Тёмный

Ubungozi bokunqaba isiphiwo sabantu abadala nokunqaba ukulungisa imimoya yabantu abadala 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 103 тыс.
Просмотров 12 тыс.
50% 1

Kufana nokuzigwaza ngowakho ukunqaba isphiwo sabantu abadala

Опубликовано:

 

4 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 124   
@lwaziolujulile
@lwaziolujulile Год назад
Eyako Fuze, inamandla axaka usathane. Umakufika lezi ezinye inkunzi zifike zidideke eduze nawe abhoke usathane okuzo bese zibhonga zithukuthale ziveze amabala azo acashile. Kuvele kushokona ukuthi anikho ku Level elinganayo ngokomoya nangoko lwazi. Inkinga abafuni ukuvuma. Baze bethi amandla akho anemifakelo ethize. Ngobabengafuni ukuvuma. Kanti kudala wavunywa emathongeni ngisho kwawabo. Bayede🙏🙇‍♂️
@_nkomo6034
@_nkomo6034 Год назад
Nanoma inini mangidukile ngiye ngize kuleli khasi lomkhulu besengiphila... Syabonga baba 🤝
@mbonaniphiwamandlamandlakh6009
Wangikhulula Mkhulu...wothi ngibuze la Angiqhathi kodwa ngathi umkhulu akasahoshelani nomkhulu uSibani Samathonga. Kwenzakalani Mkhulu
@DevilliersRolihlahla
@DevilliersRolihlahla 11 месяцев назад
Amen uyibeka kuzwakale u jabulile lona egoli Protea Glen ngingajabulela ukuchumana nawe ngidinga usizo impilo yami imile ngilimele ngaphakathi angazi ngakuthola kuyiphi inumber baba Amen kwabadala
@shemaneexpressdeliveriespt8869
Mpunga❤ Ngiyakhuleka kuNkulunkulu woKhokho ukuthi akugcine, akuphe ubuhlakane, akwandisele. Uphile nje nkos'yam size-sibonane🙏🏾
@sthembilegwamanda6641
@sthembilegwamanda6641 Год назад
Siyabonga, Mpunga yeSintu izeluleko zoku sakha usivule amehlo,
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu ngoba lokho?
@zodwahelenmthembu7166
@zodwahelenmthembu7166 Год назад
11:00 Ngiyabonga Mpunga Yesintu. Sengicaciselwe. I kakhulu ngezingane zami. Zonke zifundile, kodwa kunzima akusiwona amaloyo.
@letalwandle4553
@letalwandle4553 Год назад
Camagu Tata, 👏.
@petrusmnguni6737
@petrusmnguni6737 Год назад
Syabonga Mbanjwa mfw2 ume njalo mnewethu 👏🤝🙏
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
Mkhulu womkhulu mina ngithi wake waphila la mkhulu.abangaboni boyoze babone kuthi womkhulu🙌🙌🙌🙌Nduna kaNdaba🙌🙌🙌
@bongumusaeric9562
@bongumusaeric9562 Год назад
Usungihlahlile mpunga ,mina ngicela ukubuza ngiphupha ubaba ongizalayo enginika isihlangu esikhulu ethi ufuna ngiphathe la wanginika kanye nesikhwama esikhulu ngabe kuchazani🙏
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 Год назад
Indla nazo,kodwa ziyayhlaba Mpunga. Siyabonga Mpunga.
@nompumeleloprincess2581
@nompumeleloprincess2581 Год назад
Siyabonga ngolwazi mkhulu,,ngicela sike sikhulume ngomakoti olotsholiwe akangaqedwa bese kushona umamazala,,ngabe loyo makoti uyahlala yini ecansini ogonqele umamazala, ngiyabonga mina mkhulu
@nonhlanhlamirriam5280
@nonhlanhlamirriam5280 Год назад
Ngiyabonga Mpunga uMdali akugcinele thina
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Год назад
Siyabonga mkhulu mpunga
@nkosinathimvelase4299
@nkosinathimvelase4299 Год назад
Bayede Mpunga yesintu. Ngiyacela Mkhulu ungicathulise ekutheni ngigeze nazi izikhwama enginikwe zona kuvela ukuthi zingcolile. Angazi kumele ngenze kanjan ukuzihlambulula. Khona lapho kuvela nokuthi ngisembangwebi wezidalwa yize noma ngizalwa abazali abagcagcile ngokuphelele
@mandlangwane1247
@mandlangwane1247 Год назад
Washaya Mpunga yeSintu ekhaya sonke sinemimoya ngenhlanhla nami sengizama ukuyilungisa
@sakhilemsani2419
@sakhilemsani2419 Год назад
Ngibingelele Mkhulu, nami bathi nginayo imimoya manje angazi ngenzenjani, ngoba abantu abadala bathume omunye usisi ukuthi mina angizwa, ngingazi ukuthi basho ngaliphi 😢
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Mnike ithuba
@nzimandemandisa7583
@nzimandemandisa7583 Год назад
Mkhulu ngyagula ngenxa yemimoya, inkinga isbongo Sami asiqondile, manje angazi mele ngiqale ngakuphi, indaba yesbongo izothatha kude, ngingaylungisa imimoya ngigcine ngesbongo? Ngyagula kakhulu😭😭
@Thenjiwezwane-l5j
@Thenjiwezwane-l5j Год назад
Siyabonga sixakekile sifisa usizo ngididekile
@Thenjiwezwane-l5j
@Thenjiwezwane-l5j Год назад
Ngiyaludinga usizo angazi ngiqale kuphi kuningi ngizimisele ukueuthatha
@judiththabethe5504
@judiththabethe5504 Год назад
Syabonga mmmmpunga
@londiweshezi8101
@londiweshezi8101 Год назад
Washaya khona nami ngagoba abantu abadala kugcine bona, ngicela kbuza kuth utholakal knjn
@SceloSonhlanhla
@SceloSonhlanhla Год назад
Mpunga Yesintu 🙌🙌🙌
@benzlinerphoneclinic408
@benzlinerphoneclinic408 Год назад
Cela ukubuza kuthi xa kuthiwa unemimoya ube ungenamali ungazi uzothathani udibanise nani uphahle bathule bangathethi bathi tu kube kubheda kumele wenze njani?
@siyemukelathabede
@siyemukelathabede Год назад
Kubuhlungu shawa abantu a badala
@mkhabolengayondodemnyama8418
Kuyingozi ngempela, mina ngfisukwazi bangphathisani sengigijime kakhulu ngzamukthola lokho kodwa dololo akukho mina engyobaphikisa kukhona ngyokvumakonke abakfisayo
@futhiexulu8296
@futhiexulu8296 Год назад
Uyasiphilisa kdw mkhulu 😊😊😊
@zwaninimsomi6230
@zwaninimsomi6230 Год назад
Siyabonga Kakhulu Qhawe lama Qhawe!!! Impungaaaah!
@MuzokhonaMbatha-eb7gt
@MuzokhonaMbatha-eb7gt Год назад
Ngoba ngempela indlela ibuzwa kwabaphambili
@Bra.G
@Bra.G 5 месяцев назад
Ey mna mkhulu ndinemimoya yakulo tata isphiwo sabantu badala ey kubi yaz izinto zam ziyabheda nje but asbonge ukuthi ngok nge 29 ndiyoyi'lungisa yonke lento
@powerbase9552
@powerbase9552 Год назад
Mkhulu siyabonga kakhulu ngolwazi
@misiwemkhwanazi5767
@misiwemkhwanazi5767 6 месяцев назад
Yazi mkhulu waze wakhuluma ngento eyangvelela ngahayikha imoto ngajikelwa umuntu engangimgibele ngaphuma imoto ihamba ngalimala kakhulu ngalezoynsuku ngaba nephupho ngigibele ibhasi kwaba khona umuntu ongiprofethayo wathi ngyoze ngvume lokhu okmele ngkuvume namanje ngyaybuza ukuthk ngabe lalisho ini lelyaphupho 😮
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
INZIMA LENTO OKHULUMANGAYO MPUNGA NGIBHEKENE NAYO IYANGINGQILAZA INGQILAZA NEZINGANE KODWA NGITHOLA ABANTU ABATHI BAYANGILUNGILUNGISELA BADLALA NGAMI BAZIDLELA IMALINJE
@wandilemelusi1967
@wandilemelusi1967 Год назад
Syabonga Mkhulu ♥️
@bridgetmavuso3816
@bridgetmavuso3816 Год назад
Ewu mkhulu intimate lendaba Mina nje anginqabi kodwa nje wonke umuntu ufuna ukungithwasisa lokho engibona kuyingozi kimina ngoba ngiyafisa ukuthi abadala bakwazi ukungiyala ngendlela yobizo lwabo hayi abantu abangitshelayo.ngiyafisa kodwa angibathembi abantu banamuhle kubi Lana ngaphandle
@NoluthandoLerato-g8o
@NoluthandoLerato-g8o Год назад
Hmmm waze wayibeka indaba thina ekhaya umama unemimoya yakhe kanjalo no baba shuthi bathe sesbeshada nje bashada ngaphandle kokulungisa kwase kuba khona thina hayi mina ke ivele yavala yonke into yafuna ngisho ukuchitha umshado wami yangenza ngaba nolaka nje umsebenzi akaze wuthole konke ekuzamayo akuphumeleli ngisho ngyofuna isikole angithathwa n
@musambatha445
@musambatha445 Год назад
Hhay weMpunga negolide lidlula emlilweni
@Dasepodj
@Dasepodj Год назад
Uyaskhulisa mkhulu. UNkulunkulu akwandisele umusa
@bhekimashaya8885
@bhekimashaya8885 Год назад
Usuku nosuku ngiyaphila la kwi Mpunga Yesintu
@tipsonet
@tipsonet Год назад
izincwadi sizozithenga mkhulu! Nakanjani, okwethu sizokuphakamisa kulelizwe sekuyisikhathi sokubuyela emasikweni wesintu sobuntu bakwantu Mpunga!
@nokwandamaqhubela8237
@nokwandamaqhubela8237 Год назад
Waze wakhuluma ngam.abethu abazali banqaba iziphiwo bazibiza ngamagama .thina sijemile empilweni akwenzeki lutho. Ey kubuhlungu.
@NoluthandoLerato-g8o
@NoluthandoLerato-g8o Год назад
Iyingozi yona imimoya kodwa ke sebaze bamukela ukuthi siyilungise ngoba isivela kithi isihlupha kithi hayi ngyayivuma leyonto yemimoya iyayivala impilo yomuntu
@khulenene1175
@khulenene1175 Год назад
Ay kuokhu ke ngathi uqondene nempilo yami, kodwa ke sengyalungisa manje sengiqalile
@mgabhazikhwela7120
@mgabhazikhwela7120 Год назад
Wakhuluma khathini mfw2
@portiazanele2157
@portiazanele2157 Год назад
Sengzamile bakithi kdwa angitholi usizo sengibhode ngabhoda kodwa lutho, umyaka wesine4 manje ngihlala lendoda kodwa ngingahlangani nayo angisazi, ngiyaphahla abaphenduli sengize ngeka lokuya enkozweni akulungi lutho
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 Год назад
Siyabonga mkhulu hayi iyingozi imimoya
@mbngcobo6526
@mbngcobo6526 Год назад
Freind yam kade ishawa mphakathi last week, kade eyophahla ehlane, mphakath wavel wathi uyathakath,
@sandilezondo6308
@sandilezondo6308 Год назад
Impungaaaa🙏🏾🙏🏾
@bongigambu
@bongigambu 17 дней назад
🙏🏼🙏🏼
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
Ey Mpunga wayithinta sisuka khona lapho kodwa manje sekuyabuya kancane kancane awu kodwa ngePolo lami sekuyahlekisa kodwa manje 😂😂😂 sekungathi inganekwane kimi
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
😂😂😂😂 lizobuya
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 Год назад
@@impungayesintutv Sekusele kancane khehla lami 🤞🤞🤞🙏🙏🙏
@NtombifuthiMbambisa
@NtombifuthiMbambisa Год назад
Ngiyabingelela Mpunga yesintu mina ngivumile kodwa impilo yami imile nje.Ngiyambile ezinkonzweni zase zayoni kodwa lutho azange ngisizakale lutho,angisazi ukuthi ngenzeni manje.Ngiyabonga ngokhuluma iqiniso lendlela ayibalekwa uzoyenza into efunwa abadala full stop
@nellylinah4164
@nellylinah4164 Год назад
Injalo Mpunga okwamanje ngizama ukulungisa indlela bazokugcilaza abadala,your life won't have a meaning,owani umama esaphila uke wangivezela kancani ukuthi yena waphuma entwaseni evaleke amehlo waphusa sebaleka,wathi uma esesigangeni waphumula walala kwase kufika ugogo wakhe ephusheni,wathi kuye makakhuleke,wamfundisa ukuthi akhuleke kanjani kuMvelinqang,then uthe ukuphaphama wathola kuthi amehlo aseyabona kancani wabuyela ekibo,since that time ubekhuleka but azange alandele ubizo lwakhe,So ngicabanha ukuthi bekabona ama-sign kimi kuthi nginako loku anako engafuni ukungitshela,akukho okuhamba kahle from ngikhula,Manje ngikwesinye isibongo nginabantwana nabasemzini nje akukho okuhle ngabo kimi lento iyimoshile imoilo yam seyingena ezinganeni manje kubi.Ngiyayazi Inkosi ngiyakhuleka.Ithi yazisa uyihlo nonyoko before uzongazi Mina.kunzima abangakaboni,bahlangabezana nako,bayajabula azi lutho.
@hambushonehlulezakhe9811
@hambushonehlulezakhe9811 Год назад
Hayi inkingale ubavumakanjani uhamba kuthiwa unabantu abadala bazozivelela lutho ay nabo
@ThabisileMkhize-i9b
@ThabisileMkhize-i9b Год назад
Ngyakhuleka Mkhulu Ngcela ungicacisel kulembono Ngaphupha ikhehl likolwande langinik umnazareth iqhabanga ithusi ibhayi lempangel emaroon. Kwaphinda kwafika izwi lith hamba uye kwaShembe , kwathiw lomuntu ozomfica laphay ushade naye ngoba uphethe ukhiye wempilo yakh Mangifik laphay kwaShembe ngifik ikhehl lifake umnazareth kanye nebhesh lavel langibuk lahlek Emva lokho ngaphuph uNyazi lwezulu luqhamuk phakath olwandle Ngisize mkhulu kwenzakalan
@noluthandononjwangu6272
@noluthandononjwangu6272 Год назад
Ngiyabulisa nam mkhulu Utata kamamam wangena kwinkonzo yaba fakazi kajehova ngoku umama wam zange benzelwe lutho kubo ngoku izinto ziyabheda empilweni yam ndingaqala ngaphi ukulungisa kubi kakhulu 😔😔
@clapsonmsibi
@clapsonmsibi Год назад
Spomge Mpunga yesintu,ngiyafisa ukuthi mina no ma sike sihlangane nawe
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 Год назад
Impuuuuuuungaaa❤🙏🙏🙏
@lungakhulu1483
@lungakhulu1483 Год назад
Umbuzo nje. What can a person with the calling or gift do if they're experiencing difficulties like unemployment, loosing everything but awali uyavuma ukuthi unesiphiwo kodwa awunamali or any resources needed kodwa uvele ulahlekelwe? Sometimes kuvele kubenzima ngoba ifika emntwini ongenayo nix then ibambe imfundo or umsebenzi ozokizisela imali yokwenza umcimbi
@bhekibhekza8279
@bhekibhekza8279 Год назад
Into ebuhlungu yoyo leyo
@luckytau6331
@luckytau6331 Год назад
Makwande Mpunga!🙏
@phililemtetwa6145
@phililemtetwa6145 Год назад
Isiphakile eyako Fuze
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 Год назад
Wagadla mkhulu kwazwela khehla😔
@sithembisophakathi2603
@sithembisophakathi2603 Год назад
Ngifisa ngathi owami umzali angayizwa lenkulumo mkhulu Mpunga😢😢
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@zamanihadebe1157
@zamanihadebe1157 Год назад
​@@vusimngomezulu2500 uyamazi yin loyo nkulunkulu noma wazi abantu abakini abashona?
@xolanimlambo7133
@xolanimlambo7133 Год назад
Esimeni lapho uzovuma konke futhi wenze konke kodwa ugobela adlale ngawe, aphambanise yonke into. Ngabe usanecala nalapho?
@ngwemabala685
@ngwemabala685 Год назад
Mina ngiyabonga mfowethu.
@watercloak
@watercloak Год назад
Mpunga ye sintu umzali ebe khanda eli gqinile ethanda isonto wenza njani?
@talentmakhanya281
@talentmakhanya281 Год назад
Mpunga yeSintu ngiphuphe kuthiwa kumele ungenzele ukhamba lwendiki
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@MkhizeKhabazela-q7t
@MkhizeKhabazela-q7t Год назад
@ThobekaMakhanya-di1xy
@ThobekaMakhanya-di1xy Год назад
Sawubona mkhulu ukuphi ne Theku ngyakudinga ukuxhumana nawe
@zandilenxumalo1205
@zandilenxumalo1205 Год назад
✨👏👏👏👏
@ThokozaniMbatha-oe1pu
@ThokozaniMbatha-oe1pu Год назад
Kunjalo nje
@sphiwemahaye2872
@sphiwemahaye2872 Год назад
Mkhulu cyabonga kakhulu Koda mina ngyazama kulungisa abantu bavele bafune ukuthatha khona lokhu engithi ngyakulungisa sengibahambe kakhulu abantu akulungi intonke manje sekuvaleke imali igobongo sengilidle kakhulu Koda akulungi manje sengivele ngayeka Kuya ukuyobheka kubantu ngoba abathi bazongilungisela yibo abangibulalayo ngenhlahla basakhombisa kuthi ngezeni inkinga imali ivalekile angsazi ngenzenjn manje kuze ngikwenze lokhu abakufunayo
@nqobilekhanyiswa4371
@nqobilekhanyiswa4371 Год назад
Hhey Mpunga wakhulum ngesimo engibhekene naso 😭😭. Lapho uMah noBaba bath wath uShembe asfuneki isangoma enazaretha. Benjalo njee bashade umshado weslungu kwath uBaba wengane ethi ufun uklungisa alobole bath abantu abadala bakomalume ngowowabo wath uBaba bayabheda walobola yena. Wahlehla kanjalo ke uBaba wengane💔
@robertnguse5339
@robertnguse5339 Год назад
Ukulobola akusho ukuth wena owakini umamawakho engakhishiwe kubo ngebhokisi
@nqobilekhanyiswa4371
@nqobilekhanyiswa4371 Год назад
Min ngyakwaz lokho but UBaba akayizwa leyo.
@robertnguse5339
@robertnguse5339 Год назад
Hayi kunzima ke ukuth uphumelele ubaba mayengavumi into zakho zibanjwe kuncono ukuba uphelelisa umama
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 Год назад
Yimi lowo mkhulu ngibanjwe 2 subjects ku degree 😢😢 sengibathe ngiyazazi kuyala. Yey banamandla abantu abadala
@Thokozani_Nomandla
@Thokozani_Nomandla Год назад
Yathi iqala le video ngavel ngabon ukuthy usho Kimi 😢
@Sandilesdulisa-lz7iv
@Sandilesdulisa-lz7iv Год назад
Sawbona Mpunga. Sacela uke ukhulume ngobungozi bezinto zokuqinisa uMuzi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@yvonnemlungwane3425
@yvonnemlungwane3425 Год назад
Ngibingelele kwiMpunga nababukeli bakho ngingufazazi walenkulumo umama wanqaba ngisanda kumbuza ngesiphiwo sakhe wathi usaba amanzi ugogo ozala ubaba wangsilungisa isithunywa sakhe enesiphiwo nomama omzalayo wanqaba ubungoma manje ngithwele yonke lemimoya ivuka kumina ngivumile ngoba nakumina sekubheda empilweni bengicashe ngensindiso ngisalungisa kodwa kunzima abazali abangafihli
@sbongaavela9767
@sbongaavela9767 Год назад
🙏🌹
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@sbongaavela9767
@sbongaavela9767 Год назад
@@vusimngomezulu2500, Dlakadla, ufuna ulwazi lwabantu abadala noma ugxibha inkulumo Ka mzukulu Ka Pheshe?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@sbongaavela9767 Ngiyabuza Avela, ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@sbongaavela9767
@sbongaavela9767 Год назад
Mngomezulu umbuzo wakho ngiyawuzwa, kodwa impendulo yawo Nansi la enxoxweni yeMpunga
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@sbongaavela9767 Phela impunga iphikisa UNkulunkulu mdali wethu sonke, UNkulunkulu uthi abantu asebafa kabasaphili, Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,umshumayeli 9:5-6,10, bazophila futhi lapho UNkulunkulu ebavusa ekufeni, Isaiah 26:19,John 5:28-29, Psalms 37:29, yini e wrong kulokhu okushiwo yibhayibheli we Vela?
@ZinhleZinhle-h3f
@ZinhleZinhle-h3f Год назад
Cha kunzima shem ngoba kwamanje ngixabana nomphathi wami kumele ngabe kade ngaxoshwa kodwa ngisasebenza angiyazi lento
@nompumelelomabaso5459
@nompumelelomabaso5459 Год назад
Yimi lowo okhuluma ngaye ngisenkingeni ngashada ngabuya emendweni ngakhishwa inyoka enophaphe eyayingijaha ephusheni maqede ingikhiphele ngaphandle komuzi ngashiya ngakha owami umuzi ngayiphika lento noma ngingasindisiwe kodwa ukungayiqondi ngqo izinto ngizibona ngqo ngiyazitshelwa futhi manje sengiyafisa ukuthi ngilungise isimo kodwa sengesaba abantu besizulu banamanga too much. Bayazitshontsha neziphiwo zethu....yikona okungibambile manje
@zamanihadebe1157
@zamanihadebe1157 Год назад
ubtothola ama khandlela amathathu, eli White, Yellow and Blue.. ukhuleke kuwo ukhulume nabadala.. ibona abazokuthuma kuloyo muntu ongaku cathulisa kuloluhambo lwakho
@bhekibhekza8279
@bhekibhekza8279 Год назад
Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi angeke kwenzeka yini ukuthi ungasivuma isipho sabantu abadala kodwa ucele ukuthi abakuphe ithuba lokuthi uthole Amandla kuqala
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@zamanihadebe1157
@zamanihadebe1157 Год назад
​@@vusimngomezulu2500 fusegi wena nyoko
@bhekibhekza8279
@bhekibhekza8279 Год назад
@@vusimngomezulu2500 angivamanga ukuphendula isilima
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​@@bhekibhekza8279 Okay ngiyabonga Bheki, nazi izimpendulo eziyiqiniso, UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abantu asebafa kabasaphili, Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,umshumayeli 9:5-6,10, bazophila futhi lapho UNkulunkulu ebavusa ekufeni, Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29. futhi ibhayibheli lithi singabizi abanye ngezilima,Mathew 5:22.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
​@@zamanihadebe1157 Ibhayibheli lithi singayithuki inhlamba Hadebe, Mathew 5:22.
@MkhizeKhabazela-q7t
@MkhizeKhabazela-q7t Год назад
Inzima eyam impilo ngku akungeni nemali kwizinto endizenzayo😢
@impungayesintutv
@impungayesintutv Год назад
Uhlala kuphi
@MkhizeKhabazela-q7t
@MkhizeKhabazela-q7t Год назад
Ndisengqeleni phantshi komthatha
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@sinemncibe7107
@sinemncibe7107 Год назад
Uwena
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@sinemncibe7107 Njengoba ukufa nokuphila kungefani, pho nisho kanjani ukuthi umuntu osefile uyaphila?
@lungakhulu1483
@lungakhulu1483 Год назад
Umbuzo wakho uzothi ma bekuphendula uthi bayakulwa. When you don't believe, do not try to be disrespectful by hiding behind confusion nemibuzo edala ingxoko engayi ndawo. Stop it. If you don't believe then there are plenty other channels you can view. Next thing you will say abantu bayakuthuka Kanti uyazibuzela nje.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@lungakhulu1483 Kodwa abaphenduli ngani noma mhlawumbe abazazi izimpendulo?
@robertnguse5339
@robertnguse5339 Год назад
Ningamnaki umngomezulu uhlanya lwalayikhaya
Далее
Учёные из Тринидад и Тобаго
00:23
Kungani iDlozi lingene kabuhlungu kuMuntu?
19:24
Просмотров 19 тыс.
Sithini Isintu Ngemimoya | Indaba Yesintu
50:21
Просмотров 30 тыс.
Uma unemimoya uyavukelwa | Imibala yeZithunywa
28:08
Просмотров 36 тыс.
GOD doesn't answer BLACK people's prayers | Nathi Mankayi
3:26:03