Тёмный

Ukuze konke okucela emsamo kwenzeke naku ekumele ukuqonde 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 103 тыс.
Просмотров 35 тыс.
50% 1

Senze iphutha elikhulu ngokuhlubuka imsamo yethu

Опубликовано:

 

4 окт 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 124   
@hlengiwengcobo419
@hlengiwengcobo419 Месяц назад
Amen siyabonga ngolwazi .Ngicela ukubuza uma izidalwa zingangenisiwe nabomndeni bebangisana ngokukufakela ngoba abazali bengasekho kwenziwa kanjani 🙏🙏🙏🙏🙏 Shembe
@phillipmsomi6888
@phillipmsomi6888 11 месяцев назад
Baba........ Ay cha...... Azibuyele emasisweni.... Engathi singa Funda singa bantu..... U shaye khona...... Uhlala thandaza njalo bathi nikela noma bebona isono sakho semali asilungi....... Nawe uvele uhlale entweni ubona ayiku sebenzeli... U shaye khona.... Ngiya vuma Mr..... U shaye khona.
@sindiswangubo2708
@sindiswangubo2708 11 месяцев назад
Mina ngithi uNyazi lukkhulise syakdinga mnumzane 😢❤
@nonkululekogcabashe9488
@nonkululekogcabashe9488 11 месяцев назад
Siyabonga kakhulu ngomyalezo nesifundiso esinqala. Asibuyele kokwethu kwesintu 🙏🙏🙏Ngiyathoba Baba Mpunga yesintu
@thukumthakathimanzini4371
@thukumthakathimanzini4371 11 месяцев назад
Mpunga Yesintu uqedile baba.Uma ngingase ngithi khona engikujobelelayo ngabe sengyona.
@PhelokaziDoyi
@PhelokaziDoyi 11 месяцев назад
Tjooooo baba mandibonge ngomyalezo wakho kuba nam bengizinikele kakhulu esontweni ngokholelwa kuyo ekhaya Kim bengingazenzi kwanto kodwa manje ungivule amehlo ngiphinde ngibonge u baba ungisizileyo naye wanguvula amehlo manje kulona unyaka ngiyokwenza okundifanele ekhaya ndiyokwenza utywala ❤🙏🙏🙏🙏
@VivianThemba
@VivianThemba 2 месяца назад
Uyishaya khona ❤❤mfo kababa
@NjabuloMthembu-h9o
@NjabuloMthembu-h9o 23 дня назад
Syabonga kakhulu ngizwe kahle mina isishayile le siyindlu emnyama mhmhmh
@benben9590
@benben9590 11 месяцев назад
Ngiyabonga kakhulu Mpunga yeSintu ngencazelo ebaluleke kangaka.
@mphathimnguni5381
@mphathimnguni5381 11 месяцев назад
Aiy Mpunga ukhaliphile kakhulu, ngithanda ngoba ukhuluma nawe uyakholwa..awukwazi ukukhethisa abantu abadala inkolo ngenkani uzothi ukhethisa inkolo kanti lokphethele izinto zakho akafune nkolo ufuna isintu ufuna ubuye umgayele utshwala
@MbukiseniZungu
@MbukiseniZungu 3 месяца назад
Siyabonga amazwi akhayo ngiyadinga ukwelulekwa nokukhuliswa Khula mpunga yesintu siyakulalela.
@busitshabalala4181
@busitshabalala4181 11 месяцев назад
Sikuzwa kahle mkhulu ....Hai ngoba siyayilahla imithetho yasemakithi😢😢
@nombusoevelynmdakane8184
@nombusoevelynmdakane8184 11 месяцев назад
Siyabonga Mpunga yesintu besingazi sikhule singena bantu abadala abasicazelayo ngempela sibahlubukile asibuyele emsamo
@mdumjoli-xo8hv
@mdumjoli-xo8hv 2 месяца назад
Siyabonga izeluleko zakho ezintle mpunga yesintu 🙏🙏🙏
@sphakamisomabaso2880
@sphakamisomabaso2880 3 месяца назад
Baba mpunga yesintu ngithi angibonge kakhulu ngamazwi osiphe wona ngathi bukhuluma nami uqobo lwam ngiyabonga kakhulu Nkosi ikukhumbule wena namathonga akini
@siyabongagumede4870
@siyabongagumede4870 9 месяцев назад
Mpunga yesintu syabonga khula njalo👏👏
@MerciaMaake-qs5hk
@MerciaMaake-qs5hk 11 месяцев назад
Siyathokoza mkhulu ngomlayezo omuhle...Impungaaaa👏👏👏
@oneoonrenaissanceself4003
@oneoonrenaissanceself4003 2 месяца назад
Siyabonga Ipunga Yesintu.. ❤❤
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 11 месяцев назад
If abantu bakini babekholwa... Kuvumelekile yini ukuthi nicule amaculo esonto before uphahle... Phela ithongo kwaku abantu abakholwayo Siyabonga Baba
@MellowNdinisa
@MellowNdinisa Месяц назад
Mahle amangama baba❤🎉
@MshefaniDlamini
@MshefaniDlamini 6 месяцев назад
Mmmm amakhulu amazwi bhuti iqiniso elimsulwa
@luckytau6331
@luckytau6331 11 месяцев назад
Ngikuzwa kahle kakhulu Mpunga, futh sengoyenza njalo Mkhulu.! Makwande!🙏
@NkosinathiThabethe-sr5vr
@NkosinathiThabethe-sr5vr Месяц назад
Ngiyazibongela ngokungikhulisa ngolwazi ngethembhe kukhona nabanye abasizakalayo..
@UmlunguSA
@UmlunguSA 11 месяцев назад
Washaya mpunga yesintu✊
@ZamekileMyeni
@ZamekileMyeni 8 месяцев назад
😭😭😭mkhulu kwangathi usho kumyeni wami akafuni akezwa lutho ngomsamo akafuni ngisho kushiswe impepho uvele athi sinemimoya emibi yena uyinkonzo (12 apostles)izingane zinezinkinga ezingapheli ngiyafiaa sengathi uyayizwa lengxoxo God bless you mkhulu
@mthobisi6624
@mthobisi6624 8 месяцев назад
Engathi ungakuthola ukukhanya kobhekene nakho, uma kwenzeka uzicelele nako malume ukukhanya ngenxa yesimo, akube kuhle konke
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
​@@mthobisi6624Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@SizweCele-rw8if
@SizweCele-rw8if 11 месяцев назад
Impuuunga yethu 🙌🙌🙌
@nomasibulelemoni4912
@nomasibulelemoni4912 11 месяцев назад
Sibonge iseluleko Mkhulu 🙏
@lungiswagladysmthethwa9231
@lungiswagladysmthethwa9231 11 месяцев назад
Ngiyabonga Mpunga, ziyakhuthaza ingcebiso zakho
@SabeloZulu-fv9zk
@SabeloZulu-fv9zk 11 месяцев назад
Siyabonga Mkhulu ne qiniso lakho
@siphamandlabrian6476
@siphamandlabrian6476 11 месяцев назад
Bayaxaka labantu abakholwayo wayezofunani emphelandaba ebe azi ukuthi ulandela inkolo yasesontweni lakhe.
@arufapagari5785
@arufapagari5785 Месяц назад
Ngiyabonga ngefundiso mina ngine nginga lapho ngikhathele sherm
@banjani3732
@banjani3732 11 месяцев назад
Hayi!! Usemncane kodwa uphiwe isipho esinzulu.Impela kunjalo.UShembe uqobo uyakubuza uma uguqe phambi kwesihlalo sobukhosi athi, njengoba uthi kade ubika kodwa akulungi, Umsamo wakho uyawazi???uyawunaka???uwunaka ngendlela yabanini bawo???.
@nomgqibelolekala245
@nomgqibelolekala245 11 месяцев назад
Siyabonga Mpunga ngolwazi osicobelela ngalo.ngicela impunga ingichazele uma ungumlanjwana uganamvume yokukhuluma emsamo futhi nomalume nomawakho sekashona nisele nomzala kodwa umzala ukulele akukhulumele emsamo angavumi kumele use low-priced umsamo ukuze izinto zakho zikhanye .
@nomgqibelolekala245
@nomgqibelolekala245 11 месяцев назад
Ngiyaxolisa nge spelling error umzala uyala ukuyokukhulumela ngoba Nguyena ongowedilisa wena ungowesifazana kumele ngiyophahla kuphi ngiphathe ini
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@lizzysitelo3472
@lizzysitelo3472 11 месяцев назад
Mkhulu MPUNGA ABANGASEKHO BASIGCINELE WENA KHEHLA LAMI KUKHULU ESIKUFUNDAYO, NGEZIMPILO ZETHU SIYABONGA KAKHULU KWANDE
@ntombizungu-z9z
@ntombizungu-z9z 15 дней назад
Ungitshele ngadela ngenhlanhla yami ekuthiwa nginayo kodwa ingaveli ngisho ngingenzani. Kuyavela ukuthi ngempela ngazalwa ngembethe ngingenza kanjani na ngcela ungisize
@NokukhanyaMtolo
@NokukhanyaMtolo 11 месяцев назад
Siyabonga ngyasizakala kakhulu kokningi engingakwazi
@sindiswamboyiya1462
@sindiswamboyiya1462 11 месяцев назад
Amen mfo Ka mbanjwa bengisacela ukbuza ma uphupha ingwwnya ziku jaha kodwa zingakudli ugcine usuohumele ngaphesheya ingabe kusho ini? Ngiyabinga
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 11 месяцев назад
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko?
@sindisiweignatiaratonkhoma2408
@sindisiweignatiaratonkhoma2408 11 месяцев назад
Wakhuluma baba Hai wayishaya asibonge
@ThandekaMdima
@ThandekaMdima 2 месяца назад
Thokoza mkhulu makuthiwa umsamo wakho ungcolile nabakini bangaphandle abangenile ekhaya ngifisa ukwazi ukuthi uma ngisemqashweni ngibabiza bayangizwa yini uma Amandla okubangenisa engakafiki
@siyabongabiyela3497
@siyabongabiyela3497 11 месяцев назад
Impunga yesintu madoda, asbonge mpunga ngolwazi olubaluleke kangaka
@zanelemsomi3709
@zanelemsomi3709 11 месяцев назад
Shayile mkhulu. Okuhle kodwa🎉danko
@MpendulenhleZikhali-wm3hn
@MpendulenhleZikhali-wm3hn 11 месяцев назад
Syabonga khehla
@sabelosibisi313
@sabelosibisi313 11 месяцев назад
Uyibeke yacaca Fuze, i Thongo liza kuqala kunakho konke 👏🏾
@bongigambu
@bongigambu Месяц назад
🙌🏽👏🏼👏🏼
@siyabongachili94
@siyabongachili94 11 месяцев назад
Ay unembile lana bhuti ngzoy Downloader khona engfuna aylalele le Video
@sbongilembhamali6657
@sbongilembhamali6657 3 месяца назад
Mpunga yesintu Mina ngicela ukubuza ukuth ithonga malivaliwe liyakuzwa yin Uma ukhuluma nalo ngisho ngoba kuningi ukonakala okukhona emindenini
@talentmakhanya281
@talentmakhanya281 11 месяцев назад
Mpunga 👏🎊
@zanothandoasamkele2186
@zanothandoasamkele2186 11 месяцев назад
Mpunga syathokoza Ulungiswa kanjani ùmsamo?
@arufapagari5785
@arufapagari5785 Месяц назад
Khonge lapho ngathi ngafikha ba khuluma into ifanayo mare angibone change yehlahla ngiyasafa njalo
@siphe11
@siphe11 11 месяцев назад
Wayibeka kwezwakala kwacaca, sibonge🙌🏾
@willythando5836
@willythando5836 11 месяцев назад
UyiNyuvesi ngokwakho🙏
@nkanyisondlovu3151
@nkanyisondlovu3151 11 месяцев назад
Baningi oqhibukhowe kuleyushubhu,kodwa ukuba khona kwakho Mpunga kuyasiphilisa,kuyasikhulisa,kuyasifundisa,kuyasibuyisa endleleni eyiyo,kuyasikhumbuza ukuthi sasingobani,kusivula amehlo ukuthi izinto sizibuke ngeso elijulile futhi sihlolisise nalapho sinyathela khona,baningi abalaphi beNdabuko osubabeke ebalazweni,sengathi amakhehla akho angakwandisela Mpunga yesiNtu.
@mariomhlanga1968
@mariomhlanga1968 11 месяцев назад
Haibo...siduma ngaphandle njenge generator....kkkk....Hai kodwa yaybeka😂😂😂
@mdasylvia5422
@mdasylvia5422 11 месяцев назад
Haaai kodwa mkhulu angazi okumele kwenzeke ukuze sizwe, siyabonga ulwazi osipha lona
@Bet_with_G_light
@Bet_with_G_light 11 месяцев назад
Iqiniso lakho kuze kuth angikhale ngendlela izinto ezenzeka ngayo ekhaya.Baba ngyabonga ngolwazi olungaka uyangikhulisa kakhulu
@PhumeleleMazibuko
@PhumeleleMazibuko 8 месяцев назад
haibo awucazi ngani indaba yoko nikela. Wocasa buthi, siyabonga
@simangalisondlovu1628
@simangalisondlovu1628 11 месяцев назад
Ngelinye ilanga ngiyacela uke usichazele ubungozi bokwenza usiko/ umkhuba wakomunye umuzi okanye isgodi owakhe kuso ngenxa yokufuduka wabese wamukela usikompilo olufice lenziwa abantyu bendawo uyeke okwakini.... phinde ubheke ukuth ngabe uyamukeleka loyomsebenz obuwenza
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@bandisilelusiba
@bandisilelusiba 11 месяцев назад
Camagu mkhulu wandinyanga ndatsho ndaphila❤
@BhovaOdlamasaladi
@BhovaOdlamasaladi 11 месяцев назад
Ngisho iphoyisa liqala ukubopha ekhaya kanjalo nesela liqala ukuntsontsa ekhaya sithi makwande Mpunga yesizwe
@Madiba98
@Madiba98 8 месяцев назад
Baba nami ngizuzento apa ndisazozuza
@monwabisidambuza6547
@monwabisidambuza6547 11 месяцев назад
Camagu kunjalo Mpunga Yesintu 🙏🕯️🕯️🕯️
@thembangubane8763
@thembangubane8763 11 месяцев назад
Dankie Mpunga
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 11 месяцев назад
Mkhulu nami khaya komama kwakuhlezi kukhona imiphongolo yawo makwebevu ngike ngisho kuthi nami ngeke ngabagayeli
@zanothandoasamkele2186
@zanothandoasamkele2186 11 месяцев назад
@sphesihlekubheka8889
@sphesihlekubheka8889 11 месяцев назад
Ngiyafisa ukuthi ngikuvakashele Mpunga Yesintu sihlale phansi sikhulume ..
@ZamekileMyeni
@ZamekileMyeni 8 месяцев назад
Mkhulu Mpunga uma uganile ucela kanjani ngoba unkosikazi oganile akakwazi ukukhuluma emsamo
@zamokuhlemtshali6310
@zamokuhlemtshali6310 11 месяцев назад
Iqiniso elimsulwa❤
@NoziphiwoKetile
@NoziphiwoKetile 6 месяцев назад
Mkhulu iuazwakala mna ndiyakuva futhi ndiyaphila
@menelisisikhahlane9542
@menelisisikhahlane9542 11 месяцев назад
Ave kukude eZulwini bafowethu. 😢😢 engath zoke ngikhohlwe kancane ukuthi ngizongena eZulwini likude kakhulu nami. Sengethembe uMusa kaJehova. Hhay ngokwenza kwami.
@FistoMnisi
@FistoMnisi 11 месяцев назад
Ngubani owakutshela ngoJehova ne ZuLu? Niyathanda ukuthemba Izinto ezingekho, ezingakaze zabakhona futhi ezingeke zabakhona. Qhubeka uzixakekise sibuya kuyo leyondlela sashaywa ngenduku ebuhlungu sabuya sigijima ekhaya Hawu konke sekuhamba kahle ke manje. Sibonge IDloZi!
@gasisa78
@gasisa78 11 месяцев назад
Ngeke umshintshe umuntu uma esethe "ngichathile ngichathile".Bangichaza sebethi bagqhoke "izingubo zokukhuleka" bangazibuzi ukuthi kungani abelungu abasenkozweni eyodwa nabo bengazilokothi ngisho beneme kanjani ngoba bayazazi zaqhamuka kanjani.Izamvatho lezi enithi ezokukhuleka kuze kuvuleke izulu ziwuphawu olwalusetshenziswa amakoloni ayezothumba imiqondo yethu nomhlaba wethu ukukhombisa na ukuthi "sekungabami laba bangabe besashelwa sebethumbekile".
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
​@@FistoMnisiAmadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
​@@gasisa78Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@gasisa78
@gasisa78 Месяц назад
@@vusimngomezulu2500 Mngomezulu mnewethu ibhayibheli lethu lisemsamu inkinga esibhekene nathi ukuthi sinalenkonzo yomona wokufuna ukungaboni omunye umuntu ephumelela ngoba imisanu yethu ixojwa abantu begceke ngabomu bafune ukulawula impumelelo yamalunga omndeni bazenze umvelenqangi.Kuye kushiweke ukuthi uma uphanjaniselwe egcekeni uhamba uze ubemfishase uzama ukulungisa kodwa kube nzima.Bangaki nje abantu abafakwa amalunga abo ematohhweni Mngomezulu mnewethu??😂
@marciansibeko6430
@marciansibeko6430 6 месяцев назад
Mpungane uyibekile njengoba injalo
@Pieter-c8m
@Pieter-c8m 7 месяцев назад
Uyakhulum inking uhlanganis indaba Uyaphuma kwi Topic uzodida abanye bowchaza ngokumele ukwenza emsam eyama Nazareth ingena kanjn mnj lana nenkolo
@mzwandiledulela7878
@mzwandiledulela7878 11 месяцев назад
Ba babaza unkulunkulu isdingo singekho impela Mpunga🤣🤣
@NtobekoShange-d3t
@NtobekoShange-d3t 11 месяцев назад
Ngizwile mina
@QaphiMafuleka
@QaphiMafuleka 24 дня назад
Mkhulu ukuphi nendawo
@mzikayisesomaza7293
@mzikayisesomaza7293 11 месяцев назад
Khafula umlilo Mpunga Yesintu!
@juliontladi7781
@juliontladi7781 11 месяцев назад
Ngiyakhula khehla hai kuyezwakala uyathetha kodwa Baba kuzwakala kahle impela kuzosisiza ukuthi sizilungise
@XoliXulu
@XoliXulu 2 месяца назад
Isonto liyasebenza
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 11 месяцев назад
Uyimpungaa Sikubuke sise Bizana emampondweni
@samuelzwane5269
@samuelzwane5269 9 месяцев назад
Mnewethu BABA uyaqeqebula mfoka Mbanjwa onendlebe uzwile.
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@SthembisoMazibuko-f9q
@SthembisoMazibuko-f9q Месяц назад
Yimina onalenkinga
@thumbanimabaso-tc6hq
@thumbanimabaso-tc6hq 11 месяцев назад
Sanibonani,hayi mpunga awulwi kodwa uyibeka ngqo.sekukumuntu ukuthi wenzenjani ngakuzwile.
@banjani3732
@banjani3732 11 месяцев назад
Abesethi phindela emsamo kuzolunga.
@nokwazibodoza5130
@nokwazibodoza5130 11 месяцев назад
Khehla🙌
@syabongaK555
@syabongaK555 11 месяцев назад
impuuuungaaah🙏
@snayenothando924
@snayenothando924 10 месяцев назад
Sengiyafisa ukuvakasha eMphelandaba,,kuningi engifisa ukukbuza bukhoma kwiMpunga ngendlela enezifundiso ezinhle ngakhona,,inkinga ngiyesaba
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@sphiwengubane8002
@sphiwengubane8002 11 месяцев назад
Mkhulu hayi ngamachoba mkhulu yehlisa ngathi khuluma nami nje🙈
@umanzini1840
@umanzini1840 11 месяцев назад
Shaya!
@nokwandamaqhubela8237
@nokwandamaqhubela8237 11 месяцев назад
Kucace bha.impuunga
@ritamtolo3497
@ritamtolo3497 11 месяцев назад
Inamandla 🙏
@philangema7809
@philangema7809 11 месяцев назад
Wayibeka mkhulu🙏🙏
@PhumlileRobertNguse-ng1mv
@PhumlileRobertNguse-ng1mv 11 месяцев назад
Ukungangcwabi ngesabatha Kona ngoba phela okhokho babengangcwaba ngesabatha okusho ukuthi thina esikholwayo kufanele singcwabe ngesabatha,Mina ngiyakuzwa angikuzwa futhi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Yiliphi isonto leqiniso kulomhlaba ngokwe Bhayibheli? Ngoba amasonto amaningi awawona aweqiniso ngokwalamavesi, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15, 2thimoty 4:3-4, 2Peter 2:1-3, 1John 4:1..
@portiakiviet1078
@portiakiviet1078 11 месяцев назад
Camagu tata
@PammyRadebe-b2c
@PammyRadebe-b2c Месяц назад
Iqiniso lodwa lelo
@SibongileMlangeniSEM
@SibongileMlangeniSEM 11 месяцев назад
IMpunga! 🙏🏽
@shemaneexpressdeliveriespt8869
@shemaneexpressdeliveriespt8869 11 месяцев назад
💯💯💯
@ThandiweMkhize-gi1ll
@ThandiweMkhize-gi1ll 10 месяцев назад
Washaya mfokaspheshepheshenkosibusise
@Sindisiwe-y6q
@Sindisiwe-y6q 11 месяцев назад
Mpunga yesintu ngisacela ukubuza ukuthy uma uthy ulele ubone umama egwazwe ibhodlela pheko nyawo lesokunxele bese kusenjalo ngibone lonke uhlangothy lwzkhe seluphenduke uhlangoghy lwenkomo kungethuse kakhulu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 2 месяца назад
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@ThamsanqaShabalala
@ThamsanqaShabalala 11 месяцев назад
Ai wahlaba esikhonkosini
@ntwenhlembanjwa6201
@ntwenhlembanjwa6201 11 месяцев назад
KHATHINI SAMA
Далее
INHLAMBULUKO NENDLELA EYENZIWA NGAYO
28:57
Просмотров 23 тыс.
НЕ БУДИТЕ КОТЯТ#cat
00:21
Просмотров 600 тыс.
skibidi toilet multiverse 042 Trailer
01:57
Просмотров 1,4 млн
小路飞嫁祸姐姐搞破坏 #路飞#海贼王
00:45
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
Uma unemimoya uyavukelwa | Imibala yeZithunywa
28:08
Просмотров 36 тыс.
Ulwandle liwumsamo kanjani
1:08:28
Просмотров 9 тыс.
Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli
26:34
Просмотров 58 тыс.
Learn JavaScript - Full Course for Beginners
3:26:43
Просмотров 17 млн
ISBUNGE SEMALI
19:17
Просмотров 3 тыс.
НЕ БУДИТЕ КОТЯТ#cat
00:21
Просмотров 600 тыс.