Тёмный

Ukuhlaba Izimbuzi eziningi uma wenze umsebenzi 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 102 тыс.
Просмотров 6 тыс.
50% 1

Kubalulekile ukwazi ukuthi udinga izimbuzi ezingaki uma wenza umsebenzi othile

Опубликовано:

 

12 сен 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 32   
@tysermohlala5422
@tysermohlala5422 4 месяца назад
Emakhosini lamahle. Siyabonga mkhulu. Impunga...!!!
@patriciapat3195
@patriciapat3195 2 года назад
Ngiyabingelela Baba ngizwa inkulumo yakh yakho ijulile ngezinto ezingekaze zenzeka kwabam abantwana ubaba wabo akaze abenzele imbeleko Kanye nomhlonyane manje akukho okulungayo kuzo ngoba mina ngahlukana naye angizange ngaganwa futhi angazi ngenzenjani Baba kubi ngiyabonga
@sandilendlovu9603
@sandilendlovu9603 2 года назад
Hai baba Mbajwa mina ngiyavuma mkhulu ukhule nsizwa yakithi
@benettenkosi6517
@benettenkosi6517 2 года назад
Siyabonga Mr Mpunga am answered . Khule khehla niyawenza umehluko omkhulu Kuthina sizwe esimpisholo
@siphombili6739
@siphombili6739 2 года назад
kubalulekike ukukhuluma inkulumo eqondile eMpephweni wayihlahla inkulumo yakho Mpunga yesintu yaqonda ngqo
@lwazimalaza8284
@lwazimalaza8284 2 года назад
Mpunga Yesintu ngifuna ukwenza umsamo ngidinga izimbuzi ewu ngakhi. Kanti nabantu bakithi abadala abasiseki, nemali ayikho. Kodwa umsamo uyakhaleleka kwe lase Thongeni ngoba ngazalwa ngembethwe ukhokho. Ngisize Mkhulu
@ritamtolo3497
@ritamtolo3497 2 года назад
Sawubona uma uzofaka abantu abadala kudingeka ezingaki ngiyabonga
@siphombili6739
@siphombili6739 2 года назад
Mpunga ugeqa amagula
@zanoxolontamo1052
@zanoxolontamo1052 2 года назад
Siyabonga kuwe mzukulu kaMdumo, igaba elimabanga!!!
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 2 года назад
Hay mpunga bayokumba kude. Cha uyindoda engadingi ukungatshazwa. Umsebenzi wakho muhle ubalulekile
@ntandodlamini8239
@ntandodlamini8239 2 года назад
Wangelapha
@thandanduduzo5855
@thandanduduzo5855 2 года назад
Syabonga kwi Mpunga yesintu ,ulwazilwakholujulile
@mthoshme1225
@mthoshme1225 2 года назад
Uyimpunga yesi Ntu ngempela. Siyabonga ntombi ziyamun umela
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 2 года назад
Cha wathinta Mpunga syabonga thina.
@snayenothando924
@snayenothando924 2 года назад
Ngibingelele Mpunga,uyibeke yacaca inkulumo yakho siyabonga ukusikhulisa,ngicela ukbuza ke Mpunga ukuthi uma nginabantwana ababili kufanele ngibabike emsamo wasekhaya ngoba angishadile bese kuthiwa angibabike ngezinkukhu ezimbili kanye nembuzi eyodwa ukubafaka isphandla kulungile yini ukwenza kanjalo??,ngiyojabula ukphenduleka ngoba iyangidida lento manje ugobela/isangoma sithi angibafake isphandla ngembuzi eyodwa kodwa ngibabike ngezinkukhu,kuyenziwa kanjalo??
@dalisuxulu3839
@dalisuxulu3839 2 года назад
Ngibingelele kwiMpunga. Uma ufisa ukwenzela abadala isthebe, izimbuzi zibambili kube eyamakhehla neyezalukazi? Noma ubahlanganisa embuzini eyodwa
@sphamandlasphah1843
@sphamandlasphah1843 2 года назад
Syabonga ulwazi lakho Mpunga yesintu,Mina engfisa ukukwaz ukuthi mayizingane mhlamp 3 niyalama so makwenziwa imbeleko kufanele umunt abenembuz yakhe yin?
@kwaneledamoyi2347
@kwaneledamoyi2347 2 года назад
Bunjani Mpunga yesintu ubulili balembuzi mix ntombi nentsizwa?
@sphiwegwala3143
@sphiwegwala3143 2 года назад
Siyabingelela kwi Mpunga Yesintu siyabonga ngolwazi sifunda lukhulu
@vanessabuthelezi3186
@vanessabuthelezi3186 2 года назад
Hi Mr Mpunga, your knowledge is great . May you please talk about : slaughtering a goat for “ umsebenzi “ - to be introduced to the dad’s ancestors and what happens if the father is delaying the whole process ? To spite my mother ( ex - wife ) . Thank you Mpunga 🙏 .
@mlungisimokoena6837
@mlungisimokoena6837 2 года назад
Ngiyabingelela kwi Mpunga Yesintu ngibonge ngemfundiso enhle nginombuzo lana mina ngingu Malume wabashana abawu six udadewethu omdala unengane ezintathu bese kuthi udadewethu omncane abe nezintathu naye okuhlukile ukuthi udadewethu lo omncane uselotsholiwe futhi usehlala kuboka yise wezingane kanye nezingane ngicela ukwazi ukuthi kungabe kumele yini ngizenzele imbuzi yakoMalume ingane zalona omncane uSisi osendile noma kumele ngizikhiphe zoyihlala kubo. Okunye kubaluleke kangakanani ukuthi ngenze usiko lwakoMalume futhi phezu kwalokho nami nginezingane ezintathu okumele ngizibike ekhaya. okusho ukuthi kumele ngithenge izimbuzi eziyisi shiyagalolunye.
@Usobhokweni
@Usobhokweni 2 года назад
Uma sezamukelwe lezingane ngembuzi eyodwa iziphandla zazo zizokhishwa kuyo lembuzi?
@thembangubane8763
@thembangubane8763 2 года назад
I agree with you 100%
@sbongisenisbourh7418
@sbongisenisbourh7418 2 года назад
Impunga ✊✊✊
@nompumelelomkhonza9944
@nompumelelomkhonza9944 2 года назад
Ngiyabingelela bengicela ukubuza Uma waphuphumelwa isisu amahlandla a mabili noma Anga phezulu bese wangenzalutho Uma usuthola amandla noma Anga ngaka nani kungenzeka ngithenge imbuzi eyodwa nezinkukhu ezintathu zokubahlanganisa phezukwale mbuzi ngigeze bese ngihlukanisa masengibetha amagama nokubambathisa
@nkululekocele2085
@nkululekocele2085 2 года назад
Sawbona Nompumelelo, ngicela ukuthi lolu daba ululandelisise kaaaahle ungatatazeli futhi uqonde ukuthi konke uyokwenza kanjani. Ungamoshi imali yakho uthi ulungisa le ndaba ebucayi kanje kanti wenza iParty, xhumana neMpunga noma uthenge incwadi eyodwa yezincwadi zakhe kulezi zokuqala ngicabanga ukuthi uchazile ngalesi sihloko. Noma uthole umuntu oyiNazaretha ozokuchazela ngemigudu elandelwayo. Ukukha phezulu nje thola ngobulili bazo zonke izingane ezaphuphuma nesibalo sakhona, bese uthola ukuthi kugezwa kanjani, okubalulekile kunakho konke ukuthi ubelethiswe lezi zingane. Lokhu kubelethiswa kusuke kukhipha imimoya esinyeni sakho. Ngiyema lapho.
@nompumelelomkhonza9944
@nompumelelomkhonza9944 2 года назад
Ngiyabonga iseluleko👏👏
@philasandevumile7048
@philasandevumile7048 2 года назад
Ngiyabonga kakhulu kwi Mpunga yesintu Mina Ngicela ukubuza kunomsebenzi okumele wenziwe umayelana nokufakwa kukamama emshadweni usendlulile emhlabeni azange afakwe inyongo angazi kubizwani kodwa ngathi ukucwamba manje ngibuza ukuthi loyo msebenzi wenziwa kanjani ngoba engasekho emhlabeni
@sfisomchunu7947
@sfisomchunu7947 2 года назад
Mpunga ngicela ukubuza bhuti,isiphandla noma imbeleko ngabe yinto eyodwa lokho nokubika ingane.
@sharontsotetsi6657
@sharontsotetsi6657 2 года назад
Ngiyabingelela kwimpunga yesintu ngahanjelwa umyeni wami manje kumele ngiyogezwa ngasekhaya langizalwa khona kudingeka ngenze njani akusenabantu abadala balala bonke ?
@vuyosithole5487
@vuyosithole5487 2 года назад
Impuuunga!!
@solomzisiko626
@solomzisiko626 2 года назад
Enkosi mpunga yesintu
Далее
'DA not threatening to exit GNU over BELA Bill'
12:25
УДОЧКА ЗА 1$ VS 10$ VS 100$!
22:41
Просмотров 347 тыс.
Indlu yabantu abadala ayilona ubala
18:17
Просмотров 11 тыс.
ILADI LASOLWANDLE
14:24
Просмотров 19 тыс.
UKUQALA UMSAMO
16:20
Просмотров 39 тыс.
IZINTO ZOKUVULA INHLANHLA
21:38
Просмотров 33 тыс.
AMATHONGO AKHONZA USHEMBE KWELAMATHONGO
25:00
Просмотров 16 тыс.
Inhlawulo | Impunga Yesintu TV
3:55
Просмотров 11 тыс.
ANGISAKUFUNI
14:56
Просмотров 1,5 тыс.
ISICHITHO SEDLOZI
26:52
Просмотров 46 тыс.