfundomagubane8499 Ngizwe Mchunu
@mfundomagubane8499
@mfundomagubane8499 Год назад
@@ZandileKhwela shuthi uyaphana
@ZandileKhwela
@ZandileKhwela Год назад
@@mfundomagubane8499 kakhulu Nkomose
@nkosinathikhumalo1342
@nkosinathikhumalo1342 Год назад
Wenzani Mthandeni ucishe ugqoka isgqoko😳😳😳
@phakamaniotty1798
@phakamaniotty1798 Год назад
Ayikho ngoMthandeni lento
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 Год назад
Kodwa Mongameli uyiqhawe
@nosiphocele1315
@nosiphocele1315 Год назад
Macingwane abambizi u-Ngizwenkosi for nothing uhamba wedwa South Africa yonke iyakuvuma😂
@user-fw2mm2to6g
@user-fw2mm2to6g Год назад
Phakade
@zolekastokwe7918
@zolekastokwe7918 Год назад
Ow bakithi Ngizwe busisekile Ciwangwane buti
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 Год назад
Ladla ichunu madoda
@bhekanisihle3488
@bhekanisihle3488 Год назад
HALALA MACINGWANE AKWANDE SIYABONGA KUBOBONKE
@kwandilemzimela9019
@kwandilemzimela9019 Год назад
Uyinsizwa mfoka Mganu omanxeba
@sifisofish7970
@sifisofish7970 Год назад
Inhlonipho iChinu eliyinika ubukhosi buhle
@NTABAZYADELa
@NTABAZYADELa Год назад
Ukwanda kwaliwa umthakathi
@lungisanimbambo6997
@lungisanimbambo6997 Год назад
Inkosi iseyincane
@sisandamabusela2803
@sisandamabusela2803 Год назад
INTLE INTO NIYENZELA NGIZWE BAFETHU
@kwanelekwanele3406
@kwanelekwanele3406 Год назад
Masheshisa ngihalela kukubhebha ngenhlamvu unesidina nje
@MbongeniDlaba-zf3bf
@MbongeniDlaba-zf3bf Год назад
P0a by A lot
@ayandamtolo423
@ayandamtolo423 Год назад
LeNkosi ephuza iDragon nkosiyami
@mpilobundle9952
@mpilobundle9952 Год назад
🤨ngingaygingqa mina ngesbhakela lenkos ezace kanje
@ayandamtolo423
@ayandamtolo423 Год назад
@@mpilobundle9952 😂😂😂😂😂😂😂😂
@sunflawa
@sunflawa Год назад
​@@mpilobundle9952 mhmmm
@mxolisizukula
@mxolisizukula Год назад
Liyakukhanyisela elakini Macingwane ❤🎉
@vuyogwevushe6806
@vuyogwevushe6806 Год назад
Why manenza isiko Nivea kwi social network why
@muziwendodamthembu4476
@muziwendodamthembu4476 Год назад
Ingxoxo akushiswa mpepho laa
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Год назад
Ngiyacabanga ukuthi impepho yaka rawondi leyo engavezwa..lana ingxoxo..futhi lama Video azosiza lezingane zethu ezifunda nabeLungu,ezisindisiwe uma sezikhulile sezithithiza
@nokuzothakhumalo7326
@nokuzothakhumalo7326 4 месяца назад
Uyanqena yin ukwenza yin mase ukungakufaki kwi-social media....
@xolanisibiya4454
@xolanisibiya4454 Год назад
Ngan kwa kuthwa lomuntu uyahlanya kuse yikho lokhu namanje ngyazbuzela nje
@justicegulwa9579
@justicegulwa9579 Год назад
Cha bayamjwayela uphila saka uMchunu inkinga akakhethi buso bamuntu iqiniso yiqiniso kuye yize bembiza ngohlanya nje
@samkelisiwecarolmlambo8231
@samkelisiwecarolmlambo8231 Год назад
Izimfamona...zisuke zimdakelwa
@nokuzothakhumalo7326
@nokuzothakhumalo7326 4 месяца назад
Bayaqina nje labo. Bahluleka ukuhlukanisa I-social media ne-personal life yomuntu
Далее
Former Pres Jacob Zuma expelled from ANC
7:26
Просмотров 46 тыс.
ТРОЛЛИНГ СКАМЕРА СТАНДОФФ 2
00:59
Zuma's ANC expulsion long overdue - Zikalala
5:36
Просмотров 9 тыс.
UMAVAVA EMCIMBINI  EMKHEHLWENI KA SPHESIHLE ZULU E/P 2
13:21
ТРОЛЛИНГ СКАМЕРА СТАНДОФФ 2
00:59