Тёмный
No video :(

UKUQALA UMSAMO 

Impunga Yesintu TV
Подписаться 100 тыс.
Просмотров 39 тыс.
50% 1

Ukuqala umsamo omusha akudingi izinto eziningi kubalwa izithixo, kodwa sikhuluma ngomsamo wethongo

Опубликовано:

 

25 авг 2024

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 100   
@endlessmusic7177
@endlessmusic7177 3 года назад
Mpunga Yesintu ngiyabonga kakhulu ngalesihloko. Nami ngibhekene nalenkinga ngoba kumele ngivuse umuzi kababa kodwa bengingazi ukuth indaba yomsamu ngizoyiqala kanjani. ngiyabonga mina
@thembimncube48
@thembimncube48 3 года назад
Aaaiiii, suka madoda, Mkhulu ngikuthulela iscgoko,Masibonge kulaba Abakumbethe, Makwande, Kukhanye,Kubemhlohle 🙌🙌🙌
@dumatshabalala5858
@dumatshabalala5858 2 года назад
Hayi kodwa nsizwa yakithi ungikhumbuza umkhulu ozala ubaba,ngizwe izinyembezi emehlweni. Siyabonga ngokusikhumbuza amasiko. Ukhulu mfoka Mbanjwa ,ume njalo. 🙏🙏🙏
@user-qo4ml1gw8n
@user-qo4ml1gw8n 15 дней назад
Ngicela ukubuza ndodana uma ngingowesfazane ngifuna ukwakha ikhaya likamama abanalo ikhaya balishiya nogogo ozala umama behamba behlala ngibiza isbongo sika mama ngingedwa sebashona bonke ngingakwenza yini ngifikelwa amaphupho athi kumele ngakhe umuzi wako mama ngicela ungiphendule bhuti
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Kudala sidlala abantu bethi basingenisela abantu abadala benjalo nje bahamba nenhle imali le. Impela ukungazi kuyingozi ngoba ugcina usuyifa lalaba abathi bazi konke. Uthole ukuthi still umehluko awubonakali imali yona ibe ihambile. Indlela osichazela ngayo ayinazindleko nakancane imbuzi kuphela esingathi iyizindleko ngoba phela seyabiza kakhulu. 👍
@BishopNkosi
@BishopNkosi 3 месяца назад
Phila mpunga ye sintu , Siphilele uyasakha Impungaaaaa !
@user-mi2ib4vb9t
@user-mi2ib4vb9t 11 месяцев назад
Syabonga mkhulu uma kukuthy ufisa ukubangenisa enxuweni elisha ungakayakhi indlu yabo eqondene nabo kukhona mhlampe eyakwakhokho ungabafaka ucele bese ubakhele ubike futhi uma usubasa kulendlu yabo
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Winkunzi MfokaMbanjwa ubizelwe kulento abakuyeke (salute)
@ayandantinga7517
@ayandantinga7517 3 года назад
Powerful word's brother
@thembelaningcobo7180
@thembelaningcobo7180 2 года назад
Siyabonga ngokuspha ulwazi olusana phambili. Umake usuke wawelula umuzi usufina ukokwakha kwenye idawo okuphi okumele ukuladele ngokomsamu
@NganeZyamfisa
@NganeZyamfisa 3 года назад
Angibingelele Mpunga Yesintu nabalandeli. Siyawujabulela lomfanekiso oqoshiwe. Nginesicelo sokuba iMpunga isinike ulwazi ngesinye isikhathi mayelana noMvelinqangi, uMenzi, izithunywa zikaMenzi, umkhulu womkhulu. Ikakhulukazi ukuthi kuxhumana kanjani lokhu Kanye neThongo. Siyabonga ngolwazi osipha lona, Fuze Fulele🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@londekampanza337
@londekampanza337 2 года назад
eyi siyabonga mpunga ngawowonke amava thina siyalujabilela lolulwazi sasala entabeni singazilutho konke esikwenzayo sikususela ekhanda nje kodwa siyahomula kakhulu siyabonga
@londekampanza337
@londekampanza337 2 года назад
mina ngiwumuntu wesifazane owasala yedwa kodwa ngikhulile manje nginabantwana asebekhulile Kade ngizishisela mina impepho ngajika kemanje ngayonika umfana wami omdala ngokwami angazi noma ngi ryt noma ngi wrong ngifisa isaluleko
@mikemzikhe1252
@mikemzikhe1252 2 года назад
Sanibonani mpunga yesintu, nicela ukubuza, ukuthi Uma ngabe usola sengathi umsamo wako Malume ungcolile , kukhona asebewusebenzisa ukuthakatha ,,ngenzenjani ukuze ngakhe owami umsamo ,ngiphume kulomsamo ongcolile,
@sazi_mpumelelontuli8280
@sazi_mpumelelontuli8280 3 года назад
Mshana wakoFuze Fulele amashiya amahle angathi uzoshumayela . Engathi ubuwazi ukuthi lesihloko osiqhophile bengisilangazelela kanjani ngoba hhayi abantu bamanga badlalile ngathi la emnyango. Mpunga ngiyafisa ukuthi ngelinye ilanga ngifike emphelandaba sicubungule ezinye izihloko. Qhubeka neqiniso, nokusicancatha, nokuhlala indlela. akwande. Siyabonga Mpunga Yesintu
@cynthiamabaso1612
@cynthiamabaso1612 Год назад
Masbonge Mpungayesintu. Wenza umsebenzi omuhle kakhulu...
@josephmbongeni1595
@josephmbongeni1595 2 года назад
Awuuu ngajabula mkhulu uma uhlala lapho wafika khona nomama wakho khona endlini olala kuyona ungawenza wethongalakho uma usulazi
@daleza576
@daleza576 3 года назад
Thokoza Khehla mina bengicela ukubuza uma ngihlala eflatini ngicela ukubuza ukuthi ngingalenza yini i corner lapho ngingaphahla khona na, nokuthi ngibabikela njani abadala ngiyabonga
@MyeniNomusaNokuthula
@MyeniNomusaNokuthula 15 дней назад
Ngicela ukubuza ukuthi muyintombazane wenze njani mulula umuzi
@siphomaduna-theauthor8825
@siphomaduna-theauthor8825 3 года назад
Uyathuthuka Mpunga! 🙌🏿🙌🏿🙌🏿. Love the intro and closing songs...the content is forever on point. Siyabonga thina AboGubevu, aboNokhala, AboJiyane, AboMsuthu! 🔥🔥🔥❤️❤️❤️
@beautyngcobo524
@beautyngcobo524 3 года назад
Ngyakwaz yin ukuba nomsamo emqashweni?
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 2 года назад
Wazisho mfoka #Gubevu nami langakithi ngnensizwa yakini ezngayvumi intozayo ngyafisa ukuyxhumanisa nabakubo asebephumelele hleze nayo lensizwa igcine isiphumelele
@thabogxatwane9223
@thabogxatwane9223 2 года назад
Ngacul'nde emabalabala njengengwe
@nkosikhonankosikhona2913
@nkosikhonankosikhona2913 3 года назад
thokoza khehla..Impunga yesintu never disapoints..
@user-rq5xo3nf4g
@user-rq5xo3nf4g 5 месяцев назад
Ndiyabulela mkhulu ndiwuqalile owam umsamo ndibeke candlela elimhlophe neli yellow ne mpepho nesi sayifu esimnyama nomatchesi kuphela
@thabisocecil2809
@thabisocecil2809 3 года назад
Qhubeka usifundise Mpunga, siyafunda nje impela 🤛🏾😀👏🏽
@nmadlala9195
@nmadlala9195 2 года назад
Uma abazali bengashadile mina ngakhile umuzi eceleni ngibika kanjanki emzininwami
@nhlanhlanikwe8910
@nhlanhlanikwe8910 3 года назад
Ngyabonga mpunga yesintu wathinta isihloko okukade ngangilangazelela ukusizwa .Kuzwakele nduna enkulu
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 2 года назад
Mina baba #Mpunga ngicela ukufikalapho ungiphe noma 2hrs ngzophuma senglaphekile klungile syabonga ukhule baba #Khathini
@JabulaniNxumalo-dc4kr
@JabulaniNxumalo-dc4kr 5 месяцев назад
Mkhulu mpunga yesintu ngiyabingelela ,ngithanda ukusala kancane odabeni lokukhanda umsamo ,Thina esizalwa Abantu abasindisiwe siqala kuphi ngoba nengxenye yembuzi ngizobengihlabelephi ngoba akuhlatshwa ekhaya
@philasbhene216
@philasbhene216 3 года назад
Impuuuunga🙌🏾
@badimobatemothuoptyltd7702
@badimobatemothuoptyltd7702 3 года назад
IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA
@sphamandlaphiwankwanyana7268
@sphamandlaphiwankwanyana7268 3 года назад
Sengi phinde ngabuya Kade nganyamalala, ngabe lomusamo uyenziwa muntu ongaganiwe kungukuthi ube n amandla okulula inxiwa, Mpunga yini Nanzi ngiyadideka
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
🤣🤣🤣 Impohlo ayileluli igceke ngokomsamo konke ikwenzela kubo
@sphamandlaphiwankwanyana7268
@sphamandlaphiwankwanyana7268 3 года назад
😄😄😄Indaba yempohlo
@sphamandlaphiwankwanyana7268
@sphamandlaphiwankwanyana7268 3 года назад
Ikhona yini Indlela yokubika umuzi osuke uwuthengile noma suwakhile njengomuzi odinga Kuba ubhekwe zidalwa zakuni, ube ungakaganwa
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248
@nomasikononhlanhlakhuzwayo4248 3 года назад
Siyabonga mshana kaMdumo🙌
@nokwandaludidi5177
@nokwandaludidi5177 Год назад
Thank you for information about your teachings 🙏👏
@NontathuXinana-il7zh
@NontathuXinana-il7zh Год назад
Goowords
@nelisiwenely3847
@nelisiwenely3847 3 года назад
Inkosi isigcinele wena Mpunga🙏
@marangmasegomutloane3619
@marangmasegomutloane3619 Год назад
Thokoza Mkhulu...thank you for your wise advice...Akwande💯❤️
@thembelakingslow5569
@thembelakingslow5569 3 года назад
Siyabonga Mkulu
@ZeeDeeM
@ZeeDeeM 3 года назад
Siyabonga Khathini, Sam'elihle
@DeoNtombela-vw2xh
@DeoNtombela-vw2xh 9 месяцев назад
Syabonga mpunga yesintu
@syabongakhanyisani6715
@syabongakhanyisani6715 3 года назад
iphathisiwe lendoda
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Wakhuluma indaba MfokaMbanjwa ukuyohlola kuphithanisa ikhanda ugcine ungasazi ukuthi uqala kuphi ugcine kuphi.
@dollyndlovu2853
@dollyndlovu2853 10 месяцев назад
Manje mhlonishwa abagezwa yin .. or laba abahamba bengezwani bazongena bengazwani kunjalo
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Lekelela Mlekeleli uze ungakhathali yithi siyizingane zakho baba
@sithembisoncube9359
@sithembisoncube9359 3 года назад
Mpunga yesintu siyabonga endlela oseluleka ngaso mfundiso enhle mpela ngaphandle kwesiko awusilutho ngiyafisa ukuzoncela empelandaba inkinga ngisegoli but zoleza iqhinga
@3noob158
@3noob158 2 года назад
Ngiyaluthokozela kakhulu ulwazi engiluthola lapha, kodwa ngifisa ukucetshiswa kulokhu ngingowukula endlini yakwethu kwaNtuli Ekuthuleni kwashona umama nobaba basishiya sibancane , amandla awekho sesikhulile okungatheni sikhulela ekhaya komama kodwa selibhidlikile ikhaya lethu akusebantu abadala . Kuvela nokuthi nomama nomama azange ahlanganiswe nomndeni ngapha asilungelwa yilutho
@3noob158
@3noob158 2 года назад
Okunye engifisa ukukwazi ukuthi kwenziwa njani umangabe wonke umndeni ophilayo awenzi masiko bathi bayathandaza kuphela Kanti Mina ngiphuma lakhona kuthethwa idlozi nomangangisemncane kodwa ngiyakhumbula ukuthi ubaba ubethi uma ebuya egoli aqale emsamo noma esehamba aqale emsamo , kuhlwatshwa wathi noma esozohamba emhlabeni wathathi lomuzi ngethemba wena ngawo noma Mina ngiyintombazane ngingowukula kwethu ngoba ubenesithembu.kanti la bafuna esengizele khona bona abahlabi , abembesi ababiki lutho edlozini bese ngiyazibuza kemina ukuthi lo kuzoba ushado onjani lo ?
@vusimuzibinda7692
@vusimuzibinda7692 2 года назад
Inkosi isigcinele wena ✌🏾
@mfanafuthikhumalo473
@mfanafuthikhumalo473 3 года назад
Nduna KaNdaba! Ngiyaqala ukuphawula kuloluhlelo lwakho mfo Ka Mbanjwa, muhle kakhulu umsebenzi wakho amakhehla akukhulise. Bengicela ukubuza lapha mayelana nokubika inxiwa, ingabe kwenziwa ngaphambi kokuba ungenise abantu abadala noma ngemuva kokubangenisa, noma mhlawumbe akukhethile ukuthi ukwenza nini. Ithonga likubusise Mkhulu
@vincentnkuna5896
@vincentnkuna5896 3 года назад
Kuthengwa imbuzi Mkhulu!
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Impunga yesizwe🤝🤝🤝🤝🤝
@nobantumageca982
@nobantumageca982 Год назад
Ngiyabonga Mpunga yesintu
@user-tp6yy9ro4z
@user-tp6yy9ro4z День назад
We want books
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 года назад
Wayicacisa Nduna kaNdaba.
@msawenkosinyuswa6417
@msawenkosinyuswa6417 3 года назад
Kodwa Mapholoba angikaze ngizwe ukhuluma ngokuthi ukhona umnikelo ofakwayo uma uze eMphelandaba
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
MfokaMbanjwa kuye kumiswe kanjani uma amanxiwa nawashiya kukubi. Uma usuthole inxiwa elisha ungayenzela yini khona imicimbi yabadala
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Mfoka Khwela kunjani,ngolwazi lwami lwesintu,uyaye uye emanxiweni lawo nehlahla lomlahlankosi,bese ubalanda ubabikele ngomuzi osowuvusile,ubuye nabo uma ufike esangweni kumele kube nenkukhu emhlophe abanye basebenzisa imbuzi yokuba geza bese uba nembuzi yokubangenisa...mawubageza uzobagezela ngaphandle kwegceke,zofaka lehlahla emanzini anenyongo nomswane bese uligoqa ngendwango emhlophe ungene nalo ukhuluma uze uyongena endlini yabo ulibeke emsamo.
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
@@mzwakhethenjwayo3618 ngyabonga mfowethu ngsazoke ngzame ukuhlanganisa amakhanda nozalo. Ungadinwa ukusinika ulwazi kulezinto zesintu inkolo isivalele ebumnyameni masekuziwa kulezi zethu zesintu (uphile njalo ngyazbongela)
@AsiyeKanje
@AsiyeKanje 3 года назад
Mna andicaciselekanga coz abazali bam bayakholwa,so obviously emzini wabo akunabantu abadala,so xasendifuna ukufaka abantu abadala kowam umzi ndizobalanda kuphi?
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Uzobabiza bayofika uyobe ubalanda lapho bekhona njengamanje
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Uzobalanda ekhaya khulu lapho kuphuma khona abazali bakho,uma lingasekho ikhaya elikhulu,kodwa sekwaba khona amanxiwa uzoya lapho,uma ungawazi ukuth' ayekuphi exactly,uzoya kulendawo nehlahla lomlahlankosi noma umganu uyomemeza kulendawo ubathathe.
@AsiyeKanje
@AsiyeKanje 3 года назад
@Impunga, Ok
@AsiyeKanje
@AsiyeKanje 3 года назад
@@mzwakhethenjwayo3618 Ok
@mchunuzenzele8193
@mchunuzenzele8193 3 года назад
Yaz Mpunga kodwa ay kulungile bakubusisile abakini uphile nje
@thabanimaluleka451
@thabanimaluleka451 3 года назад
😂😂 izitixo bayezwa abanamadlebe syabonga mpunga lool
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 3 года назад
Amen
@bonginkosiinnocentmpanza3852
@bonginkosiinnocentmpanza3852 3 года назад
Sisacela unkomose
@nombusoevelynmdakane8184
@nombusoevelynmdakane8184 2 года назад
Ngicela ukubuza uma uyintombazane wazithengela umuzi wakho uyakhona ukuzenzela umsamo
@thembekilemaphumulo3893
@thembekilemaphumulo3893 3 года назад
Ey ungenza ngibe nogqozu lokuvusa umuzi ka babamkhulu
@mndenigama2535
@mndenigama2535 2 года назад
Mpunga Yesintu bengicela ukubuza lapha kuyenzeka ukuthi ekhaya elilodwa kube nemisamo emibili ezindlini ezahlukene?
@Dumika
@Dumika 3 года назад
Ngakube izincwadi ziyatholakala digital
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Ayi okwamanje
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 года назад
Mpunga kubengiseduze bengizake ngifike emphelandaba manje ngisekudeni egoli
@lindymkoneni1174
@lindymkoneni1174 3 года назад
Impungaaaaa
@siyandamchunu2656
@siyandamchunu2656 3 года назад
Abakini bakugcine mpunga
@nonhlanhlamthalane3465
@nonhlanhlamthalane3465 3 года назад
🙏🙏
@lindelihlembuyisambuyisa9266
@lindelihlembuyisambuyisa9266 2 года назад
USHAYILE MPUNGA YESINTU
@ibrahimmyeza2922
@ibrahimmyeza2922 2 года назад
Umdali wamadlozi akuholele endleleni eqondile
@vusumuzinkosi4546
@vusumuzinkosi4546 2 года назад
Uma abazali bekholwa noma ningathembani ningabandawonye. Sikhona yini isidingo sokuya ekhaya uyohlaba imbuzi bese uhamba nomlenze?
@vivianokeswa488
@vivianokeswa488 2 года назад
Manjeke Mpunga uma usubangenisile abantabadala emsamu omusha uyakwazi yini ukushisa impepho abazali besaphila?
@ntokozomafumbhatha9225
@ntokozomafumbhatha9225 3 года назад
Bhuti Mlekeleli awungilekelele nami ufowethu uyathwasa inkinga lapho ethwasakhona ... njalo makufika umuntu ozogezwa badliswa lezinkukhu azilahlwa and angageza noma aphalaze ngani kuze ahlambuluke kulesimo?
@siyabongahlongwa5958
@siyabongahlongwa5958 2 года назад
Topic yangempelake le
@slegendjoe3989
@slegendjoe3989 3 года назад
Ngyabingelela kunina bezulu eliphezulu,nina bakaNdaba kawulalele lomuntu omemezayo,umemeza sengathi uyakhala ukhal'sililo uthi igula likaJama lichithekile.... Ngicela ukubuza ukuthi indlu yangenhla kuba yindlu kabani emathongweni?
@stanleysanele5716
@stanleysanele5716 3 года назад
Mina ngcela ukubuza ukuthi ubona kanjan ukuthy umsebenzi wokungenisa abadala wenzekile emva komsebenzi?
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 3 года назад
Amaphupho wakho,kukhona ozomphupha oyithongo lakho.okwesibili ongabona ngakho wukuvuleka kwezinto zakho nezinhlanhla zakho
@mvithitrainingsolutionspty7012
@mvithitrainingsolutionspty7012 3 года назад
Mpunga Yesintu siyabonga ngolwazi, nginombuzo la ukuthi umsamo wakithi unobhoko olubaziwe ngokomyalelo kamkhulu wami and konke lokhu okubalile washiya nje ukubaluleka kodengezi lokushisa impepho. Please advise.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 3 года назад
Syabonga...akululeka ngako uMkhulu kwenze ngoba kuwumkhuba wakini, udengezi nalo lukhona
@mvithitrainingsolutionspty7012
@mvithitrainingsolutionspty7012 3 года назад
@@impungayesintutv Impungaaaa, cha impela udondolo lokushaya zitha alusali emsamo.
@thulanimajola3096
@thulanimajola3096 3 года назад
Ngibingelela Kubo bonke abalandeli bempunga yesizwe,nukuwe mpunga uqobo,sibonge kakhulu ngolwazi olukhulu kangaka....ngiphinde ngicele ukubuza ngabe lesi sihloko siyatholakala yini 'in details' kwizincwadi zempunga?
@sbanimvelase4419
@sbanimvelase4419 3 года назад
Isangoma noma mthandazi abadingeki uma ukhanda umsamo
@zanelemadondo13
@zanelemadondo13 3 года назад
Siyabonga Mpunga,eyi wathinta indaba ejulile,kithi umnewethu wathatha ihlahla eyobika umuzi wakhe,kuyimanje sesisebenze kwaphenduka amaphakethe silungisa umsamo ekuthiwa awulungile.Senzenjani ukulungisa lesi isimo?
@sbusisokhwela1965
@sbusisokhwela1965 3 года назад
Impunga
@nhlanhlacelaninkomazana5890
@nhlanhlacelaninkomazana5890 2 года назад
Impunga!
@sandilemzwandile1591
@sandilemzwandile1591 3 года назад
Impunga yesizwe
@forgetmtshali6605
@forgetmtshali6605 3 года назад
Waybeka yacaca mzukulu kaFuze 🤝.
@mzilangwenkosi3533
@mzilangwenkosi3533 3 года назад
Impunga
Далее
Ukuzalelwa koMalume nakwaBaba  |  Indaba YeSintu
53:00
Просмотров 38 тыс.
ПАВЕЛ ДУРОВ АРЕСТОВАН
1:45:21
Просмотров 111 тыс.
Cute kitty gadgets 💛
00:24
Просмотров 8 млн
UKUSHADISA ABAZALI
23:01
Просмотров 14 тыс.
UKULUNGISA UMSAMO
25:15
Просмотров 15 тыс.
Ukubuyiswa Kwabantu Abadala Ekhaya | Indaba Yesintu
48:14
What Is Umsamo? - Mkhulu Vusi Mabunda
11:16
Просмотров 2,7 тыс.
Umsamo uyini ngempela?
8:07
Просмотров 6 тыс.
Ubani nokuthi imiphi imimoya esiholayo?
13:37
Просмотров 31 тыс.
Indlu yabantu abadala ayilona ubala
18:17
Просмотров 11 тыс.
Nali iqiniso ngeSgubhu kanye noPhondo
17:26
Просмотров 10 тыс.