Тёмный

Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu 

Gagasi FM
Подписаться 153 тыс.
Просмотров 31 тыс.
50% 1

Am i the only one ovuka namaphupho adumis' ikhanda?
When speaking of amaphupho abantu abaningi kuyaye kudume upotinaye with so much confusion.
Are you that person? Sikuhlaziyela amaphupho on Indaba Yesintu. Lithini elakho?

Опубликовано:

 

23 май 2023

Поделиться:

Ссылка:

Скачать:

Готовим ссылку...

Добавить в:

Мой плейлист
Посмотреть позже
Комментарии : 48   
@BabyMhlanga
@BabyMhlanga 22 дня назад
Thokozani gogo Siyabonga akwande
@paulinapaulina751
@paulinapaulina751 Год назад
Umauphupha amathambo angana nyama.Bonke a bantu be dayisa amathambo e nkomo.Engena nyama
@LindiweMaphanga-fg7hd
@LindiweMaphanga-fg7hd День назад
Kusho ukuth
@NtombizodwaSibande
@NtombizodwaSibande 2 месяца назад
Baba ngiphupha ngonobaba wami osaphila angkhumbuli abanye bokungobani engathi kucamuka inyoka kodwa lenyoka engathi iygold uhlukana phakathi
@LindiweMaphanga-fg7hd
@LindiweMaphanga-fg7hd 21 день назад
Thonkozani ngiphupga bangikhomva ngesibhamu kodwa abangidubulanga bathathe ifoni
@LindiweMaphanga-fg7hd
@LindiweMaphanga-fg7hd День назад
Kuohupha udutshulwa kodwa akangidubulanga
@zolekaSIKWEZA
@zolekaSIKWEZA 12 дней назад
Camagu mkhulu ndinephupho ndiphuphe ndidobha izikhiya ezimbini zezokuvula igidi esi yiyi one sesovula umnyango ingabo lisho ukuthini lichani ndingenzani mkhulu
@user-sc4gw5tn8u
@user-sc4gw5tn8u Год назад
kuqonde ukuthini ukuphupha ucula
@sandilemazibuko9620
@sandilemazibuko9620 9 месяцев назад
eyy amany amaphupho aqonda kim ngqo,ikakhulukazi lawa........😣
@NosandileMzamo
@NosandileMzamo Месяц назад
Mina baba ndibona indawo ndisaz ubalilwandle kodwa ndibone lingumsele xandisamangele njalo avele aphangalale atsho ngamagagasi lelesithathu kuvela ulwandle😢
@nhlanhlamzileni6135
@nhlanhlamzileni6135 Год назад
Dr Mnyadi is precise.
@GAGASIFM
@GAGASIFM Год назад
Indeed
@zolekaSIKWEZA
@zolekaSIKWEZA 12 дней назад
Ndiphindile ndaphupha ndifonela usisi wasenest door ekhaya ndibika umntana wakhe akanalutho for isikolo uye waze ngemoto egrey wazothengela umntana wakhe iuniform yonke emhle umntana ndancoms ephethe imali eningo engamaphepha saxoxa nje ndaba sendiyaphaphama
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq Год назад
Ngiyathanda uma umkhulu echaza amaphupho sicela nidlulise noma amaviki amabili abuye uyena engimzwayo uma echaza amaphupho 🤞👍
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@GAGASIFM
@GAGASIFM Год назад
Siyezwakala isicelo Mkhatshwa
@SolomziSiko-bo4gs
@SolomziSiko-bo4gs Год назад
Enkosi
@BongiweShenge
@BongiweShenge Месяц назад
Ngiyathoko ichela ubuza ngiphuphe ngibonda iphalishi
@jabumatiko3685
@jabumatiko3685 8 месяцев назад
Dreaming swimming against the river flow?
@MandlaMdletshe-qn5ny
@MandlaMdletshe-qn5ny Месяц назад
Uma uphupha ubingelelwa umunty okwaziyo Korea akahambinawe
@nhlanhlamzileni6135
@nhlanhlamzileni6135 Год назад
Lolwazi lwakho Mr Mnyadi lufuna lubhalwe phansi
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@philiegumede2825
@philiegumede2825 8 месяцев назад
Idlala at what time and nini?
@user-bg3nm7vy3m
@user-bg3nm7vy3m 5 месяцев назад
Dear msakazi ngicela ungihlaziyela lapha ngisanda kuphupha izinkukhu zempangele ezimbili engathi kmele ngyogeza emfuleni ohambayo
@SceloSonhlanhla
@SceloSonhlanhla Год назад
Niwusizo olukhulu kabi syabonga asiqedi🙏
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@SceloSonhlanhla
@SceloSonhlanhla Год назад
Ufuna ukuya khona yini Mngomezulu?
@sisatshabalala1858
@sisatshabalala1858 Год назад
@@vusimngomezulu2500 usabuza namanje mfowethu
@McNgcobo
@McNgcobo Год назад
Kuyathusa ukuchazelwa amaphupha 12:45
@solomzisiko626
@solomzisiko626 Год назад
Enkosi bo tata
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@user-sd5iy5rn1r
@user-sd5iy5rn1r 11 месяцев назад
Sanibonani kugagasi FM ngicelaukubuza bobaba ngiphupha ngilhleka ngilhleka mango hlalkhonangingaboni noma nglahlekelwa ngengikuphethe liyangi hlupha ngyabonga
@lindiwedayimani774
@lindiwedayimani774 2 месяца назад
Kusho ukuthini Xa uphupha ndiphupha ndise university of Western Cape ndifike late ndibe ngowe8 bathi bebeshota ngam. Qha Xa kungena mna kunuke toilet bathi abantwana beskolo mamsi nguwe Lona unyathele ikaka ngb uthe wongena kwanuka nam ndabe ndiliva ivumba lekaka
@sibusisosehlabela1419
@sibusisosehlabela1419 Год назад
Mnyadi is the best.
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Год назад
NGIYANIBINGELELA MTHIYANE NOBABA UMYADI KODWA UYAWAPHENDULA AMAPHUPHO UNJALONJE UKUPHIWE KWANDE KAKHULU
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
Konje amadlozi ahlala kuphi?
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza Год назад
Amadlozi abantu bakini abaphila ngokomoya inyama yabo seyakhathala yalala othulini lomhlaba... Umoya ngicabanga ukuthi uyazi ukuthi intenjani 💯
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@SphaMagwaza Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho Spha?
@SphaMagwaza
@SphaMagwaza Год назад
@@vusimngomezulu2500 ayy wena bhut kukhathala inyama umuntu mayefa kodwa ayy umoya abantu abangasaphili njengawe yibona Kanye izingeleso zakho kodwa Kuya ngemsebenzi yabo ababeyenza emhlabeni akubona bonke abakwazi ukuxhumanisa no Nkulunkulu
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Год назад
@@SphaMagwaza UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abantu asebafa kabasaphili, Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,umshumayeli 9:5-6,10,bazophila futhi lapho UNkulunkulu ebavusa ekufeni, Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.
@SagittariusDemigod
@SagittariusDemigod Год назад
Phuma endabeni zamadlozi if awuhambisani nayo, and stick to your man-made religion.
@sikelelambatha5270
@sikelelambatha5270 Год назад
Uphuthu luka bhontshini seligcwele ibhodwe!
Далее
Ukuthwala Ngocansi, Imali and Imimoya | Indaba Yesintu
53:46
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
48:45
Просмотров 31 тыс.
Четыре тормоза
00:53
Просмотров 41 тыс.
Ukuphika Ingane | Indaba Yesintu
49:34
Просмотров 9 тыс.
Amaphupho  |  Indaba YeSintu with Alex Mthiyane
51:19
Просмотров 175 тыс.
Amaphupho Nezincazelo | Dr Mnguni | Thenjiwe TV
44:59
Просмотров 356 тыс.
Четыре тормоза
00:53
Просмотров 41 тыс.